Mthandeni egonyuluka ngenxabano phakathi kwakhe noBig Zulu (Intaba yaseDubai)

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 2 фев 2025

Комментарии •

  • @Phakamanim
    @Phakamanim  20 дней назад +2

    Please don't forget to subscribe on Bhanyazile Studio

  • @BalungileMkhize-k3v
    @BalungileMkhize-k3v 18 дней назад +2

    Ulwa akakhiphe ingoma abize u sk bacule ingoma ezoba eka Lwa. Lento iphele u big Zulu angabi nento azoyisho

  • @nkululekosikota8262
    @nkululekosikota8262 18 дней назад +1

    Big Zulu ubhayiza ukuya nokubuya, ubuswa wumona, ungawufuna njani 25 %,royalties no 40 % we master, zange washo nix nge Paris, ukuyincoma nje, uKhuba wasebenzisa igama lakhe budlabha, wathi Big Zulu, wathi Big Zulu, ukungasho lutho ngokwakushiwo nguKhuba kusho ukuthi imfihlo azikho kwi Nkabi Record.

  • @sphesihlemfanelo4085
    @sphesihlemfanelo4085 20 дней назад +4

    Ekubeni Bigzulu efunani ku Maskandi cz ubhimba kwa genre abhalisa kuyona hiphop mft bigzulu waba seduze nezinto eyidumisay ining lisakude nazo rather than that ayikho into ayiculay mhlamp okunyeke u good kukhona like ku support ekhaya

  • @Stonebridge-i5d
    @Stonebridge-i5d 19 дней назад +1

    Labantu abangabalandeli abazonda sk noma khuzani imvamisa yabo ayive ixakekile empilweni mina phinde ungizwe ngithuka umculi noma imuphi

  • @LuckyMthombeni-ti1ko
    @LuckyMthombeni-ti1ko 15 дней назад +1

    Ubhadlane ngampela lona😂😂

  • @SbongiseniMkize
    @SbongiseniMkize 20 дней назад +5

    Indaba ubhadlane lungavumanga ukuveza amaphepha about maqondana nontaba yase Dubai kubonakale ukuthi lona ubhadlane lakhokha kanjalo yini noma ilona lodwa elazi imali abanye ayibafanele

  • @malindisa3
    @malindisa3 20 дней назад +4

    Good story mfwethu ❤

  • @SabeloMdumseni
    @SabeloMdumseni 19 дней назад +1

    Syabonga bhanyazile ngokusibekela obala lenkulumo thina besoyitholaphi Uma singayitholi ku bhanyazile ngezinye sisazozithola nabalandeli abangakuzwa lokho abakuqonde ukuthi media usebenza ngento E etrendayo umculi wakho Uma kungskhulunywa ngaye azi ukuthi usaphuphile

  • @SibongiseniMsomi
    @SibongiseniMsomi 20 дней назад +4

    Ubhadlane lamfunani u SK kodwa😮

  • @SonboyNkosi
    @SonboyNkosi 20 дней назад +3

    La ku Maskand akekho umculi unenqondo efana neka Mthandeni,Lomfo ubuthwele ubunzima ngalengoma kodwa akakhulumi kubhlungu nje ukuthi wacela u Lwah but wangafika......
    Nd ngathi angamkhulula u Lwah ayi perform I Peris ngoba inkinga iyabonakala ukuthi ikuphi

  • @zakhelendulini3835
    @zakhelendulini3835 20 дней назад +2

    Oh làba abathi yathi ingane wathi uLwah bayaphapha nje 😅😅😅

  • @KhulekaniDlamini-c4m
    @KhulekaniDlamini-c4m 20 дней назад +2

    Noma eyobhosha mthandeni nimfonele nimbuze kuthi ushidabile yini uyihlambile yini zandla

  • @sphabyela3099
    @sphabyela3099 19 дней назад +1

    Kant qhawe kuyakuxakan kucula wedwa wena

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  19 дней назад

      🙏🙏🙏

    • @Xolaguesthouse
      @Xolaguesthouse 19 дней назад

      Awusho elilodwa nje I artist oke walibona licula lodwa?

