UBIZO LWAMANZI NEZIMPAWU

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 3 фев 2025

Комментарии • 240

  • @MichelleSibisi
    @MichelleSibisi 5 месяцев назад +2

    Yimi loyo mkhulu ngihlala ngiphupha ngisemanzin ngiyabe ngithukile

  • @ThozamaMceleni
    @ThozamaMceleni 16 дней назад

    Yhooo mkhulu ungivelela kuphi ayikho into engingayenzanga ukuphi kodwa Sibani Samathongo, ukuphi utholakala kanjani mkhulu ngisize Thongo ngisize.

  • @neli3525
    @neli3525 2 года назад +2

    Thokoza Mkhulu. Mina ngiphupha ngisolwandle nginama dolphins. Best Kuba nomuntu ukhona elokhu engiprotector ukuthi angangigudluzi emanzini. Kodwa lezilwane zibukeka zijabulile kakhulu ukungibona. Ngicela ukwazi ukuthi kusho ukuthini.

  • @phililepriscilla7140
    @phililepriscilla7140 Год назад +1

    Ngyabonga mkhulu ukuzwa le zindaba nginokuwaphupha

  • @jabumsomi5294
    @jabumsomi5294 3 года назад +5

    Kuke kwangfikela ukuya olwandle, ngavuka eksen nganikela khona ngendlela okwakumnandi ngayo ngangasafuni ukbuyla emuva, ngasenhkhohlwe nawukuthi ngangyokhuleka

  • @thandekasibisi1103
    @thandekasibisi1103 Год назад

    Syabonga mkhulu...mina wathatha impepho Yami yonke wahamba nayo..yamawele ,yesizulu,neyamaroma

  • @lungisilegumede6723
    @lungisilegumede6723 2 года назад +2

    Ayi bhuti ngiyabaphupha ofishi kodwa kwathiwa a ngilinde obamalume bawuhlanze nozipho

  • @lindiwepetronella405
    @lindiwepetronella405 3 года назад +2

    I had to subscribe and follow you siyabonga mkhulu

  • @siyabongamavimbela1720
    @siyabongamavimbela1720 2 года назад +1

    Waybeka mkhulu... Ay lutho ukukhothama ezingembethe... N ngiwabona njalo amanzi.. Syabonga mkhulu ngolwazi

  • @vuyelwantuli7787
    @vuyelwantuli7787 3 года назад +4

    Siyabonga mkulu wayichaza kahle lendaba

  • @nomzamomadikizela861
    @nomzamomadikizela861 5 месяцев назад +1

    Ngyabonga mina ngihlale ngiwaphupha lamanzi.

  • @sbusisostura6106
    @sbusisostura6106 2 года назад

    Siyabonga mkhulu mn ngihlezi ngiphupha amanzi okwakqala ngiphupha amazi ngangena ngafika phansi kodwa phansi la ebengikhona bekungafiki amazi ngiwabheki kodwa kimi kungathi amile around mina wangithini nokungithinta kodwa ngiphakathi kuwo pansi kunomuntu okhuluma nam kodwa angimboni kwesinye iskhathi ngisemfuleni ngibambe itshe elicwebezelayo engingaliboni licina kuphi mangibhela phezulu kunamanzi azayo azela phezulu aza lapho engikhona kwesinye iskhathi ngiyangena phakathi ngilokhe ngingena kakhulu ngisiya phakathi emaningi lawo Münzing

  • @nonhlanhlamdlalose2099
    @nonhlanhlamdlalose2099 3 года назад +1

    Kuyezwakala Nkomose. Ngiyakweseka ngezimpawu zakhona zonke ziliqiniso. Engikwesabayo yibo abanikazi bendawo ngathi ngizobona bona. Kanti kungakuhle uma ngizongena ngiphume ngingababonanga.👍👌👏

  • @babyyygirl1856
    @babyyygirl1856 Год назад

    Mkhulu siyabonga mina ngiphuphe isiziba sinamanzi amnyama kusho ukuthini baba

  • @sbusisostura6106
    @sbusisostura6106 2 года назад

    Siyabonga mkhulu mn ngihlezi ngiphupha amanzi okwakqala ngiphupha amazi ngangena ngafika phansi kodwa phansi la ebengikhona bekungafiki amazi ngiwabheki kodwa kimi kungathi amile around mina wangithini nokungithinta kodwa ngiphakathi kuwo pansi kunomuntu okhuluma nam kodwa angimboni kwesinye iskhathi ngisemfuleni ngibambe itshe elicwebezelayo engingaliboni licina kuphi mangibhela phezulu kunamanzi azayo azela phezulu aza lapho engikhona kwesinye iskhathi ngiyangena phakathi ngilokhe ngingena kakhulu ngisiya phakathi emaningi lawo Manzi

