MEC UMISE UKWAKHIWA KWENDLU KAGOGO ONA 102 WEMINYAKA EMZUMBE WARD 14 UMISE USONKONTILEKA ESAKHA INDL

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 16 янв 2025

Комментарии • 153

  • @SiphamandlaNxumalo-vb6zq
    @SiphamandlaNxumalo-vb6zq 4 месяца назад +19

    Siyabonga bhuti ukusiza abantu abadala abahlwempu emphakathini umuntu angaze alale emnyango ebe ekhona amandla okutakula lo onqabayo yena ulala endlini abantu bazosha behamba 🤞

  • @XolaniNombika
    @XolaniNombika 4 месяца назад +19

    Hhawu kodwa Nkosi yami ngiyawazi lomuzi isimo sibi mina bengizitshela ukuthi sekwaba amabhodlo, siza comrade Nzama "resistance" muhle umsebenzi wakho ✊💚

  • @delanikhumalo2221
    @delanikhumalo2221 4 месяца назад +24

    Ikhaya tv please sicela nimthole lo MEC achaze ukuthi udliwa yoni. Vivs MK viva

  • @NobuhleZulu-cc2fd
    @NobuhleZulu-cc2fd 4 месяца назад +11

    Muhle umsebenzi qhubekani njalo bantwana baNxamalala nisebenzele abantu💚🖤

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo 4 месяца назад +10

    Siyabonga bhuti ukusukumela udaba lukagogo besengithi kuloyo ozama ukuxhaphaza isalukwazi woo iziqalekiso phezukwakhe

    • @CeciliaNkabinde
      @CeciliaNkabinde 4 месяца назад +2

      Lisho uliphinde uzothi bayamthakatha kanti uzthakathile ngenxa kasatan anawo

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db 4 месяца назад +20

    Iyabonakala imisebenzi ye MK ingakho abantu beyijoyina ngobuningi babo izitha ze MK akwehli kahle, isiyasebenza ngempela I MK manje and isazosebenza, Viva MK vivaaaa ♥️

    • @DorcasthandazileMzila
      @DorcasthandazileMzila 4 месяца назад +4

      Siyabonga mamk amahle musebenzi wenu muhle❤ ake nisize ningenelele la ku Ray municipality kufike kwatrainwa police omgwaqo but uma sekuqashwa ilezigebengu ze anc akekho noyedwa oqashiwe kulaba abatrained meaning kuqashwe abagwazile sibuhlungu sichithe sikhathi sethu sitrainer for nothing

    • @lungelomajola7522
      @lungelomajola7522 4 месяца назад

      ​@@DorcasthandazileMzilangena kuTiktok wenze iVideo

  • @sibongileviolet887
    @sibongileviolet887 4 месяца назад +6

    Sebenzani ma MK AMAHLE ❤❤❤❤❤❤ANC yohlala ikhonkotha banomona

  • @eunnyntulinozipho4509
    @eunnyntulinozipho4509 4 месяца назад +10

    Syabonga M K stand up for South Africa

  • @wandilenomafu7611
    @wandilenomafu7611 4 месяца назад

    Siyabonga, qhubekela phambili ngomsebenzi wakho omuhle, Gwaza Mkhonto wesizwe, usebenzele isizwe

  • @jabulisilehappiness2655
    @jabulisilehappiness2655 4 месяца назад +5

    Uyaganga ukhawula umona vele bona abanandaba nabamnyama bazazi bona nobugebengu akasizwe ugogo viva mkhonto viva

  • @ThulisiweNdlovu-ic4fp
    @ThulisiweNdlovu-ic4fp 4 месяца назад

    Siyabonga nsizwa yasekhabomama muhle umsebenzi owenzayo viva mk

  • @BonisileDlamini-kz3bg
    @BonisileDlamini-kz3bg 4 месяца назад +6

    Bayasangana laba abavimba bantu abasiza umphakathi bebengenzi lutho kubahlula ukubhekelela abantu abahlwempu akahambe eyofa lowodoti

