Lempi ayikho mayelana namaphoyisa ngikutshele,labantu balwa izimpi zabo bodwa manje benza amaphoyisa Abantu ababi and ekugcineni we are the one who will suffer kulempi Kodwa uzobona izidumbu sebebulalana bodwa
Hulumeni wethu kahle kahle le unemployment engaka la e-SA uyayi thanda kshuthi. The taxi industry is a huge independent economy that helps fight unemployment in the country. Kodwa the very same Hulumeni is promoting these high restrictions ukuthi imboni izisebenze iqede indlala indlemnyama ebhekene nayo. Buka nje manje kuthiwa imboni must submit tax papers so they can tax these little profits they make after all the expenses they have to cover monthly. Impela indlemnyama kwaku ngadaliwe icebe kshuthi.
Yona inkinga lena uhulumeni akawakhiphi ama Permit kodwa yena futhi uyawafuna. UHulumeni wagcina ukukhipha ama Permit before 2010 mangingaphazami. Okushuthi umuntu ongene kwi taxi industry after 2010 akasoze waba ne Permit.
Ayikho into eyolunga e South africa uma kusekhona u Ramaphosa noma ningakthuka nithini makungaphuma u Ramaphosa as'hlangane Siyi country sikhiphe loh baba ungabona izwe lilunga
Inkinga enkulu esibhekene nayo manje eSouth Africa I GNU ka ANC n DA, bafwethu kuxabene ubendle lento ishaya wonke amashishini wabantu bakithi. Njengamanje kuthiwa asithenge ugesi kodwa asisebenzi. Cha idlalile ngathi I ANC
Mavava uyindoda ..uyazimela
South Africa nje siphethwe izididizi nje lohulumeni wakhona nje ungabopha kanjn imoto ekbeni amaphepha ekuwe futhi
Ihamba kanjani amaphepha engekho?
Kodwa niyahlukumeza nani bantu bamatekisi abantu bomphakathi anibazi noma bayini nihlukumeza abantu benu laba abani saphothayo nxa futhi aninamahloni kodwa nathi asithandi hay shame 🫠 mina ukuba Kuya ngam ngabe abantu Bama tax bahamba bodwa momphakathi uhambe wodwa nxa
Haweeee! Izingane zethu nkosiyami, ziqeda kusasa ukubhala, sicela Friday nibathethelele abasenandawo nasema Res. Siyabuzwa ubuhlungu benu bobhuti no Baba bethu. Monday okungenani nathi sizofasa amateki singene emgwaqeni kanye nani.
UMkhonto uyinxenye yalomshikashika. Bonanike ukuthi kungabanjani uma bengabanguhulumeni. Ikhohlisana ihlomile abanye bazodlelwa izimoto kanti abanye sebezibekele imali yama instalments kuphela bakhohlisa iithutha. Kulungile weGodole siyakubuka kazi bangaki abazolamba ngenxa yalento.
Cha uhlanganisa izinto ezingahlangani ke manje,ingenaphi I MKP manje?
@chilizachliza9907 UGodole yisikhulumi soMkhonto ikakhulukazi embonini yamatekisi nguye futhi owamemezela ukuthi abamatekisi nazovotela uMkhonto. Kunjalo nje nguye owayethi bazongena esitelekeni.
Angihlanganisi izinto ezingahlangani
@@chilizachliza9907uyayazi imbudane🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Umkhonto Wena ungena kànjani kulento
Ucommenta ngenzondo .amatekisi awaqali ukuteleke ngoba sekune Mk . 2 .umabamatekisi behlukumezeka benzenjani ? wena emsebenzini munganelisekile uyathula uxhashazwe ? Mina ngokwami abamatekisi abalinde kudlule amaholidi ukuze Abantu bayemakhaya bangafeli uhulumeni weGANU ngoba bona banezmoto zabo Thina mphakathi sithembele kuwo amatekisi
Unika amapakistani imvumo kuphela lenja
Uyabheda uhulumeni ufika athi emsebenzini wakhe 18/kuya 35 uma abantu besebenza amatax bayahlukunyezwa uhulumeni uhlikumeza abantu
Owame Southa Africa yonke ama tax kudala kudlalwa ngabo
Lempi ayikho mayelana namaphoyisa ngikutshele,labantu balwa izimpi zabo bodwa manje benza amaphoyisa Abantu ababi and ekugcineni we are the one who will suffer kulempi Kodwa uzobona izidumbu sebebulalana bodwa
Azime yonke ISouth Africa kuyadlalwa ngamatekisi.kungani bengavele bengawadayiselwa ngoba uhulumeni akafuni ne Permit kodwa uyabadayisela amakhumbi
Not here in Western Cape in Jesus name ndiyathandaza lomoya wokungazwani uphelele apho kuni amen
Nibovimba namabhasi engenzi ubumenemene💪, nabama personal vehicle bangangen iyndaba abangazaz.
