EPISODE 230 / KWASHONA UMNGANI WAKHE BEDUTSHULWA YENA WEQA ESBHEDLELA OWASHIYWA UMAMA WAKHE EMNCANE
HTML-код
- Опубликовано: 7 фев 2025
- Contact Mp TV1
Calls 081 513 5606
Whatsap 071 281 7509
Social media platform MP MKHIZE DA BEE
For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
👇
/ @mptv1
Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali
For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
👇
ruclips.net/channel/UCAyS4KFEDFawnGHfbykFOkgjoin
This guy professor he is the best I wish he recover from this addiction...n I hope for episode 2 yakhe lomjitha
Part 2 ,part two please 🎉
What is he the best at if you don't mind me asking
Ngiyafisa ukumthola lo mfwethu ake azosifundisela i community,indlela akhuluma ngayo kukhulu okungafundwa abantwana bethu
Ngyafisa ukuthola imininingwane yakhe n loko kungamenzela i business as the motivational speaker
He is very powerful🤞
Uphethe into eshelelayo namhlamje proff...imnandi iqala le show
The way he's so smooth with his talking Proff doesn't even get a chance to ask questions 😅😅.
Waze waxox kamnand bakity babawakh nj kwakumel ahlal naye angamlahli
Mfowethu kona akukho lula ngiyistepmother but mawunesneke futhi ungayibheki ngeliso lokuthi angiyzali ingane kungaryt cz vele igazi lendoda yakho kwamele uythande futhi uynakekele mina nghlala nayo futhi angfuni lutho ngayo ingane ize ithi ngfuna ukukbonga mah but ngayitshela ukuthi ayingkweledi lutho cz sizenzela thina singomama angeke siphile forever so ngenzela nami ukuthi omunye umuntu akwazi ukunaka ezami iyngane ngelinye ilanga ❤❤❤❤
Ngyabonga cc,uMvelinqangi akubusise🙏
@@lindiwerosemary9736 thank you 🙏 ❤️
Waze wamuhle umbuzo kwenziwa yini ungakwazi ukuhlala nabantu zinuke amakhwapha wena mfana wami kodwa loku kovela .kodwa step mother wakho awukaze uhlale nje naye uqambela umawakho wena tshela abantu iqiniso ngiyamazi step mother wakho akayona intando Kazi yami kodwa udlala ngaye wena Musa ukusola abantu ngokuziphatha kwakho unamanga furniture lempilo kuyayiwa kajesu wena kozwakala mfana wami omakhelwane bayalazi namanje yibo abathe asibuke tube ukhohlakele shame ngiyakubonga
Ngyamazi lomfana and kade aqala ukuba nje nkoc yam esamncane 😢
Umuntu onjan?
Nami ngyafisa ukwazi ukuthi umuntu onjani yazi
Road to 100 000 subscribers!!
Yazi proffesor mfth selokhu ngilandele lohlelo selingenze ngafikelwa ukuwaxolela amaphara Izinto azenzayo, inking iwunga proffesor idimoni leliya akusilo drugs I swear proffesor
Loluhlelo selungisize ngakwaz ukyeka ugwayi 😂😂🤞🤞
Very articulate my guy
Modimo a le etse hantle Prof
Truly umama ubalulekile empilweni
Ele hore maphara a Basotho hayo?
Le ndoda iyakwazi ukuxoxa ,kwangathi nabanye bangaxoxa kanje
Awasekho amantombazana kanti Professor.
Wakhuluma kahle lomjita mayeth asisondele ezinganeni zethu sazi kuqhubekani ngazo
Ngikhona angithi "yaybo lonto "❤❤❤😂
Proff where are the ladies?
😂ayi siyabona cc ukhona ngemphela
@@Madudo_Mvuna ❤️❤️😂😂😂
Yaybona mfethu😂😂😂😂😂
Sika nje my sister yaybo lonto
@@freedomofspeech- yebo bhutiza
Uphi zakhele professor
Yavele yopha inhliziyo yami uma umfana echaza impatho ukukhethwa kwezingane 😢😢
Yaa nee nathi singabazali sinesandla ekubeni izingane ziyohlala emgwaqeni
Uykhetha kanjani ingane ebaleni wes incane😒
Ay le channel iyagindisa,ngathi angasizeka umfowethu
Umbuzo wami uthi ukhone kanjani ukuhlala ejale 5 yrs without iwunga
Thanks!
Lol ey uyahlekana uProfessor sengike ngihlekiswe ukuth uyahleka nami🤣
Ngicela ukwazi ukuthi uphilani shongwe xaba waphelelaphi
ngajabula kuyibona ibuya lensizwa an ibukeka ingaphuma kulolusizi ingakhona ukusebenza ngokudayisa ngba inomfutho
besengicela ukubuza uZidumo kaZipheli Sidumo kwagcina kanjani kazipheli
Present My Buti ❤️🙌 ngizwa i ummmph ngasavula nje🎉
Sifuna uZakhele Mkhize😢
Umdinga nin ?