  • @mthombokazulu9113
    @mthombokazulu9113 4 месяца назад +15

    Lo MEC kufanele bamxoshe eqenjini lakhe akaphilile ekhanda,Gwaza Mkhonto ugwazisise zivele obala izidomu emphakathini,

    • @madodayende2603
      @madodayende2603 4 месяца назад

      Isidomu esikhulu nguwe

    • @mthombokazulu9113
      @mthombokazulu9113 4 месяца назад

      @@madodayende2603 ngifuze unyoko,ngoba uzala isdomu🤦‍♂️🙈🤦‍♂️🙈

  • @sibonisocharles5369
    @sibonisocharles5369 4 месяца назад +5

    Ngoba akasiyo inkomo akawo umsola wokuzishaya , sizomshaya ke thina ukhawula viva MK viva

  • @CelukuthulaSifiso
    @CelukuthulaSifiso 4 месяца назад +6

    Udakiwe lowo omisa ukuthi kwakhiwe indlu kagogo eyakhe ingavuma imiswe udakiwr lowo viva mk

  • @ThamiMtambo
    @ThamiMtambo 4 месяца назад +4

    That's freedom we have in South Africa Anc

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo 4 месяца назад +2

    Siyabonga baba uNzama waze wasebenza abajwayelekile abantu ukukhuluma bamele abang kanje ngeqiniso

  • @NomakayaMaxegwana
    @NomakayaMaxegwana 4 месяца назад +20

    Asimanga Siyasebenza. Gwaza MKHONTO🖤💚 Gwaaza

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo 4 месяца назад +9

    Kaunda kaunda kaunda ayi ngeke ukhohlakele ungaze ube nomona nomtomdala ufuna ashone ugogo engenakhaya ngento engekho kanje aunalo uzwelo kazi mauphelelwa iskhaty emhlabeni uyofikuthini enkosini yakho aunandaba nogogo ngoba ksuye owakini

  • @NtombiKhoza-tm8hj
    @NtombiKhoza-tm8hj 4 месяца назад +1

    Phambili ngomkhonto wesizwe phambili🎉🎉🎉❤❤❤❤

  • @ZodwaMbhele
    @ZodwaMbhele 4 месяца назад +2

    Kanti unjani umuntu uzwelo lashonaphi isaguga pho sihlale emnyango💔💔💔

  • @gloriashozi555
    @gloriashozi555 4 месяца назад +3

    Aibo weKhawula awukhawule ngaseceleni indlu kaGogo ayakhiwe...dedela uB please....

  • @EvidenceShange
    @EvidenceShange 4 месяца назад

    Ubulima lobu gogo ulala emnyango ihlakaniphi zimisa ukwakhiwa kwendlu yakhe cha abaphilile abantu viva MK❤

  • @FisaniMngomezulu
    @FisaniMngomezulu 4 месяца назад +8

    Unomona usethenjiswe imali bahlali ningayvumeli lento sikhathele uANC akhelani ugogo abayidilize seyakhiwe lezehluleki babulawa umona

  • @thenjiwenxumalo8828
    @thenjiwenxumalo8828 4 месяца назад +6

    Kaunda isdididi esiphelelwe playing esinomhobholo ngaze amise indlu ebona intombi endala ayinayo indawo yokudlala unenhliziyo embi enomhobholo sesiyaphela iskhathi sabo

  • @poppynomsamasango
    @poppynomsamasango 4 месяца назад +5

    I saw wish ukubona indlu kagogo yakhiwe please nisibonise I part 2 indlu maseyakhiwe

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 4 месяца назад +1

    yho banomona abantu aybo unjani kanti lo MEC aybo Jehovah'

  • @NandiphaBam
    @NandiphaBam 4 месяца назад +4

    Umhle baba we MK nemisebenzi wakho umhle

  • @ConstanceButhelezi-h5s
    @ConstanceButhelezi-h5s 4 месяца назад +2

    Viva M K viva 💪

  • @LindiweMfaba
    @LindiweMfaba 4 месяца назад

    Phezulu nge MK 💚 phansi ngo Khawula.

