Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Siyabonga kakhulu maMbotho, siyajabula ukubuye sikubone, unganyamalali kakhulu bo.
Asbonge Mbotho, ubusiseke❤❤❤
Amen syabonga maMbotho ngyafisa ukuxoxa lawe
Siyabonga sisi ngecazelo yakhoNdicela ukubuza xa uphupha igandangada ikucindezala kutsho ukuthini mzali❤❤
Sawubona sisi Hlengiwe Ngisacela ukubuza uma umuntu egeza ngesiqunga kuyamsiza yini ekususeni izichitho namashwa amnyama Ngiyabonga usazongiphendula
Thokoza gogo siyabonga nkosiyami ungapheli ukusifundisa ❤❤
Siyabonga MaMbotho syakuthanda❤️
Siyabonga maMbotho ukusihlaziyela.Bengisacela ukubuza ukuthi kushoni ukuphupha unikezwa isidleke senyoni
Siyabonga noku bona wenje kuyinto enkulu inkosi ikusise hlengiwe uphakame njalo cc wami😊😊
Amen gogo ndike ndaphupha umama e ndisengela esibayeni efaka kujug omkhulu
Sbonge maMbotho ngokusiphakela umthombo wolwazi. Makwande kukhanye ❤❤
Ngiyabonga kakhulu cc ngiphuphe ngiwasha izingubo zokugcoka ngabe kusho ukuthini lokho cc
Siyabonga kakhulu ngokuchaza kahle kangaka 🎉❤
Amen nceku asithembe uzobe ubuya nge 15
Syabonga kukhona konke ngicela ukubza kusho ukuthin ukuphupha amakhowe
Siyabonga sisi ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha umama ongasekho elele ngokuthula kodwa ngaty kumele simufukule simuse kwelinyibhoki azolala kulo
Angibonge nam sisi wami ngoku chaza kwakho.yooh ngindiza phakathi kwamafu.ngiphupha.izinkomo eziningi.ngizibuze mina ngithi yinile? Ngaleso sikhathi impilo Yami imile akwenzeki lutho empilweni Yami ❤❤
Syabonga MaMbotho ngicela inamba yakho ngyakudinga nokuthi ngiphuphe inkomo izala qede lasukuma lahamba inkonyane ngaphandle kokuba umvemve
0761433135 ukuzala kwenkomo kusho ukwenezezelwa noma ukwenyuswa kwento oziphilisa ngayo
Ngyabonga
Siyabonga uyasikhanyisela kakhulu uJehova angibusisele wena nomndeni wakho
Sawbona Gogo ngiphuphe ngisemotweni ngakaka ngacela ukwehla sengehlile kwaqhamuka izikhukhula zith zyangihlanganisela ngabaleka ngasinda zadlela zehla 🙏
Mina gogo ngiphuphe amabhanoyi amaningi lawa amancane nezimoto eziningi zindiza ulwandle luseduze kwaphuma ingane yentombazane igqoke ama tracksuit amhlophe kushoni lokho. Gogo
❤❤❤siyabonga kakhulu mommy mbotho
Makwande Nkosazane Mbotho. Syabonga ulwazi!🙏
Ngicela cc Hlengiwe uma ungahambi ngezitebhisi kodwa kuyikhesh kusasho into efanayo yini.
