UMNTWANA WAKWAPHINDANGENE UGONYULUKA EYOBUDLELWANO PHAKATHI KWAKHE NESILO UMISUZULU KWAZWELITHINI

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 4 фев 2025

Комментарии • 88

  • @Madudo_Mvuna
    @Madudo_Mvuna Год назад +5

    Nhlaka Production Siyabonga Kakhulu Bhuti'

  • @mamlambopromo9034
    @mamlambopromo9034 Год назад +1

    Dankie Nhlaka production

  • @SamMsi-dq5rg
    @SamMsi-dq5rg Год назад +1

    Awu kodwa Misizulu, i trusted your humility... kanti unjena
    Ngiyesaba

    • @richardmanqele2878
      @richardmanqele2878 Год назад

      Hey nami ngiphoxekile. Ngangimthanda nge humility Kanto I fake humility😢

  • @fanelekhanyile6011
    @fanelekhanyile6011 Год назад +5

    Uma iKing misuzulu ingaboniseki lomuntu idlozi lakwaZulu uzokhothama kuzosiphinda uqinisile uSokwalisa 🤞

  • @bhekisisadladla9218
    @bhekisisadladla9218 Год назад +4

    Sihole Simakade

  • @Prophetoffaith
    @Prophetoffaith Год назад +5

    We spoke about this even before he was coronated babesthuka masibatshela ukuthi ayikho lento kaMisuzulu kunjani manje. This king is in Ramaphosas pocket who is the well known puppet of the west and the same west wants the ngonyama trust

  • @ntshangasezs-iu2jp
    @ntshangasezs-iu2jp Год назад +1

    Yini ndaba kungabi uShenge umeluleki wesilo ngoba uShenge unolwazi olukhulu nomlando kaZulu?

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Год назад +2

    Siyazibongela Sokwalisa,sithi nje unwele olude kuwe, itshe owaligqobha emandulo namanje usaligqobha.Gqengelele!!

  • @Bubele_be_Mvelo
    @Bubele_be_Mvelo 11 месяцев назад

    Change the constitution. Change our laws. Fix Azania and correct all this. Kanjani ukuthi Indaba zobukhosi bethu zithoniswa under Roman-Dutch law. Vote MK! Fix Azania kayi 1!

  • @anelemalahla3729
    @anelemalahla3729 Год назад +1

    Akukho mnandi ukuphatha abantu.

  • @mbathakhwelakuye6066
    @mbathakhwelakuye6066 Год назад

    misuzulu lomfana uzangomqondo wenkosi umswati uzokwehla kabuhlungu kulesihlalo

  • @Mcmng
    @Mcmng Год назад

    Ngabe yini le ebucayi Jehova

  • @Wizy_Wizy
    @Wizy_Wizy Год назад +13

    Buthelezi’s chickens are coming home to roost🤞 some royal family members told him that Misuzulu was not fit to be a king 👑 and he didn’t listen.

    • @injebomvu
      @injebomvu Год назад +6

      Inkingake usiko lwakwaZulu olukhomba uMisuzulu as a King 😢

    • @Wizy_Wizy
      @Wizy_Wizy Год назад +1

      Very sad reality. Land is precious, I hope people will not fold their hands and watch their land burn 🔥wahamba Mdlokombane🙆‍♂️your land is now a free for all🙆‍♂️

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад +1

      Ubani kanti o fit to be a king?

    • @injebomvu
      @injebomvu Год назад

      @@vusimngomezulu2500 kuthiwa phela usiko luthi uye uMisuzulu

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      @@injebomvu Okay 👍

  • @kwanelemhlongo3706
    @kwanelemhlongo3706 Год назад +1

    King Misizulu kaZwelithini ubashayisane Inkosi iyazalwa njengoba washo.

  • @zamobiyela2750
    @zamobiyela2750 Год назад +4

    Ningadlali ngoshenge ushenge wenza okummfanele ayngoba wayechema vele smmdanele ishlalo akaboniseki akamhloniphi umtomdala sekutholile owayekufuna kushenge uthukiwe ubaba omdala ethukelwa leshlalo manje akasaziwa nokthuyini awu kyaphela ngathi oh kunzima unkulunkulu akubusise shenge nksi yethu lalela phela mayekubonisa untomdala

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      Impela indlela ibuzwa kwabaphambili not kontanga.