Zimiseni ngiyavumelana nani Hulumrni udlala ngani kakhulu Ngeke sishayeke sodwa Nabo bazoshayeka Vele umnotho omningi owabo
Ziyakhala South Africa Vele 💯 and I believe that true 🤟🏿 🤟🏿 mpetha
Ayi phela Slow poison intsiwa leya👑🙌
😢😢yooh Nkosiyami hulumeni please 🙏 sincedeni ngempela siyahoduka emakhaya kade sakugcina😢😢😢kumanj sidonsa ngomoya wokugcina 😭😭so please 🙏 abalungise lenkunganj soon
Ngifisa engathi engama south Africa yonke kuyadlalwa ngemoto zethu
Nginawe lapho
Nami nginawe lapho
ngifisa ngathi abantu izimpilo zabo zibengcono....kungasabi namatekisi niyahlukumezana akekho onifisayo
Kwaze kwabuhlungu esikwenziwa abamatekise sishonelwe sifuna ukuya emakhaya siyofihla imindeni yethu kwakuncono kusenamabhasi nezitimela azibuye abasiphathi kahle bafuna ukusilawula kulelizwe
Akhona amabhasi ngeke singayi emakhaya ngenxa zombusazwe
ngiyazi ngeke ningizwe ukuthi ngithini
Bafowethu mani comment yakani ukukhomenta ngenzondo lalelani inkulumo both side mese niyakhomenta plz
iMK yafika ithi izolwela abantu abamnyama ithuba senilitholile lokuphuma osizini naVotela ANC neIFP nina, mina ngithi ibambe ngakho
Isikhathi seGNU ke manje sokusitshengisa amandla ayo ngokusombulula nansi inkinga
Angithi Uma bengasafuni ukusebenza, bakhona abazosithatha. Impilo izoqhubeka ngaphandle kwetekisi. Abahlale nezimoto vele ezabo. Sengishilo 🎉
Wena fusegi nje msunu futhi
@@melusimbele9576 nawe
NGYAVUMA...basile labantu bahlukumeza umuntu...ngyafisa wonke umuntu abe namandla sithenge izimoto ife lemboni yocindezelo nokubilalana everyday....
Lohulumeni wethu nje uwu fokofo uzibopha kanjani izimoto ufune permit koda ungabanikile abanikazi
😂😂😂 lithi Elika baba uMkhwanazi u commisser wabakhuzi, umthetho uqinile kzn ondlovu ayiphikiswa bazokhalela amasongo kasgonyela....
Kwaze kwanzima emhlaben... Shuthi umuntu akahamb jehovah ngenelel... Kodwa ekungcineni kumele phel besibhekelel cz ekungcineni mele sisizakale
Aiboo nam nginestress salokho nkulunkulu wami 😢😢sizogoduka knjn thixo 😢😢😢
Kusho asigoduki nkosi yami 😢
Azime Anc sebaxhaphaze kakhulu Obasi ehlangene ne Santaco
Youuuuuuu kunzima bakwethu kubuhlungu abakushoyo abafowethu abanikwe abakufunayo linganyathelwa ilungelo labo ngoba umabengajabule sigcina sihlukumezeka Nathi Uma behlukumezeka uhulumeni akadedele izimvume zabo zokusebenza
🙌
Bakithi kudlalwa ngabantu ibambe ngakho kemanje phambili ngemboni yamatekisi phambili
😢 last time I had to request Upa from Durban to Golela, cry the beloved country
Mlungisi abafowethu izithutha bafuna kwenzeke intando yabo sengathi basiphethe
I permit Iphuma Ngelanga Kodwa Awaphumi AmaPermit
M for them too
Hulumeni wethu kahle kahle le unemployment engaka la e-SA uyayi thanda kshuthi. The taxi industry is a huge independent economy that helps fight unemployment in the country. Kodwa the very same Hulumeni is promoting these high restrictions ukuthi imboni izisebenze iqede indlala indlemnyama ebhekene nayo. Buka nje manje kuthiwa imboni must submit tax papers so they can tax these little profits they make after all the expenses they have to cover monthly. Impela indlemnyama kwaku ngadaliwe icebe kshuthi.
