Monday i submitted resignation to my permanent job because of struggles m facing so on Friday i had isibonakaliso where i was with an old lady who was shouting at me kuthi ngifuna kushiya umsebenzi bcs angilaleli and finally wathi uma uke wawuyeka lomsebenzi sokukhombisa ngoba awukaze usibonge nokuthi sakupha wona so yesterday ngiye kohoxisa ngacela kubaphathi to continue with my work ngyabonga Gogo Bathini sengyabona ngenzanga iphutha ngokulalela.
Thokoza Gogo,Im divorced cuming from abusive marriage, Ive moved on to my new relationship....but now i had dream this mother on my dream was telling me to get back to my husband!How is dat possible....
Thokoza gogo what does it mean when you hear a whistle (umlozi) while you are sleeping. The other day my mother said the whistle was coming from me, but my lips were not moving, I was so shocked in the morning.
I have been told twice in my dreams ukuthi andiva ndinenkani..bathi bafuna ukungipha umsebenzi but my question is uzoqalaphi? ukuthwasa kudinga izinto ezininzi
Gogo ngiyazibongela ukuthola wena,njengoba sowushilo ukuthi ngo February uzobe uyenza ama video i really cant wait,bengilahlekile kakhulu kodwa ukukhanya ukulethile manje empilweni yam
Thokoza gogo ngiyedafumana isibonakaliso ngisenza isilawu and angisazi yhini until I had to research ba yhini isilawu and kwesibonakalisi bengisenza isilawu then after ngazigalela ngaso ,what does that mean ?another thing ndimana ndidibana nabantu they keep telling me ba I am chosen by my grandmother and ndimhlophe I am not sure do I trust lento bayikhulumayo or what must I do
I once dreamt of my grandfather's brother who was fighting for his life at the hospital at the time, ngimuphuphe amuntu loshone kdala wase uyafika kimi wangikhomba isihlahla wathi ngiye kuso ngisikhe ngase ngyavuka, after a week washona mkhulu wami lomncane.... Kusho ukuthini baba? Did I ignore something that would have helped him?
thulani mtetwa too bad lapho we really need usizo mina it was going through but no answer,luckily it happened ukuthi ayibambe wathi I must call after an hour did just that lol ngize ngaSeta alarm when I called voicemail or no answer😔
Gogo I'd like to know...what does it mean to always dream about school...when you're a person who is no longer in school,even when I dont dream about school there is a specific girl I see every day in every dream I have what could that mean
At @Gugulethu Mahlangu @Thando Ndebe and with the specific person you always see are they still alive?...in my case they very much alive but we're not in contact we weren't even that close I knew her in primary which makes it more confusing
Gogo ngakuboniswa nami ngingakazi ngikubone or ngingakwazi at all sise ntabeni nawe lapho wangethwesa khona umqhele wengwe and I have been trying to call you to make an appointment with you
Monday i submitted resignation to my permanent job because of struggles m facing so on Friday i had isibonakaliso where i was with an old lady who was shouting at me kuthi ngifuna kushiya umsebenzi bcs angilaleli and finally wathi uma uke wawuyeka lomsebenzi sokukhombisa ngoba awukaze usibonge nokuthi sakupha wona so yesterday ngiye kohoxisa ngacela kubaphathi to continue with my work ngyabonga Gogo Bathini sengyabona ngenzanga iphutha ngokulalela.
Very informative, Syabonga Gogo🕯️🙏👏
🤣🤣🤣🤣 asikho ku english class.
I want to learn Zulu! African in the States brother.
I can teach you dont worry
That's lovely bro we here to teach you
I'm wiilling to teach u
Thokoza Gogo 👏👏👏 Ngithole leChannel izolo, ngize ngalala ezintathakusa ngithola ulwazi ngivuleleka ngempilo.
Thokoza Gogo👏👏👏 The other night i dreamed of my grandfather asking me what am i doing at work. Cause now ndise phehlweni/Lefetlho!