  • @ZaneleGomba-i9p
    @ZaneleGomba-i9p 4 месяца назад +7

    Kodwa yhini bantu gogo wahlukunyezwa animesabi tixo sheim

  • @SifisoNgqulunga
    @SifisoNgqulunga 4 месяца назад +2

    Ngazakhela. Leli Khaya I ndawo Clermont. But. Mina mgibhace

  • @PearlNzama-xy6gi
    @PearlNzama-xy6gi 4 месяца назад +4

    Usebenzile qabane sukuma Mkhoto wesizwe umengenyawo sihluphekile isizwe sikamthaniya

  • @roseymoodley5092
    @roseymoodley5092 4 месяца назад +3

    Siyabonga mk uyindoda baba ukusukuma umele umuntu omdala ohlezi emphakathi bonke abantu bendawo kade bembuka ehlezi njengesiwlane uphi umxhaso kagogo ovela kuhulumeni

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf 4 месяца назад +1

    Mayiqhubeke book akhelwe ugogo❤❤❤

  • @SifisoNgqulunga
    @SifisoNgqulunga 4 месяца назад +2

    Ngiyathokoza ukubona. Ikhaya. TV Nami bmhlambe ngingasizakala

  • @ZaneleNdlovu-ce1lr
    @ZaneleNdlovu-ce1lr 4 месяца назад +2

    Lapho yena unomuzi wakhe ufudumele kulamakhaza....😡😡😡

  • @primrosemthiyane3691
    @primrosemthiyane3691 4 месяца назад

    God bless ,sibusiswe isandla esiphayo

  • @Thabile-d2l
    @Thabile-d2l 4 месяца назад +1

    Inzima indaba yaseMzumbe nepolitiki kumanje kutrender ivedeo lapho kudutshulwe amalunga aw7 omndeni owodwa kwaKhambule makuzwakala indaba zamatender

  • @BhekiNxumalo-y9b
    @BhekiNxumalo-y9b 4 месяца назад +4

    Syabonga bhuti kufuneka lokho ukusiza abantu not lokhu kwe ANC

  • @PhindileMadi
    @PhindileMadi 4 месяца назад

    Zyambongela ugogo umona udlala abantu nje

  • @BusisiweZondi-ki7vz
    @BusisiweZondi-ki7vz 4 месяца назад +1

    Akananembeza loKhawula into enhle kanje aibo kwaze kwanzima emhlabeni.

  • @jabulisilemchunu9133
    @jabulisilemchunu9133 4 месяца назад +1

    Okungixakayo ukuthi umuntu omnyama wasendaweni kumnandi kuyena uma edlula ebona umntomdala ehlezi emnyango😢....akayobheka ama ground ukuthi akhiwe yini njengoba nomnyango wakhe ukwa Sports and Recreation qha...ahlukane nomona ngoba uMkhonto usebenza....Gwaza Mkhonto Gwaza

  • @NtobekoMbale
    @NtobekoMbale 4 месяца назад +3

    Muhle umsebenzi awuqhubeke
    ,kuyacaca inkinga udaba lukagogo lusukunyelwe iMK inyoka ekuhlazana umabonwa bulawe.Phela Omtomuhle bona bazi ukuthi abantu abasondelene nabo kufanele basizakale hayi omunye umuntu vele kwakuma kwabo phambi kwethu asibavotelanga asibafuni bazophuma

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 4 месяца назад +1

    aybo banjani kanti abantu kumele asho nokuthi kumele ubhekephi umnyango aybo liyabhubha

  • @tandekamgotywa9662
    @tandekamgotywa9662 4 месяца назад

    Umona kuAnc ngekhe balunge💚🖤💚🖤gwaza mkhonto gwaza

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo 4 месяца назад +5

    Wena casulwa kuty ugogo sizwa MK yikho unenhliziyo embi kodwa wena uhlulekile kumsiza unabangani bakho ufuna kbukwa nje wena sathane ngaze ngaphatheka kabhlungu

  • @vammashangase5908
    @vammashangase5908 4 месяца назад +5

    Ayifani no Mtomuhle le, hleze kube nohlangothi olungaziwa. Uyindoda engami endleleni yentuthuko ikakhulukazi abantu asebekhulile, kodwa ugogo yena uyogcina akheliwe

