But now, akukhulunywa ngokuthi ugirl wenzani yena eThekwini, uyasebenza, uyafunda or usafuna umsebenzi, what are her goals, ambitions, what makes her the person that she is??? Sizwile uguy he has a small Business, uyahlanganisa here and there.
Auntie wama2000, yisicelo all the way from Zim, please sicela uPart II or at least sazi ukuthi kwahamba njani. Intokazi inhle izothile and kukhanya bafanelene
Yinhle impela leshow futhi imnandi siyayibuka siyithokozele kodwa mina personally ngithanda isifundo esitholakala kuyo iningi lethu esingasinaki. I find it very strange and hard to understand ukulethwa on the show kwabantu abangekho single this lady is the third if not the fourth oshoyo ukuthi unayo indoda but ula eshowini ukuzoshelwa. Bytheway owokuqala who was in the similar situation waqoma waze wayitshela insizwa ukuthi izobekezela ngoba ifike kamumva. In other words sihlanganisa abantu ukubhidlizela abanye on the other hand silungisa umjolo under the same charnel! Hmmm strange neh? Ja to me it doesn't make sense.😊😂😂😂
Ey uqinisile Bru bakungisa umjolo lana at the Sametime bawisa omunye eceleni ey Mina I'm not a fan on the fake situation okwamanje bt now it will hv an effect on the long run
@@lindanidlamini bese kuthiwa umjolo uyanyisa kanti abantu yibo abangawuhloniphi umjolo. Abaningi bayophaphama kudala mina nje angisakholelwa kule charnel kanti bengiyikhonzile.
The young lady is very sweet and I am glad that this guy appears to be fighting for her big time.
Ooh wow she's gorgeous, my first glance when i see her!
Maye muhle losisi xm...uphansi..nale smile sakhe sihle...she can be a cool wife..umuhle sisi xm
Ngybonga Kakhul nkosi yami❤😭🤭
Beautful lady and very composed. Ukhuliswe kahle lentombi
She says ufuna ukuvusa umuzi kababa and she laughs...She's pretty and very clever...
Ey ngeke baf2 ijongo likhuluma kakhulu akaboni noma eseqonyiwe😂
Ewe neh😂😂😂 ngba yeyiqonyiwe ijongwe😂😂😂
😅😅 ngempela
❤cha nifanele.koda ngani zami phela nathi ofam Julia syayinuka le show😂😂😂
Cha mina sengiyofuna indwangu nomthungu ngibe ngenze quotation ❤
I love the direction this conversation going
Yah is girl is very sweet and beautiful. Ukhethekahle ba4. Qinisela lapho yi.. quality yomfaz leyo
Manje mawune crush kwi host ungabhalela i Select Africa TV?
🤣🤣🤣🤣
Nami nginaleyo nkinga yazi😂😂😂😂
nisile nina🤣🤣🤣
The host and the accident lady they look alike xem 🎉😮mayb they are sisters must "sine" must ask your dad hay...😅😅
Haibo😂🤣you could actually be on to something 🤌🏾
@@LokshinBiteI gree
Seliphelile igwababa...this beauty is naughty...
Lagadla ijongo,ziyawina ezami
The Lady She's Very Sweet And Kind Xem 💯🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Nawe Sne My Everyday Crush Wenza Umsebenzi Omuhle Ey God Bless You Cc😊😊😊😊😊❤❤❤❤❤❤
Ngithanda umoya walosisi and ufundisekile uyamazi omunye umuntu abuye akhumbule ukuthi akaziphethe uphethwe mesathi ngizoke khulume nocc bami😊❤
Never miss a episode ka Aunty wama 2k ngithanda i energy yakhe
.
Mina ngivele ngizibukele u auntie wama 2000 ngingabe ngisayilalela indaba exoxwayo 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@@martinmbokazi8372 😂😂😂😂😂ngizwelana nawe ngiyaleazi udaba ayphakelwa 😂😂😂😂
@@staceyndlovu5277 Ayphakelwa ngempela
Wena Sne ngikufuna kabi, soze sihlangane 😢
Ingathi inomoya omuhle intombi smile sayo wau
Kunjalo❤🥳
Uyinsizwa bafo, uthole UMiss Right bafo...down to earth and resilient 😊❤
Sikhona thina abo VUSIMUZI esavusa imizi ngotjwala😂
I once quarrelled with a certain lady in a way that we almost fight not knowing that we will end up dating...These remind me of that incident
Cha bazebafanelana shemu ave inesizotha lentokazi and ifuna ijongo elizoyishada elingenalaka.
