Pholobas wakhuluma ndoda yamadoda, when you touch the name of Doctor Mgcwabo uyahlehla eyi ngiyamthanda lowadoketela, ngithanda indlela azihlisa ngayo, syabonga Mr Pholobas 👏👏
Mfana wam, qina khehla th8na konke osenzele kona nosilethele kona ngeke silukhohlwe noma sikulahle. I quality yomuntu oyiyona is found only in 1% of people abazitsbela ukuthi bona ba normal. Bakhulisile abazali bakho, kude lapho uphikelele khona. Qina uqhubekele phambili ndoda siyakuthanda Pholoba 💜
Ngikuva kahle Pholobas and I know where you coming from. Please do not make this man angry.Tsine labanye siyaphila ngaye.listening from swaziland we love you MC ❤ keep up the good work.namhla I see a different version ngawe.
mhmm itsho kabuhlungu lendoda MC Siva kabuhlungu Nathi bhuti yangathi uzalwa nam ngendlela engandivisi kamnandi ngayo lento kungcono masele udlamini ebazi keep it up mngcwabo
ngizwelana nawe pholobasi...kodwa mina angsakholelwa kulezinto coz ngalahlekelwa imoto last kodwa bahluleka bonke labantu even dr uMCWABO UYAHLEHLA ext
Ons is baie lief vir jou broer, Maag die Here jou seen en jou baie jare spaar, en laat hy jou altyd beskerm, Baie Dankie 🙏🌹 Martha Williams
Pholobas wakhuluma ndoda yamadoda, when you touch the name of Doctor Mgcwabo uyahlehla eyi ngiyamthanda lowadoketela, ngithanda indlela azihlisa ngayo, syabonga Mr Pholobas 👏👏
Ngicela indlela yokuzalapho pholobas
Phakama pholoba phakama uthixo akabuki ngeso labantu phakama mtaka Ngcobo
Wendoda ngiyafisa ukunkubona ngikutshele imfihlo yakho.... Awufani nabanye Abantu Wena unamandla asunka emazulwini not asemhlabeni ... Ukukhuluma kwakho kanje kunamandla .... Kodwa khona into enkumele uyenza kungazi Abantu kwazi Wena kuphele... Not umthandazi.. not Inyanga ... Kodwa Amandla ophiwe wona emazulwini
Your voice iyazwakala ukuthi ulimele phakathi Mc Pholobas...Kodwa ngiyakuvuma Mc.. ngekhe balunge abomonase!
Awu nkosi yam wazewayibeka indaba yacaca MC pholobas. Yhoo mabakuyeke isiphowo sakho ngekhe basohluthe.keep on doing good job wena qha👏👏👏👏🙏
Amen 🙏 and Amen Thank you lion of king
Siyabonga pholobas ngingomunye ozoza kuwe ngingu Mama Hlanisa Ematuba tuba Amen
Ngyakuzwa pholobas ngyakbongela ngakho konke ikakhulu ngikbongela ukuthi i tracker iyifumene kodwa kakhulu ngibongela wena kakhulu ukuth i tracker ithole wena kakhulu ngoba baningi ebebezolahleka ngokungatholakali kwakho sengigcina ngyafisa kuzthola izbani(okunye kwami nawe)phambili Fuze
Eish Mapholaba uyangilimaza Uma ukhuluma kanje ..... Kunemfihlo yakho mfokababa enkumele yaziwe uwee kuphela.... Uzondinwa lomuntu.... Mfokababa 😭😭😭😭😭 Uzondinwa .... Kube ngise nduze ngabe ngiyakhuluma baba mapholaba "imfihlo imfihlo imfihlo imfihlo imfihlo" 😭😭😭
Kuhle uma usuyibonile indlela. Ngaphatheka kamhlungu uzivalela inhlanhla, ngenkathi utshela uMngcwabo Uyahlehla ukuthi engabe esakuthengela izimoto, ngenkathi ucela usizo lokungena oKhozini. Kanti into yayithi kwakumele uphushe owakho umsakazo ozoba mkhulu udlule uKhozi. Azibuyele emasisweni.
