Abantu abayeke ubuhlaza on social media. Kuyamangaza if ubemazisa umuntu athandana naye kodwa engabazise abanye abantu on social media. Akekho umuntu okumlungele ukufa kabuhlungu. Kodwa yabona loyamfana ubeluhlaza yhoo! Ubengamazi omunye umuntu in a name of "jokes" indlela nje kade ekhuluma ngayo iyahlambalaza. Alale kahle.
Niqaphele amazwi eniwabhekisa kubantu, nikhumbule ukuthi awafiki ngendlela eyodwa.
Injalo nkunzi ungahloniphi umuntu omaziyo kuphela ngoba uyinkinga kakhulu lo ongamazi
Ubonilek lesibindi senu benisenza kuth sungamanga semhlabeni lana bofunda kuhlonipha wonke munt
@nkosikhonahose They say ,"The devil 😈 you know is better than the devil you don't know "
That's true nhe
Lomdlalo wokudelelana Kuma social media usazobaqeda abantu. Nawe bhasosbha Mgibe
Yazi unenhlanhla umgibe ngob ebesayolanda inyama basala bamshaya udubula yabona mgibe bonga idlozi lakini mgibe bese uphuma kulamasimba wakho wokuthuka inhlamba
Waze wawukhuluma umazwi abuhlungu engathi awusoze wafa wena
Cha ukhuza umgibe@@SiyabongaKhumalo-q4m
Ewuuu awuna nhliziyo ungenaphi wena enhlambeni kaMgibe nizobosha ngawo lawo masimbenu humanity nje lapho out uMjibe uyobonwa yinkosi yakhe uma ethukana
Angikuzwa bafo. So uthi wena kuRight ukuthuka abantu abangakwenze lutho because uyobonwa inkosi?? 🤔🤔
Eish umuntu mayezohamba uyaziva wayefuna uvalelisa kuwe mayilale kahle indoda
Ngisho nginyathele umuntu, ngixolisa kuqala. Hlonophani bafwethu, ningazwisi imindeni yenu ubuhlungu obunjena.
Sesiyathemba abantu izobakhulisa lento bebuyele kwinhlonipho esiyaziyo kaZulu
Hhay kulkhuni bafwe2 aksekho ne photage kulendawo 😢
Inhlonipho imahala nenkani imahala hloniphani umhlaba madoda izosho injoloti
Phephisa bhuti ungathola ukwelulekwa ngiyacabanga ukube bewuseduze Ngabe wathinteka nawe kodwa siyabonga kusho khona babemfuna akulona iphutha Rip Mbatha😭😭❤
Kwabuhlungu. Okukwehlele mgibe nomndeni.😢😢😢 Kabafo.,😭😭
Nakhuluma sengathi umbulali ube right madoda nithini? Why ningamgxeki umenzi wokubi nigxeke umuntu ongasanizwa. Akukho sifundo sokwe satshiswa. Naye umenzi uzofa futhi indlela efanayo. Kusazolashwa ithuna uyahamba naye
Uyabonake lesisubindi okhuluma ngaso simbeke kuphi ubhululu wakho
Kubuhlungu bakithi😢, condolences to the family, Jeremiya 29 vs 11 Amen
Awu kwaphela kanjalo nje ngo mfo ka Mbatha💔😭
Nakhon benihlangene ngokudicelela izithunzi zabantu...mangabe bekumngan wakho why beningakhuzani
Sewuyazi yini ngokufa kwalensizwa?
