Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Siyanonga Mpunga Yesintu. Nami ngokuthokozela ukuba yingxenye yembizo.
Ayi washaya mpungayesintu👏👏👏 ngicela ukubuza ukuthi uyatholakala yini ocingweni
Yebo ngiyatholakala
@@impungayesintutv Ngiyabonga mhlonishwa ngizoyicinga kuma page wakho 👏👏noma ungiphe yona makungenankinga👏👏
Kulukhuni Mpunga siyabonga🙏🙏🙏
Ngiyavumaaaa!! Hheyi nalolukhuvethe lusibambile.
syabonga kakhulu Mpunga, Amen!!!
Syabonga 🤝
Uma sekute likhaya labomalume ngenta njani? Malume kwayena akashadanga ngesintfu, bantfwana bakhe angeke nabo bangisite. Kute Lokhona ngenta njani ke mine Mpunga?
Ngiyabonga buti about this inkosi ikubusise
Ngyakuzwa bhuti ,sengichazwa ilengoma ebikade idlalwa kwiBackGround nje❤️
Isho kamnandi kanjan nje ey, kanti ulokhu uzizwa nje lezingoma kwiMpunga Channel
Ngiyabonga imfundiso yakho baba,kodwa kabomama akunamalume bekuzintombi Zodwa ,nomuzi awusekho sekwaba yihlathi nje,kabobaba akunamuntu indlu seyathathwa abantwana Baka baba omkhulu siphelele lapha egoli akusanamuzi,sincede baba ,Inaba sewandlula emhlabeni wabekwa emakhaya please help us senzeni ukuze Nathi siphumelele empilweni Pamela from Alexandra
Kodwa Mpunga !!! siyabonga mnewethu
Mina nekity izinto zethu ziphethwe ekhaya komama lona elingasekho ngingenzanjani kulokho
Siyabonga iseluleko Mpunga Yesintu
Hayi siyakhula mpunga yesintu ngokubuka lemfaniswano eqoshiwe.
Yazi angazi. ngngabonga ngithini mina ithonga lami lingibonisa konke osichazela kona kulesihloko sanamuhla usho nangomyeni elangikhethela yena ngiyabonga makwande kulesipho onaso✋🙏
Injalo ayijiki 🙌🏾
Siyabonga imfundiso baba.
Uma ugogo wakho wayegcagcele kwesinye isibongo kodwa wase eyahlobonga kwaphuma ubaba wakho ozala wena, wenzanjani lapho?
Inamandla Mpunga sobe sikhona embizweni
Li! Li! Li! Li! Kwakuhle kwethu, Hayi! wayichaza Mpunga lendaba izwakele kahle ifuna kuphela unyawo lwami emagcekeni asekhakhoMama nawasekhakhaBaba. Siyabonga
Impunga awu siyabonga mtakababa uyasicathulisa ngolwazi
Okuchaza ukuthi izimfundiso zakho mnewethu ziyafinyelela kuqoqo eliyisilinganiso esithile.Lokhu kufakazelwa ukuthi uhlelo lwakho luyathuthuka mihla namalanga, okusho ukuthi abantu bayazithakasela izinto ezama ukuqwashisa ngazo isizwe.Khulal njalo ungabe usabheka emumva✊
Kuyezwakala Mpunga, kodwa ikusasa libukeka likude kakhulu!
Siyabonga Mpunga kuthina usufana nomtapho wolwazi wezinto zesintu 👏♥️✌
Siyabonga mkhulu
ey cha Mpunga ngyavuma inkinga lena engbhekene nayo angaz ukuth kwamele ngenze njan manje
Oh wow let me just say this one session got me in tears because something in me just clicked. Thank you very much for such great knowledge. God bless you.
mmmmmm yangithinta ke le yangihulisa heey wajula mpungaaa ngizokwenza lokhu impungaaaaaaaah
Angibonge mpunga yesintu lento oyishoyo
Mpunga uyi nqonqo
Yazi mina ngaphupha ngiye komalume ka Mame kodwa angikaze ngiye kodwa manje syangthinta lesihloko😔
Mina nje Mkhulu ngihlala komalume kamawam.isisekelo Sami sikomalume kamama.
Ikwabo likamama alisekho mpunga sekwaba amanxiwa. Kwenziwa njani lapho
Kodwa Mbanjwa ubani lobiza ugiya ngemuva
Uyabona abakomalume kababa ngeke ngiye lapho bakufakela u poison usamile ngenyawo yoo hlala nsizi zami yiva engiyofa nalo babusisiwe abaphuma emdenini ezwnayo yooo
Ngizocela ukumufonela uBaba uma etholakala ocingweni ngiyabonga
Syabonga Mbanjwa
🙏🙏
Kuxuban' ubende la esintwini. Siyindida,sijulile!
Mtaka Mbanjwa wathinta into enzima empilwen yam...umkhulu ozala ukhokho ekhabo ma,kwagcina ngaye ukugcagca,nekhaya lagcina ngaye ukuba khona...ukhokho ozala ugogo washona engagcagcile,ugogo wase ekhulela komzala wamawakhe,wase egana ugogo emzini lapho kungazalwa umama khona,ngase ngzizalelwa kulowo muzi mina,gogo akagcagcanga nomkhulu ozala umama,nomama akagcagcanga nobaba...ngakho ke alikho ikhaya lako malume ka gogo no mama n nami anginalo...kwenziwa njani kulesi simo?