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  2 года назад

      Kmele uye emanzini

    • @sbusisostura6106
      @sbusisostura6106 2 года назад

      @@sbanisamathongo3180 kuyezwakala makhosi kodwa manje angazi kwamele ngenzen futhi ngqala kuphi ngingumfana nje omncani ngina22 lingihlupha ngampela iphupho lamazi kwesinye iskhathi ngisuk ngidonsa ufishi emanzini kodwa ngihluleke ukuwkhipha usuka usinda uchine udonsela mn phakathi angaz kwamele ngqhale kuphi makhosi

    • @sbusisostura6106
      @sbusisostura6106 2 года назад

      @@sbanisamathongo3180 kuyezwakala makhosi kodwa manje angazi kwamele ngenzen futhi ngqala kuphi ngingumfana nje omncani ngina22 lingihlupha ngampela iphupho lamazi kwesinye iskhathi ngisuk ngidonsa ufishi emanzini kodwa ngihluleke ukuwkhipha usuka usinda uchine udonsela mn phakathi angaz kwamele ngqhale kuphi makhosi

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  2 года назад +1

      @@sbusisostura6106 kofanele usondele sikuse emanzini

    • @sbusisostura6106
      @sbusisostura6106 2 года назад

      @@sbanisamathongo3180 ngiyezwa mkhulu besacela ukbuza ukuthi limsiza kanjani umuntu ngitsho ngendaba yemali hlampe ngingase ngizame ukqokelela unyaka usaqala makhosi

  • @naledilemo6136
    @naledilemo6136 2 года назад

    unjan mkhulu sbonge ulwazi,mina ngiyawaphupha amanzi mkhulu ngiphuphe kanye nabanikazi bendawo bengithatha angazi kumele ngiyekhona emanzini

  • @lindelaningcobo9586
    @lindelaningcobo9586 2 года назад

    Amen mkhulu cha ngenelisekile ngencazelo zakho ,mina ngiphupha ulwandle inkinga yam Ave ngiwasaba amanzi

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  2 года назад

      Kmele ungesabi

    • @lindelaningcobo9586
      @lindelaningcobo9586 2 года назад

      @@sbanisamathongo3180 Amen mkhulu ,ngicela ukubuza ukuthi umuntu ombethwe ilento angabe uyakwazi ukumsiza na ?

  • @TinoMncube
    @TinoMncube 9 месяцев назад

    Ngyabong mkhul ukuphupha umfula omkhulu ovulekil nghamb phakathi kwawo ngahlangan nengwenya ngayqonda ngadlul eceleni kwayo ayikaze ingenze lutho ngaze ngaphum emanzin

    • @TinoMncube
      @TinoMncube 9 месяцев назад

      Kusho ukthin mkhulu

  • @bothwellshumba3862
    @bothwellshumba3862 2 года назад +2

    Mina sengiliminyaka engu 7 ngihlala ngiphupha ngibizwa yijuzi emanzini ngezinye izihlathi ngiphupha ngilazo emanzi ngibukuda lazo so angazi ukuthikushoni lokhu

  • @FikileMasondo-wg9ud
    @FikileMasondo-wg9ud 8 месяцев назад

    Awu mkhulu ngiyabonga mkhulu mina ngaphupha umfula bathi omkhulu impilo yami ilana ngababuza ukuthi emanzini asebeka kanjena

  • @khethiwelubisi3856
    @khethiwelubisi3856 2 года назад

    Hhay mine yam aykhulumeki Mkhulu😭😭

  • @midnightmakingdifferencr8553
    @midnightmakingdifferencr8553 2 года назад

    Nginovalo olungishaya nje emanzini

  • @ZinhleZinhle-cg4lm
    @ZinhleZinhle-cg4lm Год назад

    Thokoza baba ngiyawaphupha kakhulu amanzi angazi ngenze njani ubhuti ngino cousin brother uyisangoma Kade ngangimtshela athi uzongisa lutho namanje kwesinye isikhathi ngiphupha ngiqhamuka ngasenhla kwempophomo enhle ngiyowela ezanzi ngifice ekhehla elidala elinetshebe emhlophe