Isphetho sobunsizwa ithuna vele sikhona isfundo kulodaba olwenzekile kubi khona bakithi kodwa uma sekunjena kosolwa bani ulwimi olumelayo lidala izitha
Phephisa wena Mgibe into nje syanyiswa yilabo abakhulumela ilasafuthi sengathi bona abazi ukufa la kusemhlabeni nababulali bayomlandela bethanda bengathandi nabo ezabo insuku zibaliwe kwazi nje ophezulu ukuthi bagcina nini ukuphila kulomhlaba
😭😭😭RIP Dubula ngimazela kutiktok but kubuhlungu
Yazi mina all along bengicabang'ukuthi laba bantu abanangane abanamndeni le ntlobo abanentlamba ngayo🫢hawuu
Awukahle 😂😂😂😂
Ungashongo uliphinde cos umuntu ongenamndeni kuphela ongadela impilo yakhe kanjena sengizwela umndeni nazingane mmh kwabuhlungu 💔
😂😂
Sekubuhlungu manje.. Kade baqala beqhulula abantu ngenhlamba bengakhuzani
Tjoooooo yanzima ndaba ka dubula bafwethu kanjalonje nxese Mgibe bafo kubobonke bamaziyo nehlobo zakhe nomndeni wakhfe dudu akwehle lungehlanga😭
Yayinhle inkulumo yakho mft dudu kumdeni wonke 💔
Ungakhalikenawe kanjengoBigZulu ngoba uyaphaphanawe njalo😊
😢😢😢Bakubo kuyeza ukufa
Bengifisa basenze amanxeba bafe
bonke abebehlanganisa lelitulo
😭
Dudu ngazi nakulendawo bamdubulele kuyo kwa steve nathi sizibusisa khona hawuuu😊
Nokuphapha nakho kuyabulalisa angith singakhohlwa lapho bafe2 😅😅😅😅
Kwayona lecomment iyaphapha
Nawe lokuphapha okwenzayo njengamanje kungakubulalisa njalo wenja
Kukhulu esazokuzwa
Manje wena ndoda bowubhekene neskhathi ngobani ....
u13 past 6 🤟🏾👀
Yooo askies kwaze kwabuhlungu nkoc yam phephi Mgibe muntu akubizele kuzovalelisa yeses. Uwumuntu unemizwa mele nithole ukululekwa ngengoqond wena nabashana ngeke idlule lento emnqondweni
Mmmmm phephisa Mkhaya wam kwaze kwanzima 😢😢
anowuyeka loshuni wenhlamba khona abantu abangabhedelwa sdalo
Wobonga elakini mgibe mfethu
Sbonge ukusinda kwabanye sishe banithola nihlangene nidla
Nanifounela MAX MAKHANYA
Ubani lo benimfonela nobabili ithink Mgibe u knw kuthi ubani odubule udubula lets hop u ar not next cz niyeyisa bo nihove inkani ebhedayo
😂😂😂
Bafe2 impi ayiphelele lana kuma data not esibhamini,syabulala isibhamu bafe2,mina ngaze ngathitha Jules lena akuyona indawo leyana isihhhogo
Mfethu awukwazi uku khukuma kabi ngezinye izinsizwa bese uthemba ukuthi kuzophelela kwi keyboard. Akubuye inhlonipho kwiy nsizwa.
Iqiniso lelo mfo@@msiziblessingmbonambi1522
awukodwa kanti abantu banjani?😢💔 Phumule mbatha
Nawe mgibe akube ufundile.. benihlabgene ngokuqhulula inhlamba ningakhuzani, nizenza insizwa ezibolile.. usuyadabukisa manje
Makanciphise naye ke uMgibe ekuthukeni abantu ngoba engase basuke sebengasekho abantu baku TikTok maseniciphize amakhona abantu abawrong. Ningazenzi amaqhawe noma kungenasidingo
Inhlonipho ibalulekile kakhulu emhlabeni 🤞 ngoba ziyagxoba ezinye insizwa langaphandle if uzitshela ukuthi ungubhongoza
Awu thanini niyadlala bafethu life is too short kwaze kwanzim
Ayi uhambe kahle mfanawami mgibe nxese Dudu ukhumbule ukuthi wonke umuntu uyisidalwa sikankulunkulu akukho okufihliweyo okungeke kumbuleke futhi akekho kulomhlaba ongenalo iphutha nxe emndenini 😭😭💔💔
kubuhlungu umangabe sekunjena kodwa nikhuziwe kakhulu ngalento yekani ukuthuka abantu bafowethu
Kubuhlungu ukuth uwumuntu ophila emhlabeni ujabulelele ukuphuma komphefumulo womunt noma ngabe wenza kabi emhlabeni wena awunalo ilungelo lokumgxeka ngoba nawe unokwakho okukuxakile.. Awuphephise umdeni nabangani nehlobo