    • @ollychonco8672
      @ollychonco8672 4 месяца назад +1

      Kuyacaca awumazi lowo muntu unomona ngisho kwi family uyaziwa funa yonke into ibengaye mnx

    • @vammashangase5908
      @vammashangase5908 4 месяца назад

      @@ollychonco8672 hhay lutho, ngimazi kahle kakhulu, sikhule naye, sidlala naye ibhola, umndeni wakhe ngiyawazi KODWA angingeni kwezomndeni, ngoba awukho umndeni ongenalo utwayi lwawo. Ngikhulumela kulesisimo sokuvimba, and angimphikeli kodwa ngithi ayifani naye ngokumazi kwami ingakho kulento yepolotiko ifuna izinhlangothi zonke uma kusolwana ukuze kuthi balance

  • @FikileLangelihle
    @FikileLangelihle 4 месяца назад +1

    Waze wakhohlakala bo lowo baba ayi umec oqeda kwenzan yena loyo maka fusek lowo mec siyabonga mkhonto gwaza mkhonto gwaza

  • @ZiningiDlamini-b5q
    @ZiningiDlamini-b5q 4 месяца назад

    Viva MK viva 🎉

  • @SiphesihleManana-dk7ii
    @SiphesihleManana-dk7ii 4 месяца назад +1

    Yoo

  • @ntombifuthishezi5077
    @ntombifuthishezi5077 4 месяца назад +1

    U opened the can of worms MEC💔💔💔😲😲😲

  • @gcinarejoice5139
    @gcinarejoice5139 4 месяца назад +1

    Khawula or Kaunda😂

  • @SifisoNgqulunga
    @SifisoNgqulunga 4 месяца назад +1

    Yalomuntu owasifica sakhile. Wavula indaba. Yezi hlangano sizakhele endawrni. Yethu .manje sinexi kinga. Useyisigwili Thina banikazi. Bendawo sizula esigangeni. Asnalutho

  • @SanelisiweGwala-g1x
    @SanelisiweGwala-g1x 4 месяца назад +1

    Uvaliswa ukuthi akusiyo I ANC Noma ifp elande usizo lagogo banomona nje bakhohlakele kabi

  • @SifisoNgqulunga
    @SifisoNgqulunga 4 месяца назад +1

    Embilo .ngoba Phela ngangihlaselwa. Ngiphila kabuhlungu ngenxa

  • @SimphiweMkhize-lx8vc
    @SimphiweMkhize-lx8vc 4 месяца назад +1

    Kufuze ukuthi ngabe Kade wakhelwa ugogo unesinindi nje nokuyimisa yazi yanyanyisa

  • @InnocentMbuyazi-v7v
    @InnocentMbuyazi-v7v 4 месяца назад +2

    Mina ngifuna ukubona lenja yalobaba ,nimlethe la ungazamisa Kube usaz isimo sikagogo ubunja nje lobo fusek" kuloyobba

  • @MhlenganiAronNgcobo
    @MhlenganiAronNgcobo 4 месяца назад +1

    Ilohulumeni we gnu

  • @SbongileNdunakazi
    @SbongileNdunakazi 4 месяца назад +1

    Gwaza mkhonto akakhelwe ugogo indlu

  • @NONDUMISODLAMINI-hj5qq
    @NONDUMISODLAMINI-hj5qq 4 месяца назад +1

    Indlu yagogo sengathi ingaphumelela indaba yenhlangano ayime eceleni ngoba kade wayevota ayilungise i MK abanye mabehlulekile bavele obala sikhathele mnje yilomdlalo odlawa ngathi

  • @DiniweSibiya
    @DiniweSibiya 4 месяца назад +1

    Uyajabula makuhlupheka abantu on the ground khawunda nsondo ne Anc yabo abavumr bayehluleka manje iskhathi sesifikile

