EPISODE 224/ USEBHOSHISWE KAKHULU UMPHAKATHI NGENDUKU OVUME IZONO ZOKUFAKA UDOKOTELA EZIDAKAMIZWENI

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 апр 2024
  • Contact Mp TV1
    Calls 081 513 5606
    Whatsap 071 281 7509
    Social media platform MP MKHIZE DA BEE
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    / @mptv1

Комментарии • 221

  • @mptv1
    @mptv1  3 месяца назад +46

    Sizwe ukhala kwabantu ngo Arosta sasesifaka part 03 ka since sa deleter part 02 wakhe ngenxa yenkulumo eyayivusa uhlevane sangabe sisawu post ngoba kwasekunodungunyane kepha ngenxa yokuthi nilambile ngibone kuthi ngiwudedele kade ngisekhaya ngesimo sama holidi kodwake sesibuyile nizojabula futhi nizofunda ukuthi kumele nizigade kanjani ukuze ningaweli ezidakamizweni nivikele nemindeni yenu ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤

    • @Fidatto204
      @Fidatto204 3 месяца назад

      Dankie mkhaya 🙌🙌

    • @Fidatto204
      @Fidatto204 3 месяца назад

      Lomjitha uneqiniso kakhulu 🙌🔥

    • @sibongilempofu5759
      @sibongilempofu5759 3 месяца назад

      Siyabonga malume Proff

    • @NkosiAbel
      @NkosiAbel 3 месяца назад

      😅😅😅

    • @sandile-035
      @sandile-035 2 месяца назад

      Yazi this is true life wat we hear myt nt be wat we want but hear so ppl just want story tellers

  • @tshilidzimukwevho8399
    @tshilidzimukwevho8399 26 дней назад +74

    If tik tok brought you here ,navigate to 52:27 for chimney strory

  • @sydneysimphiwe1705
    @sydneysimphiwe1705 26 дней назад +14

    Professor give this guy a drink yu drinking alone but this give you the story of his life

  • @lehlohonoloshibambu3198
    @lehlohonoloshibambu3198 24 дня назад +7

    This guy he has lot of stories to tell 😂😂😂Part 3, Part 4, Part 5, Part 6, Part 7

  • @Still_Man4478
    @Still_Man4478 3 месяца назад +20

    Best story teller 😂😂😂

  • @steynsenwayo4159
    @steynsenwayo4159 23 дня назад +11

    The doctor's story is so sad xem😢

  • @MONDEMvulane
    @MONDEMvulane 24 дня назад +8

    Siya is one lucky dude...ulucky uya sinda lo mjita yohh..

  • @user-yb2gt3uy1u
    @user-yb2gt3uy1u 3 месяца назад +16

    Noma ngabe lobhuti uyisoni esingakanani kodwa ikhona into ongayifunda emaphutheni akhe so Asingazenzi onkululunkulu Masiyeke ukwahlulela ...

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 3 месяца назад +28

    Please ma MP TV1 viewers let's give a guy second chance nyana just ukuzwa usiphatheleni okwenzeka we can't change it but let's try even though ku difficult but please ma MP TV1 viewers AMAHLE🙏

    • @Still_Man4478
      @Still_Man4478 3 месяца назад +1

      💪🏽👌👊🏻

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 3 месяца назад

      @user-oo9vu4kt2i wangbiza uyezwa🤣🤣🤣🤣 "majavana"

  • @thokozanimthethwa5757
    @thokozanimthethwa5757 3 месяца назад +6

    Yaz lomjita unez thunywa ezinzima kakhulu.. Uyeyeka kodwa izinto azenzayo zinkulu.. Uyasinda noma ay phumele ey ntwen ey nomb ngozi.. Bayamlalela abantu aba ryt ngisho ebafaka ey ntwen ey.. Wrng uyadabukeleka futh ngisho onile.. Usanda kuxolisa nje baning esdlulisile nabo.. Makungashitsha yena inqwaba engamlandela🤞

  • @vellyDlamini
    @vellyDlamini 2 месяца назад +12

    He deserves to be in parliament this one

    • @SisFufu
      @SisFufu 23 дня назад

      A rapist ?

