Ngadayiselwa INHLOKO yenkomo yami | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-EP31
HTML-код
- Опубликовано: 29 авг 2024
- We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #izigameko
Uyazithanda izindaba we Sthufuza😂😂 woza nazo gal😀😀
Umuntu omnyama isilwane ulunge maylele kuyomubutha ukuhlwa ngelinye ilanga Nkosazane don't give up God will give you more power in future 😒
Cc ngcela ungi plug ngento yokukhulisa imbuzi ❤❤❤
Never saw such a young and humble business minded person, thanks Stufuza for the show
Unjalo u life, xa u sokha bayachitha abanye, nyamezela, bheka phambili hoping lo line wakho sebenzisayo uyakusebenzela, angakwenzeli ingxaki at the end. Sibona abantu la bejikelwa ngoo line abazikhethela, se kubuhlungu, ise xwayiso nje sis wam, hay kabi. Other wise all the best, uqaphele out there
Very strong lady all the best sisi
Uyazithanda ngempela izindaba Mogirl Stufuzah sewufuna ezinye😂😂😂😂😂. ❤U girl
Wat a humble woman ❤❤I love you n ube right abantu umona mxm
Wooow sisi amandla wokuthenga iinkomo ngiwafisa ngempilo yami yonke
Mina wayengeke angisabise ngisabiseke. Kungamane kufiwe
Hay niyaboreka bethuna uzosibalisela ngentloko yenkomo ey hay 😂😂😂😂
MaMthembu ngicela ungifake kulena yomkhumiso ngingumuntu ofuyile kodwa kukhona lakushoda khona
Ai ntombi angajeza nje lomfo ngaphandle kokumdubula mufun
ucc waze wanenqondo yokwenza ibhizinisi bakithi...ngapha namasela abhokile
Mina stufuza ngiyakuthanda yazi yazi angilali these day ❤❤❤❤
Ushadile lomuntu omthanda sakusolisa
😂😂
yekan uhlumeza abantu besmame marn yeerr Xolo cc vah❤ nzowabeth lomasel abe nkomoZakho
Morning Ladies
Kodwa Stufuza😂😂😂😂
Cc wabantu ubuzama uhlakaniphile but phuma ukuthenga okwebiwe but kuzokulungela cc AVE uhlakaniphile
Yo Stufuza uyaithanda futhi nathi siyazithada ngobs siyafunda kuzo❤
Mna ndithi tshotsho! Wawungena ndaba uthengisa iintloko zenkomo ezibiwe ebantwini ngoku xa izezakho inkomo ezenziwa lento uphathwa yi depression! Makhe zebiwe nezakho sisi uNkulunkulu uyakbonisa indlela zakho ezibhedayo ngoba la ntloko binoya na phi na eKZN yavela yeza str8 kuwe. God was showing ukuthi yeka lombhedo wakho...iworse ugifted naturally akho sidingo sothenga iintoko ezibiwe.
Mara unayo ingqondonje
Walayeka wawucabanga ukuthi uwathathaphi lamakhanda akuthengisela wona? Kumnandi nawuthenga izinto zoktshitshwa.
Stufuza ungichaza sewuthi izanazo❤❤😂
MINA SENGICELA LO LAYINI WAKHO KUYAPHUTHUMA NGEKE,AWUSIZE MAMA
Cela I blaqlife ingakushintshi ngizithandela wena stufuza mina.
Wamuhle ucc.
NGITHINTE MAMTHEMBU SINGENE KU BIGGER BUSINESS
Bakithi ngomkhaya 😢😢kanti yikho inkomo zilahleka kangaka
Sawubona we Stufuza.
Ngyathanda cc ngoba uyavuma ukuthi walikhuthaza business
UNkulunkulu kwakuteni angandihlanganisi nalenkosazana ngesendikude nempilo, and ingane yabantu bawo inesbindi sokwenza nkosiyam
Ey kunzima la emzantsi untshontshelwa izinto zakho bese uyasatshiswa kushukuthi umthetho awusabavikeli abantu
So.usho ukuthi inkomo.bezilahleka Sisi ungabi nandaba...nomalusi naye nje engazibali inkomo engazibheki Kahle zilahleke besenithi all is well haibo😅
Ibhlungu into eyehlela usisi kodwa Ngimthanda masethi yinkomo yami le😔🤦♂️
Yintoni umkhumiso bakithi
Akanaki 😂
Yini umkhumiso?
Mhmm emhlabeni madoda
Kwamele ubuze kwabadala abakupha mandla ukut zithathelwani zinkomo kukhona babekukhalela ubenzele kona khona uzoqhubeka
❤❤❤❤❤❤❤😂😂😂😂😂😂😂
Nguwena phela owazi ngemfuyo babygirl yini manje usolokjo ubuza ku Stuufuzaah amacici enkomo?
Ya imbangela yokwebiwa kwemfuyo yikho ukuthenga egwaqeni inyama ,futhi ngeke kuphele manisathenga emakhoneni
She need a strong husband to be with her like me
Into dalelwe yona ugcina uyiyo noma ungafunda
Inkinga,kukhona lento athe uSisi uyayisebenzisa ukukhulisa I business,kanti neNkandlanje iyasabeka
😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Kodwa yazi uNkulunkulu akafuni ukuthi sishonise umuntu mboleke imali but ingazali
Ama Bank njengobanawo engasiniki chance sothini
@Manelimbongwa* Musa ukuthinta iBhayibheli ma ungalazi. Ubolekiso- Mali livunyiwe nguNkulunkulu. Into angayithandi kukubiza inzala enkulu kakhulu. Umntu athi mboleke imali ungacharge interest sisizalwane sakho.
@@trustingnobody628
Hambo qalaphansi ufunde kahle I comment , ngithe akathandi ukuba ubolekise imali bese uyayizalisa ,mboleke umuntu imali kodwa but no interest,
UJESU KRISTU uyiNkosi
@@user-pr6qn3nq5z
Inkinga ilapho futhi ama bank ahlupha ngoba afuna izinto eziningi, kodwa nje ukuba uma shonisa akukho ryt ku Nkulunkulu akakufuni
@@Manelimbongwa mina ngikuzwile