uMbeje usukumise inkundla edlala ingoma yakhe eNtsha

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 26 окт 2024

Комментарии • 208

  • @sibuleloxbs7289
    @sibuleloxbs7289 2 месяца назад +41

    Angifun ukubanjwa ngophondo angisona isphukuphuku mina😂😂😂😂😂💯🔥🔥🔥🔥

  • @NoncedoNdima
    @NoncedoNdima 2 месяца назад +29

    Umona ka dj😭😭oksalayo I love u mbeje♥️♥️ngso Phongolo kwela Gatsheni ❤️

  • @NjabuloShabalala-yw7tx
    @NjabuloShabalala-yw7tx 2 месяца назад +5

    Ngithanda indlela a handlish ngayo isimo umbeje kahle kahle... Bekumele adikile
    Up mbeje❤😊

  • @phakamanizuma5779
    @phakamanizuma5779 2 месяца назад +25

    Kwangathi lengoma ibhalwe i bliss 😊 siyawazi shuni we blis 🔥 🔥

  • @PHAKAMATHONGALAMI
    @PHAKAMATHONGALAMI 2 месяца назад +11

    Noma kunqamuka iyntambo noma kwenzekalani amazing 😀😀

  • @wandileriver3488
    @wandileriver3488 2 месяца назад +25

    Ucula ngempela uMbeje🔥🔥😂😂

  • @kstarofficial5783
    @kstarofficial5783 2 месяца назад +5

    umayogurt ubeluma intambo bengeke nimbone ke ngoba ayy

  • @SaneleNdwandwe-s8x
    @SaneleNdwandwe-s8x 23 дня назад

    ❤❤wow that great amazing song

  • @qhawelabashazinondumo7299
    @qhawelabashazinondumo7299 2 месяца назад +13

    Ubanjwa ngophondo uMbeje,umona ka Dj

  • @Xavierlefleur
    @Xavierlefleur Месяц назад +1

    🎉🎉imnandi ingoma, yehla njenge bliss emphinjeni. Khuphukà làpho mkhàya ungangenzi slima

  • @sabelogiven2831
    @sabelogiven2831 2 месяца назад +6

    😂😂😂ngiykhonzile lenkabi. Iwumuntu wamancoko too much

  • @sibusisomiya3966
    @sibusisomiya3966 2 месяца назад +13

    if udlala nge Blissss kuzoba nje khehla 🎉

    • @nomasontomaria480
      @nomasontomaria480 Месяц назад

      😂😂😂😂😂😂😂imisebenzi yebliss yonke lena

  • @lungisaniimkhize9033
    @lungisaniimkhize9033 2 месяца назад +18

    Inzima le track🤞

  • @NobuhleThobile-j2u
    @NobuhleThobile-j2u 2 месяца назад +1

    khuphuka mbeje ngyakuzwa mina bengakdonsi ngophondo awsisona isphukuphuku Wena🔥🔥🔥❤️❤️

  • @Lunga_Sibiya
    @Lunga_Sibiya 2 месяца назад +8

    Khuphuka njalo mfoka Shandu ungowakwethu wena

  • @SyabongaDazista
    @SyabongaDazista 2 месяца назад +6

    uDj ngabe usekakile ukube ubenza loDoti kudlala iGcokama..phela akaspetuli uManqele

  • @NomaseKondile
    @NomaseKondile Месяц назад

    Aah indoda engaphisa nabantwana abafuna ukufaka amanapkin Ayeye ngoMbenje Ayeyeeee❤

