INKULU IMPI YEZELAMANI EGCINE YENZA BEDONSISANE NGESALUKAZI

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 2 фев 2025

Комментарии • 809

  • @Mavis-b7c
    @Mavis-b7c 2 месяца назад +14

    Welldone Stlg u ur the Supperstar, umakoti ebengagezi ngani uMamezala ,kant uganeleni

  • @JoyHaise
    @JoyHaise 2 месяца назад +52

    Unenkinga lomndeni futhi kade yaqala. Undodana kagogo uyayifuna imali kagogo.
    Ugogo akulungle ukuhlala yedwa. Kubi ukuthi bayahlebana. UMakoti ukwenza kanjani ukuthi agezise umuntu wesilisa isalukazi. Ugogo ke u ryt ukuthi ufisa ukuhlala la ezoba nabantu axoxa nabo nazolala naye endlini ebusuku.
    Cha Stetelegu I like the fact that u read in between the lines waqikelela ukuthi umbone ugogo noma bekukhombisa ukuthi ngokwendodana ibingafuni ngoba inokwesaba ukuthi kuzovela iqinisi njengoba ligcine selivelile. Syabonga kakhulu

  • @CeciliaNkabinde
    @CeciliaNkabinde 2 месяца назад +23

    Ubhuti no nkoskaz wakhe bafuna imali kagogo and malumekazi ukhohlakele well done Stetelegu ASAMBE MBUKELI waze wabuhlungu usalakahle ingaphelile indaba😢

    • @KennethMdlalose-ei5on
      @KennethMdlalose-ei5on 2 месяца назад

      Awu ngaze ngadumala ubhuti eyindoda egeza umama wakhe. Kodwa ukhohlakele ayibo

    • @LizaliseSentane
      @LizaliseSentane 2 месяца назад +1

      Yhoo lotata inyanga zimzee aphentloko

    • @NokwandaMaguma89
      @NokwandaMaguma89 2 месяца назад +1

      And balwela yona lemali

    • @NokwandaMaguma89
      @NokwandaMaguma89 2 месяца назад

      And abalaphi banayo la ubhuti ngathi uthanda kakhulu umuthi,siyabonga Stetelegu wamsiza ugogo❤😢

  • @zandilesangweni5426
    @zandilesangweni5426 2 месяца назад +28

    Bhuti yehlisa izinga lokuhamba izinyanga,, naleyonto iyawuxova umndeni seziningi kakhulu izinyanga osuzibalile

  • @NokuthulaMlaba
    @NokuthulaMlaba 2 месяца назад +3

    Aww wadlala indima yomsebenzi wakho Stetelegu wangkhumbuza uSolomon eBhaybhhelini mhla exazulula inkinga yabafazi ababili bebanga izingane ezimbili ephilay o nefileyo ,ayi cc umqondo wakho ujulek kakhulu ukthwele uJehva ubizelwe kulomsebenzi♥️♥️♥️♥️

  • @NoziphoMkhize-de6we
    @NoziphoMkhize-de6we 2 месяца назад +12

    Mnikeni Bakithi isongo lakhe uStetelegu ungenelela kucace Siyabonga…ulaka kuBoetie manje lwabhoka ngamandla yini lena ayizuzayo ngoGogo bekungalunganga kwakhona ukuthi aphiphe uMama wakhe ngiyaphika…❤❤❤❤to you Stetelegu wethu🙏🙏🙏wena wayenza Psychology Stru buka🤞🤞🤞

    • @ThandiNdlovu-t1n
      @ThandiNdlovu-t1n 2 месяца назад

      Ungasashongo ngempela lento isishiya nemibuzo eminingi🤞

  • @Phila-t5u
    @Phila-t5u 2 месяца назад +50

    Malume yekelani ukuhamba nifunela ugogo imithi ezangomeni. Ugogo unamahlalakhona udinga iclinic hhay imithi yezangoma. Yizo lezangoma eziniqhathayo ngoba zenuka abantu.