Yoooo Ziyakhala in South Africa 😳😳🥺🥺💔💔💔😭😭😭 kunzima yooo
Ngivumelana nani bo bhuti kumele zime zonke izimoto emzansi uhulumeni ukwazi ukuvumela abantu bangaphandle basebenze
UKUDELELA nje ngifisa abantu babenamandla bazithengele izimoto ngyanizonda matekisi nihlukumezile abantu abamnyama...
Yagula wena mingaki umuzi ephila ngekhumbu kwayena hulumeni wakho akabaniki imisebenzi abantu abamnyama
Inkosi yamaMboma🙌🏾
Abemboni yamatekisi balwela ilungelo labo syavuma kodwa kuzomiswa kanjn ngabantu abayofihla izihlobo zabo nabayokwenza izinto ezibalulekile neyngane ziqedile ukubhala zifuna ukuya emakhaya
Konakala mhla kuhlangan oduma ne ifp sasingafuni kuphathwa ibona
Phambili ngezokuthutha phambili phansi ngethanyela phansi ibambeni bafowethu
Yenzelan amatekisi ama permit kuphela
Uhulumeni akawakhiphi amaphemithi bhuti
Ibambiswano alikho la ngakithi.imoto yakho mayibanjiwe bayajabula abanye
That is wrong
Yona inkinga lena uhulumeni akawakhiphi ama Permit kodwa yena futhi uyawafuna. UHulumeni wagcina ukukhipha ama Permit before 2010 mangingaphazami. Okushuthi umuntu ongene kwi taxi industry after 2010 akasoze waba ne Permit.
I ANC le elwa ne business lomuntu omnyama
Nithini ngokuhlukumeza abantu bezimoto ezincane nibakhombe ngeybhamu
Inkinga umavavalowenu uphila ububhokolo kufuneka kudilwenaye yonkelento izolunga abantu bamatexi kufuneka bafunde
isibonelo ngaye angesiphathwe uye
Uyindoda Mphathi wami
Uphi u transport Minister Duma ayilamule angazi yedwa Msweli
Akukwazi ukuthi kujeze abantu bengenzelutho yibona abantu abafaka imali emataxin kumele bevikelwe kungaphazamiseki ukuhamba kwabo hambani emahovisi akwaTransport niyovala khona nithi akuphumi muntu
Hayi thina asinamsebenzi nonotaxi
Mmm mina ngalahla iskhwama sam ngexa yohamba ugibela mmm kuzima 3:28
Ngayibuka iqala nje leyanto lapha ngakithi eKranskop ukuth ngeke iphethe kahle
Sizoya ngani ema sontweni emsebenzini yoh😮 bazoxoshwa sekuphel unyaka emsebenzini
Asisabi ukuhamba ngeynyawo pakani phela
abapake labahlukumezi
Ayikho into eyolunga e South africa uma kusekhona u Ramaphosa noma ningakthuka nithini makungaphuma u Ramaphosa as'hlangane Siyi country sikhiphe loh baba ungabona izwe lilunga
KUNJENJENJE YIN MA OWNER NIYABULALANA.
Cha cha ngeke akikho lokho mfwethu izinhloso nje zikahulumen nabangan bakhe
True
Ipoliti ayibulala yini yona?
Ziqala nini ukuma bafethu izingane zethu zizobuya ngani ksasa
Abantu basematekisini bafuna ukwenza izinto ngendlela yabo abafuni ukulandela imithetho
Abakhishwe oboy zondi kade ngabona ukuthi basebenza noRamaphosa ukuwisa abantu abamnyama
Ngampela loShanyela usengahlala namaDocuments abantu aze aExpire ekuye kanti usuke ewathatheleni, qede ababophe. Hay ngathi akuhambanga kahle
Angiwasoli lamadoda, onayo e permit uyithathaphi???? 😒😒
Inkingaaa njee kwaVotelwa inhlangano eWrongo .kube niyabona Bantu bakithy .ukthy kunjee njee ingoba niVotela inhlangano eyodwa kodwa niyabona ukthy ayinisebenzeli kodwa niyaqhubka niyayiVotela
Uhulumeni usihlulile period. Akekho ojabulile kulogovt wethu. Treated as slaves and foreigners in our country.