  • @nonkululekongcobo5557
    @nonkululekongcobo5557 3 месяца назад +9

    indlela osinda nagyo kwizimo zokufa ne jele for isigwebo seminyaka...inkulu into uNkulunkulu asaylindele kuwena, naku suqalile uthula ubufakazi bamandla akhe through izindlela zakho zobumnyama koda still usaloke enawe.... mina ngikfisela ukukhanya okungaphezu kwaloko eyakho assignment is far from over. ....Okjajayo akaphephise shuth coz thina sibona amandla kaNkulunkulu through you

  • @VuyoNgubo-lk6ex
    @VuyoNgubo-lk6ex 23 дня назад +3

    Thola usizo mf2 nd change your life you are a good story teller I wish uNkulunkulu angafaka uvalo enhlizweni yakho nd change for better

  • @thatomothibedi229
    @thatomothibedi229 3 месяца назад +7

    😅such a good story teller and he's honest

  • @user-fu9qt7yx4m
    @user-fu9qt7yx4m 3 месяца назад +20

    Professor this is great education for those who's never smoked drugs before and I'd love to come to your studio one day to talk about my experiences of smoking and I didn't go to rehab besides rehabilitating myself

  • @fionantontela6000
    @fionantontela6000 3 месяца назад +5

    Ngaze ngalithanda nali iphara lol akuve exoxa kahle lol I can’t wait kuze u Dokotela 😩

  • @sbuleloandile9119
    @sbuleloandile9119 3 месяца назад +9

    😢💔hau kodwa bafe2 ngaze ngabuhlungu ngodokotela.....oooh nkosi sivikele baba kubantu abayophazamisa intando yakho kuthina

  • @keithncube4488
    @keithncube4488 23 дня назад +3

    Please help him with rehab, you can even contact Dj Kari, he specialises in such

  • @ntombidlamini1803
    @ntombidlamini1803 3 месяца назад +19

    Asimxoleleni ma Mp TV amahle ngiyacela, as long as engazi nezi tory zokudlwengula🙏🙏🙏

  • @khumbulanidlamini5826
    @khumbulanidlamini5826 3 месяца назад +4

    you know bacinisile ukuthi when you choose friends you have to
    choose a friend who you live the same level ,look at the doctor how come you can make friends and believe liphara .

  • @mahlasemofokeng5812
    @mahlasemofokeng5812 3 месяца назад +4

    Part 4 please, if I was living in DBN I wouldn't mind to volunteer to help these guys

  • @user-fz4ir3ut3x
    @user-fz4ir3ut3x 3 месяца назад +7

    If unenkinga nayo dlula ungabuki ungafaki abanye umqondo wakho thina samlalela samxolela ❤❤❤

    • @user-fz4ir3ut3x
      @user-fz4ir3ut3x 3 месяца назад +4

      @@nomvulakhoza3056 kshuth awulandeli kahle kwenziwa video baxolisa bobabili noProffesor .....nalena uyikhulumayo yokuthi mhla kwadlwengulwa ingane noma umuntu wasekhaya lento embi kanje oyikhulumayo ikwenza uhluke ngani naye?

  • @user-dg3zu4ms4q
    @user-dg3zu4ms4q 3 месяца назад +2

    Sibonge ukuty abuye uBafo lona, uyasiqwashisa ukuze sigade indlela abantshontsha ngazo.
    It understandable kuty ezinye zezinto azenzile zimbi kodwa siyazi idrug usathane uqobo lwakhe akumele sithuke sibe sikwazi lokho.
    We have freedom to choose what we want to consume at the end of the day, just as what you want to take home from this content.
    Danko Prof