    • @HloiMollo
      @HloiMollo 2 месяца назад

      Excatly

    • @SibusisoNkosi-yo5om
      @SibusisoNkosi-yo5om 2 месяца назад +2

      Yiqiniso elingephikiswe lelo ngivumelana nawe kuleyondawo. Abaphume ezangomeni ziyawudunga umuzi esikhathini esiningi

    • @ntombizethumiya5866
      @ntombizethumiya5866 2 месяца назад

      Ngivumelana nawe phila t5u izinyanga ziyaxabanisa umthandazo ubalulekile bantwana basekhaya anginijaji, ngifisa ugogo alulame nani nixolelane🙏❤️

    • @ThembeniAletta-cw8vo
      @ThembeniAletta-cw8vo 2 месяца назад

      Ngivumelsna nawe phila ziyawuxova umuzi

    • @sbusisombatha-bd1to
      @sbusisombatha-bd1to 2 месяца назад +1

      Akukho sangoma esixhova munzi laaa amandodakazi engafuni ukugana nje yiwo amosha umunzi

  • @JABUNDLOVU-cm4nr
    @JABUNDLOVU-cm4nr 2 месяца назад +10

    Mina bengithi ugogo akabuzwe naye mhlampe bekunga gcono la kubagwa imali ukhululiwe ube neprade yokuthi uyena obesebenza imali uyayazi kakhulu kodwa waze wakhuluma kahle umalumeka uymbona nje ungumama onenqiniso siyabonga sisi Stetelegu❤

  • @fiona8531
    @fiona8531 2 месяца назад +14

    Awu, Stetelegu uyimbokodo wena ❤❤❤❤. Besingikhala ngoba uma wami wayebhekane nesimo esikanje. Ngalwa mina, ngabanikeza iCard likama ngoba yilo abelifuna, kodwa bengakwazi ukumnakekela. Ngathi ngiyamthatha kodwa imali ye government angiyidingi. Ngifuna uma ahlale kahle ekhululekile 😢😢❤❤

  • @solanindlovu2688
    @solanindlovu2688 2 месяца назад +8

    ❤❤ Ntokazi yako Ndlovu phansi khonane kwele Zimbabwe sengikhona dadewethu

  • @MariaDlou
    @MariaDlou 2 месяца назад +1

    Ste Waze waluphatha Kahle lodaba kwangathi bangaxolelana usisi nobhuti ..syabonga sesi Ste you the best❤❤❤

  • @MasekoMaseko-d3e
    @MasekoMaseko-d3e 18 дней назад

    Dudlu Ntfombatana Stetelegu ngicela wena ucobo uzo tetelega lakhaya kitsi CC usuku oluhle Ntokazi yakwa Ndlovu♥️♥️🙏

  • @zandiledube9235
    @zandiledube9235 2 месяца назад +3

    Stetelegu sethu 💋💋💋🥰🥰🥰🥰❤️❤️❤️❤️🇿🇦ngikuthanda🎉ukufa maGatsheni ukhaliphile sbutubutu 🎉🎉……inzondo ephakathi nalomndeni inkulu ifana neyami khona izinto ezingaxazululeki kusuka kude lokhu

  • @proudlysa774
    @proudlysa774 2 месяца назад +28

    Angikaze ngimbone umuntu ephethwe izinyo ekhuluma kanje 😂😂

    • @thandazah
      @thandazah 2 месяца назад +1

      Nami 😂😊

    • @mazeet247
      @mazeet247 2 месяца назад +3

      😂😂 selincono

    • @zandiledube9235
      @zandiledube9235 2 месяца назад +3

      Ubengaphethwe izinyo Lo 😂😂😂mama

    • @SiphoSibiya-m8n
      @SiphoSibiya-m8n 2 месяца назад +2

      Uyambona nje lo uzinyo isichwensi uwumakoti yena bekngamele athamele udaba lomndeni wala aganele khona kusho ukuth uyabhebhezela udlame nendoda uyaylawula