  • @SbongokonkeKhumalo
    @SbongokonkeKhumalo 2 месяца назад

    Mina ngihlala ngiphupha.ngiphakathi emfuleni onhlini ngidoba

  • @ndakhe
    @ndakhe Год назад +1

    molo tata kunjani celubuza uyakwazu hambawedwa ucela emanzini kungekhomntu if celenikwakho

    • @ndakhe
      @ndakhe Год назад

      molo tata kunjani celuncadwa xa uthonga amanzi rhoqo uyakwazukuya wedwa ungahambinamntu uyocela

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  Год назад

      @@ndakhe ungahamba wedwa

  • @andyxandyx
    @andyxandyx 3 года назад +4

    Nkomose 🕯️👏🏾!!!

  • @malwandeakhona7317
    @malwandeakhona7317 2 года назад +2

    Siyabonga Mkhulu... Miina khona iphupha engaliphupha langidida.... Kuba sengathi ngibuqamama nase mfuleni , mese kuba sengathi ngiyadobeka ngilokhu ngisondela eduze komfula.. kuphume izalukazi eziwu3 engathi zime phezu kwamanzi ezimbethe ama bhayi maroon ... zingibize ngiye nami ngibe phakathi kwazi zihambe phezu kwawo lamanzi kodwa futhi ngathi sindiza phezu kwawo... Siye endaweni engathi iyisiziba zithi angingene phakathi ...ngithi miina ngiyasaba ...zithi ungasabi ngena khona into ozoyifica lapho phakathi.. ngivele ngiphaphama...

  • @gugumillicent8505
    @gugumillicent8505 Год назад

    weeeee ave ngisaba ukuya emanzini 😢

  • @thulilethulile3066
    @thulilethulile3066 2 года назад

    Hi baba mina ngineNkinga yokuphupha amanzi jalo kungine sokuza izwi lithi uthi ugogo wakho uyeza kuwe evakwezinsuku eziyisikhombisa ngivangiyesaba ngoba lelizwi lithi ngikhuleke ngiqinise ngoba isimo ayiso siyesabeka noma azoza ayiso angazi noma kuyezeka ukuthi ulibone ngamehlo noma emaphupheni angisakwazi nokulala ngiyesaba😭😭😭

  • @slethiwembatha6534
    @slethiwembatha6534 2 года назад +1

    Sbonge siyawujabulela umsebenzi wakho

  • @sbusisomahlase1314
    @sbusisomahlase1314 3 года назад +3

    Injalo Mkhulu syabonga ngyeza mina phakathi nenyanga

  • @princesithasibiyaprince7642
    @princesithasibiyaprince7642 3 года назад +2

    Mina mkhulu ngiyawaphupha amanzi amahle futhi kodwa uma ngiya kubantu akuveli ukuthi ngiye emanzini angaz kungani kodwa khon omunye engak ngay kuye athi angiy amanzi nangempela ngay kabili

    • @siyabongankosi4526
      @siyabongankosi4526 3 года назад +1

      Yingoba izidalwa zasemanzini zi secretive yingakho no ngenwe idlozi lasemanzini liyazithwasisela lona

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  3 года назад

      Wawubona umehluko?

  • @mpilonhlekhanyile7694
    @mpilonhlekhanyile7694 3 года назад +1

    Ameni Mkhulu ngiyakuzwa mina

  • @zanelemadondo13
    @zanelemadondo13 3 года назад +2

    Thokoza Mkhulu.Mina ngiphuphe ngisolwandle kodwa angingenanga emanzini kodwa ngibone ofish kungathi ngizama ukubabamba

  • @lindiwesimelane1821
    @lindiwesimelane1821 Год назад +1

    Ngifundile

  • @bhekimdlalose5547
    @bhekimdlalose5547 3 года назад +2

    Amen mkhulu ukusivusa ezikhohlalini. Zingadlalinathi uphile khehla.