The lady and Sne look alike guys🤘
Ukhethe kahle mnewethu,uhlobo lolu oluDingekayo le Mama ,congratulations may broe ,all the best ❤
Ntombi isizotha onaso keep it up Girl nenhlonipho kayibuzwa yonke into we dingeka kumuntu wesimame ikhona kuwe
Aiybo nanenswebu mphathi wohlelo nocc obiziwe❤❤❤❤❤
uqinisile nami ngiyayibona
Awuumadoda hlala kyena nkunzyami ngithanda ukuzethemba kwakho....this girl is easy to love
I join the party. Ufunwa yimi sisi. Mina sizohamba sonke elabour ward hatshi A&E
Yoo muhle sisi yaz ngifisa wahlangana nami Jehovah
She continues and say uzoba nesikhwele uwe...she's also a comedian...
We Sneh hayi hayi mina ngawe angiyi emuva
I have a crush on you sne mina nje ngthanda Wena ❤❤❤my crush 😢😢
Ngeke umthole yabona nje ngoba uqala igama lakhe nge small letter,"sne= Sne
Waze wamuhle untomboo unomoya ophantsi unothando waze wanelucky bafo❤️
wena Sne your viewers are looking for you and i can’t wait to see you hosted shame🤣🤣🤣🤣
He was there to market his company..... So Smart.
Muhle makoti unesizotha woza kwami ngizokuphatha kahle❤
Ngibafisela inhlanhla. Ngaze ngamzwela u-current boyfriend kodwa.
Qinisela lapho bhuti...mhle logirl...ufumene umfazi...❤🎉bayafana noSinene shem😂
I love the presenter ❤ watching 👀 from diepsloot
she is indeed a beauty queen i love me a natural princes myself something like sne so!
But now, akukhulunywa ngokuthi ugirl wenzani yena eThekwini, uyasebenza, uyafunda or usafuna umsebenzi, what are her goals, ambitions, what makes her the person that she is??? Sizwile uguy he has a small Business, uyahlanganisa here and there.
Hhey WAMUHL' UMUNTU BO! Cha qinisa nsizwa ngoba cha hhay, igolide leli.
Hayiiii hayiiii nawe kuyini insizwa ishele seyiqonyiwe thula vala umlomo
Intokazi e natural is everything 🔥
Wow l hope konke kuhambe kahle coz bayafanelana ❤
Ey yazi nami sengifikelwa umuzwa 😊 ngeke ngizobhala manje
Manje if I have a crush on you Sne who will run the show 🤔🔥🔥❣️
Mina ngicela usizo ngfun i-date noS'ne nkos yam.🥰
She is cool and wife material
Nami ngiyakufuna wena Sne futhi mine angikushayisanga ngemoto😂
Love you guys as couple if possible
Eyami crush nguwe sister we presenter. Ungangihlanganisa kanjani nawe?😅
😂😂😂😂
Siyabonga bafo ukusimela siwuZulu❤😅
She is just a marriage material ❤.
Lendoda ikhulumisa okuka King Zoso ikhuluma to much..i business warawaraa
Sweet lady waze wamsiza ubhuti ekubekeni amagama. Unenhlanhla ubhuti lo..... why is the lady single tho she is beautiful?
Ushela ngisho sewuqonyiwe kodwa imaterial yobukhosikaź kulocc ineso lenkabi
Bafoo I like you spirit sokuqholisa you are the big man
Fanele ngivule iskole sokushela 😂😂
Wozani babhemu
Kushelwa kanjan wena okwazito
Uyena ke lona umuntu wokuthathwa umenze uNkosikazi . Inalo ihlo lokubona lensizwa
WeSne intsizwa yomzulu kanti ayibuzi yini isibongo nalapho umha nobaba bezalwa khona kuze kungenzeki ukuthi kathi kunobuhliobo uma sebeqala beqhubeka ngempela yonanto yokuqala nje umfana kufanele azi ngobuhlobo then useqala ke ukushela ndiyayithanda nami lentombi.