    • @mabekagladyssithole1693
      @mabekagladyssithole1693 Год назад

      ❤Shenge Sokwalisa siyabonga iqiniso negalelo lakho esizweni sikaZULU. Ubakhile ubukhosi wasilwela isihlalo sobukhosi. Abangaboni bayobona bakufise sekukude emuva. SIYAKHULEKA UJEHOVAH ABASIZE ENDLUKULU BAKWAZI UKUBONGA NOKUBONA IGALELO LOMNTWANA USHENGE. ULWELA UZULU NESIHLALO SOBUKHOSI USHENGE. AKAFUNI LUTHO USHENGE ULWELA UBUKHOSI NESIZWE SIKAZULU SICELA AHLONISHWE. Izwi lithi "Hlonipha Uyihlo nonyoko ukuze izinsuku zokho zande ezweni".

    • @mabekagladyssithole1693
      @mabekagladyssithole1693 Год назад

      INDLELA IBUZWA KWABAPHAMBILI. SIBONGA ULWAZI NOMLANDO SHENGE❤❤

  • @lindonopapaza5706
    @lindonopapaza5706 Год назад +6

    Credo Mutwa Prophecy

  • @simphiwepercival2068
    @simphiwepercival2068 Год назад +1

    Umubeki wenkosi akabusi. Selocoshwa zinkukhu

  • @SiyabongaMshengu-dt1ss
    @SiyabongaMshengu-dt1ss Год назад +3

    Inzima lento yaleSilo esicabanga ukuthi sizofika nengqondo kaMswati yokuba u"Dlayedwa" lapha KwaZulu...!😥
    Abasondelene neSilo abasitshele ukuthi uZulu angeke ayimele eyokuhlukunyezwa kukaShenge🤞

  • @siphathisiwemoyo5360
    @siphathisiwemoyo5360 Год назад

    Impi shenge ikhona uma kumele sibulale kwasani okuyofa kwanduna kwankosi kwasani. Siyolwa shenge nalezingane esezidayisa manje siyoshaya. Simele shenge Isilo asiyeke ukudlala ngekhehla. Noma ungabhozomela leyonkosi umfana wakho akahloniphe mannnnn

  • @celumusazikhali7040
    @celumusazikhali7040 Год назад +1

    Ngangishilo ukuthy kunikezwa umdayisi isihlalo sobukhosi thina sizodayiswa vele, bamfaka maring sibuka ayikho indaba lana

    • @zweliniMqwebu6853
      @zweliniMqwebu6853 Год назад

      Mxmmm ningamaxoki kabi nina, nanikikiza laphayana manje mase konakele uthi wawushilo, wawusho kubani waphi ?

  • @hlengiwembambo3572
    @hlengiwembambo3572 Год назад +3

    Ay ay uyadelela 💔 uthi bullshit no man awukwazi ukusho njalo kumuntu omdala kanje yoh wangenwa odingani lo lamakhosi ayedelela

    • @zweliniMqwebu6853
      @zweliniMqwebu6853 Год назад

      Musa ukungihlekisa kukubi 😂😂 eyokungenwa oDingane

    • @hlengiwembambo3572
      @hlengiwembambo3572 Год назад

      @@zweliniMqwebu6853 aybo yabona lamakhosi akudala oshaka nodingani bavukele kuye ngqo, phela ushaka akaze ezwane noyise kanjalo nocetshwayo muthi ulandela umlando wabo kwakunjalo, nala kunjalo. Futhi uhlula ngisho umalume wakhe. Ngimkhonzile impela koda mebefuna abuse abamubambe bamuvalele ngenkani. Ey koda uyovele ebashaye lo

    • @zweliniMqwebu6853
      @zweliniMqwebu6853 Год назад

      @@hlengiwembambo3572 ayy empeleni kubi futhi ukuthula akukho kulelizwe lethu, ngizwela uMntwana kaPhindangene ngoba uyasho naye ukuthi mdala kodwa akakwazi kuvela athule njee kusonakala, ngize ngifise nokuthi uMntwana uGideon noMntwana uReginald bebasaphila babemthanda kakhulu.

    • @hlengiwembambo3572
      @hlengiwembambo3572 Год назад +1

      @@zweliniMqwebu6853 no akudingeki abantu abathanda uShenge la kudingeka abazothanda isilo ngeqiniso bangasincengi nhlobo koda kufuneka abantu abasenamandla okuthi bamshaye mekumela ashawe ngeke phela. Akasenaye nodadewabo nje ongahlala phansi naye ambonise imvamise abantu bavamisile ukugotshwa odadewabo

    • @zweliniMqwebu6853
      @zweliniMqwebu6853 Год назад

      @@hlengiwembambo3572 futhi singiphoxile iSilo siphoxa nesizwe siphela kulabantu abahlale besithi amaZulu aspecial ngani ? Mina sengifuna kubenokuthula nje esizweni, sihlangane njenge sikhathi sikaMdlokombane kubuye noMntwana uMbonisi noSimakade noBuzabazi kuzophoxeka izitha zikaZulu.