Thokoza gogo👏, bengicela ungibonisa, ngavakashelwa ugogo uzala umama ongasekho emhlabeni ngigula kakhulu wathi angikhuleke ngekhandlela, ngosuku lokuqala ngikwenzile ngiqeda ukukhuleka ngivula amehlo ngabona into eyimbali kwintambo yekhandlela sekwenzeke kwaze wayikabili,engabe kukhona ekukubikayo, angazi noma kumele ngime noma ngiqhubeke, thokoza gogo👏
Unesthunywa wena... Udinga umintu oneqiniso ozokusiza ubone indlela. Mawukhuleka kumele ucele nokucaciselwa kulokho ongakuboni kahle.
Thokoza Gogo, Siyabonga kakhulu 👏👏
But what If you have vivid visions about something and that something happens in real life
Happens to me all the time so i also wanna know what it means😭
Ok I felt that coz my grandfather told me that in the dreams o isbonakaliso
We gogo Bathini, bake bakutshela ukuthi you have a dazzling smile 😏? kuyachaza ukukubuka ukhuluma, thokoza gogo👏👏!
😊😊😊😊
Kodwa Thoko💓💓
Thoko uhluphile 🤣
@@originalvuvuzela 😂 I know right 😜!?
Lols Thoko
Thokoza gogo bhatha ngiyabonga...I was just watching something else about tarot card when kugena video yakho. Cela ungibeke kumkhuleko wakho noma ungisize ngiphupha ngi phakathi emanzini kodwa bese ngiyasaba ngivuke . Ngene themba uzongisiza.thokoza Gogo
Syabonga gogo ave ucobelelana ngolwazi. ume njalo.
Thokoza Gogo,Im divorced cuming from abusive marriage, Ive moved on to my new relationship....but now i had dream this mother on my dream was telling me to get back to my husband!How is dat possible....
Thokoza Gogo, if you dream the same dream for a couple of days what, is it a vision? And at that time of the dream it feels real
Gogo Big up usifundisa lukhulu siyindlu emnyama god bless you.
Thank you so much Gogo for this important message
Thokoza gogo what does it mean when you hear a whistle (umlozi) while you are sleeping. The other day my mother said the whistle was coming from me, but my lips were not moving, I was so shocked in the morning.
What is it when you dream about something then yenzeke ngempela?
Gogo I join the yellow and blue this week
I have been told twice in my dreams ukuthi andiva ndinenkani..bathi bafuna ukungipha umsebenzi but my question is uzoqalaphi?
ukuthwasa kudinga izinto ezininzi
Siyabonga Gogo ngokusifundisa ungadinwa
Nami Ngiyabonga, kakhulu
Gogo ndinabantu abadala ndiboniswe dolphin 🐬 ndihleli
Nami ngufakazi Gogo, benginenkinga yokukhohlwa amaphupho, ngaphahla ngacela ikhambi, ngaqeda ngalala ngibhekile, ngavala amehlo wafika nekhambi lezinto ezingu4 kodwa ngayi khohlwa leyokugcina, kodwa still kwasebenza,
syabonga salukazi ngokusicathulise kwande kakhulu ngaphandle kwakho ngabe kusahlwile kuthina 🙇🙇 thokoza salukazi
Thokoza gogo...Uma uphuphe mama wakho ongasekho noma ngingasalikhumbuli kahle koda ngikhumbula ukuthi ngibone Mama wangishaya ngebhande ngakhala and lapho ngiphaphama khona ngaqhubeka ngakhala and bekungathi kwenzeka ngempela.
Eiiih asibonge Gogo ngolwazi
Hi,I'm always see running of water ...difference running water
Gogo siyabonga kusifundzisa . Nginesicelo Ngicela usentelo ivideo lecadza kushaya indlwabhu kutsi kuyibamba njani imbumelelo yomuntu
Woooowww Siyabonga kakhulu gogo!
Thokoza gogo. Ngicela ukubuza la mayena nekhombo umangiyisebenzisa ngiyisebenzisa kanjan mina ngihlala ekhaya komalume. Ingabe kulungilen ngiphahle nedlozi lasekhaya kobaba ngikhona komalume njengoba wakubalula ukuth singazibizi izingo masiphahla ngalekhombo. Ngisize gogo.
Kuyangibusisa ukuthi uma ngibheka i channel ngithole kukhona something new uploaded. Uqhubeke nomsebenzi omuhle.