True akaludingi uKhozi at all .Kumele abekezele isikhathi sakhe siyeza
khuphuka ngalaph mc pholobs ngekhe bakwenze lutho ngoba isiphiwo onaso sinzima futhi ngekhe bakuphuce sona sohlala sikulandela bafo ngoba wenze olukhulu utshintsho ezimpilwe zabanye bethu uqine ndoda awuyena owabo bazokubuka ukhuphuka bengakwaz ukuvimba qina shid'elimhlophe qina pholobs sinawe ecape town 🤚✋🤚✋🤚✋✌✌
Ayi mfoethu ngiyakuthokozela ngo gqobo unkulunkulu akuphe lona and ngaphezulu kwalokho siyakuthanda nangendlela obu promoter ngawo abelaphi bendabuko God bless you
Unjani.mapholoba..ukulukulu.ukunike.andla.bayazisola.manje
Phambili Mapholoba kuyezwskala konke okushoyo angazi leziphukuphuku ezintshotshe imonto bezicabangani ,. siyakubongela esibonakalisweni esisha ❤️🙏🙏🙏
Mfana wam, qina khehla th8na konke osenzele kona nosilethele kona ngeke silukhohlwe noma sikulahle. I quality yomuntu oyiyona is found only in 1% of people abazitsbela ukuthi bona ba normal. Bakhulisile abazali bakho, kude lapho uphikelele khona. Qina uqhubekele phambili ndoda siyakuthanda Pholoba 💜
Ngiyafisa ukuthi nami ngiwathole amakhandlela akho ngoba ngiyabona ukuthi akusiko ukuthwala kuyindlela onikwe yona from Heaven and your ancestors
Hayi uyagadla ke manje. good MC PHOLOBAS😳
Yebo Mapoloba,ave ukulume kabuhlungu,ukuluma amqiniso odwa,nam owam umyeni ngu Andile Ngcobo...ngafisa ukudibana nawe Mapoloba🤞🙏🏻
Le 28May biyi birthday yam, yhooo ngaposwa kuba ngikude kuwe
Amen 🙏 Pholobas. Luzwakele uhambo lakho mfowethu
Number one Mapholoba manje ...ngiwathula ngisho zona izibane ...?
Mc pholobas siyakuthanda,izimfamona zohlala zikhona ,kodwa zodela ngoba uzophumelela , Lalela umkhulu uzosizakala ngane kabizo wami. Uphile nje Pholobas
Amen pholoba nkulunkulu abenawe
Mapholoba omkhulu sbonge mtakababa, ngyajabula ukuzwa indaba yakho neZwi Lomzansi, ave ngaphatheka kabi ngingasalizwa iphimbo lakho kwizwi Lomzansi, ngangikuthanda ngendlela enkulu kabi, uphile mfowethi 🙏🙏🙏
Good evening Mc Pholobas how to get the candles ngise Bloemfontein please help
MC mina ngyabonga bhut omdala uyiqhawe wena.🙌🙌🙌🙌 foward Foward we Go. Siminawe
Kwabuhlungu kwahlulelwa ikakhulukaz ngebala Mina ngithi isnqumo sthathe NM ngingasthatha ungazenyez ngesphiwo Sakho nyembezi azweli phansi nakuwe kzadlula Pholobaz
Ngikuva kahle Pholobas and I know where you coming from.
Please do not make this man angry.Tsine labanye siyaphila ngaye.listening from swaziland we love you MC ❤ keep up the good work.namhla I see a different version ngawe.
Yabhong’Ingonyama 👏🏿👏🏿🙏
Ubani ngwenya *** I subscribe already
Jonga indlela obuphendula ngayo amalalelo bakho uma befuna ukuhlolelwa ngesikhathi ungazange unikwe zimoto uqhathanise nesikhathi uthole zonke izimoto from izinyanga.
Uzibukisise, uma ungaboni lutho, buza laba usebenza nabo.enkosi Mc
Ngyaqala ukulalela into ephusile ngo 2022 ku you tube uShembe abenawe mapholoba.