Eyi bhuti kwabuhlungu Dubula hamba kahle
Mgibe TS very painful lokukwehlele bt nawe b careful,yekelan lentfo yenu yekuthuka bantfu ku social media, umuntfu uyahlonishwa emhlabeni,so b careful umhlaba uyahlonishwa,ncesini emndenini nebangani bakhe
Makube baficwa ndawonye Ngaze kwakoba intenjani Nje Koda Mgibe ubengekho Kwi Target mubuka ubelusiwe Nje Lo Max
Kulento engahlangani ma uchaza ngesikhathi wena wawusebenza u6 to 6 wafika sikhathi sini kuye yena wadutshwulwa sikhathi sini
Syabonga bakithi uschazele ngaye wena obuwaz isiqu sakhe thina abanye smazi on TikTok smaz ehambisa ubunsizwa phambili inhlamba ibizphumela nje engenandaba ukuth uphoxa ban
Ahambe kahle shame udubula umnden ududuzeke bekungamele lento igcine kanje
Ngyabonga ngokungagegelezi,
@ntokozoguzunene1973 kbonga mina hhey ubhlungu lento emvelele
Mgibe mft kubuhlungu kakhulu nakithi Ma Rad Nation sengathi ungaphola bhuti silimele umndeni sithi mawududuzeke kwaze kwanzima
Ngathi beyolanda kanti ubemdayisa
Phephisani aw😭💔
Bebethuka naye abantu ku live
Benginga thandi indlela abe khuluma ngayo kodwa no one deserves to be killed. Engabe kuthini ku mbulali 😢😢😢😢😢
Mxm Mgibe umhlomekisile bekungabuwotho laphaya ninezingane nabafazi kulokhu delela kwenu
Kubuhlungu 💔
Heyi kwaze kwabuhlungu ngoba kwa TikTok siwumndeni lala uphumule Mthiya 😭 😭 😭 😭
Nceseni Bo kwaze kwabuhlungu mfethu 😢
Wena Mgibe wathuka umtomdala wakithi umzaliwami uqobo asethembe awukakhohlwa
Ei kwaze kwanzima nkosi yami ngyaqala kubona umgibe enjena kuzodlal alalekahl mfoka mbatha aphumule kubuhlungu
Wasinda nawe bhuti 😭😭😭😭
Inkinga niphapha kakhulu masekuvel ingoziii senizokhalela thina lana beningamkhunzi ngani ephapha lomfana
Abantu bayahlonishwa Mgibe hope ufundile ndoda inhlamba ayiphele
Ey ejulisi bafwethu kunzima...umunt udutshulwa eduze kwakho..uvele ubone ukuth kdala elandelwa futhi akubibikho othola amachaphazelo
Kwabuhlungu nkosyam dudu😢
. Umfwabo omnyama uKhumbulanii
Akoba kuhle Mgibe ukuthi ikufundise isfundo lento yenu yokuthuka inhlamba abanye abantu benganenze lutho olubi. Anizona izigqwaga kuyoyonke imizi ngalenhlamba yenu. Nisuke nazenza abantu abangathinteki sdalo nina nichapha abantu ngenhlamba as if anithinteki sdalo. Senidabukisa ngathi niyasukelwa ngelento eyenzekile.
R.I.P.? MBATHA kdwa nani Mgibe khanehlise ukuthetha madodana.noma singenothi Impi suka ku TikTok coz iintshaba zomntu asizazi
Umkhwanazi akathi ukuxoxa nalensizwa angazi ishubhu kwanjn lophuma iqiniso uyeswayni
Kwaze kwabuhlungu Kusho ukth abantu ababemlandela Unembeza awusekho kubantu Nanokuthi siphila ezweni elingenamthetho Kulula ukubulala umuntu Kungabi ndaba zalutho
Engikwaziyo abantu bakaNongoma ithi yenzeka into efananale eyenzeke kuDubula babebazi ukuthi ubuyakuphi ngizama ukuthi bayazi iqeda ukwenzeka ukuthi isuka kuphi mina ngithi umakukhona ukungaboni ngasolinye yinikungahlalwa phansi kukhulunye ngoba into ezinjengalezi azipheleli kubantu abenza ububi kugcina sekufa nabantu abangazi lutho
Dudu emndeni ngokulahlekelwa 😭😭
Ngabe kungcono ukube awusindanga Mgibe awuhloniphi umuntu ongahloniphi akakhuli uyalandela
Ibuhlungu lento yazi akwamukeleki ukufa komuntu 😢😢 umazi noma ungamazi
Nikhuluma kakhulu kanti futhi niyadubuleka ninjalo nje
Kunzima bafana bakithi mina ngyazwelana nalensizwa noma kukhona la engibuye ngiyisole khona..