Thokoza, nami kuyangibusisa ukuthi umsebenzi wami niyawuthokozela
Thokoza gogo ndiyathanda ukubukela I videos zakho nam ndingumntu wesi bonakalisi ndiyaphupha kakhulu ngabantu abadala abakulo mama apho ndikhulele khona ndiboniswa bone beno malume wam emotweni evela ukuyobalanda emangcwa bendijongile ndibavuyele kakhulu ndikhola kakhulu and enye into nxandilele ndiboniswa amanzi amakhulu nenyoka ezininzi, amaqhikga, nesikolo andazi ndenze ntoni ngabo andisena bazali utata ukhona kodwa ngumntu ozigulelayo asazi naye uguliswa yintoni and ilife yam eyikho ryt nix ngelinya ixesha ingathi ndiyaphambana ngoba mna ndizixalele ukuba nxa bendithi kum abantu abadala ndenze noba yinto ndizayenza kwadwa andinawo Amandla andisebenzi andazi ndiqale phi😭😭😭
How do i remember my dreams/ vision? I wake up and somedays i don't remember my dreams.
keeping a special book to write in your dreams every morning is important and can help you remember your dreams better
@@lesamotshwane9006 i wake up and i am blank
@@kokegail i have the same dilemma i dnt remember my dreams in the morning
Amen 🙏
Eish gogo wayibeka indaba. Ngike ngaphupha ngisendlini esiyibiza ngeyakwagogo ngithandaza. Ngibheke amakhandlela elimhlophe neliyellow kwangena ugogo wami ongasekho ethetha kabi egqoke amabhayi a blue.
Gogo, What happens when a blue spirit or umoya come to you in your sleep
I'd also like to know...
Can we please have subtitles , I get so lost every now and then
I dream about my father we're planting vegetables, my father, he was showing, me how to plant,.... In the dream plz tell me,...
Sawubona , heeeyi lide lephupho kodwa ke ngiphuphe ubaba owadlula ngisemncani, angibamba isandla. wathi kimi awubheke ukuthi ukhule kanjani
Gogo uxolo ngokuphuma ecaleni. Ndifuna ukubuza Likhona iyeza elihlambulukileyo for I business without ukuthwala. But elehlahla
Eish Gogo ngikuzwa kahle, ngaze ngakude kodwa😔😔😔
Thokoza gogo nginokuphupha umama ongizalayo osowashona ngimphuphe ngathi usegoli uhlala khona kodwa kuleviki ngiphuphe ngisemncwabeni wakhe
That GOOD GOGO
Thokoza Gogo. Bengsacela ungiphe ulwazi. Ngihlushwa iphupho loshephisi. Kuba engathi ugcwele umlomo. I always try ukuwkhipha kodwa awupheli. Lize liphele iphupho ngizama ukuwkhipha loshephisi. Kungabe kuqonden?
GOGO ngicela ukubuza ukuthi ngabe kuchaza ukuthini ukuphupha inkomo ebomvu ikujaha.
If ngiphupha something yenzeka noma into esazoyenzeka without seeing amadlozi akithi, things that I didn’t think about .kuseyisibonakaliso nalesow
Isbonakaloso leso idlozi elikbonisa lokho
Thokoza gogo khona iphupho elingangiphathi kahle ngiphuphe ngi kakela ebhakedeni endlini bekusebsuku ephuphweni
Thokoza gogo. Can you do a video on mustubation issue?
Did you get help I also need an advise
Nkulunkulu muhle ngyabonga kakhulu 😢mina ngiphupha izinto ezimbi zenzeke ngampela
Thokoza Gogo , I dreamt of ibhayi lamakhehla njengoba u chazile. Ngyenze kunjani ngiyilithenga bese ngiyenzani, please advise
Sawubona. Mina ngiphuphe umama wami ongasekho emhlabeni kungathi uyaphila, after lapho ngambona sekaphuma igazi ngomlomo. Kwasuka futhi ngambona sengathi ithuna lakhe liphazamiswa yiTLB kwavele kwavuleka ibhokisi lakhe ngambona elele kulo. Ngyabonga.
Thokoza gogo besicela usiphe i video yama khandlela usichazela gogo amen
Ngisahlela leyo video. Ivulile kakhulu
@@dr.gogobathinimbathatv thokoza
Siyabonga
Salukwazi
Se
Ndoda
Ngiyaphupha kodwa ngiyakhohlwa
Mina isibonakaliso ngisibone kaningi ngisehlukanise kanje nephupho..