  • @MfaneloLungelo
    @MfaneloLungelo 2 месяца назад +6

    Kyayidla intelezi lokh okfishane 😂😂😂

  • @khethahmzolo6026
    @khethahmzolo6026 2 месяца назад +6

    Yasho kamnandi iNkabi Yami Madoda 🙌

  • @ThatoZanokuhle
    @ThatoZanokuhle 2 месяца назад +1

    🎉🎉khuphuka Mbeje besuyeka inhlamba bakith

  • @LondekaKhuzwayo-w4q
    @LondekaKhuzwayo-w4q 2 месяца назад +3

    AI FOKOF MAARN yabona kuhanjiwe la wiiiii ngihayiza ngedwa endlini ❤❤🤌😱

  • @lastboycphelele3184
    @lastboycphelele3184 Месяц назад +1

    Kant lesphukuphuku esingu Mbeje siy releaser nn lengoba ngoba iy 30 zidlulile?😂

  • @vuzimuzi7261
    @vuzimuzi7261 2 месяца назад +7

    UBhut Sgwebo wededel uswazi sekunjeee

  • @thokozanemthimkhulu
    @thokozanemthimkhulu Месяц назад

    Mina angikakholwa umbeje ngempela lokhuphukakanje❤❤❤

  • @nkosinathi25
    @nkosinathi25 2 месяца назад +1

    I Bliss iyona ebimubamba ngophondo umbeje vele 😅😂

  • @lebohangdlamini
    @lebohangdlamini 2 месяца назад +1

    Ngibona ama dreads ngithi umbeje ucula noSwidi kazwelonke🤣🤣

  • @Dr.mfundokhoza
    @Dr.mfundokhoza 21 день назад

    Ayeye Mbeje ayeye 😊

  • @samukelogumede9754
    @samukelogumede9754 2 месяца назад +1

    Shuthi baysab ke umbeje baze bathenga DJ😂😂😂

  • @PhiwayinkosiMthembu-em8fp
    @PhiwayinkosiMthembu-em8fp 2 месяца назад +1

    Ayi lo dj uthengiwe. Unomona hau yini nkinga manj

  • @lindamahlangu6151
    @lindamahlangu6151 2 месяца назад +1

    😂😂😂 uma ungamahliphihliphi nezinto zakho ziba mahliphihliphi😂

  • @siboneloshandu1516
    @siboneloshandu1516 2 месяца назад +4

    Mnqansa winkunzi mfana kaZimnike, uvuthiwe

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 2 месяца назад +1

    Abantu bazoguga induku ...wabhedela umbeje nj mayengakushayi uyakuthuka😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @MhlengiDlamini-g9r
    @MhlengiDlamini-g9r 2 месяца назад +3

    Nxaaa Kanti lombeje yafosa cula ilutho😂😂😂

    • @sbonisogift242
      @sbonisogift242 2 месяца назад +4

      Iyahlupha indaba yokuba uskruuu skruuu nokungayazi ingoma uzwa kuthiwa

  • @richardsebenzasithole3367
    @richardsebenzasithole3367 2 месяца назад

    iyonake lengoma esukumise inkundla yonke😂😂😂😂😂😂 khuphuka lapho mbeje😂😂😂😂😂😂

  • @IsabelNdlovu-cw8zu
    @IsabelNdlovu-cw8zu 2 месяца назад

    Mbeje imnandi into oyenzayo inkinga uyathukana kodwa khona ushayela ka mnandi khuphuka❤

  • @nhlanhlambele7536
    @nhlanhlambele7536 2 месяца назад +3

    Bambamba ngophondo umbeje😂😂😂😂😂

  • @SibongiseniMazibuko-w1g
    @SibongiseniMazibuko-w1g 2 месяца назад

    😂😂😂kant why abalandeli baka dunudunu bene nzondo e siliyasi impela nje ngengane yabantu?minyaka yonke sizwa ngabo ukuthi ingoma ayikho, unyaka no nyaka kusho bona kuqala 😂, sekubukek kuy nzondo e siliyasi nizo thakatha nina yazi, awukwaz ukuzond umunt ongamazi, awaz ngisho ngakubo,

  • @ThokozaniZwane-b4n
    @ThokozaniZwane-b4n 2 месяца назад

    Khuphuka laph qhawe ngiyakuzwa mina ngingaph alexander

  • @nkululekonelson4316
    @nkululekonelson4316 2 месяца назад

    Simthanda ezeyisela not emculwen ,uyasibhedela nje lona😅😅😅😅😅😅😅😅

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 2 месяца назад

    Mxx mayoghurt uthukelwani?

  • @ThandekaMotloung-n2p
    @ThandekaMotloung-n2p 2 месяца назад

    Wenzeni uMbeje😂😂number one bhuti❤❤

  • @AbednichompilontleJaca
    @AbednichompilontleJaca 2 месяца назад

    Sibiside sibisimajimbilizana sibisimaphandla saphandla bengunibavungama,simakade ungiyalile wanginika lelikho ngobabazongizonda abasebenzela usathani,kunjalo king international,yozakhumle amatekomkakhe😂 ushayile la, ngiyaxhwayisa uMbuzeni angayishiyi ngoma ethi..thula ngoba ubhemile-thula skhwama okoqala yamkweleta qhubeka ulandele uSK wena mayenzinto nawe uyayenzwa akubhoye qhakuphela nendabake ungazikhohlwa,up Khabazela