  • @CebomthembeniNyoka
    @CebomthembeniNyoka 4 месяца назад +1

    Unkulunkulu akbusise

  • @ThandaNhlangulela
    @ThandaNhlangulela 4 месяца назад +1

    Uphumaphi ukhhawula isibonga sakhe ngemela

  • @NkosinathiZewande
    @NkosinathiZewande 4 месяца назад +1

    UKhawunda usebenzisa ipolitiki nalapha esingekho isidingo inkinga bayahluleka ukuletha usizo kubantu uma sekuqamuka abantu abanosiso sebekuviba cz bayazoba ukuthi kuyavela ukuthi le GNU yabo ayinasizo

  • @SibusisiweBiyela
    @SibusisiweBiyela 4 месяца назад +1

    Kwaze kwakudalaukubona iqiniso nglababantu beANC bengafuni siphile impiloecishe ifan neyabo bafuna njalo siphile ngokuguqa kubona ngiyababonga

  • @SifisoNgqulunga
    @SifisoNgqulunga 4 месяца назад +1

    Sengihlupheke iminyaka

  • @nonhlanhladladla9431
    @nonhlanhladladla9431 4 месяца назад

    Kazi yini inkingayakhe ukhawul engadlali ngogogo yen

  • @SiphoKaBhekuyiseNzuza-kb1jo
    @SiphoKaBhekuyiseNzuza-kb1jo 4 месяца назад +1

    Sad reality

  • @NompumeleloMthembu-nk9gp
    @NompumeleloMthembu-nk9gp 4 месяца назад +1

    Wosiyane Gcungcwa M 4:39 khandi wensimbi❤❤

  • @DorcasthandazileMzila
    @DorcasthandazileMzila 4 месяца назад +1

    Wazihleba wekhawula vele aniwinga we ifp kzn ngakho nibheda nje

  • @SifisoNgqulunga
    @SifisoNgqulunga 4 месяца назад +1

    Izinto ziyenzeka. Ngangingazi. Ukuthi. Kohamba by Kube nje. Ezweni. Sizani. Bafowethu

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi2318 4 месяца назад +1

    Ukhawula makakhawule umona baphila kanjani abantu abanezinhliziyo ezimbi basala kanjani ku covid.ukube kwamba bona.mubi ukhawula.

  • @bonisilekhuzwayo2470
    @bonisilekhuzwayo2470 4 месяца назад +1

    ANC odoti labo abanqeni ukubulal lobhuti ngb ewusizo kumphakath ngb injalo i ANC

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey 4 месяца назад +1

    Vivamkvivazuma

  • @CelukuthulaSifiso
    @CelukuthulaSifiso 4 месяца назад +1

    Ingenaphi lemfene khawunda udakiwe udliwa umona ayakhiwe ngenkani udakiwe lowo induna ebeka abantu

  • @eunnyntulinozipho4509
    @eunnyntulinozipho4509 4 месяца назад +1

    Manje u M EC ungenaphi cz le indawo yenkosi nenduna koze kubenini sibuyiselana emuva siyindlu emnyama

  • @ThandaNhlangulela
    @ThandaNhlangulela 4 месяца назад +1

    Uyapphambuka. UKhawunda makahambe aye Lena eKhenya please

  • @SifisoNgqulunga
    @SifisoNgqulunga 4 месяца назад +1

    Emva kweminyaka. Ngicindezelekile umuzi wami ongangisizi. Mina. 2011 Abantu badayisa ugesi ..bakhiqiza. Izindlu RDP ngomuzi. Wami .ababopheki

  • @boniswamagaqa464
    @boniswamagaqa464 4 месяца назад +1

    Gwaza mkhonto ngabe ubiziwe lowo Kaula Uyanya nje

  • @RejoiceMasuku
    @RejoiceMasuku 4 месяца назад +1

    Akufani noGabhisa lokho mina nje ngbona kuhlanezelwe ukuze kuthiwe umsebenzi ka MK lo lutho niyamkhulumela angihambi neqembu lakhe kodwa akuye lomuntu enimkhuluma kabi ink mina sengbonile iyadlova uma yenza into banentukuthelo yabo nje