Ayii lento Yesintu iwuchungechunge kakhulu bayajabula abayinembayo
Ukufunda akupheli ngifundile lamuhla
Mmhh ijulile lendaba
Mpunga yesintu ngiyakubingelela , kwenzekile emzini wami engizithengele wona kufika izithwalambiza ngokwehlukana kwemibala kodwa ngokungazi njalo ngiyazibulala ngabe sengisengozini noma ephitheni na ngalesenzo ?
Syabonga
Uma ungalazi ikhabomawakho wenzenjani
Ngiyakuzwa mina icace okomva webhokhwe
sawubona Baba ngicela ukubuza uMama washada noBaba kodwa sasesizelwe sakhulela kwaboMama, wathola amandla sesikhulile okuthi asakhele ikhaya manje uma sihamba abantu abahlolayo kuthiwa kumele sikhishwe edlozini lakaboMama sisiwe kwaboBaba, engicela usizo kuko ukuthi ngabe leyonto into efanele ukwenziwa na? ngiyabonga
👏👏👏👏
🙏🏾🖤🇿🇦🌍
Enkosi Tata
kungaba njani ibe yi zoom imbizo Mpunga?
Sizolinda usuku lwembizo
UBhuti wami wazalwa abazali bami bengaka ganani. Wathatha isibongo sika Ma. After 1 year ezelwe bashada abazali bami ngesintu bese benza nomsebenzi uBhuti wami wathatha isibongo saka Baba. Ngiya themba izinto zenziwa ngendlela?
Ngibingelele mangabe abazali bekuthole bengagcagcile intozakho zikhomba komalume
Kuyezwa mpunga. Kodwa wenza kanjan uma sekwasala amanxiwa komalume baka mama abantu bakhona sebashona. Kumiseka kanjan esimeni esinje?
Ngingeyona impunga kodwa ngicela ukuphosa itshe esivivaneni,Uma umuzi wasekhabonyoko sewaphela kuyancomeka ukuthi ubheke uzalo lasekhabonyoko abaphathi ethongweni elilodwa nonyoko.isibonelo zama ukuthola inzalo kakhokho konke abayokwenza kuyobe kufana nokuthi wenzelwe komalume ngokuphelele.
Ngyabonga mfwethu
Siyanonga Mpunga Yesintu. Nami ngokuthokozela ukuba yingxenye yembizo.
Ayi washaya mpungayesintu👏👏👏 ngicela ukubuza ukuthi uyatholakala yini ocingweni
Yebo ngiyatholakala
@@impungayesintutv Ngiyabonga mhlonishwa ngizoyicinga kuma page wakho 👏👏noma ungiphe yona makungenankinga👏👏
Kulukhuni Mpunga siyabonga🙏🙏🙏
Ngiyavumaaaa!! Hheyi nalolukhuvethe lusibambile.
syabonga kakhulu Mpunga, Amen!!!
Syabonga 🤝
Uma sekute likhaya labomalume ngenta njani? Malume kwayena akashadanga ngesintfu, bantfwana bakhe angeke nabo bangisite. Kute Lokhona ngenta njani ke mine Mpunga?
Ngiyabonga buti about this inkosi ikubusise
Ngyakuzwa bhuti ,sengichazwa ilengoma ebikade idlalwa kwiBackGround nje❤️
Isho kamnandi kanjan nje ey, kanti ulokhu uzizwa nje lezingoma kwiMpunga Channel
Ngiyabonga imfundiso yakho baba,kodwa kabomama akunamalume bekuzintombi Zodwa ,nomuzi awusekho sekwaba yihlathi nje,kabobaba akunamuntu indlu seyathathwa abantwana Baka baba omkhulu siphelele lapha egoli akusanamuzi,sincede baba ,Inaba sewandlula emhlabeni wabekwa emakhaya please help us senzeni ukuze Nathi siphumelele empilweni Pamela from Alexandra
Kodwa Mpunga !!! siyabonga mnewethu
Mina nekity izinto zethu ziphethwe ekhaya komama lona elingasekho ngingenzanjani kulokho
Siyabonga iseluleko Mpunga Yesintu
Hayi siyakhula mpunga yesintu ngokubuka lemfaniswano eqoshiwe.
Yazi angazi. ngngabonga ngithini mina ithonga lami lingibonisa konke osichazela kona kulesihloko sanamuhla usho nangomyeni elangikhethela yena ngiyabonga makwande kulesipho onaso✋🙏
Injalo ayijiki 🙌🏾
Siyabonga imfundiso baba.
Uma ugogo wakho wayegcagcele kwesinye isibongo kodwa wase eyahlobonga kwaphuma ubaba wakho ozala wena, wenzanjani lapho?
Inamandla Mpunga sobe sikhona embizweni
Li! Li! Li! Li! Kwakuhle kwethu, Hayi! wayichaza Mpunga lendaba izwakele kahle ifuna kuphela unyawo lwami emagcekeni asekhakhoMama nawasekhakhaBaba. Siyabonga
Impunga awu siyabonga mtakababa uyasicathulisa ngolwazi
Okuchaza ukuthi izimfundiso zakho mnewethu ziyafinyelela kuqoqo eliyisilinganiso esithile.
Lokhu kufakazelwa ukuthi uhlelo lwakho luyathuthuka mihla namalanga, okusho ukuthi abantu bayazithakasela izinto ezama ukuqwashisa ngazo isizwe.
Khulal njalo ungabe usabheka emumva✊