    • @ThandiNdlovu-t1n
      @ThandiNdlovu-t1n 2 месяца назад +1

      Uphethwe izinyo lokusa nje loxovizwe nx😪

  • @NONDUMISODLAMINI-hj5qq
    @NONDUMISODLAMINI-hj5qq 2 месяца назад +16

    Mmm kwaze kwanzima kulomuzi labantu abaphikiswa kwabona sebelwa ngogogo manje ugogo mayethi kuryt kwaKhimalo akaphindiswe khona ukuze alapheke inhliziyo🙏🏽

  • @kgomotsomohapi3258
    @kgomotsomohapi3258 2 месяца назад +7

    Steteleku really ur gifted ur the God sender wa skhipha ugogo e jail, umakoti menemene aga akhi u ya bhihlisa sis as a women she can't help her mom in law hama wena MA uye GA Khumalo 💚I LOVE U SO BIG BIG 💚I'm watching from Kagiso/Krugersdorp

  • @PartriciaKunene
    @PartriciaKunene Месяц назад

    Well done gerlo usebenzile ndlovukazi

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf 2 месяца назад +6

    Ngiyamthemba umakoti bandla❤❤❤❤❤

  • @vuyolethuduze2523
    @vuyolethuduze2523 2 месяца назад +7

    Watching from EBhofolo EMazoka location eastern cape Ndlovukazi yesizwe

  • @onkabetsesepeng7433
    @onkabetsesepeng7433 2 месяца назад +26

    Ijulile 'mpela inkinga ya lomdeni kodwa ngithanda ukuthi banikana isikhathi sokukhuluma.... They are good listeners.

  • @fiona8531
    @fiona8531 2 месяца назад +4

    Well done, Stetelegu. Akaze umama for her best of interest kuyadingeka azikhulumele. Ngoba ngenzeka bonke bayifunela imali kagogo. Umbize ugogo akuna nkinga loma engakwazi ukhuluma

  • @nosiphosomniso7533
    @nosiphosomniso7533 2 месяца назад +10

    Ugogo uyazikhulumela kahle nje her memory is ok, ubhuti kuningi akufihlayo.

  • @NogcinaMdanyana
    @NogcinaMdanyana 2 месяца назад +1

    Sawubona Stetelegu
    Inkinga enkulu la umndeni lo ufake kakhulu abantu banga phandle ezindabeni zabo loko akulungile ngoba kukuletha isitha noma izitha masifunde ukuthi singakhiphi indaba zaskhaya kubantu bangaphandle L mndeni uziqedile wona ngokwawo masiqaphele umuntu wangaphandle kuningi kodwa Stetelegu ngishiyela wena ulungise nje ngoMlungisi i salute to you my Sister❤😢

  • @NompiloMhlongo-bm2pg
    @NompiloMhlongo-bm2pg 2 месяца назад +1

    Mina ngizthandela mlomo wakho steteleku❤❤❤ bese Kuba malume ai musa kukholelwa kakhulu enyangeni

  • @SusanSishi
    @SusanSishi 2 месяца назад +10

    Ukhululuwe nje ukhohlakele mubhekisiseni uze uyahleka ikhona indaba angeke aqambe amanga kodwa indaba futhi iyamdinga ugogo

  • @ntandokazikathixonkabinde5192
    @ntandokazikathixonkabinde5192 23 дня назад

    Watching from bethal e mpumalamga

  • @ThuliMbuyisa
    @ThuliMbuyisa 27 дней назад

    Well done ntombi❤️❤️❤️❤️❤️❤️ umsebenzi omuhle

  • @enestnkala8942
    @enestnkala8942 25 дней назад

    ❤ ngiyakuthanda stetelegu uyambuza umuntu

  • @ThokozaniHlatshwayo-z2n
    @ThokozaniHlatshwayo-z2n 2 месяца назад +6

    Ngyakuthemba cc masekufike wena kuyalunga❤❤❤❤🎉

  • @ThandikhayaBusakwe
    @ThandikhayaBusakwe 2 месяца назад +3

    Sbuka-buka sentokazi......watching from George eThembalethu (Gushindoda)