  • @zamantungwakhumalo3078
    @zamantungwakhumalo3078 3 месяца назад

    Thokoza mkhulu nami nginenkinga la yoooo nginokuphupha ngisemanzini sino cc wami sinokuphupha ekhaya kuphansi kolwandle siphila khona with umama wethu nobhuti bethu siphelele sonke siwumdeni ..uma n obhuti abasekho n obhuti bahamba ngezandla zabo umum waphelelwa umoya thn wasishiya so ...inkinga iba la ngihlezi ngiphupha ngisemanzini emfuleni ngize ngihambe nabantu ebgingababoni omunye engibuze ukuthi yabona lapho engikhona ngithi cha omunye aphendule athi uzobona kanjani kumnyama la sisuke lapho siye kwelinye okungathi li blue lihle liyahamba ngiphethe into esandleni bayanqamula abanye nam in ngingene ngiphethe kuthi sekuphakathi izinyawo azisagxobi phansi but ngiqhubeke ngizame uku crosser umfula ...ngize ngivuke...ngesinye isikhathi ngiphuphe ngithandazela amanzi kungathi sengiyhandazanje ayafuneke n ayaphela abantu bawathatha ubuthaphuthaphu ...ngelinye ilanga ngaphupha indlondlo yamanzi ngimile kulomfula ohambayo ngisaba ukungena ngimbingelele mesengibuza ukuthi ku safe yini ukuthi nginga ngena athi yebo its safe yooooo kuningi mkhulu.......

  • @Limpho_Madlala
    @Limpho_Madlala 2 года назад

    Mkhulu ngingathanda ungisize ngokungiza emanzini nkosiyam ukephi ngokuhlala

  • @NhlanhlaNgwaqa
    @NhlanhlaNgwaqa Год назад +4

    Thokoza Mkhulu, I hope you see this comment and I’ll be answered. Uyangibiza unomzane emznzini I just know if I go I’ll be taken vele. I asked him he said I must come as I am. Ngabe ikhona into enjalo? I’m not shown who’ll assist me so is going alone not dangerous?

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  Год назад +2

      Going alone is not dangerous kodwa futhi to have umuntu ongakuhambisa nalokho kuhle kakhulu

  • @SindileNgwenya-gm9vq
    @SindileNgwenya-gm9vq 2 месяца назад

    Sawubona mkhulu kushoni ukuphupha ukhulu ozala ubaba ethi ufeyilile bekumele ungisheyele half

  • @NqobileLembede
    @NqobileLembede 2 месяца назад

    Mina mkhulu nginokuphupha ngiwaphuza noma ngiphakath ngikhuleka esizibeni kune shoba

  • @GoodmanSibiya
    @GoodmanSibiya Год назад

    Thokoza mkhulu, ngingakuthola kanjani igama Goodman Sibiya

  • @shaunshobede6914
    @shaunshobede6914 3 года назад +4

    Yaz wavele wachaza exactly amaphupho engiba nawo okudoba, ngidlala nama dolphins ngibhukuda olwandle🙏🙏🙏

  • @avellas.gumede
    @avellas.gumede 2 года назад

    Sawubona mkhulu siyabonga kakhulu ngokusivela amehlo bengicela ubuza Lana mkhulu ukthi mowuphupha ngansi kolwande nezalikwazi.khona lapho zither izingane iqhoke ezibovu ezinye zifake obumhlophe kuthiwa Kade ngilindiwe ngithathwe usobaba ngibhukuda nengane yathanda yafaka ngaphansi

  • @constancengwenya5534
    @constancengwenya5534 3 года назад

    SEKUNJALO Khehla

  • @thabanimthethwa9397
    @thabanimthethwa9397 2 года назад +1

    Ngiyavuma uyinkunzimalanga

  • @thembilefundile7074
    @thembilefundile7074 3 года назад +1

    Mina ngihlushwa amanzi olwandle kula malanga manglele ngbona namagagasi eza phamb kwam ngimuka

    • @nokumira
      @nokumira 3 года назад

      Usuyile eManzini ?

