Eze Gcokama Zihlaziya i Album kaKhuzani kuthiwa uGejile umgodi ||Ngeke usbophe sonke

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 14 ноя 2024

Комментарии • 25

  • @michaelnkosi4696
    @michaelnkosi4696 55 минут назад +1

    Ayikho into eyovunywa nguwo wonke umuntu emhlabeni noma ingaba yinhle njani, on my side imnandi i album ka khuzani top notch👌, umaskandi i album kakhuzane hayi le afropop ka SK

  • @BonginkosiNkambule-m9r
    @BonginkosiNkambule-m9r Час назад +3

    Hhay kulokhu niyaziduduza bafana ngeke le Album kamgodi imnandi yonke futhike akunamtalabho lapha izingoma zimnandi zonke nje zibhaliwe kepha vele kuzobanzima ukuvuma

  • @LungeloMnguni-x7w
    @LungeloMnguni-x7w 58 минут назад

    Nikhulumisa okwabafazi bafana ngseMnambithi langikhona senajwayela ukuncengwa imnandi album kaKhuzani fuseg futhi

  • @TshumaEdmore
    @TshumaEdmore Час назад

    Umona

  • @sphiwekhuzwayo9506
    @sphiwekhuzwayo9506 2 часа назад +2

    Ningawdlali kanjaĺo bafwethu please gcono ningawlaleli ngyacela for the fever of makaskandi,mina angfuni kwakuyizwa efonini yam ngiyizwa mabeydlala abanye,

  • @ntombifuthimthabela5670
    @ntombifuthimthabela5670 2 часа назад +2

    Hhayi cha bakwethu😂😂😂

  • @thulaniTshabalala-vi6ce
    @thulaniTshabalala-vi6ce 18 минут назад

    ingoma yamuka kudala kwaMgodi

  • @TshumaEdmore
    @TshumaEdmore Час назад

    Asilindelwe kunconywa demet

  • @Sifiso-sw8yb
    @Sifiso-sw8yb Час назад

    Naze nazduduza bo bafana nihlangene ngokwakhana

  • @xolanijohnnkwanyana
    @xolanijohnnkwanyana 37 минут назад

    Imnandi nje ingoma ngise Newcastle angincengi futhi bafana bami

  • @igalansewulensizwa6475
    @igalansewulensizwa6475 12 минут назад

    Cha nikhulumani ngoba akuyona i album kamthandeni musanini ukuthanda ukwenza into engalungile akenifunde inhlonipho .

  • @kusasalakhehlongwa4199
    @kusasalakhehlongwa4199 6 минут назад

    Leliqeqebana lamantombazane akulo live 😂😂😂 ay abafana abalwa nemsebenzi womfana wakomunye umuzi oziphumelelelayo. Ay imisunu lena.

  • @Sifiso-sw8yb
    @Sifiso-sw8yb Час назад

    Leqeqebane leni

  • @SkuvaMambor
    @SkuvaMambor 2 часа назад

    Niyalamba Nina

  • @Mhlonishwa-c9q
    @Mhlonishwa-c9q 19 минут назад

    Nishawa yikho ukuthi nafunga ekutheni niyozibophezela ekutheni niyoba ylento nje eniyiyo. Okokuqala nje how can you expect ukuthi uyozwa into e-right emntwini omenyanyayo? Engathi wayeqinisile nalo owayethi niqomile sengyaybona lento. Last kade nigxeka leyo Album gwiqiqi nina futhi eynsukwini nje yayimnandi kabi leya Album wasuke wamosha ngoMjolo Lowo next year nizobe nithi ibimnandi le ya-this year empeleni nizibhucu nje nina ngisho Ingcuba mina ayikho nje into eyini kungemangaze nje nokuthola ukuthi hleze nikhonza usathane. Enye inkingayenu futhi nibila kakhulu niphaphe too much nikhonze nokuzenza osyazi too much..

  • @sibuleloxbs7289
    @sibuleloxbs7289 Час назад

    Album njeee leya iyinawo uWow

  • @SimphiweWagaba
    @SimphiweWagaba Час назад

    uKhuba ukhala ngoKhozi kanti uyazazi ucule umbhedo nje

  • @AyandaBiyela-n5h
    @AyandaBiyela-n5h Час назад

    UKhuzani akayiyeke lento yakho yabo track 09 siphelile isikhathi somtalabho manje waphupha mgodi suka

  • @luckymshengu
    @luckymshengu 3 часа назад

    Lento yonqawelami iwubulele umculo

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 Час назад +1

    Ayi nami angzwa evn one ingoma emnandi la

  • @AlvinSibanda-fv6tj
    @AlvinSibanda-fv6tj Час назад

    Umgodi onganukwa njaah kade yaphela ingoma

  • @SandileDlomo-hd2jh
    @SandileDlomo-hd2jh Час назад

    Kazi bathini omkenu??😂😂😂

  • @SimoChemane
    @SimoChemane 53 минуты назад

    😂😂😂😂😂

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn 30 минут назад

    Ingoma ayisekho laphaya 😂😂doti 🚮

  • @LungeloMnguni-x7w
    @LungeloMnguni-x7w 58 минут назад

    Nikhulumisa okwabafazi bafana ngseMnambithi langikhona senajwayela ukuncengwa imnandi album kaKhuzani fuseg futhi