  • @ThulaniZulu-x6f
    @ThulaniZulu-x6f 29 дней назад

    Uwe wena khehla owasfaka u-2pack.

  • @velenkosiniLinda
    @velenkosiniLinda Год назад

    Waze wangphoxa uMisuzulu umangabe engasamlaleli uShenge

  • @MzuveleSikhakhane-wl2qv
    @MzuveleSikhakhane-wl2qv Год назад

    Unjani bhuti Mzuvele imbongi yebhayibheli odabuka olundi edumaneni

  • @timgabemgabe6145
    @timgabemgabe6145 Год назад

    Akakhishwe esikhundleni kuse early

  • @bonganimncube377
    @bonganimncube377 Год назад

    Kuyaphambana lana ubulaluzulu lona

  • @jabulanizulu2506
    @jabulanizulu2506 Год назад

    Ayikho indaba kuloMisuzulu wakhona mayengahloniphi ephinde afake abantu bangaphandle ashiye abasekhaya makunendlela kakhishwe kusemanje ngoba inkulu nkinga kuye

  • @nompilongcobo5860
    @nompilongcobo5860 Год назад +2

    Manje awumkhiphi ngani ngobawafakwa uwe bekhala bakwabo, wabulala sonke isizwe

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      Ukuzwe ngobani ukuthi UMisuzulu wafakwa uShenge? kanti itheni i will kaMdlokombani?

  • @lindasanele1910
    @lindasanele1910 Год назад +3

    Isizwe samaZulu silengele eweni siphethwe iXoki lamaxoki iNgonyama esesihlalweni naye loMzimela iXoki ngokwakhe kuhlangene amaxoki

    • @zweliniMqwebu6853
      @zweliniMqwebu6853 Год назад

      Ayy mfowethu ngiyababaza angsayazi le nto eyenzekayo manje, futhi ekuqaleni bengithi aynkulu lendaba iyedlula, manje UShenge ugeqa amagula ngako konke okwenzakalayo ebesingakwazi.

  • @zweliniMqwebu6853
    @zweliniMqwebu6853 Год назад +3

    Isalel'ehlezeni dawsheni iNkabi egwaz' inkunzi yhin le eyenzek' eThekwini Ndabezitha behlikihla ngawe ezitheni oChief Bunzima Maphuphumulo'' Isibhamu esiqhume phezu kweyNtaba zeNgwavuma kwazamazama Ezombombo wabaleka uMzamo ezalwa kwaNyawo'' UMlabalaba abawudwebe phansi kwaNoziyingili eManguzi wehlulekile uChief Mzimba ukuwudlala esaba ukugcwala kweNgwavuma'' Yacwila itheni thawuzeni dolaz inkobe zamaswazi zimehlulile okaTembe usebathe uyazicaphuna ziyamshisa seze wanyuka nazo ebheke Ondini eyothi nawa amancoko asidle Shenge'' iNkunzi eyadukela kwelaseKoloni yabuya abamhlophe sebeyifake iziqu, iZulu eladuma phakathi koCuthebe noDayeni lazithatha iyhlangu zeNduna'' iNkosi kayiqedwa. Sokalisa Shenge.❤🎉.
    Phungashe la babantu abazodunga ubudlelwane bakho neSilo bazokwenzeka ukuthi thina singabanye sikhethe phakathi kwakho noBayede, uhlale wazi Sondiya ukuthi mina ngiyokweseka kumnyama kubomvu, angincenge muntu ngawe Ngqengelele.

    • @thabaninyawo-hv5ge
      @thabaninyawo-hv5ge Год назад

      Lezi bongo ezithi kwabaleka uMzamo ziyahlanekezela

    • @zweliniMqwebu6853
      @zweliniMqwebu6853 Год назад

      @@thabaninyawo-hv5ge awunabe phela sikhule thina Ondini inyosi yakwaPhindangene uPhakathikwempi kaFelifa imusho ngazo uMntwana, futhi iybongo zichaza umlando womuntu unjalo nalabaTembe babeyizitha zakhe uShenge.