  • @finahsikosana2356
    @finahsikosana2356 3 года назад +2

    Ngikuthola kanjani baba cause angazi kumele ngiqale kuphi

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  3 года назад

      Ngitholakala eClermont erenki ngaka Boxer ngolwesine noma ngesonto

    • @finahsikosana2356
      @finahsikosana2356 3 года назад

      @@sbanisamathongo3180 ngiyabonga mkhulu ukubuya kimi inkinga yami ngise Joburg ngingenza njani

    • @zamaamkelwe2122
      @zamaamkelwe2122 9 месяцев назад

      Nami ngisegoli

  • @pinkyngcobo7709
    @pinkyngcobo7709 3 года назад +2

    Nkomose 🕯️mina ngicela ukubuza ukuthi kuchazani mewuphupha ungena emanzini la kuhlala khona izingwenya😭

  • @DorisTsabetse
    @DorisTsabetse 2 месяца назад

    Thokoza khehla ngimi loyo mangibona Manzi ngibanenjabulo lekhulu

  • @siphosimelane9919
    @siphosimelane9919 2 года назад

    Mntanethongo Nkomose
    Cha umuntu uyakwazi yin ukuziyela emanzini ngoba eyingozi ngsho uhamba nogobela
    Lapha engikhona ukuthi ngike ngiphuphe inyoka engath ihlezi emlothen esiziben senginqena ngisho ukusondela emanzin angabonisi phansi
    Nakho ukuth nangabe ngangena ngingase ngingabuyi noma namancane amanzi uyakwazi yin ukuthola inhlanhla
    Ngyabonga

  • @jabumsomi5294
    @jabumsomi5294 3 года назад

    Nkomose, ngnephupho lobucwebebe ngibcosha eshlabathini , ingekho I nhlobo eyayingekho

  • @NanaMazwide
    @NanaMazwide 3 года назад +3

    Yho yazi nami mkhulu nginokuphupha ngise manzini last ngiphuphe ngibhukuda kuwo ngathi ngingena ekujuleni kwawo ngaze ngabona abantu ngaphansi kwawo ngafika kumuzi. N nomsindo emadlebeni uya ngokuba worse

  • @nomasontomatele9529
    @nomasontomatele9529 3 года назад +2

    Thank u so much Mkhulu

  • @Avisolu
    @Avisolu 3 года назад

    Ngifike ngenzeni emanzini ngihlale ngiwaphupha impela futhi ngiyasibona isidingo samanzi........nami konke lapho ngihlalela khona kusuke kunamanzi ..nginolaka angizikholwa nhlobo izangoma khona ukucasuka engivele ngibe nakho ngenze njani mangifika emanzini

    • @nokumira
      @nokumira 3 года назад

      Awazi ukuthi wenzeni eManzini kodwa awuba thembi abafundisi beMvelo (Sangoma / Na'nga) engabe uzo tshelwa uPastor n'a ? 😂

    • @Avisolu
      @Avisolu 3 года назад +1

      ​@@nokumira muhle impela umbuzo wakho impela

  • @nzuzomthembu8913
    @nzuzomthembu8913 3 года назад +4

    Nkomose, ngiyabingelela mina ngicela ubuza lapha, ngake ngaphupha ngiphezu komfula omkhulu ebhuluhweni kodwa elinendlela eyodwa nje vo eya phakathi emanzini kuyizitebhisi ezehlayo zize ziyosithela emanazi, isimo engangikuso ngangithukile kakhulu, ngabe kuchazani.
    Ngibonge ithuba.

    • @nokumira
      @nokumira 3 года назад

      Thokoza, this could indicate a water spirit from Rada (amaZulu / Heaven) trapped in Gede (Phansi / Underworld) that you need to help ascend / ukuKhuphula.

  • @TholakeleCornelia
    @TholakeleCornelia 7 месяцев назад

    NgiyKubbingelela ngicela ukubuz, a Mina ngihlale ngiphupha ngamanzi kuloku ngiphupha ngingena manzi ngithe Uma ngiphuma ngaphuma sengipbethe amatshe amathathuamhlophe kuthe Kunjalo ngezwa izwi lithi uwathole kanjan amatshe ngoba awatholakali

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  6 месяцев назад

      @@TholakeleCornelia kushukuty kufanele uye emanzini kunamandla ozobuya nawo

  • @molebuhengletabula5657
    @molebuhengletabula5657 8 месяцев назад

    Nami ndinesithunywa samanzi, kudala lindihlupha idlozi andazi ndisese high school, ngoba akaveli ugobela amaphupheni.
    Manje ndingenze njani ngoba ngoku ndiyasebenzenza

  • @midnightmakingdifferencr8553
    @midnightmakingdifferencr8553 2 года назад

    Ngise america can I still do this

  • @molebuhengletabula5657
    @molebuhengletabula5657 5 месяцев назад

    Nami ndidinga usizo,

  • @kwandacele5493
    @kwandacele5493 7 месяцев назад

    Utholakala kanjn bhuti

  • @Olwet661
    @Olwet661 2 года назад

    Manje Mkhulu do I go alone ?

