Nansike into esifunayo thina njangaba landeli bomnculo Waka maskandi ubumbano umoya wokuthula noxolo I njabulo cha qhubekani zinsizwa yinhle lento 🙌✊🏼✊🏼
Big up bafetu manenza kanjalo nibambene ujohova uyohlala enihola kuzona zonke indlela yenu,noma kunomuntu ongenzi kahle Kuni ningathuli or noma nikhulume kabi ngaye vele nimqonde ngqo nimkhulumise ngoba ningabafowetu once again big up 👏👏👏
Into entle iyanconywa cha kuhle lokhu enikwenzile noma ke ngingababoni abase South coast, Sengathi ningakwenza njalo after 3 months niye komunye nako munye 👌💪
Nansike into esifunayo thina njangaba landeli bomnculo Waka maskandi ubumbano umoya wokuthula noxolo I njabulo cha qhubekani zinsizwa yinhle lento 🙌✊🏼✊🏼
Nibambane njalo 🤣❤️💞 bafwthu 👏👏👏💃🏻💃💃🏻
Bhuti jumbo hawuuu kodwa mkhaya 🤭❤❤❤❤❤❤❤
Jumbo all the way! ah uyangenzela Shem💯💯💯
Siyabonga ubumbano madoda kumaskandi inhle lento niqhubeke njalo awu awu awu jumbossss
Imnandi le combo angifuni ukungasho . Kumnandi ukuzwana nokuhleka . Keep it up bafoza
Big up bafetu manenza kanjalo nibambene ujohova uyohlala enihola kuzona zonke indlela yenu,noma kunomuntu ongenzi kahle Kuni ningathuli or noma nikhulume kabi ngaye vele nimqonde ngqo nimkhulumise ngoba ningabafowetu once again big up 👏👏👏
❤️Yayinhle into labaculi bamaskandi babambisene kamnandi🔥🔥💯
uGatsheni amahloni kwi nkabi yami😂😂😂
umshuboooooooo majongo inhle into 🙌🏾
Awu wakhuphuka u Jaiva Zimnike 🥳♥️🔥👌❤️🔥🥳🥳🥳
Kwakuhle bafwethu syabonga 👐👐
Jumbo is a Vibe 💯💯🤩🤩
yinhle into ayidingwe koniwa😍
Eyakwethu lento. Ayhlangan' iynsizwa 🙌🏿
Wooow nice bafethu kunbon nindawony🙌🙏🤝👌🔥🔥
Kwakuhle baculi bakithi abahle💯💖
YEY WEBAFWETHU YAZE YAYINHL INT ENIYENZAYO U NKULUNKULU WOMUSA ENGATHI ENGAHAMBELA EZINHLIZWENI ZENU NIBUMBANE NIBE YINT EYODWA MINA NJE NGINGU MGUBANE OMAHHEDLE NGITHI NJE MUHL UMDLALO MAWUQHUBEKE 💯💯💯
Into enhle iyanconywa bafowethu kuyakhomba selikhulile ngoko mqondo ingathi lungaqhubeka ubumbano up laphoooooo maqhawe 🤝🤝
🙌🙌🙌Inhle lento Bafw2 ningayiyeki ngingajabula mangingabona nabanye bejoyina
Nje
Ayi Jumbo AI Mjumbana ungenhla mfonwakithi 💯💖🔥🔥🔥
Kuhle kudelile madoda,sithanda kanje siyizinsizwa ukunandisa ngolimi hay ukuxabana madoda.❤❤❤
Kwaze kwakuhle.
Nazoke inhlelento niyenzayo mo bhuti ningasayeka ngelinye langa ngiyobona emzimkhulu nmz 💯🤞🤝👌
Phambili ngobumbano bafwethu, 🙌
Jumbo❤️❤️❤️❤️❤️🙌🙌
Yayintle into bobhuti eniyenzile 👌
Kuhle enikwenzile sengathi ningaqhubeka njalo nibambane ngalendlela bafwethu❤️
Lool bayazazi bonke abaculi izingoma zika Mgodi, kodwa kodwa umilikihli hlezi egxeka
Ncooh Gatsheni amahloni ❤️🔥🔥
Khuba💙💙💙💙🙌🙌inhle into yenu
Ushayile ummmmh👌
Sukaaaaaaaa... Ngiyabonga kuNsele ngokubuyela ekhaya a-Understand igame kaMaskandi angathathi ngenhliziyo 🙏🙏🙏🙏
Kuphi ekhaya ?
Inhle into eniyiqalile niqhubeke njalo
Ngike ngisho kozakwethu laba esisebenza nabo kubalulekile ukuvakashelana ke kube nengxoko nje emnandi ebaleni ❤
Jumbo uyibhinca nje bafwethu, up lapho!