Kumanje ngise Nigeria ngaba nesibonakaliso ngalendawo engizosebenza kuyo ngingeka fiki kuyona ngithe umasengifika kwaba ngathi haibo lendawo ngathi ngake ngayibona .yaba njengoba ngayibona esibonakalisweni....futhi ke zingane zakwethu isibonakaliso sihlala siqaqile kunephupho.kawusikholhlwa lula
Gogo ngiyazibongela ukuthola wena,njengoba sowushilo ukuthi ngo February uzobe uyenza ama video i really cant wait,bengilahlekile kakhulu kodwa ukukhanya ukulethile manje empilweni yam
I dreamt given a greensoap what does that mean?
Thokoza gogo ngiyedafumana isibonakaliso ngisenza isilawu and angisazi yhini until I had to research ba yhini isilawu and kwesibonakalisi bengisenza isilawu then after ngazigalela ngaso ,what does that mean ?another thing ndimana ndidibana nabantu they keep telling me ba I am chosen by my grandmother and ndimhlophe I am not sure do I trust lento bayikhulumayo or what must I do
Ngaze ngakuthandza🙏🏾
Why ngizwa izinyoni mangithi ngilale LA leVideo or Zingakuwe Gogo?
thokoza gogo nginekinga ngiyaxolisa ukukubuza ngefowuni ngihlala kude egoli ngashonelwa yingane esiswini ibine nane moths full so ngaqala ngaphathwa yipheyi ngapha encele esiswini ngihambile edokotela kodwa usizo angilutholi nabesintu lutho ipheyini lakhona ngazithi kunamanzi ngaphakathi ngincela uncedo noma ngithi bangifake ku sonner bayenqaba makhosi ngiyabonga
I once dreamt of my grandfather's brother who was fighting for his life at the hospital at the time, ngimuphuphe amuntu loshone kdala wase uyafika kimi wangikhomba isihlahla wathi ngiye kuso ngisikhe ngase ngyavuka, after a week washona mkhulu wami lomncane.... Kusho ukuthini baba? Did I ignore something that would have helped him?
The number does not go through. Does that mean we weren't meant to meet like you said in a past video. Or noma MTN iyasogolisa?
thulani mtetwa Nami I’m wondering cause kunzima ukumthola was prepared to come consult no Gogo this Saturday.
@@similomkhize2584 it says the number does not exist
thulani mtetwa too bad lapho we really need usizo mina it was going through but no answer,luckily it happened ukuthi ayibambe wathi I must call after an hour did just that lol ngize ngaSeta alarm when I called voicemail or no answer😔
@@similomkhize2584 Hopefully he will pick up. Mina it doesn't go through at all. It's hard especially since thing's are really pressing
thulani mtetwa hopefully I feel you bhutiwami kuzokhanya.
Ngiphuphe ubaba kanje wasekuhlaleni angigijimisa and akasekho
Thokoza gogo mina angazi noma ngingene kanjani la bt ngivele ngagula nje esthubeni kanti ngumuntu ozibalekelayo lezinto zabatabadala kodwa benginaso isifiso sokuthi ngikubone ngyabonga
Thank you this information was helpful
Uqinisile gogo Mina mingibanakaliso lomuntu ubengakhulumi kuphela uvele angikhombisi lezizinto ubuhlalo obunhlobonhlobo ngaze ngabuthenga nethusi kodwa ekugcineni ubesekhuluma ethi angyolanda ukuthi othize ngaeukhohlwa igama lawo
Sawubona we Gogo ayi uyakhuluma ndoda
Manje gogo Bathini kusuke kwenzenjani uphuphe isalukazi ongasazi ulele kodwa ugcine uzwa izwi laso lesalukazi sikuvuse usibone ngamehlo omoya uvuke and start sleep walking?
Kwenzeka when I was 7 years and when I was also in college. Ngahanjiswa ebsuku ngilele endlini bangabona ngiphuma nebuka itv. Ngavinjwa umakhelwane engivusa wabona ngihamba ngilele wathi ‘uyaphi? Ngathi ngyochama’ kwaba ukuvuvuka kwam sengibona ebasekhaya bengilinda.