  • @NonkululekoNgubeni
    @NonkululekoNgubeni 7 месяцев назад

    Ngiyabingelela mkhulu .Mina ngelinye ilanga ngiphupha ugogo wami osandlula emhlabeni ehleliphansi eceleni komfula efake izinyawo zakhe bese khona lapho afakekhona izinyawozakhe ngibona izimpondo zembuzi ngifike mina newele lami ngothi kuye makaphume la uzothathwa inyoka,ngiyabonga

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  7 месяцев назад +1

      Kufanele nolanda imimoya yamanzi kanye nogogo emfuleni

    • @NonkululekoNgubeni
      @NonkululekoNgubeni 7 месяцев назад

      @@sbanisamathongo3180 Ngiyabonga mkhulu 🙏

  • @sphamandlamzwenhlahla3489
    @sphamandlamzwenhlahla3489 3 года назад +1

    Manje dokotela kucazani ukuphupha ujahwa ngabantu emanzini

    • @nokumira
      @nokumira 3 года назад

      Your Ancestors want you to work, it could also be a memory of how some of your Ancestors died.

  • @khwezimadlala4708
    @khwezimadlala4708 2 года назад

    Mkhulu ngingakthola kanjani

  • @pameladavids2633
    @pameladavids2633 3 года назад +6

    Hello mkhulu...
    I keep dreaming of sea water from being told ngena n go fetch something when i go in the water turns to sea water n I see houses n people living there,
    I also dreamt being chased by a snake at the beach full of people, im tryna hide but aii le nyoka indikupha phakathi kwabantu its just chasing me aeounf n not biting me.
    I also dreamt of snakes elwandle laying in the sand lazily. And I was sking in the water.
    I also dreamt being bullied by junior navy ppl in a boat whereby the boat chucked them out n in this dream n the sea was very ruff.
    So in the same dream i over hear navy men who are of high ranking saying nantsi le ntombi ibipethwe kabi eskepheni so we gonna have a meeting about her bullies n take it from there... In the meantime shes gonna go stay with the youth n i was organised a place to stay awaiting outcome yalo meeting 😢😢😢

    • @nokumira
      @nokumira 3 года назад +1

      Thokoza, kumele uyo Thwasa. The snakes are your water Ancestors. The army usually indicates umLozi.

    • @SokwalisaM
      @SokwalisaM 3 года назад

      Yekela amanga thula mawungazi please

    • @nokumira
      @nokumira 3 года назад

      @@SokwalisaM I don't see you offering an explanation weShenge, those that can't do criticize. You are everything wrong with South African men, choosing low vibration instead of offering positive input.
      Fokof, please. 🙏🏼

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  3 года назад +6

      Idlozi lamanzi likulindile kunenhlanhla ekmele uyoylanda emanzini kukhona asebenolaka

  • @simphiwesibeko832
    @simphiwesibeko832 3 года назад +4

    Thokoza mkhulu 👏 uma uphupha isiphethu kusuke Kwenzenjani?

  • @hlengiwegcabashe3529
    @hlengiwegcabashe3529 2 года назад

    Thokoza Mkhulu...ngicela ukubuaza ukuthi bungakanani ubungozi bokuzihambela wedwa ukuya kokhuleka emanzini ngyabonga

  • @gugumhlanga2723
    @gugumhlanga2723 2 года назад

    unjani babe ngicela ukubuta kusho kutsi kuphupha utsatsa isikwama emfuleni nome usebhudleni but umangibona lamati ayamanya kungatsi kukhonaitfoletophulamatini

  • @BonakeleKhoane
    @BonakeleKhoane 9 месяцев назад

    Sabina mkhulu nginenkinga umandiya kumuntu oyinyqnga engihlola uthi Kimi kunomuntu wakithi owathatha into emanzini make usefuna ukundinika Yona manje kumele ngenze njani mandingayifuni