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db 4 месяца назад +1

    And futhi usemdala kakhulu ugogo 102 years akuyona iminyaka emincane leyo. Uwrong u MEC kakhulu uyena ophazamisa ukwakhelwa kuka gogo angabe uye ohamba phambili ukukhuthaza ukwakhelwa kuka gogo. Lesiskhulu silwa ne MK. Bavele kuyabahlula ukwenza i service delivery 30 years wonke behluleka. I MK iyasebenza ngempela 🤞

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 4 месяца назад +1

    Manje mawakga indlu kumele ucele

  • @Thantaswantsoko
    @Thantaswantsoko 4 месяца назад

    Hey namadoda ayathakatha intlizio embi kukuthakatha oko .kwale yoba lo tata athi indlu ingajongi ngasendleleni 😅😅😅😅😅😅😅UMONA

  • @siphodlamini9903
    @siphodlamini9903 4 месяца назад

    Yey waze wanolunya lowo MEC hhawu yini kangaka yazi ubuthakathi qobo phela lobu 🙉

  • @SifisoNgqulunga
    @SifisoNgqulunga 4 месяца назад +1

    Ngiyabona. Ithuba lokunilobela I

  • @AneleThuthukile
    @AneleThuthukile 4 месяца назад +1

    Lelikhehla elino 103 linomona

  • @PhumlaniZulu-rr9if
    @PhumlaniZulu-rr9if 4 месяца назад

    Viva MK UYAHLANYA LONA OVIMBA UKWAKHIWA KWENDLU .NOMA UFUNA UKWAKHELA AMASHANGANE VELE IQEMBU LAKHE LENZA AMA RDP LENZELA ABANTU BANGAPHANDLE UYAGULA LOYOBABA

  • @HamiltonSimelane
    @HamiltonSimelane 4 месяца назад

    Ukhawula akakhawule ukugaqela amafa abantu. Ubesecabanga ukuthi uzozuza lendawo kagogo. Demede man yakhelani logogo ikhani nimbona namuhla nani kunini elala phandle nimbuka nje qede nimhlukumeze kanje😮

  • @CeciliaNkabinde
    @CeciliaNkabinde 4 месяца назад

    Kova kancabe engesilunga le anc loyo indlela.angenazwela ngayo cha yona incazelo soyidinga akanamahloni umntomdala kangaka uzoshayeka ma edlalela kubantwana baka Nomkhubulwane sozwa ngaye lezitulo zabo zyanmbasanhanisa bakhohlwe la babuya khona

  • @SIBUSISOXULU-vk9po
    @SIBUSISOXULU-vk9po 4 месяца назад +2

    Udakiwe lo khawula wabo wansondo

  • @nonhlanhlamkhwanazi7632
    @nonhlanhlamkhwanazi7632 4 месяца назад +1

    Kakade yayi votelwe uban ifp ngoba yantshontsha ama vote e MK

  • @madodayende2603
    @madodayende2603 4 месяца назад

    Usadinga ukufundiswa kwawena ozibiza ngentatheli awuvuthiwe . Uhlulwa yini ukuzwa uhlangothi lukamhlonishwa uKhawula.

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 4 месяца назад

    ngukhawula ayi ukhawunda siyamazi ukhawunda uyaphila emqondweni uyamsaba unkulunkulu ubengeke awenze lodoti lana sikhuluma ngokhawula

  • @FabulousMama1234
    @FabulousMama1234 4 месяца назад +1

    Bakithi kodwa lento yengcindezelo kumuntu omnyama nomnyama ave ingiphatha kabi; ezinye izinhlanga ziyajabula.

  • @UniceZwane
    @UniceZwane 4 месяца назад +3

    Bazobe baqala impi nje

  • @BusiMthethwa-x7j
    @BusiMthethwa-x7j 4 месяца назад +1

    Siyafisa ukwazi kuthi miselani ngempela

  • @sthembisoprofessor62
    @sthembisoprofessor62 4 месяца назад +2

    Ubani lowo doti ka MEC

  • @JabulaniNdlovu-l4s
    @JabulaniNdlovu-l4s 4 месяца назад

    Ukhuluma kahle lobhut,ufundisekile

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 4 месяца назад

    Hawww madoda, kanjan usonkontileka engazi manje? Kant uyithathaph I go ahead yokwakha engazi?