Mina esontweni bakhetha inkosi bonke ngaphandle kwami nje ngiyi black sheep but futhi bayamitha odade bengaganile benzelwe nama mini party. Eyy namanje ngsadidekile nje 😂 Kodwa intshumayelo ihlezi igudla mina futhi lapho mina ngizishadele eyy yabona nje kuya le kuya le
Siyabonga kuvula bantu amehlo mina nje ngyohlezi ngyiKHOLWA not Mzalwane❤
Syabonga Ntokazi umphakathi awuvule amehlo,❤️❤️
A 6:45 @@NethezekaTVabefundisi nje bosindiso odoti babhebha abafana futhi nje abana qiniso
@@MzwandileGhosthhay bonke
@@MzwandileGhost listen ikhohlakali bonke nje labantu
@@MzwandileGhost Uma umuntu enezinkinga bese belokhu bethi haza kuJesu uzosindiswa uzomnikwa ubani low Jesu Uma abaholi bamabandla bengcole kanje. Kdw ke uNkulunkulu ukhona usuke ebuka...
Ngisaphinda nami ngiyasho lamasonto enu odoti ngiryt nginje mina
umhlaba uyabhubha kodw 🚮abafundisi ,omalume ,step father kunzima 😢 sihlez sibabaza usuku nosuku 😮😮
These presenters need counselling. The stories they hear on a daily basis tinzima kakhulu.
Abekho abantu abakhohlakele njengabe fundisi Ave bakhohlakele abefundisi bensuku zokugcina
Akusibo bafundisi.. lzigangi ezembethe ubufundisi . Akekho nje umfundisi ongenza kanje . Labo yibo okuthiwa wolves in sheep's clothing. They are wolves
Akusibo bonke bakithi , inkinga kunezikhohlali ezizoqhuba umsebenzi kasathane endlini kaNkulunkulu.
Ngibhekile. Ngise. Italy
Ngiryt ngasonti 🤦 ngimdumisa landlini uyangilalela🙏
Woooo kazi kwenziwani ngobudoda bezinsizwa ingabe bayokwazi ukuzala. Kungcoliwe ezweni.
Kuphakelwa izilwane bese zona ziletha imali
@@MzwandileGhostYooo😮. Kwaze kwabhizi emhlabeni
Watching from Zimbabwe
Watching from Limpopo at Shikundu Village ❤❤ I like your show
Watching from Pretoria.
Gud girl wenzakahle ugxume kusa early kungathi usutshodile kuyila uzo confess
Watching from Botswana
Watching from Bloemfontein
Me watching from Germany
Mina Ngiyafisa Ukuba angafihlwa amasonto ngabafundisi abakhohlakele Mele behlale Obala baziwe Lezinja ezidlala ngabantu
Yeah nam ngisho njalo kanye nabelaphi bendabuko nabo babesobala,khona kuzophela lezigemegeme bazothuka bayeke nathi singayi kubona...
Bavele befihlelwani ngoba abantu baphelile bayaphela basazophela yilabo lwabishi
Watching from South africa limpopo giyani
Labafundisi bokufika bayingozi🤞🤞
Me watching from springs
Watching from Tembisa
Abefundis bezinsuku zokugcina ay Khonzani mina ngizo khuleka la endlini uNkulunkulu uyangizwa.
Bantu bakithi Kade ngasho phumani kulamabandla e keyboard (insindiso) iwona athwala kakhul hence abantu bakhona bebaningi phumani phumani phumani phumani!!!!
Ngempela phumani phumani phumani
Not awosindiso kuphela you are wrong
Akashongo ukuthi lisonto losindiso umuntu makahlolisise omoya
@@ThembakaziPrincess uthe yiwona athwala kakhulu
@@ThembakaziPrincess uthe yiwona athwala kakhulu
Sithembe bani kani makunje😢🙆♀️
Jehova oyingcwele liyabhubha izwenlakho nkosi inceku zingcolile asisenandawo yokuphephela
Mina vele angithembi muntu ikakhulu lawa amasonto manje doti
Agisafuni ulizwa nje elomfundisi 😢
Into ethi isonto nje angiyifuni
Lomfundisi owakuphi Nigeria abakhuzeki abantu ngalabafundisi bangaphandle
WATCHING from Lamontville ❤❤❤
Watching. From durban ❤❤❤
Watching from East London
Watching from zim byo
Mmmm ayy kunzima isonto bekuyindawo yokuthi mawukhona uphephile ay ke manje kunzima kakhulu amasonto isihogo manje straight
Watching from North West❤❤
Watching from katlehong
Me watching from JHB
Me watching from New York City ❤
😂😂😂
Kunzima emhlabeni amanyala njalo nje🙄🙄🙄
Isonto elinabantu beslisa abangi is not make sure
Wonke nje lamasonto amanje are not make sure.
Ayfuna valwa amasonyo. Onke ngk ausasontwa. Kundlalwa ngabntu
Mathewu 7 vers 21-23 , lencwadi ebhaybhelini ikubeka ngokuqondile ukuty u Jesu Kristu waty : akusibobonke abaty Nkosi ,Nkosi kuye abayongena embusweni wamazulu ,kepha bayoty kuye siye senza imisebenzi yamandla egameni lakho sakhipha ngisho namadimoni egameni lakho .kodwa u Jesu Kristu uty uyobaphika aty sukani Kimi nina zeqamthetho ngoba anginazi .