  • @SibusisoMpanza-zv7uq
    @SibusisoMpanza-zv7uq 22 дня назад +1

    I love you bafo wavele walibeka iqiniso 😂😂

  • @ThabangDavid-k7t
    @ThabangDavid-k7t 13 дней назад

    Can we see them after change aswell....our brothers 💔..
    This guy very very intillgent n fearless

  • @brendamokoena1578
    @brendamokoena1578 24 дня назад +1

    I love this guy 😂😊

  • @kevindube4real
    @kevindube4real 3 месяца назад +2

    Good story teller

  • @lungelosangweni8726
    @lungelosangweni8726 3 месяца назад +1

    part 4 i hv subscribed

  • @samkelo7473
    @samkelo7473 3 месяца назад +4

    wamfundiselani?????? he sounds like he is proud of what he did mxm

  • @mphilisi1992
    @mphilisi1992 3 месяца назад +3

    sikhona yin.istory sashemula la Before i Listen the whole interview

  • @LuyandaMalatu
    @LuyandaMalatu Месяц назад +3

    Prof please sifumanele yena lamjita I think ngoyena mntu oright for ukufundisa youth young star plz

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya5866 3 месяца назад +1

    Kodwa nkosi yami kwaze kwanzima kuzr kushe umuxi ngenxa yakho kubuhlungu angisho lutho ngoba nami ngizele zama ukushinthsa please 😢😢😢😢

  • @user-nh1gt2zy3f
    @user-nh1gt2zy3f 3 месяца назад +3

    UNKULUNKULU akufihle uphume kulenkinga

  • @YezweMhlongo
    @YezweMhlongo День назад

    Ngathi no more ngasayina nje phansi😂😂😂😂

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi 3 месяца назад +4

    Huuuu i nearly died because of Arosta❤😂

  • @tyronzolile
    @tyronzolile 18 дней назад

    From this Bros episodes sengiyawasaba ama salon... Everything ngathi iphelele emaSalon 🤞🏻🤞🏻

  • @user-sf2gd7wc9u
    @user-sf2gd7wc9u 23 дня назад +2

    Mara chimrey story 😢😢

    • @SisFufu
      @SisFufu 23 дня назад +1

      Where is it?

  • @justsips14
    @justsips14 3 месяца назад +9

    Sicela kufike udokotela sizwe istory sakhe💔

  • @yonelanongqotho2194
    @yonelanongqotho2194 3 месяца назад +2

    Please tata Give us Part 2 please

  • @correctzalo
    @correctzalo 3 месяца назад +3

    Phakathi inside ❤🎉

  • @zabanguningcaweni5472
    @zabanguningcaweni5472 2 месяца назад +1

    Msizeni bakithi akakwazi ukusinda kangaka kanti akholutho u Thixo amphathise lona

  • @ElizabethMthimonye-qd7jq
    @ElizabethMthimonye-qd7jq 2 месяца назад +1

    Uyalibona iphutha lakhe nkosi yami udinga anikezwe elinye ithuba lokuthi ayshintshe impilo yakhe inkulumo yakhe ibonakalisa ukuthi usekhathele ubugebengu

  • @YezweMhlongo
    @YezweMhlongo День назад

    My guy you have been through a lot

  • @zamokuhlezamokuhlethabethe5897
    @zamokuhlezamokuhlethabethe5897 21 час назад

    Uqamba manga lo😂😂😂😂😂

  • @mabonabulawek3281
    @mabonabulawek3281 3 месяца назад +4

    Cha baf2 lomfan walenza esemcane leli cala 15 or 16 Wali jezela

  • @Thu2za
    @Thu2za 3 месяца назад +1

    Lo mjita unembeza unto anganayo…ndlela akhuluma ngayo ngo dr…kodwa ngek ngim gxeke yena, dr kwayena wayefunani kwizinto ezibhemwa amaphara ewabona amaphara impilo ayiphilayo, naye angim judge but unakho ukuthanda izinto…asithembe uzothol usizo alungiso impilo abuyele emsebenzini