    • @thabaninyawo-hv5ge
      @thabaninyawo-hv5ge Год назад

      @@zweliniMqwebu6853 Hay kulungile Mqwebu

  • @SSM_S
    @SSM_S Год назад +2

    Ungakhali baba, uzifakile otalagwini... Lomfana ophethe watshelwa ngaye wangena shiiiii kuye. Igaxele ikhasethi manje sekmele kuzwe thina siphinde siphawule. Xazulula njengokuhola kwakho laaa owazi khona..

    • @injebomvu
      @injebomvu Год назад +1

      Usiko yilo olwakhomba uMisuzulu as a King manjeke Uma esethatha izinqumo njengenkosi akakwazi ukuphika uMntwana ,hhay yona lento yaseNdlunkulu iyinkinga bakwethu😢

    • @zothahneliswa1686
      @zothahneliswa1686 Год назад +1

      Bhuti isiko lalikhomba yena uMisizulu😭😭kodwa kuyamhlula ukuphatha uZulu udlala ngathii...buka uShenge uyakhala ngenxa yakhe😭😭😭😭😭😭😭

    • @injebomvu
      @injebomvu Год назад +1

      @@zothahneliswa1686 yabonake impela usenzela umathanda ngoba sewabekwa esihlalweni waze wagcotshwa yeka ukumeseka kwethu ngiyakhala ,kodwa futhi asikhulekele ukuthi idlule lento bafowethu

    • @zweliniMqwebu6853
      @zweliniMqwebu6853 Год назад +1

      Ewuuu ubuyini kewena, sengaze ngathi UShenge angancenga ukunakwa uwena nje

    • @zweliniMqwebu6853
      @zweliniMqwebu6853 Год назад

      Futhi ukhumbule akutshelwa wena laphayana, umhlangano wendlunkulu lowana pho ungenaphi ke wena

  • @SindiZondi-d1m
    @SindiZondi-d1m Год назад

    Wer ayii bo lobaba wayevele engazwani ngisho neSilo esakhothama,inkinga yakhe akafuni wenze izinto ngendlela yakho bakwethu ngeke phela uthi uphethe bese ungakwazi kushayamthetho,kube nomuntu kuyena okumele uzwe ngaye ,phela ngokweqiniso nje uShenge nguye okumele ezwe ngeSilo,samhlonipha ngokwanela mhla simnika isikhumba sebhubesi emva kwalokho ,kwakumele athathe umhlalaphansi

  • @robertshandu1873
    @robertshandu1873 Год назад

    Kunzima Shenge...basisusa kubasekeli baso ukuze bazenzele abakuthandayo. Ngiyasola futhi bayasi blackmail about something...amaqili abhilitile

  • @Bongz90
    @Bongz90 Год назад

    Ey kwakubi

  • @MuziZulu-w1p
    @MuziZulu-w1p Год назад

    Kulikhuni lento yakwaZulu isiqala kuphelelwa ngumsoco ngenhla yofish mubole ekhanda ngeke wenze lutho

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Год назад

    Kunzima shenge manje isilo esincane mzala wm impela Kodwa nje ngyasaba manje ngedlela yenza ngayo

  • @thokozanielias7316
    @thokozanielias7316 Год назад

    Kungani uhumusha ulimi lwezizwe sonke lesikhathi kusaphila Isilo esabuzayo

  • @thokozanielias7316
    @thokozanielias7316 Год назад

    Shenge Sokalisa khokho ngiyakuzwa kodwa kungani ungakaze uziqhenye ngwSizwe saka Zulu ngesikhathi sokuphila kuka Ngangezwe lakhe,kunini uhumusha isilungu kusaphila Isilo esubuzile

  • @lihlehmagwaza4822
    @lihlehmagwaza4822 Год назад

    Mina kaaaaaade ngaybona ukt ayikho lento asinasilo thina mazulu ngabona mhla ehlulwa ukfunda ulimu lwesizulu ukt ayikho lento,nophuzo oludakayo ngathi luthintwa mawala

  • @fikilemagwaza6231
    @fikilemagwaza6231 Год назад

    Uwena shenge owasibekela lento manje isizwe samazulu sesizobuswa eswazini

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      UShenge wayibeka kanjani eyedwa pho? awuze nazo ngoba kukhulu okwaziyo wena bo.

  • @senzodlamini3742
    @senzodlamini3742 Год назад

    He is trying to tell you to retire Shenge.

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Год назад

    Kunzima shenge manje isilo esincane mzala wm impela Kodwa nje ngyasaba manje ngedlela yenza ngayo