Iyakwazi ukuphendula imbuzo lensizwa mayingashongo ukuthi ibhema wunga akekho ongakucabanga lokho inkinga esinayo kunzima ukulapha uhlanya olunolwazi ngoba ilona olukutshela ngamaphilisi alo njengami sebengi motivator kakhulu osinawane ngigcine ngibona ukuthi rehab ayinawo amandla kubona makungavulelwa ngesibhaxu ukhona umehluko ongenzeka😢😢
Uthixo awqhubezele phambile umsebenzi wakho mr pro. Ngifisa ngathi singamnikeza ithuba upro. Singamphazamisi kwivision yeshow yakho coz umuntu nomuntu uba nevision yento ayqalayo and kukhona abanye ngempela abangakwazi ukubeka kahle istory sakhe but uma ebuza imibuzo kubelula ukuth aqhubeke nodaba lwakhe
Nice one bhut 'Proff... 👌
kulezinsuku sithola uswidi wodwa 😍
Ingane baphi ogal angisababoni kuloluhlelo or sebeziphethe kahle?kanti samgcina umuntu weaifazane layikhaya
Sengikhona Proff sila ngezansi
Umnatsise lamanti phela prof
Professor wavala ngempela yini usdumo
(uSdumbu)umuntu olahlile.. like an easy target
Sicela n cc bhuty wety siyabonga n bhuty khulume kahle cela abuye party2
Yakhuluma ndoda yaphinde yasinika nesifundo ngajabula mingaphinde ibuye
Phakathi inside Proff
Bakithi akesizinike uthando izingane uyayizala awuyizali asizithande zonke izingane ngoba uma ubheka nje eziningi zibulawa yithi ngifisa lenkulumo yakho ifinyelele kulezingane ezincane eseziqala ukubhema khona zizoyeka
Phambili prof
Professor, uphi uZakhele, uSdumo noPhilani, how are they doing?
yey mft nami bengisabuza ngaye uzidumo kazipheli ngiyafisa kuthola or inambazakhe loyabhuti
I pray he gets the help he needs 😢
Signing in❤❤❤bhudi proff
Kodwa Professor,sengihlekiswa indlela ohleka ngayo 😂😂😂😂
Aw madoda Vruu Pa 6 pipes yagijima lendoda ihamba ku fast lane🔥👌
Ngeke ngisabanjwa inkunzi ethekwini sengibazi bonke ngamagama or ngithi ngizokutshela u Professor
Ngingamlalela usuku lonke😂😂😂
Waze wanamanga thobani ayophela amahlathi ngalamanga akho pho wawungifonelelani usejele kulungile nomah useyizwile into ubuyisho kodwa iqiniso liyovela
Awunabe sisi inamanga ngani lengwenya nami angiyithembi khona kungahlangani ngestory sayo?
Sebeqedile Berea centre laba🥺
Hi,part 2 professor please
Gcwabe 🙏
mfoka mkhize wagcinaphi uSdumo ngoba wathi ubuyela ekhaya
Phakathi inside Prof sicela nabo gal babuye ke sizwe nabo
Manje nibuye niphinde into eseniyikhulumile,Funeka futhi singaweqi ama ads.
Professor muph uNhlanhla wasithembis ukuth uzobuy nay sicel upart 4 wakh
Le wounga yakhona!!!😂😂😂
But he look innocent
Uyayibo leyonto😂😂
Professor baba
😢 ka maskandi 😂 ziyabuya laphan 😂
Khabazele izandla zidlula ikhanda.
Phakathi inside 😂😂
Ahh Mkhaya wam
Ngiyasho ngingasamboni LA e loxion lomjita😮
"Ubheke phezulu unyawa amadolo"😂😂😂😂. Proff didn't mean to say that.
Udakwe iwunga lo uphinda into eyodwa
Part 2
Sicela uMsomi
Uyayibona leyonto
Hello Mkhize how a broo
Whos from tik tok
Me
😂😂😂yimina lapho akusaphumeki
Shame uThixo uzokusiza bhuti
Why this guyz when the telling story they repeat thks word "yayibo leyonto"
Lo mfo uphiwe ukukhuluma and uyezwa nobuhlakani bukhona
Bengifunda naye
Yemadoda
Kodwa Nkosi yami
Phakathi inside
Lidayisa kanjani iphara nge zinqa ngoba abagezi hlezi ne dirty
😂 ba ya geza in public toilets or ku ma drain
Ayikho nje lento yakho awuzwa nje wena noma ngabe wayekhona umawakho wawuzokwenza ngoba uyeke isikole obhuti bakho bekuzama ngoba befuna ube nekusasa elincono ingane nje mayizimisele ngempilo ngisho ingahlala nobani iyaya esikoleni kunengane ezikhula zihlala zodwa kodwa ziyaya esikoleni wena wawenza ukuhlaksnipha wenza obhuti bakho izilima bezitshela ukuthi uyaya esikoleni ningidina kabi nje ngoku bamba abantu inkunzi buka nje lobhuti usene scar impilo yakhe yonke ngenxa yenu ncono Kuba nawe awuphumanga nawe niyadina nje
Lokish 🫡 4027
Skoolmate wam
Ngicela ukwazi ukuthi uphilani shongwe xaba wagcina elithitholile yini usizo