Kuzoba nzima ukhonza ngoku esontweni akhonto iryt ncam. But maybe asekhona adumisa ngenene nangenyaniso. Only God knows.
Lamasonto wenu!
Yingakho ngingabathandisisi kahle abefundisi angibafuni qobo
Yiliphi isonto elinamadoda kuphela ngoba kwelabasindisiwe kugcwala abesifazane?
If azothi uyamudayisela yes uyadayisa then yena ukhusaphi loadayiselwayo beizobonakhala khahle uba ngamanga kumfundisi
Aibow nakhu seniveza usisi ngasekgcineni kwe video🥺
Usindiso amanyala futhi imali iyisono
Angeke ngithi abafundisi bakhohlakele kepha engingakusho ukuthi izisebenzi zikaSathane sezicashe ngamabandla kaNkulunkulu fth azibambeki kalula ngoba thina esikholwayo nesithandazayo asisawulaleli uMoya kanye nokwambulelwa akukho kahle, indaba asisajulanga kuNkulunkulu sekuningi okumosheka sibuka kepha singaboni. Engingakusho ukth simelwe ukukhuleka sijule egameni likaJesu nokulekelelwa nguMoya Ongcwele.
Mina esontweni bakhetha inkosi bonke ngaphandle kwami nje ngiyi black sheep but futhi bayamitha odade bengaganile benzelwe nama mini party. Eyy namanje ngsadidekile nje 😂 Kodwa intshumayelo ihlezi igudla mina futhi lapho mina ngizishadele eyy yabona nje kuya le kuya le
Awuphum ngan wena kulelosonto
@@sakhilemandla1316 cha ngfuna ukbona isphetho
Leskhundla sanobhala siyaholela yin uze ugabiselwe ngaso?
Lutho cabanga 😢
Nam ngixakwa yilokho yin especial ngaso
Mara asisezwanga ukuthi zazezani ledodo bowuzithatha
Mina maBhungane for so long ngangiloko ngithi asingabuki umfundisi asibheke silalele intshumayelo now ngibuka ngamanye amehlo bakhohlakele abafundisi wuuuu bangakwenza udelele ujehova ngiyingane kamfundisi from birth esengikubona kubaholi kuyathusa kuyaswabisa kungcono ongakholwa
Akangafihlwa umfundisi uzomosha izwe loonke amanyala kamfundisi mangabe yi qiniso pho ufihlelwani umfundisi?Kmele ayenze kumantombazane amangaphi nabafana abangaphi uķuze abanjwe?
So true weMpho,wayibeka sisi,ufihlelwan uMfundisi ngampela...
Insindiso is not a problem here, it's just that evil ppl capitalizes on the fact that it's a precious thing
Bakithi, fundani izwi leNkosi. Ngaleyondlela nizolazi iqiniso. Yekani ukulandela umuntu landelani uNkulunkulu. Akekho umuntu ozokwenzisa umkhuba egameni lebandla mangabe ulazi izwi leNkosi. Bhabhatiswani ngomoya oyingcwele wonisiza ukuhlola abomoya.
Abafundisi obaba obabezala omamezala omama ayi ngiyabonga labobantu besikhalela kubo kodwa manje iningi labo osatan
Kodwa NKOSI amanyala wale magic esuke estratini yangena emasontweni yikho nje lento yamasonto wokufika wamatent angiwa funi lutho abantwana abekho safe .
Kunzima phandlee bantu
Dumisa u jehova usekhaya iyona into e right abafundisi banamuhla ibona abasikhipha Ema sontweni
KONAKELE EZWENI
❤
Izindaba zenu bafwethuzimnandi and azinye ziyakhalisana ningapheli mandla Mzothula Shembe
Winja
Enkonzweni usuke ungayile kumuntu usuke uye kuNkulunkulu uqobo uma ubheka umfundisi nomuntu izoba nenkinga uJesu uyena okulawulayo
Isonto belilisha bt isonto" wakhulela kulona "am little bit confused.
Bathi endlini ginedimoni bagithi yizinja abefundisi bosindiso
👀 potchefstroom
Cel kbuz cc kuthi from the first place umfundisi excel kuthi alale nomunt bese enza lomkhub lo for imali yena wayengaboni yin kuthi umfundisi uwrong
Izinsuku zokugcina
Watching from Soweto. 😂
Syeza lapho basibhalele abantu
Ei ngobimali
Ngathi yinkabi le
Kubi shem
Malini leyo sifebe bazebabe bathathu kodwa uyasonta
These are just works of the devil
Mnxm inamanga lenja
Y umthuka ulalelelani if it's boring you
Awubhedi😂😂😂
Yiqiniso thina kunengi esihlule kukho
Shuthi ngoba umphikisa nawe uyakwenza
Yho I wonder if ingayingane yakho Le okanye udadewethu okulenkinga okhuluma into emdlayo kubekho umntu otsho lento oyitshoyo ungeva kanjn
Watching from Lydenbag
🌄❤️
Ikhathi zokugcina