I think 🤔that is why white people wanted us ukuthi sigunde ezikoleni 😅🤣 maybe they knew this so they wanted ukusihlukanisa namandla ethu, syabonga ngolwazi kancana kancane we are getting back to our roots

Angizisoli ngokubeka izinwele ngiqale amadreads
Siyabonga ngeqiniso elimsulwa
Mmmh ngyezwa mina futhi ngyazwisisa ingakho i generation yethu inje siduke kakhulu sakhohlwa okwethu ey syabonga 🙏
Wenzanjan mawunempandla 😅
@@maburad.4306 impandla iyisibusiso😀😂😂😂😂
Mmmhh... inamandla le message, siyafunda, siyakhula. Makwande kukhanye
Wayibeka yacaca bha!! Une wisdom yomuntu oneminyaka ewu100. Inamandla kakhulu le video💯💯💯💯🔥🔥🔥🔥🔥
Nkwanyana ngiyabonga
Soyabonga baba, iqiniso leli. Siyabonga
Eyakithi leNkunzi uMtwana wamamzi
Kulinini ngakulinda from Jan 2021 ngiqala ukubona kwenye iTV Channel
AwuMfowethu isukakudelento, ngiyajabula Mfethu ukuthi usula.
Khulanjalo Mr..lol
And inwele zvakho mkhulu zinhle 😍😍😍.. Zigcwele ikhanda lonke and zimnyama....
Ngiyabonga kakhulu
Hair when left to grow to a certain level becomes an antenna. Yes
Dokotela utholakalaphi
Ngtholakala eClermont erenki ngaka Boxer ngolwesine nangesonto
@@sbanisamathongo3180 angazi lapho bengithi usegoli mkhulu besengilungele ukuza ngoba ngikbuke ku RUclips wathinta indaba engibhekane nayo engibenethemba lokuthi kuwe ngizokuthola ukusizakala.
😂"Bavele babona kuth akyen' umuntu lo!" Inkos' ithelumusa🌊❤🙏🏿
😀🤝
SIYATHOKOZA MPELA NKOMOSE 🤴🏿👑👼🏿☀️☀️☀️☀️☀️☀️☀️
Ngiyabonga mina kunjalo nje
Siyabonga Bab’Nkomose 👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾
🙏🏿🤴🏿👑☀️☀️☀️☀️☀️☀️☀️Ngicela Ulwazi Ngemoya Omkhulu WeNzunza👑
Ngizoyenza clip
OMKHULU NKOMOSE 👑🤴🏿🙏🏿NGIYATHOKOZA
I think 🤔that is why white people wanted us ukuthi sigunde ezikoleni 😅🤣 maybe they knew this so they wanted ukusihlukanisa namandla ethu, syabonga ngolwazi kancana kancane we are getting back to our roots
Nkomose baba wami
Mfanomncane kunjan
Thokoza mkhulu,muhle umsebenzi nezifundiso zakho,ay uyayshaya iAdidas ngabe yiSponsor?
Wayihlahlela Magubane
Ngiyabonga
🙌🙏
🙏👌
Ngiyabonga
🙌
Ngiyakuvuma
Ngiyabonga Khulekan
Nathi siyabonga, abanye bethu sigunda ngoba izinwele zimhlophe bhe
Uma unempunga kukhona esuke ikubika ekfanele uthole ngakho
10%!!
Sakubona Mkhulu, umuntu okude nase Thekwini uxhumana njani nawe? Kunezinto nje engifuna ungicacisele ngazo. Ave ngifisa ukuxhumana nawe. Enkosi
Ungangibhalela on WhatsApp
@@sbanisamathongo3180 ngiyabonga mkhulu kule number ibaku mavideo?
@@LiqhameNzdube yebo iyona
Ayikhona yazi lento bingenza magunda ngiba muhle mangishiya ngiyabona shitsha ngiba indoda engayazi enyama enempunga futhi. kwathinje enyangeni edlule ngabona sengagundi nhlobo ngayekanje walandela mfowethu asagundi. manje osekwenzeka mina ikhanda liyashwaqanje kubengathi kunenaliti ehlabayo khandalonke futhilento singeze kabili or 3 tyms kodwa sukesengiyolala in bed noma kube seseni kakhulu
Amadlozi akwembethe
..wayichaza mkhulu ..manje Uma ufaka uDyer ekhanda nakhona kuWrongo
Zinhla zimnyama inwele zethu ngoba lomoya wethongo ufisa ukuhlala endaweni ehlanzekile
Ngyazwisisa mkhulu ngiya fisa ukugcina inwele kodwa sengehlulekile zingaqala ukubankulu ngiyalunywa umzimba wonke ngibe lenkomo umzimba wonke ngicine ngizisusile .ngingazisusa kuya phela konke ngibe ryt kungiqale ngila bo 5yrs
I think 🤔that is why white people wanted us ukuthi sigunde ezikoleni 😅🤣 maybe they knew this so they wanted ukusihlukanisa namandla ethu, syabonga ngolwazi kancana kancane we are getting back to our roots
Impela konke bona ababesenzisa kona inhloso ukusedusa