  • @jabumavimbela2585
    @jabumavimbela2585 Год назад

    Mkhulu ngicela kubuza kusho kuthini kuphupha izinja zibrown ziningana zihlezi mgwaqeni duze kwazo kunabantu abathathu behlezi duze kwazo kodwa zikhonkothi ezntathu ziza kuwe ngokwesaba bese ucosha itshe ulungiselela ukuzishaya Uma zifuna kukuluma kodwa kunomuntu ohamba duze nawe weslisa naye uphethe. Litshe enzela kuthi mazingiluma naye azishaye kodwa kwagcina ngokuthi zingenzi lutho

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  Год назад

      Inja akufanele ikulume noma uphuphe ifuna ukukuluma kungenzeka kunomuntu othumela izinto ezingalungile kuye abanyeke ngiyaye ngibezwe bethi ulaka oluthize

  • @sphesihemndlovu5503
    @sphesihemndlovu5503 2 года назад

    Uma unewele eladlula like ukuchitheka, meselveza ukuthi lihlale manzini kushoni❓

  • @dubelungi5163
    @dubelungi5163 4 месяца назад

    Sawubona baba asibonge ngolwazi osipha lona
    Bengicela ukubuza ngiyathandaza ngamanzi ngiwafake ku glass bese aba nama bubbles sengathi i sprite kwenziwa yini

  • @ntombikayisemagagula877
    @ntombikayisemagagula877 3 года назад +2

    Waze wakhuluma ngam mkhulu....asibonge ukuhlangana nawe nammhlanje

  • @thulilethulile3066
    @thulilethulile3066 2 года назад

    Hi mkhulu ufikile lomuntu kodwa ufike ayisimo sasemanzini ngathi ngimuva engena embedeni kodwa ngathi into eyezeka ngempela uthinta izadla zami khona lapho ngibona ngathi ungipha amaqada amabili lamaqada uma ngiwathinta avuleke aphume izinyoka ezibhili ngathi siphelele singumdeni ngibonisa ubaba omncane ukuthi baNginikeni ngithi ziyakhula unginike lamaqada alezinyoka ezimbili enye beyi orange and white enye emhlophe inamalayini amyama angazi kusho ukuthini ngicela ungicazele🙏🙏🙏

  • @bongiwendalase3739
    @bongiwendalase3739 2 года назад

    Ukuphi nendawo Mkhulu ngoba ngidinga wona amanzi lawo mina

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 3 года назад +3

    Yayinhle inkulumo yakho sbani uphile mfowethi syabonga

  • @nellymkhize5714
    @nellymkhize5714 3 года назад +1

    Mkhulu sibonge ukusinika ulwazi kwande

  • @mzolistosukude213
    @mzolistosukude213 3 года назад

    Molwen baba namhlanje ndiphuphe ndisecaleni kwesiziba kukhona kukhona into ebingidonsela emanzini phakathi but ndigcine ndingangenanga ngoba bengisaba

  • @zaneledlamini1343
    @zaneledlamini1343 3 года назад +1

    Muvanje wonke amaphupho ami abanamanzi acwebile, ngisho ngiphupha sihlezi nabantu nje kuxoxwa kugcina sekuxhaxhaza amanzi endlini Amahle amhlophe, ngabe kushoni, Thokoza khehla
    Amanzi wona ngyawesaba isiqu sami

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  3 года назад

      Amanzi ayayibika inhlanhla nokuhamba kahle kwezinto kwesinye iskhaty

  • @DorisTsabetse
    @DorisTsabetse 2 месяца назад

    Thokoza khehla lam

  • @keadlamini7466
    @keadlamini7466 2 года назад

    Mkhulu mina kulezi nsuku ngiphupha ulwadle lingibhoza engathi kukhona abantu engjbaziyo la olwadle ngaphandle kwalo.bese ngizibona sengibona amakhandlela eli yellow eli green emabili lawa a green.ngabe kusho ukuthini.ngicela ukwazi kuya ngihlupha

  • @thandiconstancemahlangu9675
    @thandiconstancemahlangu9675 3 года назад

    Okwenzeka kimi ngiphupha amanzi amaningi ngihluleka ukwendlula ngibe novalo kodwa lamazi mahle and awamile ayahamba kungu mfula noma bekuna imvula enkulu besekupholile kumakhaza kahle nje