yebo mfwethu kodwa kuhluke ngokuthi uyoba nempumelelo esheshayo noma kungangalunga njengamanje bakudlule abanye kodwa okwakho kuyoshesha mase kwenzeka
Sawubona sisi, ngicela ukubuza la, ngiphuphe amabhebheshane amathathu, endiza, aze ahlala kwisandla sami sobunxele
Siyabonga nkosazane🙏
ngyabonga mfwethu
Ngiphuphe ngili-driver ibhanoyi. Heeeeey kungasemnandi😂😂😂 kanti ufake le-video. Ngiyabonga sisi. Sengi-rich
Ngsacela ungiqashe ngibe isihlalamnyango sakho
🤣ngyabonga ngane yakwethu kuyobanjalo
siyabonga sisi
Uphule maMboTho 🙌🙌🙌🙌🙌
Siyabonga kakhulu Mbotho,ngabe kusho kutsini kuphuph emathuna
Ngibe Nalelophupho Nami Ngfisa ukwazi lisho ukuthini
ngizokuchazela kanje la ukhonjiswa la kunomonakalo khona lakonakele khona ingakho isimo sempilo sakho sinokuphazamiseka kokufisayo ngawe lakuthiwa hamba uyohlambulula ukhulule lababantu ibona abalele nezinto ezinhle engabe ziba kweyakho impilo uzohamba ubalungisele makukuhle kubo kuyoba kuhle kuwe mabegezekile iyokhanya ingelosi yakho ingabi sethunzini lobumnyama ngokungedumele ngoba abayikho uyikho nawe ngoba babaseki bempilo yakho ngyabonga
Ngyabingelela MaMbotho.Ngicela ngelinye ilanga ungichazela nawa amaphupho anokubuya kaningi.1. Ukuphupha ngenza umsebenzi engiwufundele kodwa angisebenzi. Eg ngith ngiwu Thisha bese ngiphupha ngifundisa kodwa angisebenzi.2. Ukuphupha njalo ngisekhaya kubo koBaba kodwa angihlali khona kodwa nje amaphupho ami onke ngisuke ngisekhaya.Ngyabonga🙏
mfwethu ukuphupha usebenza kodwa ube ungasebenzi lokho kubika ukuthi usuke usunikeziwe isibusiso salowo msebenzi kodwa ngesimo sokuvalwa ungawutholi, lokho kudalwa ukuba semmbangeni wezidalwa zakini ezingafuni kube khona abazozuza okuhle ngawe bebe bona bengajabule lapho bekhona ingakho beveza ikobaba bakho kodwa ngokuseqinisweni kfanele ube komama lapho ukhona vele okwenza ukuthi ngibuze ukuthi babefuna ukuzokukhokhela yini kini kwanqatshwa nawe ngoba la mangibheka kuvela inkombankombane eqhamuka ekhaya lababa wakho ukuthi wena akufunwanga nawe kusukela phansi umncane kuvele engathi kwaliwa ngawe kdwa ngibone umuntu ongugogo wakomama bakho ebhekisa phansi ikhanda ngoba ethinteka kulolu daba ibona bantu labo okumele uzame ukuthi ukhulume nabo bakomama bakho ngoba la kuvela ukuthi kini babekufuna mase uzama ukuthi ungifonele mawuthola ithuba silungise lendaba 0761433135
Bengcel sikhulume eceleni mayelana nenamba esifaka kuyo imali uma ngcela ungi bhekela izinto zami .🙏
Hawu jesu alikho nelilodwa engiseke ngaliphupha🙆
Siyabonga kakhulu
ngyabonga nami mfwethu
Molweni gogo namhlanje ndicela undincede undichazele eli phupha,ndiphupha nditshanyela ebaleni ndibesendibona umbona omhle omhlophe qhwa iinkozo ziinkulu ndiye ndazichola ezininzi ezisemigodini,ezinye ndazitshanyela,ndincede gogo
Ukuphupha amapoyisa benqamula iduku yakho bethi umama keys amahle from zimbabwe
Ngcl kubuza kuchaza ukuthini ukuphupha imali eningi uWIN ama Lotto .. Igcwele ikhwama .. enye uyiphiwa abantu
🎉 aeu! Long time...akube kuhle njalo 🙏🙏
Pewuuuu hayi thina sesibheke uyothwala,sakuhlupheka silinde ukuphupha sincela ubuso Nana fishi.Ngicela isigubhu sika 50k please.
Mina ngihlutshwaa yiphuphu lokundiza viki ne viki liyangifikela
Sawbona cc Cela ukubuza ukphupha uhlezi useskoleni njalo kuchaza ukuthini plz?