Beautiful lady indeed!!!!
Yinhle lengane jooooò😮
Majongo kubalulekile ukukwazi ukushela ungabali izinto onazo nezinto ozenzayo amabhizinisi awangene ekusheleni musa ukushela ngokuheha cikoza
Ingwe idla ngamabala
Ei mina yqz nginakho ukufuna yena uSne lo bafana bakithi, lithin ipln lakhe??❤❤
Wow a great story. Gud conversation too
Well congrats my brother 🙏
Bafo , please ungadlali ngengane yabantu!!!
Met by accident 😂😂😂
Lolol awme kancane mfwethu😅😅😅😅😅
Ngisho nasesfihlweni kuyahlanganwa I luv this 😂😂😂❤❤
Mina ngifuna wena sneh kunene❤😂😂😂
Where is the sound.Hey beautiful episode
Ushele wathin bafo sufun"ukuqonywa elokuth"uyamthanda awkazewalishonje😅😅😅😅😅😅😅
Mina ngise Gauteng province, Soweto angazi ungakhona ungisiza
Please love this guy
Those two ladies bayafana 😊
Talking about meeting by accident! 😂😂
Uyishayile jongo 🙌
Ngathi inamanga nkabi yami mayithi ayisaphuzi
she is make it easy for him🥰
😂vele uguy ukhephezulu
Eyami ngathi ikumnini wohlelo😂😂
Auntie wama2000, yisicelo all the way from Zim, please sicela uPart II or at least sazi ukuthi kwahamba njani. Intokazi inhle izothile and kukhanya bafanelene
Ushela eseqonyiwe lomjita, uyaohuza ukubamba....
Iyakhuluma lensizwa ngeke
Kufanele uzikhalele kulentokazi,eish!! Yinhle
Yinhle impela leshow futhi imnandi siyayibuka siyithokozele kodwa mina personally ngithanda isifundo esitholakala kuyo iningi lethu esingasinaki. I find it very strange and hard to understand ukulethwa on the show kwabantu abangekho single this lady is the third if not the fourth oshoyo ukuthi unayo indoda but ula eshowini ukuzoshelwa. Bytheway owokuqala who was in the similar situation waqoma waze wayitshela insizwa ukuthi izobekezela ngoba ifike kamumva. In other words sihlanganisa abantu ukubhidlizela abanye on the other hand silungisa umjolo under the same charnel! Hmmm strange neh? Ja to me it doesn't make sense.😊😂😂😂
Ey uqinisile Bru bakungisa umjolo lana at the Sametime bawisa omunye eceleni ey Mina I'm not a fan on the fake situation okwamanje bt now it will hv an effect on the long run
@@lindanidlamini bese kuthiwa umjolo uyanyisa kanti abantu yibo abangawuhloniphi umjolo. Abaningi bayophaphama kudala mina nje angisakholelwa kule charnel kanti bengiyikhonzile.
Lovely sister ❤❤❤
Sneh uyicrush yami
Love is in the air ❤❤❤❤🌹🌹🌹🌹💃💃💃💃💃💃💃
Natural beauty 😍
❤❤❤bafanelene sisi ingamyeki
I live the way girl behavior
Izithobile intokazi inhle ijongo alinciphise emlonyeni likhuluma too much n uphaphile
Kazi basekhona abantu besifazane abthobeke kanje
😂😂😂mina ngobhalela sne lana
Sisi nginifisela impilo emnandi ndawonye umoya wakho udingwa yiwo wonke umuntu wesilisa
Inhle ingane yakomunye umuzi bo! Good luck bro and she does sound like a beautiful human being overall 😊
Aunti wama2000 URYT MARAH ngyakucrussha kabuhlungu sanalam! Love your bubbliness ntombi enkulu persona and so on
Imuntu oshela ngezinto uyahlupha sifika kankani ku ma business kanti lapha
Sneh Macingwane ngivumelana nawe
KZN Inkinga yenu niyehluleka ukushela
eish mhle losisi i hope this guy is serious...please mfowethu ungadlali ngaye...mphathe kakuhle umthande...