  • @NoziphoMkhize-de6we
    @NoziphoMkhize-de6we 2 месяца назад +11

    Ngaze ngamthanda uMalumekazi Uwunkosikazi owafika ukuzokwakha umuzi okwangampela…Khululiwe nonina bamhlukumeza loMalumekazi efika ezogana manje uGogo uyagula inzondo inde,indala igqumene kubona bobathathu uGogo,indodakazi yakhe noMakoti wabo…Inhlambuluko edingekayo kulomzi if kukhona abakwenzayo ngendodana yaMalumekazi eyashonayo bahlambuluke kuxolelwane…uxolo nje oludingeka kubo bonke labantu inzondo yomuntu wesifazane ijule kakhulu iyazibopha izinto…

    • @NorahHlatshwayo
      @NorahHlatshwayo 2 месяца назад +1

      Yini le enza uMalume engavumi noGogoukuthi uStetelegu ambone,NAMI ngiyamthanda uMalumekazi,uhlukunyezwe kakhulu wuye uGogo NENGANE YAKHE uGogo esaphilile Konke lokho kwadala inzondo.uMalume uyayibalekela imibuzo. U Aunty akazwakali Kahle kukho Konke afanele akuchaze

  • @fikilendlovu220
    @fikilendlovu220 2 месяца назад

    The one and only Stetelegu intokaz yakwaNdlovu 🥰🌹👌

  • @ZonkeZibani
    @ZonkeZibani 2 месяца назад +13

    😢😢ubhuti ukholelwa kakhulu ezinyangeni lokho kuzobaqhatha kakhulu

    • @ImeldaNgcobo
      @ImeldaNgcobo 2 месяца назад

      True

    • @zandilesangweni5426
      @zandilesangweni5426 2 месяца назад +1

      Ngibona leyonto nami

    • @Manelimbongwa
      @Manelimbongwa 2 месяца назад

      Ngisho kubuzwa ukuthi ziyeza yini ihlobo zakhe ukuzombona , ubhuti uphendula ngokuthi zikhona izangoma akukho nesodwa eseza sizomkhothisa

  • @NondumisoMtetwa
    @NondumisoMtetwa 2 месяца назад +5

    Asambe mbukeli puuuuuuuu ave ngkuthanda Stetelengu sethu 🎉🎉❤❤❤❤❤❤

  • @Phila-t5u
    @Phila-t5u 2 месяца назад +13

    Stetelegu le family inenzondo ejulile. Inzondo yabo idalwa ukukhuluma kwakhe usisi nobhuti wakhe kanye nomama ongenalo iqiniso. Nalento yokuthanda imithi nokukholelwa kakhulu kuyona iyawuxova umndeni.

  • @thokozanintinga3560
    @thokozanintinga3560 2 месяца назад

    Siyabonga Stetelegu ngomsebenzi owenzile wakhipha ugogo enkingeni uNkulunkulu akuvikele akuphe amandla amasha nabavikeli bakho wenze kahle nondodakazi ukunibiza nizozibonela🙏❤

  • @portiantoe571
    @portiantoe571 2 месяца назад +1

    Let's give Sitetelegu 🎉🎉🎉siyabonga kahambe gogo koKhumalo .lomakoti yindoda lapha ekhaya

  • @SmaCateringdeco
    @SmaCateringdeco Месяц назад +1

    Ufuna imali kagogo lobaba akahambe eyosebenza

  • @juliamokoena4094
    @juliamokoena4094 2 месяца назад +3

    The 🦁 lioness mbokodo cc Siyabonga sthandwa sami mbokodo Yami I ntokhazi yakwa Ndlovu ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉 umuhle cc

  • @NtombikhonaZandile-wf9ny
    @NtombikhonaZandile-wf9ny 2 месяца назад +25

    Khululiwe nogogo yibo nje abakhohlakele noma koti babengamfuni shuthi khona babemfuna,Cha kdwa makoti uyakwazi ukubekezela