Inkinga enkulu esibhekene nayo manje eSouth Africa I GNU ka ANC n DA, bafwethu kuxabene ubendle lento ishaya wonke amashishini wabantu bakithi. Njengamanje kuthiwa asithenge ugesi kodwa asisebenzi. Cha idlalile ngathi I ANC
Mavava😂🎉, sinani bafwethu kulolusizi
uhambha nge taxi
Azo dliwa ama quantum don't worry
Okumnandi zizodliwa kini hhayi kuHulumeni.
abantu base renkini bayoze bayibone ukuba life inzima mhla babhataliswa tax🤞🏽for now bazohlala benga ngqondo.
Thina sibheke izingane ezofika bakithi ai
I so wish singakwenza nathi lokhu ePitoli
Bambanani bafowethu kuhle nibemunye
Uhulumeni nguye lo oqhatha abantu abamnyama ususa impi
Wawqinisile bhutomdala sidlala lenja ewu Ngema
Inganekwane nizodlani nizozikhokhela ngani .Mnx as long ningeke niphazamise izimoto zabantu .
Akume amatekisi asesiteshini kuphela
Kubusa abelungu namakwerekwere kuphela lana
Amalwerekwere lawo asiwo na ,agibela lawo matekisi mxxm
@@mankonjenimafu-rv5mv angizwa kahle
Uyi nkunzi mboma
uhulumeni inhloso yakhe ukukhanda udlame kwaZulu bese besebenzisa lento kwezombusazwe,ufunani hulumeni ematekisini ehlulwa ukuziphatha yena??
Yini ndaba kumiswe izinto ezibaluleke kanje ngeke uzwe kthiwa kuxoshwa ama zayi zayi bathi awa regist aze a registe ezweni lobani
bacabangela izisu zabo nama taxi wabo not abantu.....this industy must be regulated sophathwa kanje until?
Ibuhlungu yona into eyenziwa kubantu bamatekisi , baziphilisela imndeni yabo. Hlangana Zulu
War is cooking… abakacasuki kahle…
Ayilungiswe ngempela lento, uhlukumeza bantu lo hulumeni ongcolile
Basizeni bakiti bayakhala ukukhalwa kwabo kubuhlungu sekuyazwela manje lungisani kungaze konakale scela haykabi
Iqiniso limile uhulumeni wethu akasibhekeleli siyisizwe esimnyama
Nongalo wamkhulumela kangaka u DUMA
Ibambe ngakho ziyadelela lezinja zikahulumeni
Eish kunzima shame
Bafunani ke manje osomatekisi
Washaya Mavava kuyakhokhwa emarank for nothing kungaliwa
Ningaphinde nivotele anc
Aykhale 💉
Njengoba kunebhizi kanje nithi senzenjan
😂😂😂
Nama bus awangasebenzi nawo
😢😢
😭😭😭ayibo mfth knjn manje fth😢
Aybooo ngicela ukubuza amiswa izwe lonke noma durban I noma ikuphi ngempela ngifuna ukuya e Town ksasa
Yes
Kodwa abafowethu bamatekisi bayakubona mabehlukumezwa Kodwa bona basihlukumeza usuku nosuku benjalo nje ezinye iyimoto zabo zigedlemba.laba benza sengathi basiphethe,azime asibone asinandaba nabo Thina gede
Wabathembisa isinxephezelo nge Covid kodwa wanyamalala uma sekumele akhokhe, ayi lohulumeni udlala ngabafowethu. Seskhathele yilamamenemene weANC. Nginani zinkabi zami, uthathela abantu isinkwa lomkhuhlane oyi ANC. Dodi lento ye ANC.
Don't talk about slow poison ey that man
Why usho njalo ndod'🤷🏾♂️
@lokishvibes202 Mfowethu, ukuthi akufanele abe yisitha sakho. Ungasebenzisi igama lakhe noma kanjani ngoba uzozisola
@@simphiwememela4037 yah neh🥱