  • @langalethunhlangulela8339
    @langalethunhlangulela8339 3 месяца назад +3

    Kunabantu abasfice la, abanayo nemembership kodwa sebeshaya imthetho aniphole kade safika laykhaya syafunda thina

  • @rethabilefaith8324
    @rethabilefaith8324 20 дней назад

    Coming from tiktok

  • @VukosiNgoveni
    @VukosiNgoveni 3 месяца назад +1

    Hes the best.😂😂

  • @Jamaal0115
    @Jamaal0115 3 месяца назад +4

    Sicela uEpisode 220 webhuti

  • @SmangeleMabhungane
    @SmangeleMabhungane 2 месяца назад +1

    Wayekone Ngan kodwa uze umenze njr MFT 🥺 since uthi ushintsho ungalamukela emntwin phoe why ungacelang usizo kuyena then ukuth umenze njr

  • @MyletBhengu
    @MyletBhengu 13 дней назад

    Yaze yabuhlungu indaba kaDokotela …. Wazewayibulala ingane yomuntu ngokungayitsheli iqiniso ngoArosta … asethembe uyazisola

  • @NosiphoNosiphoBukhalibedlozima
    @NosiphoNosiphoBukhalibedlozima 23 дня назад +1

    😂😂😂 hlekisa uSiya

  • @ivyzuma4423
    @ivyzuma4423 3 месяца назад +2

    Mkhaya wami

  • @MrMlungsta
    @MrMlungsta 26 дней назад +2

    Please advise which part is the chimney

  • @lwandilelwai4663
    @lwandilelwai4663 3 месяца назад +2

    Part 4

  • @Shangase9shuku
    @Shangase9shuku 3 месяца назад +5

    Luckily part was deleted sengiwubuke wonke abanenkinga nalendoda fine abangayibuki balinde ezayo or baqaqe u arosta ngama episode amadala

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 3 месяца назад +1

      🤣🤣🤣🤣

    • @nontobekom
      @nontobekom 3 месяца назад +2

      Kwenzakaleni?

    • @LungileMkhize-cr9rd
      @LungileMkhize-cr9rd 3 месяца назад

      ​@@nontobekomwathi bangena emzini womuntu bayontshontsha bafike ba rape ingane baboshwa bagwetshwa 5 years umuntu eyedwa babesabancane

  • @ryanroyalty3024
    @ryanroyalty3024 27 дней назад +3

    I'm here for the chimney story

  • @user-ly8mb5mp1f
    @user-ly8mb5mp1f 3 месяца назад

    Heyi Proffessor bakugqilazile ngohleko🤣

  • @mfanakamah9786
    @mfanakamah9786 3 месяца назад

    😂😂ahw proffesor Kade simlindele mfo ka khuboni.. ngithi umkhohliwe😅

  • @user-qz8gf8oz4f
    @user-qz8gf8oz4f 12 дней назад

    Ngaze ngamthanda🤣🤣🤣

  • @sisekomfoboza7093
    @sisekomfoboza7093 3 месяца назад +1

    😂😂😂😂😂😂😂yhoo yandihlekisa lendoda

  • @Dartyrsa
    @Dartyrsa 3 месяца назад +6

    Kade ngiyi lindile le episode

  • @vuyork8747
    @vuyork8747 3 месяца назад +5

    At least uyazibona ukuthi ubeseyislwane, nakule enye ivideo ushilo wathi unembeza uyaphela kumaDrugs wavuma ukuthi ubusumphelele. Kunakho konke lomjita usho izinto abanye ozakwabo abazenzile kodwa abazifihlayo ngoba bengafuni umphakathi ubabuke kabi, nginethemba lokuthi uzoshintsha.