  • @MariaDlou
    @MariaDlou 2 месяца назад

    Ngiyetelega nawe ngiseGoli sthandwa sami❤❤...asambeeee mbukeli🔥🔥

  • @marthamabena4550
    @marthamabena4550 2 месяца назад +4

    Stetelegu do your excellent job odumengako kodwa ungamshiyi ugogo la makaye la yena afuna khona or ye ku old age home
    Keep it up The good work stetelegu ❤❤❤

    • @stetelegu1591
      @stetelegu1591  2 месяца назад

      @@marthamabena4550 waya la afuna khona wathi meqhamuka wakikiza udadewabo kwamnandi kwanenhlokomo bemamukela

  • @SibongileCotho
    @SibongileCotho 2 месяца назад

    🎉🎉 Stetelengu wenze kahle wamnkisa ugogo pha ngoba umakoti lo hy indaba yakhe ayikho❤

  • @simangelenyanda5158
    @simangelenyanda5158 Месяц назад

    Hhay Stetelegu maan! Uvele uyihlabe esikhonkosini.

  • @jabuliletshabalala4758
    @jabuliletshabalala4758 2 месяца назад +3

    Kodwa sthando sam kade ngikukhubule bakith muntu omuhle ❤❤❤❤❤l

  • @NombuleloNtuli-mo7jg
    @NombuleloNtuli-mo7jg 2 месяца назад +4

    Asambe mbukeli tetelega nami ayi ngikthandani uyayenza into yakho ntokazi❤

  • @ndodaZwane
    @ndodaZwane 2 месяца назад +1

    Stetelegu. Syabonga. Ihlelèkile. Intoyakho. Akubangiswana. Banikana. Iskhathi ekukhulumeni

  • @siphelelemsomi3213
    @siphelelemsomi3213 13 дней назад

    Wsyabonga Gatseni❤

  • @juliamokoena4094
    @juliamokoena4094 2 месяца назад +1

    We love you cc stetelegu you help people wow thank you are ⭐💯🎉🎉🎉 you deserve this ❤❤❤❤❤❤❤

  • @mjsd4245
    @mjsd4245 2 месяца назад +5

    Cha iyezwakala,usisi akazwani nomfowaba ngobe engathandi umkhulawakhe.Inkinga inalosisi akacolise kumfowabo nosikoni wakhe babuyisane

  • @NonhlanhlaDlaba-r2r
    @NonhlanhlaDlaba-r2r 2 месяца назад

    MaGatsheni okuhle kodwa ,asambe mbukeli❤❤❤

  • @MariaDlou
    @MariaDlou 2 месяца назад +1

    Kamnandi ukuthi sawbona kubhlungu ukuhlukana ❤❤❤

  • @amohnonkosi1904
    @amohnonkosi1904 2 месяца назад +7

    U Khululiwe uyinkinga shame noma kungathiwani

  • @dlaminizakhele3117
    @dlaminizakhele3117 Месяц назад

    Stetelegu u are my hero

  • @MasekoMaseko-d3e
    @MasekoMaseko-d3e Месяц назад

    Ngiyawufisa lomlomo wakho sengiwukhothe. Cc. Sitetelegu ntokazi yakwa Ndlovu l Love you❤❤

  • @noreenm5018
    @noreenm5018 Месяц назад +1

    Ijulile kakhulu lento. Kodwa inkinga enkulu ukungazwani kwama siblings. Kanti nesinkinankina yalabo abathi bayabona, abaqathi abakhulu in this case.
    Ukunakekela umuntu ogulayo is full time job, extremely exhausting, mentally draining etc.
    Ubani onakekela ugogo kwaKhumalo? Has those people mentally prepared themselves for the care challenges?
    Gogo's bedroom was clean and its looked like a conducive environment to live. I fully understand, Gogo's feelings had to be considered.
    UMakoti is considered a vilian, emanates from ukuhlukumezeka kwakudala and continues... I don't blame her for ukulahla ithawula when its comes to caring for ugogo.
    The brother is doing a splendid job.
    Now really talk between the siblings and the whole family is critical. Ubani uyongcwaba ugogo and uyongcwatshelwa kuphi.
    Ngiyathandaza ubhuti nodadewabo bathelelane amanzi, then Makoti issue will automatically be resolved.
    Kuyabiza ukunakekela umuntu ogulayo. U R2k akusiyo imali engenza ukuthi ufune to take care of a sick person. Leyokuthi uNkonzo uthathe umama wakhe ngoba efuna uR2k, hhayi eyenzi sense leyo.