Hi sisi sbonga ulwazi osipha Lona usinika ithemba ebomini bethu❤❤❤😊
Ngaphupha izinkomo ezibomvu ezikhuluphele ngahluleka ukuzilanda ngabona ugogo ozala umama engilandela zona zonke entabeni waziqhuba zaze zayongena ekhaya ayangangidla induku kwaphela ukucasuka kumama wami nami ngakhululeka
Gogo cela ukubuza uma uphupha ujahwa inyoka endizayo kusho ukuthini
Sawubona gogo ngicela kubuza ukuphupha usakha indlu nabo bhuti bakho abangasekho
lelo phupho likabili lingabika ukudlula komuntu lingabika ukdingakala kwedlu yabo kodwa leli elakho liqondene nokuthi konke ekwenzayo ukumela ikhaya bayokulekelela abangasekho bakuseke kulunge kuye phambili
Wacacisakahle cc wami kwakhanya kwathi bha
Lv u hlengi
🙏🙏🙏🙏🙏
Ngingayithola yini I nombolo yakho kunamaphupha engingakwazi ukubuza ngawo Lana ngiyacela bandlan
0761433135
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma ,izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
Ukuphupha ukulona ibhanoyi
kubika ukuthi mzukwana kukhuphuka noma kusimama impilo yabathize nawe uyophakama usimame kanye nabo uphile kahle
maMbotho wena awushayi eceleni,siyathokoza
Siybonga mambotho uchaza kahle
Cela buza sisi wam xa phupha uqhuba imoto intle iphelelwe yi petrol thetha kuthini
Asibonge
Kunjani ngicela ukubuza ngiphuphe izinkomo ezingamankonyane zisekhaya esibayeni zilethwe ngabantu bathi bazolobola
Thank you for all help you give us may God bless you
Mina sisi ngiphuphe ufishi siwenza kamnandi ngivakashelwe sawudla ungaswmnandi kangaka
kuveza ukuthi kumele wazi ukuthi onakho ukuphiwa abakini abangasekho ngoba imifula ikhomba ikhaya labantu abaphilayo badlula manje bakuvezela imfihlo yokuthi lokhu oziphilisa ngakho kuvela kubona uboba jabulisa nabo
Ngiyabonga sisi uhlale ukhona njalo njee leli likafishi ingihlasele impela ngoba last week Friday ngiphuphe ngidoba ngodobo oluna 4 hoock ngabambi nazozonke ngize ngavuka ekseni ngazama ukugembula ku Hollywood kwanhlangazimuka nlmoya😂😂😂
Thokoza Gogo, ngabe uma ukhuphuka nge lift kona kusho ukuthoni
Nkosazane ngabe kuchazani ukuphupha imoto yemali ihamba ehlane
Uma ngiphupha ngimala imali emhlophe eningi no gogo wam osaphilao ngomalume wam kusho ukuthin siyihlukanisa siyenza o R50? Ngicela ongiphendula gogo
Love you so much sisi
Sawbona ngicela ukbuza uma ukha namanzi olwandle bese ulwandle lukuphuce into okha ngayo namanzi ngabe usayibona kushoda ukuthini lokho
❤❤❤
Ukuphupha ubona indlovu incelisa uyibone uhamba emaweni anehlane mina ngangi gibe
Bengisacela I online consultation gogo. Utholakala kanjani.
Tnx my sister ❤🎉
Ukuphupha ukwaza umuntu
Thokoza Gogo, bengicela ama contacts engingawa sebenzisa Uma ngifuna ukuxhumana nawe...
❤❤❤❤❤
Kuthetha ukuthini ukuphupha uJu (Honey)
kubika ukuphiliswa kuwe baveza ukuthi kumele uluthole ilona eliyoqeda okuyinto engaphakatji kuwe eyidliso noma ewukungcola okukuwe ngaphakathi mase kubika okuhle nokuphila
Asibonge nkosazane Mbotho. Kucazani ukuphupha inhlwathi idla izinkukhu ezimnyma?