  • @lungisilegumede6723
    @lungisilegumede6723 2 года назад

    Ingubo yami wayithatha wayengigeza

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 2 года назад

    uku..phi..nendawo

  • @FikileMasondo-wg9ud
    @FikileMasondo-wg9ud 8 месяцев назад

    Okunye ngiziphuphe ngiyothandaza kulomfula ngafica amakholwa ngathandaza ngaze ngakhala kwafika iswimming pool le yokuthengwa sagibela kuyo sahamba kodwa sengihamba namakhehla nezalukazi sithe ngisajabulele iswimming pool yagubuda yabheka phansi ngabona ngingasekho emanzini kunezindlu kulendawo bajabula labomkhulu bathi usuze wafika banginika into engubhaskidi wotshani kunezinto phakathi

  • @smangelemncwango627
    @smangelemncwango627 2 года назад

    Sibani Samathonga ngicela ukubuza utholakala kanjani

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 6 месяцев назад

    Thokoza mkhulu ngicela ukubuza uma uphupha ingwenya isesizibeni esiluhlaza,

  • @thabanimaluleka451
    @thabanimaluleka451 3 года назад

    Uyinkunzi enzinkunzini undoda emadodeni cha uyageqa amagula ngichwele ngawe

  • @violetanuvunga1988
    @violetanuvunga1988 9 месяцев назад

    Unjani baba, ngenzanjani ukuchumana nawe ngise Mozambique

  • @pheellokhopeli8293
    @pheellokhopeli8293 3 года назад +1

    UBaba unobuNgcwele nokuthandeka nje ngaye. Syabonga Baba. God bless

  • @zaneledmadondo3465
    @zaneledmadondo3465 3 года назад

    Thokozamkhuli sbani nami ngicabanga ukuthi ngowumntwana wamanzi konje ukuphi ngokuhlala mina ngisethekwini

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  3 года назад

      Ngtholakala eClermont erenki ka Boxer ngolwesine nangesonto kphela

  • @nokuthulakhumalo9923
    @nokuthulakhumalo9923 3 года назад +2

    Siyabonga mkhulu 🙏🙏🙏. Ingabe umkhulu utholakalaphi?

  • @vukaniernest3841
    @vukaniernest3841 2 года назад

    Msengaduna

  • @nikiwemalakwane3421
    @nikiwemalakwane3421 Год назад

    Thokoza mkhulu ngicela ungi thumele ikheli ne fone number yakho, mpiqabadala Pretoria.Thokoza.

  • @lindowiseman5589
    @lindowiseman5589 2 года назад

    Thokoza mkhulu MNA ndinephupho lamanzi ibengathi ndiyawela ngokuya ndingena nawo Aya ebamaningi Bt aklini ndidendiwele ngelinye ixesha ndiyofika ezantsi ngelitye ixesha ndithi ndisamile phezu komlambo kufike inyoka enkulu indithathe indiwezele ngaphesheya

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  2 года назад

      Kumele uye emanzini kunempumelelo yakho ekfanele uyoyamukela ngokunikwa amadlozi

  • @Lucktion7
    @Lucktion7 3 года назад +1

    Ngyathokoza futhi ngiyabingelela ngokuzithoba kuSbani Sama Thongo,mkhulu mina sengaphila ngokuphupha zonke lezizint ozibalayo,izinhlwathi zamanzi ngingaphansi kwawo ngize ngizwe ngathi ngiyaminza beze ngphaphama.Ngyaqala ukungena la but kunento enginika ithemba ngawe mkhulu.Ngingaya kanjani emanzini?Sengike ngathola nokuthi kukhona oke wazama ukuthwebula inhlanhla yami.Ngingaziyela mina emanzini,ngifike ngenzeni?Ngicela usizo.👐

  • @FikileMasondo-wg9ud
    @FikileMasondo-wg9ud 8 месяцев назад

    Okunye futhi mkhulu ngaphupha ngifundisa ingane eskoleni angazi kusho ukuthini

  • @chumamilisanwabisampetshwa3883
    @chumamilisanwabisampetshwa3883 Год назад +1

    I had a dream that I was looking for a creature in water. I saw it in my dream and it had two heads; one head was of a crocodile and the other a heas of a snake

  • @SindileNgwenya-gm9vq
    @SindileNgwenya-gm9vq 2 месяца назад

    Kushoni ukuphupha inyanga ezingu 3 zikhanyisie