  • @MasekoMaseko-d3e
    @MasekoMaseko-d3e 2 месяца назад

    S5etelegu ntokazi yakwa Ndlovu❤ ngya ku tsàndza sbhuklabhukla

  • @NonhlanhlaMaphumulo-k9y
    @NonhlanhlaMaphumulo-k9y 2 месяца назад +4

    Ngizokubuka ntambama after work Stetelegu , thank you for the episode

  • @SihleSijadu
    @SihleSijadu Месяц назад

    Phakathi inside, Mandlovu wethu . Istetelegu sikazwe lonke.❤

  • @NompumeleloXulu-qw1iu
    @NompumeleloXulu-qw1iu 2 месяца назад +3

    Ngithathe Stetelegu much love watching from Chicago

  • @BridgetDube-o6s
    @BridgetDube-o6s 28 дней назад

    My sister yr my QUEEN best Presenter ❤❤❤

  • @MzohMncwabe
    @MzohMncwabe 2 месяца назад +6

    Ey Sisi Steteleke ngifisa uNkulunkulu akubusise miningi imndeni ingezwene kodwa ufike kubekhona ushintsho ngikhumbulanje elamonti lapho babesho ukuniqeda namagadi wakho kodwa kwagcinanina sisi ey ukhule sisi🙏🤝💝💝💝

  • @NoziphoMkhize-de6we
    @NoziphoMkhize-de6we 2 месяца назад +6

    Khululiwe ntombi funa istandi wakhele abantwana bakho nivakashelane noMka womfowenu kuzoba ncono…Haibo uGogo ugezwa indoda ekhona umfazi Hai ke lapho ngiyaphika Malumekazi khulula inhliziyo umohatje kahle uyoliqula yedwa icala lakhe lapho kuthethwa khona amacala…

  • @mawethumhlontlo
    @mawethumhlontlo 2 месяца назад +5

    isitetelegu sethu uliciko cc ngaske kuthiwe buyindoda i lv you cc

    • @SihleSijadu
      @SihleSijadu Месяц назад

      Uyazi nami , I wish she was a man . Uchithiwe umqondo wakhe.

  • @NamhlaMfobo
    @NamhlaMfobo 2 месяца назад +4

    Ngiyakuthemba Sbukabuka you are going to solve this family matter ❤️

  • @LilianMajeke
    @LilianMajeke 2 месяца назад +1

    UYASEBENZA STETELEGU SAMI OMUHLE❤BIG 🆙 NTOKAZI UNOBUHLAKANI OBUNGAPHIKISEKI FUTHI UNESINEKE❤HLALA UBUSISEKILE😊NGOMUSA KANKULUNKULU 🙏

  • @CynthiaMkhwanazi-p9x
    @CynthiaMkhwanazi-p9x Месяц назад

    Lokhu ngibabaze njalo umuntu phethwe yizinyo. Vekhuluma kangaka😂😂😂😂

  • @nombuyiselomthembu307
    @nombuyiselomthembu307 2 месяца назад +2

    also umakoti ay big up sisi, uyimbokodo syabonga ngoku nakekela u Mah,

  • @MxolisiNgwenya-dz3zm
    @MxolisiNgwenya-dz3zm 2 месяца назад +3

    Aunt akukho akuvumayo konke kuye amanga, kusho yena akanalo iphutha isgebengu lesi sentombazana usibona ngokuba sisineka kancane 😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @ThobileMajiya
      @ThobileMajiya Месяц назад +1