hawu mfwethu kuhle lokho bakukhombisa ukuthi idlozi lakini eliphatha ligade okuhle kunina nilwisana nabathakathi abasemndenini wenu liqeda libulala okubi ebenivalwa ngakho nigangwa ngakho
Mina ngicela ukubuza kusho kuthini ukuphupha isibaya samatshe kodwa isingaqediwe kwakhiwa ohlangothini lwangaphambili kodwa lapho ngizibona ngikhuluma nabantu abangasakho ngithi kubo sasihle isibaya
ukhonjiswa into ejulile kodwa ihambisana nokuvuswa komuzi 0761433135
🙏
Ngathi ufunda izindaba😂
🤣 ngisuke ngingaziboni
Sibonge maMbotho...engabe ukuphupha ubhukuda nabo ke ofish abaningi abahlukene nimibala engafani khona kushoni 🤔
kubika ukuthi ikhona into enhle emndeni wakho ongasekho abakukhombisa yona noma ngabe yini oyifisayo kumele uyibikele bona ngoba ibona abaphathi besinkwa sakho nezinto ezinhle zakho bebekukhombisa inhlanhla yakho ukuthi ikubona futhi iphethwe yibo kanti nawe uphethwe yibo
Ukuphupha amaselesele ndiwabetile kodwa kusho ni ?
Ndiya kholelwa kulo sisi
kodwa ubokholelwa kumdali wethu sonke kakhulu mfwethu ngenzela ukungaqhatheki naye umdali
Cela ukubuza ukuphupha inyoka ejubeke ikhanda kusho ukuthini?
Ngicela ku caciselwa ngeli Phupho uku phupha mntana wam ezithwele?
Thokoza gogo ukuphupha icash likunyusela phezulu kakhulu kuze kubengathi usufika emafini kuchaza ukuthini lokho????
Sawubona maMbothoUkuphupha izimvu eziningi kusho ukuthin?
hawu mfwethu leli phupho liveza ukuthulisa nokwehliswa kwedlozi elikugadayo nelikukhulumelayo
consultation..
Thokoza. Uma ngiphupha ngindiza kusho ukuthini?
kusho ukuba nemimoya ekwazi ukulwela wena nokuvikela wena ukuthi iyakhula kuwe
Sawubona sisi. Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha udla amapentshisi amakhulu avuthiwe ayellow?
kubika okuhle kuwe ukuthi zinqamukile izibopho ebeziboshiwe ngempilo yakho konke okuhle kuyakukulandela noma ngabe yini oyifisayo iyokwenzeka nakwinzalo yakho
@@hxmbotho3458 ngiyabonga kakhulu ngencazelo ebuyisa ithemba kimi
Ngicela ukubuza ukuthi uyasithwasisa isithunywa
Yahlaziya shame
p
Uphupha intlama kutshoni
kubika ukulungiselwa okuhle ozoziphilisa ngakho kufana nokuphupha isinkwa
Ingabe ukuphupha udla amakhekhe abhakiwe kushoni?
Ngicela number yakho cc please
Ibhanoyi kade ngilphupha izolo, istebhisi ngasphupha kdala
Siyabonga kakhulu maMbotho, siyajabula ukubuye sikubone, unganyamalali kakhulu bo.
Asbonge Mbotho, ubusiseke❤❤❤
Amen syabonga maMbotho ngyafisa ukuxoxa lawe
Siyabonga sisi ngecazelo yakho
Ndicela ukubuza xa uphupha igandangada ikucindezala kutsho ukuthini mzali❤❤
Sawubona sisi Hlengiwe
Ngisacela ukubuza uma umuntu egeza ngesiqunga kuyamsiza yini ekususeni izichitho namashwa amnyama
Ngiyabonga usazongiphendula
Thokoza gogo siyabonga nkosiyami ungapheli ukusifundisa ❤❤
Siyabonga MaMbotho syakuthanda❤️
Siyabonga maMbotho ukusihlaziyela.Bengisacela ukubuza ukuthi kushoni ukuphupha unikezwa isidleke senyoni
Siyabonga noku bona wenje kuyinto enkulu inkosi ikusise hlengiwe uphakame njalo cc wami😊😊