Good may bless you Mapholoba ,I am really touched by your speech .Angiyena umuntu obebukela i show yakho kodwa manje sengizoqala ukukulandela 💫🙏
Siyabonga Mapholoba wageqa amagula cha ngiyakuvuma ndoda
Usebenzile ndoda yamadoda Phobasi 👌
ukwi competition at the expence of people kuyayiwa ezulwini
Sikanye nawe Pholobas qina ndoda uNkulunkulu uzoba nawe uma uzoba iqhawe uqeqeshwa ngezindlela ezahlukene. Siyadabuka kakhulu🙏
Ai usekwatile umfo ka Andile manje😭
Ndiyakuthandazisa mfowethu unkulunkulu akukhulise ubuyise ukukhanya kuleli lizwe lethu baphile abantu.
From EC nathi siyeza lapho🙌
Mhmmmmm!kwaze kwabuhlungu indlela okhuluma ngayo iyakhombisa ngokusobala ukuthi ulimele ngaphakathi but mina ngithi qina bhuti wami ayikho into engadluliyo 🙏🙏🙏
MC ndikubukele njengamanje kwenze nzani?from Canada 🇨🇦
Abuhlungu amazwi owakhulumayo
Pholobasi inkazimulo izokuhlengamfethu
Masengikhona lapho thank you
Phambili Mapholoba❤❤❤
Siyaviva Tv1ngiyeza impela nge 28 May 2022 kwispecial sika Dr Buwe Mhlanga
Hayi kodwa waze wakhuluma kabuhlungu Poloba kodwa just hang in there kuzolunga bhuti wam 💔💔
mhmm itsho kabuhlungu lendoda MC Siva kabuhlungu Nathi bhuti yangathi uzalwa nam ngendlela engandivisi kamnandi ngayo lento kungcono masele udlamini ebazi keep it up mngcwabo
Phakama pholoba 😍
since when wena uyinyanga, yekela ukudlala ngabantu
Ingisiyona inyanga , wena since when ungumeli wezinyanga or umseshi?
Molo Pholobas ayilale ngengxeba ndoda yamadoda ngokukuvele sibonga ukuthi sitholake imoto Nami Ngiyawacela ama candlela ngokulala ngisegoli kodwa ngizobuye ngifone futhi siyabonga umsebenzi wakho omuhle
Ndodana wena uyimfihlo kaJehova awunalutho awulona iphutha.Thula wazi unguThixo.
He Pholobas izolo bendiqala ukubukela le channel wathi masibambe apha emakhandleleni ndabamba wathi masicele esikufunayo nyani ndabiza Pholobas kuye kwa lunga namhlanje yho ndifounelwe liqwetha yho enkosi ndiyawufuna amakhandlela Pholobas
Syabonga pholobac inkosi ikubusise ngithi inkosi unyazi likubheke njalo
Ngicela iplatform yepulpit MC please please nanti ikhehla lithi angize
Makube njengokufisa kwakho fuzafulele. all the best
Ngisize ngakhuliswa ngamanzi,amakhandlela,novaseline.Manje izingane zami akulungi lutho sengihambile.Nginike wona njengogogo logo lowo.
ngizwelana nawe pholobasi...kodwa mina angsakholelwa kulezinto coz ngalahlekelwa imoto last kodwa bahluleka bonke labantu even dr uMCWABO UYAHLEHLA ext
siyabonga khehla ngiyakuthanda ngenhliziyo yam yonke
Kona ngyafuna lanka Makhendlela 🙏🙏🙏🙏
Halala mc pholobas thixo nezdalwa zakho zikubusise more
Molo Fuzafulele molo Ngcobo Mkhulu. Eyi ndiyakuva mabakufihle abadala. Siyakuthanda nase Eastern Cape
MC Mapholoba ndicela ubuza ndingakufumana njani
Morning where can l get the candles 🕯 Mc Pholobas
Upolobas ngethemba akanaluvalo ngokwenzekayo,ukhona oneSo elibona emfihlakalweni uyamazi futhi uyamethemba.