      Iqiniso lelo mybe wayefuna ubhuti wakhe ashade nomngani wakhe 🚮

  • @lungilesibisi6223
    @lungilesibisi6223 22 дня назад +1

    Umakoti noAunt umjuda nomsamariya😊😊

  • @lindiwe-t3x
    @lindiwe-t3x 2 месяца назад

    Yisoleso skhathi,asambe mbukeli❤❤❤

  • @NkosazaSukwana
    @NkosazaSukwana 2 месяца назад +4

    Teteleka Mandlovu😂😂, it's a long story , ndiyakuthanda ngokungenelela kwiintsapho ezingovaniyo, asiyiyo leyo kuphela sibaninzi kelonto akho nesizathu esibambekayo ❤❤❤🎉🎉🎉🎉

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g 2 месяца назад +2

    Durban Central here Nice episodes🎉🎉

  • @MpumeThwala
    @MpumeThwala 2 месяца назад +11

    Bhuti nje uwenzile msebenzi kugogo .makoti shm ubekezelile.kubuhlungu kodwa into eyenziwe kubhuti after umsebenzi omngaka awenzile..ukhululiwe ubolile nje 😢 kodwa one day kyobuya sekphindiwe kuye .bekmele abongwe Bhuti uknakekela mama wakhe ewu muntu weslisa..Nkulunkulu aze ambusise ngisho isizukulwane sakhe ngeqhaza ephipha egeza mama. Khululiwe udoti

    • @balungilemchunu5216
      @balungilemchunu5216 2 месяца назад

      Isalakutshelwa libona ngomopho khululiwe

    • @ZukiswaBelani
      @ZukiswaBelani 2 месяца назад

      Syabonga stetelegu uyasebenza Cc wami well done

  • @MballyMokwena
    @MballyMokwena 2 месяца назад

    hay kuningi la Nkosi yam Thixo ngenelela 🙏

  • @thabilemsimango8802
    @thabilemsimango8802 2 месяца назад

    Udinga imbongi mtanami,uyiqhawe.Ngakhubeka bekwebele izinsizakusebenza,kodwa waqhubeka Nkunzi kayihlehli😀UThixo akuphakamise njalo xamu kavinjelwa.Ulusizo esizweni🙏❤️

  • @wilsonNhlabatsi
    @wilsonNhlabatsi 2 месяца назад +1

    Ayii uyazazi u anti boo ubona nje ngisho amehlo ayo

  • @ntandokazikathixonkabinde5192
    @ntandokazikathixonkabinde5192 23 дня назад

    Makabuyele kakhumalo 🙏🙏🙏🙏

  • @siyabonganonkosi
    @siyabonganonkosi 2 месяца назад

    President wenkinga inkinga ehlula imindeni wena awuhluleki ❤❤❤❤❤❤❤❤❤siyafunda kakhulu kuloluhlelo lwakho

  • @nonkululekogcabashe9488
    @nonkululekogcabashe9488 2 месяца назад

    Cha ntokazi uNkulunkulu ukuthembile ngokusiza abantu. Ngiyakuthanda ntokazi yakwaNdlovu❤ qhubeka ntokazi sihamba nawe yonkindawo

  • @BekezelaNdlovu-r7e
    @BekezelaNdlovu-r7e 2 месяца назад +5

    Watching from 🇿🇼🇿🇼 nghamba lawe ntombi yakoNdlovu

    • @diwaunitymasuku4548
      @diwaunitymasuku4548 2 месяца назад

      Igama ne sbongo sakho sifana nesika Mamncani wAmi

    • @BekezelaNdlovu-r7e
      @BekezelaNdlovu-r7e 2 месяца назад

      @diwaunitymasuku4548 kkkkkkk ngcono uhle ungthathe ngibe nguye mntanami

    • @diwaunitymasuku4548
      @diwaunitymasuku4548 2 месяца назад

      @@BekezelaNdlovu-r7e once ngeke phela ngiyeke umamcani wami sengihlangane naye kwa yiutube

    • @BekezelaNdlovu-r7e
      @BekezelaNdlovu-r7e 2 месяца назад

      @@diwaunitymasuku4548 🤣🤣🤣🤣🤣

  • @khanyisilemtshali2596
    @khanyisilemtshali2596 2 месяца назад +2

    Ugogo owaba nemfundiso embi ku Khululiwe.