  • @user-ly8mb5mp1f
    @user-ly8mb5mp1f 3 месяца назад

    Heyi ayikho iwoonga ekade ngiyi bhema mina mekunje 🤣

  • @MamaYasin
    @MamaYasin 3 месяца назад

    😂😂😂 Isngisi esphezulu saSya ay syangiqeda😂.. Imijovo baythathaphi amaphara? Mhhhh

  • @khanyisilekubheka5967
    @khanyisilekubheka5967 3 месяца назад

    Kodwa we Professor lomthunukile othi uyasishaya isingisi,usithathaphi😅

  • @siyandagumede4539
    @siyandagumede4539 3 месяца назад +7

    Mphakathi xolani yebo lendoda yakhulum izinto ezinyanyisayo kanye nokungazisoli ngento abayenza. Asithathe ngath sesikhohliwe or sithi ukuncika kancane emazwin aProff “asingajaji or asingehluleli umuntu” yona lendoda yenz into embi kakhulu 😢😢

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 3 месяца назад +1

      Ngivumelana nawe lapho second chance nyana

    • @siyandagumede4539
      @siyandagumede4539 3 месяца назад +1

      @asivepatricmgidi6255 Yayzo Shaya house robbery lotus park emandiyeni yafic umama ne ngane badlwengula ingane nolova bakhe n lomjida indlela ebechaza ngayo ubengana remorse n necala alibagwebang imnyaka

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 3 месяца назад

    Ngangizigxavuna ngizifake khwapheni imbuzi ezincane😂😂😂😂

  • @khalishwayosibonelo
    @khalishwayosibonelo 3 месяца назад +1

    Wola maSiya😅😅😅😅😅😅😅

  • @phindilegwagwa7140
    @phindilegwagwa7140 24 дня назад +1

    Where is the chimney story

  • @Fidatto204
    @Fidatto204 3 месяца назад

    “Kodwa sombiza ngo small “ 😂😂

  • @njabulokunene3658
    @njabulokunene3658 3 месяца назад +4

    Kahle kahle lomjita akanabo nhlobo ubuntu ayikho nento eyodwa azisola ngayo. Wayibulala impilo kadokotela wamqamba amanga wangasho ukuthi i woonga ino arosta.

  • @namhlamakinza8821
    @namhlamakinza8821 Месяц назад +7

    How to search episode 220 the chimney one

    • @sphelelembatha25026
      @sphelelembatha25026 24 дня назад

      i came for it too, check 1st comment he did mention that it was reported and removed.

    • @modisesmith5614
      @modisesmith5614 24 дня назад

      Fastforward to 52:27

  • @user-kp5or1rl8m
    @user-kp5or1rl8m 3 месяца назад +4

    Ngisho kthiwa usuza nesfundo akusazwakali ngoba kuphuma kuwena

    • @justsips14
      @justsips14 3 месяца назад +1

      😂😂😂😂

  • @Senzo493
    @Senzo493 3 месяца назад +2

    Lies lies lies, everywhere is lies 🤣🤣

  • @gugutheodorashezi2349
    @gugutheodorashezi2349 3 месяца назад +2

    Khabazela bandla bemgicela ukuzwa ukuthi le Episode ka Siyanda la babamjwa khona ku shemula umnikazi womuzi.
    Ngiyacela. uepisode bani

  • @sinoxolomokolo7940
    @sinoxolomokolo7940 3 месяца назад

    “Ndifele DVD”😂😂😂😂😂

  • @bonganimkhabela2234
    @bonganimkhabela2234 17 дней назад

    Please anyone can fast forward the doctor part

  • @zakhelendulini3835
    @zakhelendulini3835 3 месяца назад

    Ngisuke ngibona olova bethi pheshe 😂😂😂😂

  • @sifisogift696
    @sifisogift696 3 месяца назад

    Part 2

  • @patriciamagadla7074
    @patriciamagadla7074 Месяц назад

    Isela lemfuyo😂😂😂😂😂

  • @pretishbechoo3398
    @pretishbechoo3398 3 месяца назад +2

    I can't find part 2

  • @user-fj6uc2kv2f
    @user-fj6uc2kv2f 3 месяца назад

    Arosta bususibulala ..shuthi emakhaya awutholanga snawana nje

  • @AvileMzingeli
    @AvileMzingeli 3 месяца назад

    😂kamina kawena ...