  • @Francinah-j8k
    @Francinah-j8k 2 месяца назад +2

    Ngibuya khona ngyangena nje ekhaya manje khathele😫🙏

  • @nomasontomaria480
    @nomasontomaria480 Месяц назад

    Angithi weyisa umayorgut 😂😂😂😂

  • @ThobaniNgubane-o9f
    @ThobaniNgubane-o9f 2 месяца назад +1

    Gcabashe inkunzi ngeke belunge laba😂😂😂

  • @khanyisanimabaso322
    @khanyisanimabaso322 2 месяца назад +1

    Bakbamba ngophondo bahlangene nomayogathi😂😂😂

  • @LUVUYOSIYAMTHANDAZIKODE
    @LUVUYOSIYAMTHANDAZIKODE 2 месяца назад +1

    Syabonga Zozo Nge Update❤

  • @siphesihlehlongwane9690
    @siphesihlehlongwane9690 2 месяца назад

    Wase uvuka umona 😂😂😂udinwe uganwe umnwabu

  • @AndileKhumalo-d7n
    @AndileKhumalo-d7n 2 месяца назад

    Zakhala 😂😂😂😂bheje sewhluliwe mfana bondlinduku uqhume mfana aw aw zosala kama yogurt

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 2 месяца назад

    Ayi ngavela ngajabha yabona ubanjwe ngophondo ngampela lana ayi lomfana wakwambeje uyakude nalento yakhe isiyaphila manje kade ngingamnakile😂😂

  • @XolaniNgobese-ks5ki
    @XolaniNgobese-ks5ki 2 месяца назад

    Ibanjwa ngophondo Nkosi mayoghurty ufike wachela stage😂

  • @ntuliwandile5227
    @ntuliwandile5227 2 месяца назад +1

    Engathi luthanda ukuqina ukhakhayi Mkhaya wami phansi le eNBA

  • @thobanidlamini3204
    @thobanidlamini3204 2 месяца назад

    Umshubo Mbeje🔥👌

  • @mbuyisenimalambule5094
    @mbuyisenimalambule5094 2 месяца назад

    bekumele ulahle phansi umbhobho ufumb uDJ ngesibhakela uhambe....

  • @MichaelSibiya-j3x
    @MichaelSibiya-j3x 2 месяца назад

    Uphondo lokhu lwaqala kuMfoka Maqhawe iBhova lweza kumfoka Kuphosa kwenyathi iSkhova, senikuMbeje owasokela amahhala😂😂

  • @XolaniNgobese-ks5ki
    @XolaniNgobese-ks5ki 2 месяца назад

    Uyabo muthi maghurty yasebenza ucima Radeon 😂😂😂😂

  • @MlungisiMyeza-ik1oe
    @MlungisiMyeza-ik1oe 2 месяца назад +1

    Singabaculi thina😂😂😂🔥🔥🔥🔥🔥

  • @menzikhat695
    @menzikhat695 2 месяца назад

    Kubalulekile ukt uma uzodlala uphathe induku lesimo besizolunga nje ngodonkani

  • @NhlanhlaMbatha-n7x
    @NhlanhlaMbatha-n7x 21 день назад +1

    Aih wena mbeje uryte ko tik tok hhai emculweni😂😂😂

  • @SBONELOMAGWAZA-hx7qu
    @SBONELOMAGWAZA-hx7qu Месяц назад

    Ngyamuzwa mlabalaba kumabacking

  • @mandlenkosinkiwane5375
    @mandlenkosinkiwane5375 2 месяца назад +1

    Kudlaliwe ngeqawe laaa ngeke phela umculi omkhulu kanjee

  • @laurencemphikeleli
    @laurencemphikeleli 2 месяца назад

    Imnandi ingoma mfethu❤️🙏

  • @SinothandoMncube
    @SinothandoMncube 2 месяца назад

    🔥🔥 yiyo madoda ❤

  • @oupatshabalala6060
    @oupatshabalala6060 2 месяца назад

    cha ucula kamnandi umbeje crs ishayiwe lengoma

  • @MthembeniSiphephelo
    @MthembeniSiphephelo 2 месяца назад

    uSgwebo Sentambo wambhonya sekunjenake uDj

  • @mpelzfizio429
    @mpelzfizio429 2 месяца назад

    Lengoma I rater u 30% kwi ngoma le bliss ethi UKUPHI UBABA

  • @philzungu2602
    @philzungu2602 2 месяца назад

    Khuphuka Mbeje 🔥 🔥 🔥

  • @tlalimishack6076
    @tlalimishack6076 2 месяца назад

    Ine screech mbeje lento yakho usuke wathuka uma yoghurt engabe udlala ingoma uyeke ukukhulumela safuthi

  • @sandisosanele8331
    @sandisosanele8331 2 месяца назад

    Umakudlala umkhovu bayidlala yonke😅😅😅

  • @Slaybhinca
    @Slaybhinca Месяц назад

    Mqansa❤❤❤

  • @DanielMluleki
    @DanielMluleki 2 месяца назад

    Wenzani udj ayenxiwa lento akayenzayo mama sound angahlelekile ngob echeap nxa

  • @solomuzimthethwa4661
    @solomuzimthethwa4661 2 месяца назад

    Ukube uyithuke ekugcineni iBliss ngabe ayinqamukanga ingoma

  • @snenhlanhlamyeza4732
    @snenhlanhlamyeza4732 2 месяца назад

    😂😂😂😂yakhuphuka ibliss sikubamba ngophondo😂😂😂😂😂

  • @minimthembu
    @minimthembu Месяц назад

    Wenzani u dj ngempel 😂

  • @SINENHLANHLA-jl7ey
    @SINENHLANHLA-jl7ey 2 месяца назад +1

    Bayibamba ngophondo manje ewumbeje??

