Kwenzakalani ngomndeni othuluthele uyaveva othi ugilwe iCebolethu uchaza okwenzekile

Поделиться
HTML-код

Комментарии • 18

  • @khumbuzileprincesssibiya4164
    @khumbuzileprincesssibiya4164 Месяц назад +2

    Cebolethu sekukaningi nje wenzela abantu izinto ezingekho ryt

  • @Zikomo-t8z
    @Zikomo-t8z Месяц назад +4

    Kunomama owayenesikhundla eCebolethu ema Office eThekwini owashona ngezikhathi ze Covid 19.ngiyamukhohlwa isibongo sakhe.buy wayempofu enomuzimba nje....ayi I Cebolethu lalimala ngokudlula emhlabeni kwaloyamama ngoba umsebenzi wakhe wayewenza ngendlela,ewumphathi wangempela.and icebolethu aliphindanga lathola umuntu oyovala lesiyasikhala

  • @eugeniamtheku2320
    @eugeniamtheku2320 Месяц назад +1

    Mina bangirobha ngo 200 rand we airtime kwakufanele banginike wona ngangawuthola until today ngagqigqa khona Ngaze ngakhathala

  • @PrincessThembelihleMahlaba
    @PrincessThembelihleMahlaba Месяц назад +5

    Basandukuyenza kaMakhelwane lento Cebolethu ibuye ibhede shame bakithi idont know ukuthi uNomfundo uyayazi yin leyanto yokuthi kuhlukunyezwa imindeni ehanjelwe zohlobo and azinikwa yonkinto ekusuke kuvunyelwene ngayo barong nje sibathanda impela but weeeeh babuye babhede😢😢😢😢😢😢

    • @PortiaMbhele-mc4ct
      @PortiaMbhele-mc4ct Месяц назад +8

      Ngathi wenzela kahle abanezimali zabo abazihluphekelayo.lutho.kusebenza.imali.kaCebolethu

  • @zanelengcongo482
    @zanelengcongo482 Месяц назад +3

    Phuma nepackage uye kwabanye ufike ubachazele cebolethu will give them imali yakho osuyikhokhile and they will be no waiting period kulabantu ozongena kubo, Ungavelelwa inkinga uhleli ngaphandle dadewethu yenza kanjalo

  • @Bonabenzasandiseni
    @Bonabenzasandiseni Месяц назад +3

    Sengbuye ngsole engath kunomunt nje ongaphakathi ozama uku sabotage Cebolethu ukuth libe libi emehlwen abant abampisholo

  • @thulynkabinde1563
    @thulynkabinde1563 Месяц назад +1

    Ash I just joined them

  • @lorrainemagwaza2599
    @lorrainemagwaza2599 Месяц назад +3

    Ungcono wena mina there was no draipin no arrificial.mats amaplate ayinkinga

  • @npsmntungwa
    @npsmntungwa Месяц назад

    Ukube baya refund bengizow khansela😢

  • @sethembilenzuza3599
    @sethembilenzuza3599 Месяц назад

    Mina Bangenzela kahle Yonke into kushone ugogo wami Emakhaya

  • @proudlysa774
    @proudlysa774 Месяц назад

    Iyoh 😮😢

  • @nompumelelomdlalose9556
    @nompumelelomdlalose9556 Месяц назад +1

    Yooo I've been with them for 5 years... I'm afraid masengi nenkinga Kanti bazokwenza nje.... Ngicabanga ukuyi cancel I policy yabo ngi joine enye ngeke.

    • @npsmntungwa
      @npsmntungwa Месяц назад

      Syafana Mpume nam ngifikelwa ilokho😢 but inkinga abaku refund😢

    • @SakhieMkhize
      @SakhieMkhize Месяц назад

      Sorry ngane yami I think uCebolethu usenama sub contracts so umsebenzi mningi kakhulu Kubo but Mina bengizothi tholani uNomfundo nihlale phansi naye alungise la kungalungile khona rather than sikhulume ku social media ngoba ngeke above.and kwabanye ubasebenzela kahle

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 Месяц назад +1

    💔💔💔💔