@@chevytahoe9913 ngyabonga ngike ngizwe nami but ayikho nje inyanga ephumela obala ngawo babhizi nendaba yezigubhu nemkhovu namaboyz , nokucupha nodlisa , namaphupho kanye nama futha esadawana iyona into abamandla kuyo ukuchaza nawo abaphumele obala ngawo syafuna ukuzwa ukt enzani kahle kahle yes ayasenza isthunzi and nginobufakazi balokho but we that information ngawo , like izigubhu ezikhulumayo , nezingakhulumi , le eyamafutha abayithivu , ancono wona Aya afford ka awafani namafutha esadawana , umdlebe, or isgubhu Ake nje baphumele obala ukt asebenza njn mahle kuph mabi kuph , .......
Dr Njongo uqinisile lapho idlozi vele aliceli nhlanhla ku Nkulunkulu
Mapholoba unjongo wangphoxa Akazi ukuthi konke osikuthola ethongweni Sisuke Sikunikwa umvelinqangi. Kodwa umvelinqangi ukunika ithongo. Ithongo libese libese libusisa umndeni walo ngesipho sikamvelingqangi. These are all our angles ngolimi Lasekuhambeni
Y izinyanga kucoka I Fabian
Siyanibingelela pholoba nodr
Awuzakali pholoba
Mc pholoba bengicela nje inyanga eyodwa ozoke ichaze ukt amafutha ebhubesi enzani yini umsebenzi wawo uban omele ukuwasebenzisa , uwasebenzisa makunjn kunini lapho ungawasebenzisi khona . Ngyabonga .
Thanks 2
Angisiyo inyanga kodwa sengizwe kaningana ukuthi asebenza kubantu abafuna isthunzi
@@chevytahoe9913 ngyabonga ngike ngizwe nami but ayikho nje inyanga ephumela obala ngawo babhizi nendaba yezigubhu nemkhovu namaboyz , nokucupha nodlisa , namaphupho kanye nama futha esadawana iyona into abamandla kuyo ukuchaza nawo abaphumele obala ngawo syafuna ukuzwa ukt enzani kahle kahle yes ayasenza isthunzi and nginobufakazi balokho but we that information ngawo , like izigubhu ezikhulumayo , nezingakhulumi , le eyamafutha abayithivu , ancono wona Aya afford ka awafani namafutha esadawana , umdlebe, or isgubhu Ake nje baphumele obala ukt asebenza njn mahle kuph mabi kuph , .......
@@mapumulopampamela eyesadawane isangidida namanje ngoba ezinye izinyanga zithi amafuthi ama-Albino, abanye bathi iHedgehog but i've researched Hedgehog and ayichami igazi. Ebunyangeni kunzemfihlo eziningi.
@@chevytahoe9913 aphumele obala sizwe kahle ukt kwenzakalani
Ukube uqale sahlola pholoba yazi
Siyaxolisa ugesi
Mapholoba uyaluthanda ucansi imbuzo yakhe njalo nje ihamba lapho
Hhohhe cha ngiyakuzwa