Khuphuka lapho Jumbo maaan🔥🔥🔥
🎉🎉🎉Up lapho Mabhinca. #KingShaka ka Senzangakhona ulele uma ebona izinsizwa zihlangene kanje. #Liyabuya elika Mthaniya
Kwakuhle Bobhuti Bethu Siyajabula Uma Nijabule Engathi Ningahlala Ninjena Well done✅✅
Kwaze kwakuhle ekhaya ubumbano into enhle🔥🥰🙏
Siyabonga phambili ngomculo kamaskhandi
Jumbo ngiyayithanda into oyenzayo 🤩🫶🙌
Siyabonga kakhulu kwande
Ai windoda Njoko 🤜🤜
NUMBER ONE ,NIZE NINGANGENWA IDIMONI ✔✔✔✔✔✔
Kwakuhle kwamnandi kubona amaciko ethu ehlangene sengath kunga hlale kunje eNingizim Africa sibe i Rembo Nation ngizizwa sengathi nami bengiphakathi kwenu maniyi biza bese nincokola kujabule wonke umuntu🙏💪🇿🇦
Khuphuka lapho maskandi syabonga yaze yayinhle lento ngifisa ukube abaculi abadala basekhona obaba uKhumalo Mfazomnyama ngabe yinhle kakhulu syabonga niyibambe njalo
Awuu ngythand makunjena bakwethu🥰nibamban kanjena
Nami ave sengihleka yinhle into❤❤
Asbonge kuleyondawo bafowethu niy'bambe kanjalo ✅👌👌
Inkunzi u Jombo ngiyakuvuma my brother
bezikhala la🔥🔥🔥
Into entle iyanconywa cha kuhle lokhu enikwenzile noma ke ngingababoni abase South coast, Sengathi ningakwenza njalo after 3 months niye komunye nako munye 👌💪
Wowwww asibonge👌👌
❤❤❤ Yayinhle into ayidingi koniwa
U Jumbo uniphethe ngohlelo🤣🤣 uyanqena yin ukukhuphuka ngoshuni ka maskandi straight ngoba uza kahle impela.
🙌🙌👏👏
Enikwenzile niqhubeke nikwenze bafethu kuhle 🙌
Kwakuhle ukubona abaculi bejabule ndawonye❤❤❤
Yeyi Nina nenzan lapho,niyikobana ngithi ngisqhumisa emoyeni iswebu Bafana nami,ngithi wozani la
Ayy cha yall did love that "Bambitshe" song😂❤
Ubambano olunjani bengekho abanye abaculi musani ukusidakelwa akulona ubumbano niyaphoqa.
Ubumbano kmele kubonakale abantu abekade bengazwani sebendawonye bexhawulane kukhombisa ukuthi sekukhona ukuzwana phakathi kwabo, lokhoke kobizwa ngobumbano lento nje kizihlanganele obhululu abazwanayo nabazanayo singasho nje ukuthi ubungani lobu kuphela, ubambano solibona mhla baphelela abaculi noma kushoda abambalwa ayi lamasimba enziwa ukhuzani nedlanzana lakhe ubuxoki lobu
Amadoda❤️❤️❤️ aw sukaaa❤️
Into engiphatha kabi emalungeni omphakathi angimuboni umshanami uSfutho Njabulo Mahaye
Yimi umalume🤣🤣🤣
Nice combo guyz🤝🤝🤝🤝🤝😍
Wow kuhle ubamban ibamben kanjalo
Jumbo 💯💯💯💯💯💯🧡🤩🤩🤩🤩
Syabonga ubunsizwa yibo lobu into enhle iyanconywa
Apha amanga ami🤗
Ayi Bhuti Jumbo ayi mani♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️
Kdwa ugatsheni amahloni😂😂🤣
Bekumnandi lapha insizwa zihlangene❤❤
UJumbo ufunani Lana Yi Gospel Lena avuzgqansa
Ntunsula ngenemgodiniiii😅🎵
🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Jaiva jaiva
💕💕💕💕💕💕💕💕💕
Nami ngyacula kulo nyaka😔
🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Jumbo kumaskanda❤️❤️
inhale lento ayidingi koniwa ubunsizwa nobuhle bokubumbana phambili nhobunsizwa ngyabonga insizwa ezicabange into enhle kanje 🔥🤝✊
Anisho ngihlekani vele😂😂😂
Yayinhle lento engibuka ayi inhle into eniyenzayo bafwethu suka ayi😀👏👏👏👏👏👏👏👏
Jaiva zimnike❤❤
Kodwa khuzan bhuti ay uyayhlanganisa kodwa buka nje kuhle kanjan bafwethu no njoko ujabule xem
Ayiii ayiiii uJumbo myekeni aze kumaskandi ezovimba esangweni💥💥💥💥💥💥
Inhale into eniyenzayo maciko kamaskandi,sengathi Nathi makholwa singabukela Kini siyeke ukucwasana ngokwamabandla
Yazi nam sengigcina ngihleka ngbuka la 😂😂 hlanganan kanjalo zinsizwa kuhle
Kwaze kwakuhle zinsizwa zakithi uma nihlangene nimunye umoya munye kufana namafutha ehlela ezindevini zika Aron aze eshaya emphethweni wengubo yakhe siyabonga
Jumbo uyngwenya khuphupha kuvukusinga masotsho kanje
Ubumbano nozwano kamaskandi kuhle lokhu esikubonayo
BATHATHE MAJAIVANE MFOKA MISS
Hits❤️
La uKhuba Akhona kubanje ke ayi khuphukani lapho
Hhhhahhaw zakhuphuka insizwa madoda nathi syajabula eMakhuzeni mazbambisene kanje dake Hobosha😍😍😍
Ubumbano❤️🔥🔥
yinhle lentoo suukkaaa nahlangana kwakuhle ❤
Jumbo🔥🔥🔥
Up lapho
Yayinhle into niyibambe njalo bafwethu syabonga ningashintshi kuhlale kunjena nje
❤❤❤ nice one
Lokhu enikwenzile kuhle kakhulu, umthakathi kuphela ongeke akuthande
⭐Yinhle lento abayezayo 💯👏
Great
Ngiphinde ngincome lensizwa uJumbo nabanye bonke abebekhona lapho.
kodwa lensizwa uJumbo iyaphila nabantu noma engawuculi umculo kaMaskandi kodwa akakuthwali lokho ukuthi yena ungumculi we Gospel. ungumculi womculo wonke akazihlanguli.
Yazi ngavele ngajabula guys ukuhlangana kwenu nje ngyathokoza phakama maskandi wakity no jumbo
Yayinhle zingabade zakithi ubunsuzwa yibo lobu....muphi uMthandeni ngbe ngsaqalaze angboni lutho.