Amen gogo ndike ndaphupha umama e ndisengela esibayeni efaka kujug omkhulu
Sbonge maMbotho ngokusiphakela umthombo wolwazi. Makwande kukhanye ❤❤
Ngiyabonga kakhulu cc ngiphuphe ngiwasha izingubo zokugcoka ngabe kusho ukuthini lokho cc
Siyabonga kakhulu ngokuchaza kahle kangaka 🎉❤
Amen nceku asithembe uzobe ubuya nge 15
Syabonga kukhona konke ngicela ukubza kusho ukuthin ukuphupha amakhowe
Siyabonga sisi ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha umama ongasekho elele ngokuthula kodwa ngaty kumele simufukule simuse kwelinyibhoki azolala kulo
Angibonge nam sisi wami ngoku chaza kwakho.yooh ngindiza phakathi kwamafu.ngiphupha.izinkomo eziningi.ngizibuze mina ngithi yinile? Ngaleso sikhathi impilo Yami imile akwenzeki lutho empilweni Yami ❤❤
Syabonga MaMbotho ngicela inamba yakho ngyakudinga nokuthi ngiphuphe inkomo izala qede lasukuma lahamba inkonyane ngaphandle kokuba umvemve
0761433135 ukuzala kwenkomo kusho ukwenezezelwa noma ukwenyuswa kwento oziphilisa ngayo
Ngyabonga
Siyabonga uyasikhanyisela kakhulu uJehova angibusisele wena nomndeni wakho
Sawbona Gogo ngiphuphe ngisemotweni ngakaka ngacela ukwehla sengehlile kwaqhamuka izikhukhula zith zyangihlanganisela ngabaleka ngasinda zadlela zehla 🙏
Mina gogo ngiphuphe amabhanoyi amaningi lawa amancane nezimoto eziningi zindiza ulwandle luseduze kwaphuma ingane yentombazane igqoke ama tracksuit amhlophe kushoni lokho. Gogo
❤❤❤siyabonga kakhulu mommy mbotho
Makwande Nkosazane Mbotho. Syabonga ulwazi!🙏
Ngicela cc Hlengiwe uma ungahambi ngezitebhisi kodwa kuyikhesh kusasho into efanayo yini.
yebo mfwethu kodwa kuhluke ngokuthi uyoba nempumelelo esheshayo noma kungangalunga njengamanje bakudlule abanye kodwa okwakho kuyoshesha mase kwenzeka
Sawubona sisi, ngicela ukubuza la, ngiphuphe amabhebheshane amathathu, endiza, aze ahlala kwisandla sami sobunxele
Siyabonga nkosazane🙏
ngyabonga mfwethu
Ngiphuphe ngili-driver ibhanoyi. Heeeeey kungasemnandi😂😂😂 kanti ufake le-video. Ngiyabonga sisi. Sengi-rich
Ngsacela ungiqashe ngibe isihlalamnyango sakho
🤣ngyabonga ngane yakwethu kuyobanjalo
siyabonga sisi
Uphule maMboTho 🙌🙌🙌🙌🙌
ngyabonga mfwethu
Siyabonga kakhulu Mbotho,ngabe kusho kutsini kuphuph emathuna
Ngibe Nalelophupho Nami Ngfisa ukwazi lisho ukuthini
ngizokuchazela kanje la ukhonjiswa la kunomonakalo khona lakonakele khona ingakho isimo sempilo sakho sinokuphazamiseka kokufisayo ngawe lakuthiwa hamba uyohlambulula ukhulule lababantu ibona abalele nezinto ezinhle engabe ziba kweyakho impilo uzohamba ubalungisele makukuhle kubo kuyoba kuhle kuwe mabegezekile iyokhanya ingelosi yakho ingabi sethunzini lobumnyama ngokungedumele ngoba abayikho uyikho nawe ngoba babaseki bempilo yakho ngyabonga
Ngyabingelela MaMbotho.
Ngicela ngelinye ilanga ungichazela nawa amaphupho anokubuya kaningi.
1. Ukuphupha ngenza umsebenzi engiwufundele kodwa angisebenzi. Eg ngith ngiwu Thisha bese ngiphupha ngifundisa kodwa angisebenzi.