  • @AbednichompilontleJaca
    @AbednichompilontleJaca 2 месяца назад

    Sibiside sibi simajimbilizana sibi simaphandla saphandla abenguni bavungama mavovo gcwabe kazihlandlo yabona sibhawu bhawu msilawepikoko udunuselusomandla smakade walaya wanginika lelikhono ngoba bazongizonda abasebenzelu sathani undanda kowabo ngobabadala bazongingobiqolo"yozakhumle amatekomkakhe😂,kuzwakala okunye kuthi ngiyamxhwayisa uMBUZENI angayishiyi lengoma ethi...ngoba uBhemile... Thula sikhwama awuboni khulumabalizani🤫🤫🤫

  • @IgonaelihleIgona
    @IgonaelihleIgona 2 месяца назад +1

    Awuu suku madoda noma u dj engaba nomona 😂😂

  • @Lindelani-g8w
    @Lindelani-g8w 2 месяца назад

    Uzophendula kuTicktock uMbeje ngoDj😂😂😂

  • @nobuntuelsie9586
    @nobuntuelsie9586 2 месяца назад

    DJ uthunyelwe na this is a huge sabotage 😢

  • @JabulileNgxongo
    @JabulileNgxongo 2 месяца назад +1

    Ngiyakuzwa weNgobe lapho eback

  • @Mlondi-pt6vo
    @Mlondi-pt6vo 2 месяца назад +2

    Kudlaliwe ngombeje

  • @mlungisikhubalolabezizwe9160
    @mlungisikhubalolabezizwe9160 2 месяца назад

    Naye ukhuluma over kusetshenzwa ngesikhathi lah

  • @busimtolo
    @busimtolo Месяц назад

    😂😂😂up mbeje

  • @Nkqe
    @Nkqe 2 месяца назад

    Bamuphekisela Phansi mbeje loDJ
    Khuphuka mfo sokweseka thina

  • @lindokuhleperfect
    @lindokuhleperfect 2 месяца назад

    washaya mbeje sizohlukanisa ngawe unyaka mese iBliss libe wunumber 2 nize kabi bafana mese umaswidi eba unumber 3

  • @thekingmangumta6353
    @thekingmangumta6353 2 месяца назад

    Ukhohlakele Uma yogurt uyena locisha isound

  • @BhekieMehlokazulu
    @BhekieMehlokazulu 2 месяца назад

    ukhuphuke ngempela kulokhu Mbeje mft🙌

  • @nzuzoshandu3295
    @nzuzoshandu3295 2 месяца назад

    Up mbeje,🔥🔥🔥🔥💪

  • @HlangulaniKhumalo-ll3hw
    @HlangulaniKhumalo-ll3hw 2 месяца назад

    Kukphosile okung ma yogurt mbeje

  • @NtandoMakhoba-bc2zp
    @NtandoMakhoba-bc2zp 2 месяца назад

    💯🔥🔥🔥🔥Mbeje

  • @NhlanhlaMngadi-rq8dz
    @NhlanhlaMngadi-rq8dz 2 месяца назад +1

    🎉🎉🎉umculi koda umbeje

  • @Doc80186
    @Doc80186 2 месяца назад

    Khuphuka lapho mbenje

  • @LuckyMajozi-ok5su
    @LuckyMajozi-ok5su 2 месяца назад +1

    Naloke iBhova esilaziyo thina

  • @mlungisikhubalolabezizwe9160
    @mlungisikhubalolabezizwe9160 2 месяца назад

    Unzima umuthi Kama yoghurt

  • @sicelomnculwane4134
    @sicelomnculwane4134 2 месяца назад

    Nice!!🥰

  • @GcinaMazibuko-ue9io
    @GcinaMazibuko-ue9io 2 месяца назад

    Ngiyasola uDJ uyisihlobo neBliss

  • @mbhelerp8431
    @mbhelerp8431 2 месяца назад +1

    Ayi bayambhamba ngobhongwane

  • @NkosikhonaCele-h1k
    @NkosikhonaCele-h1k 25 дней назад

    Sihamba nawe Sgadla gogologobile

  • @NokuthulaButhelezi-y1w
    @NokuthulaButhelezi-y1w Месяц назад

    Unenking uDJ uthengiwe😢😊

  • @amandasibisi2189
    @amandasibisi2189 2 месяца назад +2

    Ubunjwa ngophondo