  • @jekecobs4378
    @jekecobs4378 3 месяца назад

    Wabuya umdlwenguli

  • @princeamo5472
    @princeamo5472 25 дней назад

    Bro is a menace 😂

  • @andilesgutya1441
    @andilesgutya1441 3 месяца назад +6

    Umsaphi lomuntu ngoba sasho ukuthi asimfuni

    • @KwandaDlamini-hw9wc
      @KwandaDlamini-hw9wc 3 месяца назад

      Wenzeni lomfethu?

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 3 месяца назад

      Asilindeni baf2 sizwe uthini yena wona but second chance everyone needs please

    • @andilesgutya1441
      @andilesgutya1441 3 месяца назад +2

      @@sjavakhamuver7706not abadlwenguli aba proud ngama actions abo.

    • @andilesgutya1441
      @andilesgutya1441 3 месяца назад

      @@KwandaDlamini-hw9wcumdlwenguli lo, o proud futhi.

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 3 месяца назад

      @@andilesgutya1441 ngyakuzwa bafo bengalwi iqondile inkulumo yakho

  • @sinoxolomokolo7940
    @sinoxolomokolo7940 3 месяца назад

    “Imbuzi”🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @khalishwayosibonelo
    @khalishwayosibonelo 3 месяца назад

    Part4

  • @justsips14
    @justsips14 3 месяца назад

    Yoh ngeke waze waymosha impilo yomuntu💔💔

  • @user-oz9yt2vd1w
    @user-oz9yt2vd1w 3 месяца назад +2

    Kanti angakanani lamasende okufakwa kuwo yonkinto 😂

  • @ttmusikplaylist2754
    @ttmusikplaylist2754 3 месяца назад +4

    Ingane zase DUT zenzani ?😅😅😅😅

  • @FlexiMemes
    @FlexiMemes 3 месяца назад

    "Amacinisonakho webafo"

  • @user-nh1gt2zy3f
    @user-nh1gt2zy3f 3 месяца назад

    Wonke umuntu kmele axolelwe sonke siyona bakwethu nokuthi lomjita uneqiniso kakhulu into uyisho njengobinjalo

  • @The_Real_Mthethwa
    @The_Real_Mthethwa 3 месяца назад

    Iyibhimbi lensizwa, uthini uma ema ethi yena ngeke afele into ka.R200, kanti uphoqiwe yini ukuthi antshontshe

    • @matruh394
      @matruh394 3 месяца назад

      Akasanandaba nalutho lo angels e salungiseka uwuskhotheni nje wepara😠

  • @ceboshembe
    @ceboshembe Месяц назад

    UmaSiya amasimba omuntu

  • @user-bz3hh4gp6k
    @user-bz3hh4gp6k 3 месяца назад

    Part2 awukho nje episode 220

  • @nomvulakhoza3056
    @nomvulakhoza3056 3 месяца назад +5

    Uyibuyiselen lenja Professor😢😢😢😢😢

    • @KwandaDlamini-hw9wc
      @KwandaDlamini-hw9wc 3 месяца назад +1

      Wenzani lomuntu?

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 3 месяца назад +2

      ​@@KwandaDlamini-hw9wc uyafika yin ku MP TV 1 ,mawufike izolo sorry seya delete le video yakhe ecasula abantu

    • @ReshoketsweMthombeni
      @ReshoketsweMthombeni 3 месяца назад +2

      We asked so nicely kuthi we don’t wanna see this guy again😭

    • @The_Real_Mthethwa
      @The_Real_Mthethwa 3 месяца назад

      Bamubamba nabangani bakhe​@@KwandaDlamini-hw9wc

    • @nontobekom
      @nontobekom 3 месяца назад +1

      @@ReshoketsweMthombenikanti wenzeni oe? 😭

  • @nondyblose6165
    @nondyblose6165 3 месяца назад

    Bek’fanele iqale ngok’xolisa kodwa le-video, angimphiwe lona