2. Ukuphupha njalo ngisekhaya kubo koBaba kodwa angihlali khona kodwa nje amaphupho ami onke ngisuke ngisekhaya.
Ngyabonga🙏
mfwethu ukuphupha usebenza kodwa ube ungasebenzi lokho kubika ukuthi usuke usunikeziwe isibusiso salowo msebenzi kodwa ngesimo sokuvalwa ungawutholi, lokho kudalwa ukuba semmbangeni wezidalwa zakini ezingafuni kube khona abazozuza okuhle ngawe bebe bona bengajabule lapho bekhona ingakho beveza ikobaba bakho kodwa ngokuseqinisweni kfanele ube komama lapho ukhona vele okwenza ukuthi ngibuze ukuthi babefuna ukuzokukhokhela yini kini kwanqatshwa nawe ngoba la mangibheka kuvela inkombankombane eqhamuka ekhaya lababa wakho ukuthi wena akufunwanga nawe kusukela phansi umncane kuvele engathi kwaliwa ngawe kdwa ngibone umuntu ongugogo wakomama bakho ebhekisa phansi ikhanda ngoba ethinteka kulolu daba ibona bantu labo okumele uzame ukuthi ukhulume nabo bakomama bakho ngoba la kuvela ukuthi kini babekufuna mase uzama ukuthi ungifonele mawuthola ithuba silungise lendaba 0761433135
Bengcel sikhulume eceleni mayelana nenamba esifaka kuyo imali uma ngcela ungi bhekela izinto zami .🙏
Hawu jesu alikho nelilodwa engiseke ngaliphupha🙆
Siyabonga kakhulu
ngyabonga nami mfwethu
Molweni gogo namhlanje ndicela undincede undichazele eli phupha,ndiphupha nditshanyela ebaleni ndibesendibona umbona omhle omhlophe qhwa iinkozo ziinkulu ndiye ndazichola ezininzi ezisemigodini,ezinye ndazitshanyela,ndincede gogo
Ukuphupha amapoyisa benqamula iduku yakho bethi umama keys amahle from zimbabwe
Ngcl kubuza kuchaza ukuthini ukuphupha imali eningi uWIN ama Lotto .. Igcwele ikhwama .. enye uyiphiwa abantu
🎉 aeu! Long time...akube kuhle njalo 🙏🙏
ngyabonga mfwethu
Pewuuuu hayi thina sesibheke uyothwala,sakuhlupheka silinde ukuphupha sincela ubuso Nana fishi.
Ngicela isigubhu sika 50k please.
Mina ngihlutshwaa yiphuphu lokundiza viki ne viki liyangifikela
Sawbona cc Cela ukubuza ukphupha uhlezi useskoleni njalo kuchaza ukuthini plz?
Hi sisi sbonga ulwazi osipha Lona usinika ithemba ebomini bethu❤❤❤😊
ngyabonga mfwethu
Ngaphupha izinkomo ezibomvu ezikhuluphele ngahluleka ukuzilanda ngabona ugogo ozala umama engilandela zona zonke entabeni waziqhuba zaze zayongena ekhaya ayangangidla induku kwaphela ukucasuka kumama wami nami ngakhululeka
Gogo cela ukubuza uma uphupha ujahwa inyoka endizayo kusho ukuthini
Sawubona gogo ngicela kubuza ukuphupha usakha indlu nabo bhuti bakho abangasekho
lelo phupho likabili lingabika ukudlula komuntu lingabika ukdingakala kwedlu yabo kodwa leli elakho liqondene nokuthi konke ekwenzayo ukumela ikhaya bayokulekelela abangasekho bakuseke kulunge kuye phambili
Wacacisakahle cc wami kwakhanya kwathi bha
ngyabonga mfwethu
Lv u hlengi
ngyabonga mfwethu
🙏🙏🙏🙏🙏
Ngingayithola yini I nombolo yakho kunamaphupha engingakwazi ukubuza ngawo Lana ngiyacela bandlan
0761433135
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma ,izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
Ukuphupha ukulona ibhanoyi
kubika ukuthi mzukwana kukhuphuka noma kusimama impilo yabathize nawe uyophakama usimame kanye nabo uphile kahle
maMbotho wena awushayi eceleni,siyathokoza
ngyabonga mfwethu
Siybonga mambotho uchaza kahle
Cela buza sisi wam xa phupha uqhuba imoto intle iphelelwe yi petrol thetha kuthini