  • @SfisoXulu
    @SfisoXulu 20 дней назад +1

    Bamjikela wezwa ngomzala ukuthi akakwazi kucula uyabhimba 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 manje mnandi ngoma

  • @KhulekaniNdawonde-p9d
    @KhulekaniNdawonde-p9d 20 дней назад +1

    Haibo kanti nifuna umuntu abongelwe ngisho ehlezi phansi akukho phela esibayeni lapha izindaba ngomthandeni sizifuna ngisho phakathi nobusuku angithi ubhizi wanitshelanje umax ukuthi akabhonyi into ethule umthandeni kuningi esisafuna ukukuzwa ngaye indaba ye polo vivo neyokuthi bahole bonke yini abaculi ebekade ebaqashile yena umthandeni nokuthi kulonyaka uzokhikha nobani ihit enzima angithi yonke ingoma enzima siyizwa kuye kulonyaka kumele asenzele remix kamalavisto namagolide efake no Jessica wodumo ethi ukuzihlanganisa kancane ethole lezingane zakheke engabe uzolanda bani kulonya bhanyazile ubuye nezindaba azenzayo umthandeni siyazidinga

  • @senzobuthelezi
    @senzobuthelezi 19 дней назад +1

    so uBig Zulu luthini uhlangothi lakhe noma ubhizi nohlangothi olulodwa?

  • @PhumulaniSbu
    @PhumulaniSbu 20 дней назад +1

    Bakhanyisele mfoka Mbatha

  • @fikilemagwaza6231
    @fikilemagwaza6231 20 дней назад +1

    Thina sikuthanda ukufa bhanyazile the are we doing awukhethi muntu usilethela zona zinjalo.

  • @MkhuseliMaham
    @MkhuseliMaham 20 дней назад +1

    Bhanyazile TV qhubeka nomsebenzi omuhle ungayinaki impukane eziluhlaza zajwayela ukulawula

  • @AyandaSikhakhane-n5q
    @AyandaSikhakhane-n5q 19 дней назад +2

    Ayikho lento oyishoyo wena khuluma ngomthandeni wakho akukhokhele wondle nkini kuphela ungalokhu unyanyisa ulokhu uchaza umsangano ulokhu ukhuluma uthuvi ngisho unganga khuluma ngo khuzani uyakhuluma ngaye asinandaba ukhuzani uyasi poste la isikundinga kuye not wena xabanisa abantu kuphela ngamanga new ndaba sengathi ungumfazi

  • @zandilegcabashe8557
    @zandilegcabashe8557 19 дней назад +1

    Ay sakhathala ilabantu bahleze bebanga izinto ezingekho nje.....wonke umsebenzi uba nabaphathi benkampani ku sign contract it's obvious.....if Mthandeni engalandeli imigomo ekubeni uyazi kumele enze njani angakhulumi ne Artist ngasese maqede angay sign icontract then useyabalisa uma befuna i share akaqhubeke acule yedwa ukuqeda umsindo ayeke ukucula nabanye abantu abangekho ngaphansi kwe company yakhe ngoba okusho ukuthi naye u greed ufuna ukusebenzisa abantu maqede abanike amakinati ngoba ethi eyakhe ingoma akacule yedwa finish and klaar
    Ew sakhathal amadoda athanda ukukhuluma kodwa azenza abantu a angakhulumi....yekela ukucela abantu ukuthi bacule nawe uma ungezulandela iprotocol futhi ungeke ukhokhele umuntu oksizile

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn 20 дней назад +2

    Ngek bemenze lutho sk

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn 20 дней назад +1

    Yaaa balandeli bakakhuzani iyekeni lento yenu lokhu nithi abama TV banibelesele ngoSK

  • @mondlimondli2667
    @mondlimondli2667 20 дней назад +1

    Unamanga lona

    • @pottersngwadla1195
      @pottersngwadla1195 20 дней назад +1

      Sitshele phela wena iqiniso angithi wawkhona

    • @CebelihleMzi
      @CebelihleMzi 20 дней назад +1

      Inking bafwethu nina niza ngenzond nom kuxhaphazek umaskand lomunt uyaxhashazw lah

    • @sidetechsidetech3086
      @sidetechsidetech3086 20 дней назад

      "Wathi u bigzulu"

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  19 дней назад

      🙏

    • @mondlimondli2667
      @mondlimondli2667 19 дней назад

      Uphethwe ukusa lo ubonile ukuthi alahlile ngokthuka abalandeli manje usefuna ukdatshukelwa ubethuleleni sonke leskhathi ngoba ayikho into angaykhulumi lona