Ubathuka kanjani abantu abaneybhamu ungenaso
Nikhanda izintandane namhla ngenxa yokunxa yokungasi emakhandi nifuna udumo niyaluzwake udomo ngamagama Abantu eniwangcolisa Zonke izinsuku kunjanike manje
Nani Mgibe yekani ukopha ngathi niyamensa...
🤔ngyafisa ukwaz lomunt ebenim4nela nobabili ukut benixoxan
Kanti kulo tik tok wenu nisuke nilwa ngampela yni, weee akome uzosifunda isifundo wena bhuti njoba nawe unje yabonake abanye abantu abandi ngomlomo njenge kigi😊
Bazovela laba abenze lesisehlakalo ku dubula,ilabodothi abangalithandi qiniso. Kukhona lo nyatheleke yinzeaneni wasebona ukuthi ngcono amsuse
Abantu abayeke ubuhlaza on social media.
Kuyamangaza if ubemazisa umuntu athandana naye kodwa engabazise abanye abantu on social media.
Akekho umuntu okumlungele ukufa kabuhlungu. Kodwa yabona loyamfana ubeluhlaza yhoo!
Ubengamazi omunye umuntu in a name of "jokes" indlela nje kade ekhuluma ngayo iyahlambalaza.
Alale kahle.
Udayisiwe udubula, uyazi ke umgibe
Eish kubhlungu ngempela nomangabe ubemoshile kodwa cha kubhlungu
Awukasho kodwa ukuthi ubenzeni eze edutshulwa nje uDubula?
Kubuhlungu mft uma sekunje kdw konke asikubeke kumdali
Phephisa Mgibe nihlala nincokola sihlale phephisa I Bafethu
Uma usazoqhubeka kanjena we Mgibe kuzoba nenkinga bheka nasi, khuluma iqiniso
Senidlisana inyama manje lapho ,,nenzani kanti egoli?
Hayibo yinyani kanti since izolo ndilokho ndithi kuzothiwa kuyadlalwa😢
Ngiyazi kuthi ngiyofa kodwa angazi ukuthi ngiyofa nini kanjani nokuthi ngiyofelaphi eyi bafethu sonke silindile nathi ziyeza ezethu uzinzuku
Yekani ukuhamba nidelela abantu eningabazi
Bathi kuyadlalwa, ungadlala ngenhlamba kdw
@@bonginkosivusumuzikwake kwadlalwa ngenhlamba ubiza umuntu ngelingaphansi likamama wakhe kubi bafethu
😢sorry bru ngemnganakho xm😢😢
Umgibe wezintombi umgibe wezifebe khuphilalapho mgibe
Umuntu owavumela amakhalanga ukuthi akhe kwaNongoma ngiyamsaba.
😢😢😢😢😢😢
Eish kwabuhlungu
Nawe awusile uzomlandela umngani wakho ngoba benihlangene ngomqondo ongasile wokuthuka Abantu yifanu boditi Umhlanga uyahloni abanifundisang emakini kunjani makunje azikhaleke
Mmmmmm kwakubi nkosiyami akalale ngokuthula
Akathukwa umuntu onomndeni ophilayo
Kubuhlungu bafwethu 😭💔
Kwaze kwabuhlungu😢😢😢
Scele if kngenzek ubhuti ukhumbulane aschazel kty kwenzeken ngoba yen ubon konke
Kunzima kulomhlaba 😢
Kubuhlungu bafwe2 kodwa inhlonipho ibalulekile. . .nikhuze nalo okthiwa u Sqiniseko
Khon kunzima bhuti