Sending you love and blessings ❤
Mmmmm Mapholoba, eyi Mfethu!
Siyakuzwa Pholobas kakuhle ngifuna lomakhandlela kodwa ngiseGoli
Ngathi uza ngamandla ndoda amangazayo 🙏🙏
Sawbona Pholoba ngyawacela ngingawathola. Kanjani Pholoba's ngese New Castle njengamanje.
Ngikufisela konke okuhle mfwethu syabonga ukuba usizo cz wenze sabathemba odokotela.
Dankie boi phambili bafo
Can you please tell me what I should do for order
Thank you lion of Judah, I mean
How to order those candle 🕯️ coz iam based in Port Elizabeth
Kodwa konakelephi ngempela kulamalanga ubani lowona o Dr Ntombela no MC umona kodwa 😭😭
Ngiyakuzwa ngane yami ngicela idirection
😂😂😂😂 Ngajabula.... Unamandla Lent
MC ngiybonga mina kakhulu uyaphilisa qina Sandile Dlamini from Ladysmith
Akujiki azikhale. Abanciphe so called Doctors abahambe
ngicela Pholobas ungiphe amakhandlela ngila eJoburg
Eish Polobas ungapheli amandla bazoku sisa labo dokotela ojwayele ukusebenzisana nabo
Ngiyaludinga Mc ikhandlela kubi
MC. Sinzowathola. Kanjani. Ngoba. Ngisegoli. Ngisinze
Mapholoba mfowethu waze wangithinta.ngicela unkulunkulu abenawe nezidalwa zakomapholoba ngiphatheka kabuhlungu umangizwa inkingayakho kodwa umdali uyohlezi emikuwe nama ngingelutho ngizokhuleka sorry mfokababa ukuzithoba kwakho kuzohlale kukubuyisela okuhle kodwa okuthathwe isikhonyane kuyobuyela ekhaya
MC Pholobas ngyadabuka ngokukuvelelwe mina ngiyajabula uma uthi itracker isiytholile futhi ngyathemba usuyamazi owenze lento ,mina kade ngilashwa iCancer sengiqede itreatment Chemo kodwa bathi isprede emathanjeni
Jehova kodwa ikuphi leyonkonzo nginezinkinga kangaka
Mc pholobas funuyeka tywala MNA for good 🙏 afumaneka phi njan lamakhandlela mc sejozi ?
How much amakhandlela Pholobs?
Sisemkhulekweni ndodana kuzoba njalo.
Sawubona MC Polobas ndijabula uthola ivontact numberbyakho
Can’t wait for the hiv and cancer treatment🙏🏽
Mc pholobas mfowethu unkulunkulu ukuzwilwe ukukhala kwakho kubuhlungu kumina ngikude qhubeka mfowethu unkulunkulu unawe namanje
isimanga pholobas ngibuka le video nje ngiqeda kukhanyisa yellow and blue candles ngicela kwabadala
Sebenza MC
Siyakubongisa. MC. Ngisiphosako. Bayeke. Osathani. Banomona. Nam. Ngiyahlupheka. Ngicela. Ungisize. Wen. Nomgcwabo. Uyahlehla. Ngiyathanda. Kakhulu. Lobaba. Izitha. Zinengi. Amen
ngingavuya ngoba uBhodlamlilo waqola mfw2 ngomgobo wemali😑 sasimbukele kusiyaviva tv. amakhandlela anganceda
Andile mina ngise jorberg ngicela inumber yakho
Nxese pholobas
Kwaze kabuhlungu mc kodwa ndoda sinawe futhu sohlala siyithanda show yakho
Muhle umsebenzi wakho pholobas inkosi ikugcine njalo
Pholobas ingaba uyabathumelela abaseCape town amakhandlela?
Pay me that's it
i propaganda kanti into enje heyi waze wadlala ngabantu..wenza imali nje wena kwaphela
sawbona pholoba manje usebenzela kephi khona ngzowathola
Kunzima mfowethu kodwa akukho okuhlula unkulunkulu kuzolunga konke