Asibonge
ngyabonga mfwethu
Kunjani ngicela ukubuza ngiphuphe izinkomo ezingamankonyane zisekhaya esibayeni zilethwe ngabantu bathi bazolobola
Thank you for all help you give us may God bless you
Mina sisi ngiphuphe ufishi siwenza kamnandi ngivakashelwe sawudla ungaswmnandi kangaka
kuveza ukuthi kumele wazi ukuthi onakho ukuphiwa abakini abangasekho ngoba imifula ikhomba ikhaya labantu abaphilayo badlula manje bakuvezela imfihlo yokuthi lokhu oziphilisa ngakho kuvela kubona uboba jabulisa nabo
Ngiyabonga sisi uhlale ukhona njalo njee leli likafishi ingihlasele impela ngoba last week Friday ngiphuphe ngidoba ngodobo oluna 4 hoock ngabambi nazozonke ngize ngavuka ekseni ngazama ukugembula ku Hollywood kwanhlangazimuka nlmoya😂😂😂
Thokoza Gogo, ngabe uma ukhuphuka nge lift kona kusho ukuthoni
Nkosazane ngabe kuchazani ukuphupha imoto yemali ihamba ehlane
Uma ngiphupha ngimala imali emhlophe eningi no gogo wam osaphilao ngomalume wam kusho ukuthin siyihlukanisa siyenza o R50? Ngicela ongiphendula gogo
Love you so much sisi
ngyabonga mfwethu
Sawbona ngicela ukbuza uma ukha namanzi olwandle bese ulwandle lukuphuce into okha ngayo namanzi ngabe usayibona kushoda ukuthini lokho
❤❤❤
ngyabonga mfwethu
Ukuphupha ubona indlovu incelisa uyibone uhamba emaweni anehlane mina ngangi gibe
Bengisacela I online consultation gogo. Utholakala kanjani.
Tnx my sister ❤🎉
Ukuphupha ukwaza umuntu
Thokoza Gogo, bengicela ama contacts engingawa sebenzisa Uma ngifuna ukuxhumana nawe...
0761433135
❤❤❤❤❤
ngyabonga mfwethu
Kuthetha ukuthini ukuphupha uJu (Honey)
kubika ukuphiliswa kuwe baveza ukuthi kumele uluthole ilona eliyoqeda okuyinto engaphakatji kuwe eyidliso noma ewukungcola okukuwe ngaphakathi mase kubika okuhle nokuphila
Asibonge nkosazane Mbotho. Kucazani ukuphupha inhlwathi idla izinkukhu ezimnyma?
hawu mfwethu kuhle lokho bakukhombisa ukuthi idlozi lakini eliphatha ligade okuhle kunina nilwisana nabathakathi abasemndenini wenu liqeda libulala okubi ebenivalwa ngakho nigangwa ngakho
Mina ngicela ukubuza kusho kuthini ukuphupha isibaya samatshe kodwa isingaqediwe kwakhiwa ohlangothini lwangaphambili kodwa lapho ngizibona ngikhuluma nabantu abangasakho ngithi kubo sasihle isibaya
ukhonjiswa into ejulile kodwa ihambisana nokuvuswa komuzi 0761433135
🙏
Ngathi ufunda izindaba😂
🤣 ngisuke ngingaziboni
Sibonge maMbotho...engabe ukuphupha ubhukuda nabo ke ofish abaningi abahlukene nimibala engafani khona kushoni 🤔
kubika ukuthi ikhona into enhle emndeni wakho ongasekho abakukhombisa yona noma ngabe yini oyifisayo kumele uyibikele bona ngoba ibona abaphathi besinkwa sakho nezinto ezinhle zakho bebekukhombisa inhlanhla yakho ukuthi ikubona futhi iphethwe yibo kanti nawe uphethwe yibo
Ukuphupha amaselesele ndiwabetile kodwa kusho ni ?
Ndiya kholelwa kulo sisi
ngyabonga mfwethu
kodwa ubokholelwa kumdali wethu sonke kakhulu mfwethu ngenzela ukungaqhatheki naye umdali
Cela ukubuza ukuphupha inyoka ejubeke ikhanda kusho ukuthini?
Ngicela ku caciselwa ngeli Phupho uku phupha mntana wam ezithwele?
Thokoza gogo ukuphupha icash likunyusela phezulu kakhulu kuze kubengathi usufika emafini kuchaza ukuthini lokho????
Sawubona maMbotho
Ukuphupha izimvu eziningi kusho ukuthin?