  • @lethiwemngadi6080
    @lethiwemngadi6080 4 дня назад

    Syabonga sttlgu❤

  • @azonvilakazi5934
    @azonvilakazi5934 Месяц назад

    Uyasebenza ntomb' nkulu.

  • @thononomamkhize8450
    @thononomamkhize8450 2 месяца назад +7

    Inkinga yalomnden balale la abantu bangaphandle kakhulu kanti Ave beqhatha angiphathike uma beke babona kuth anizwan bangena ngempela

    • @Tellie-s2k
      @Tellie-s2k 2 месяца назад +1

      Lina libanga impentsheni kagogo icard lihlala kubani

  • @FreedomCelimpilo-kg4cd
    @FreedomCelimpilo-kg4cd 2 месяца назад +1

    Ay Stetelegu ❤❤ay ngiyakuvuma kuwo wonke ama show akho

  • @JuniorNephawe-u7w
    @JuniorNephawe-u7w 2 месяца назад +13

    Yes girl ngikhona izanendaba mina ngizanendlebe ngilalele bigup ndlovukazi ❤❤❤❤ngikuthanda🎉🎉🎉

  • @manelizabuhle8515
    @manelizabuhle8515 2 месяца назад +1

    Ngikwethulela isgqoko stetelegu uyawenza msebenzi wakho sisy❤❤❤

  • @samkenkabinde675
    @samkenkabinde675 2 месяца назад

    Kodwa into engithanda ngawe wenza sho ukuthi ushiya ukuthula noma kuvutha amalangabi ucishe phambili Steteleku ❤

  • @sibisinelisiwe61
    @sibisinelisiwe61 2 месяца назад +2

    Watching from pinetown kwaNdengezi

  • @AutoniaMvelase
    @AutoniaMvelase 2 месяца назад +3

    Uanty ungikumbuza owami uanti banje nake my aunt has never loved my mom bafuna ukuphatha emakubo noma sebenganiwe indodana okuyona endala ithathwe kancane behlangene nabo o gogo kunga nje kwimizi eminingi

  • @glorious644
    @glorious644 2 месяца назад +2

    Ngiyakuvuma MaNdlovu uyayenza into yakho futhi unesibindi nesineke. Keep up the good work girl❤

  • @YoliNdamase-my6ez
    @YoliNdamase-my6ez Месяц назад

    Yhu Sthethelegu sana, wenza kakhulu❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @LongodeMthiyane
    @LongodeMthiyane 2 месяца назад

    Ugogo utahande uKholiwe kakhulu ngobemtjole ngaphandle ugogo u wrong nangokuzonda❤umakoti koti womelele loskwiza wakho ilendawo ethi umenzi uyakhohlwa imenziwa akakhohlwa

  • @cindynzama4718
    @cindynzama4718 2 месяца назад

    Asambe Stetelegu sam ngikuthandan maGatshen yoooh❤🎉

  • @NandiphaKhunju
    @NandiphaKhunju 2 месяца назад +4

    Eastern cape Dutywa Mputi Xeni ndkona❤❤

  • @FreedomCelimpilo-kg4cd
    @FreedomCelimpilo-kg4cd 2 месяца назад

    Uphika konke "phila njan ungena ba ngan

  • @scebihlatshwayo4036
    @scebihlatshwayo4036 Месяц назад

    Ukhululiwe uyena obhedayo ikhanda lakhe ligcwele mthembu..
    Nkonzo 100% right inkinga emshayayo kwakhe ukuthi akahlali namuntu..

  • @CeciliaMtshali
    @CeciliaMtshali 2 месяца назад +1

    Watching from eGoli JHB Mandlovu ngiyakuthanda ma wami ngumama kimi u Mandlovu

  • @NonjabuloMbhatha
    @NonjabuloMbhatha 2 месяца назад +1

    Yooh 🙆Stetelegu uyi super star mtakwethu ngyaku ncanywa uyayishaya into yakho u deserve a whoooooh shem Ka Somizi💋💋❤️