Kwathi lokhu okwesbili ngavuka ngilele ngibona ugogo engamazi elunguza ngewindi, mase ngezwa wakhuluma lathi izwi’Phumela phandle uzoyibona’
Ngaze ngachazeleka kahle phakathi kwephupho nesibonakaliso
Gogo I'd like to know...what does it mean to always dream about school...when you're a person who is no longer in school,even when I dont dream about school there is a specific girl I see every day in every dream I have what could that mean
I have a similar dream.
Me too
At @Gugulethu Mahlangu @Thando Ndebe and with the specific person you always see are they still alive?...in my case they very much alive but we're not in contact we weren't even that close I knew her in primary which makes it more confusing
@@gugulethumahlangu5646 has anyone ever explained what it means?
@@thandonebe481 have you ever gotten someone explain perhaps ...I've tried googling but still :(
Sawubona gogo..cela ukubuza usuvalile..?ngoba ngicela ukubooker kďwa you not answering my calls...Please gogo i really need your help ...
Gogo apha undisombulele kutsho kwasa
Thokoza Gogo
Thokoza Gogo, ngivuke ngixoshwa emsebenzini ngicela ukwazi ukuthi yiphupho noma isibonakaliso na?
Ngihlezi ngithethiswa mina yoh
Thokoza salukazi sendoda ngicela ukuthatha lelithuba kengibuze kugogo ngingumuntu ongajwayele ukuba namaphupho kodwa kuyenzeka ukuthi ngibe nezibonakaliso zabantu abadala besho or bedlulisa umlayezo othile kimi Uma ngilele njengoba ugogo echaza ngicela ukubuza ukuthi lokho kuchaza ukuthi nginabantabadala
Yini ngoba nginenkinga empilweni yami izinto zami azihambi kahle uma ngisebenzisa isiwasho noma umuthi wesintu kufike kukhanye kube sengathi kuyalunga leyonto engisuke ngikusebenzisela yona kodwa kothi kuphakathi nendawo kuvele kucishe kube sengathi khona umuntu ocisha isibani sami lapho sesiqala ukukhanya kahle ngicela usizo ungicacisele salukazi sendoda Thokoza Gogo 👏👏👏
Thokoza Gogo🙏
Uma uphuphu ugogo wakho egibele etekisini Mina ngapha ngimgijimisela I pack Yama yababa ngayifa itaxi isamile ngamnika ngamqabula wavele wanyamalala kule sit behleli kuyo ngahlala kuyo Mina kusho kuthini lokho??
Ngifisa ukwazi ukuthi if uphupha ingane yo umlungu ekade yashona eyisidudla isibonakalise or iphupho
👏👏👏
Sabona gogo ngiyabona bengingazi yazi bengibona isibonakaliso somfwethu engimlamayo ethi kimi engibiza ngengama li ethi kimi eqoke kahle ethi kimi usuhlalaphi ngimncamzele ukuthi kungaphi .and sengabuya emzini ngahlukana no baba wezingane ngabuyela ekhaya nasekhaya akuzangr kuhbe kahle ngakho lokhu ngokubatshela ngalamaphupho ngaba ngumuntu omubi kumama .ngimane bengihleba bethi uqalile unoma phupho ngancina ngaya emathuneni kumkhulu wami ozala umama ngamncazela ukuthi kungani ngiphuma kithi no cc wami nomalume ufowabo ngaze ngancela ukuthi bangatshela nabanye bakaqumbi yisimo engibhekene nabo yingakho engibuza umfowethu ephupheni angazi noma mkhulu ngenze into embina ngoba ngibekezele kalhulu
Nami kuhlezi kuthiwa angizwa but abafuna ngikwenze akukho emandleni ami okwamanje😔
Thokoza gogo, sibonga kakhulu ngomsebenzi wakho, amavideo akho awusizo... Kukhanye
Hie, i dream about a men i dont know him he said to me that is my brother father he give me money big one i dont know mining
Gogo ngakuboniswa nami ngingakazi ngikubone or ngingakwazi at all sise ntabeni nawe lapho wangethwesa khona umqhele wengwe and I have been trying to call you to make an appointment with you
🙄🙄🙄🙄
Ngiphuphe funeral
Mlume English mlume 😂😂😂
yeza ngesikebhe
🤣🤣🤣🤣🤣
Uyisilima
Ungaphupha ushada neÇhief yini Gogo? Please help