iNKoMo KaMaMa | Wavele wathola ikhekhe wabaleka ubhuti wabantu | S1-EP1
HTML-код
- Опубликовано: 13 сен 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#Inkomokamama #Umqhoyiso #Podcast #Talkshow
Ngaze ngalithakazelela uhlelo syabonga stufuza umsebenzi wakho muhle kakhulu ume njalo❤❤
Waze wamuhle Stufuza😍❤ syabonga nangolol' uhlelo syaluthanda
Thankx babe ❤❤❤
Syabonga Stufuza azikhokhelwe izintombi bonke abafana abakhokhe asibaceli syabatshela
Ngaze ngamthanda umama akaluvali nhlobo ucingo ufuna ukuzizwa zonke 😅😂😅 uziphathe kahle cc siyakubongela and sikufisela okuhle
Kuzomele akhokhe noma angabaleka uyozibuyela azokhokha uma engakhokhi ngeke zimhambele kahle
I love this tradition,it disciplines the nation.Thank you Stufuza,keep us glued
I hope bendinguzulu Waze wahlonipha lomfana yhooooooh
Im 25 years with triii batwana 😂
Uziphathe kahle cc🎉🎉🎉
Hawu bakithi ukwazile ukuzigcina gal iskhathi esingaka uze ufike Ku 25 Ngeke ngiku jaje mina ukwazile ukuziphatha izingane zilala nabafana zino 16 Kungathi angakhokha lomfana
Nganeyami ulikhulumile iqiniso loba umamawakho eluhlaza umbekezelele ngumzali ngikuthandela iqiniso ❤❤❤❤❤❤❤
Siyabonga Blaqlife ngokuveza ubuhle bamasiko ethu njengabantu abansundu. Siyabonga Stufuza ngohlelo
Siyabonga gal ulimele iqiniso nabanye khona bezofunda uzokhokha umfana uwumakhelwane wami mina ngowase Exopo Ofafa Esiweni❤
Ngaze ngamthanda umama kagirl weeeeebabo!!!!
Ngaze ngayithanda le❤
I really like this tradition iyalungisa i wish wonke umhlobo wenza kanje basile abafana , sibonga show emnandi stufuza❤❤
I'm so proud of you Princess ❤❤❤
Ave muhle Stufuza
Ngiyabonga Mmawami silungisele sikhathele ukudlalwa
Waaaaaal love this culture is very important
it's always disappointing when it comes to viewers their more than K100 but only 400 likes 😢 Thank you Stufuza with the show it's really keeps us growing differently each and everyday 🎉❤
Don't you appreciate that we are watching the show next thing you'll compel us to subscribe mind your business
I think is because if ubukele I utube kutv angazi ukuthi u 👍like kuphi cos Mina ngiyengi ngibukele futhi Ku phone so ngizokwazi uku 👍so I'm sho imbangela yileyo😊
@@johnsonnkosi2141 ungangihlanyeli wena haawu awthuli ngani myngafuni ukhuluma
hayi lizobuya izwe 🤞, educational show and hope bayafunda nabanye ♥.... nice show Ndlangamandla
Askies girl The guys are always like this
I love this mom
Ukube bonke abazali banje ngabe..........
I so wish ukuthi ubuqaqwe yimi bengizokhokhs inkomo kamama plus bengingeke ngikulahle
Yeye Stufuza wazisusa izinkulumo mmmh zizokhala ke laa
Ngeke akukhokhele lomfana ntombazane uyamkhulumela uyisilima uyazi inkomo yomqhoyiso ukthi iyagulisa
Mina at 25 ngase nginezingane ezimbili. Uziphathile kahle ngane yami and ngithanda nesizotha sakho nendlela ohlonipha ngayo. Ngikufisela impilo enhle enempumelelo
Ngingasabi nehlanhla ngitishadele wena....utiphatse kahle sesi
Ukhulile Gal 😮 umama akamukele isimo sakho . Kukhulunywe nemfana akhokhe
Ngicela ungikhaphe ngiyigqoka ijezi🎉🎉
Inamandlake leShow,ngiyayithanda kakhulu.
Thanks to BlaqLife 📺 🤝🤜🤛
Stufuza wethu ❤️❤️❤️❤️🌹
Sesikhona thina bomalitaba bokuqina🎉❤❤❤❤❤❤
Ngijabulela inhlonipho kabhuti, kungcono sisi ubuntombi bakho bathathwa wumuntu onenhlonipho
Well done Stufuza and team. Engathi engalenza iqiniso lobaba. Iksasa elihle kini nonke, engathi ningabuyelana
Wamuhle mhlaba sesihamba❤
Nami Stufuza kumele ngize ngifuna nkomo kamama😅😅 komunye hobo
Great Show... Very Helpful...
Wenza kahle umama viva mbokodo engasiye usmukadwedwe njenalaba baselokshini
Stufuza lokhu angikqondisanga kuwe kodwa ngbona engathi ukudla enikuphekayo kuningi kushoda namabhodwe okukupheka manje senibuye niththe ibhodwe lelayisi nilifake uphuthu,ngibone izolo nje uMamellow esekumabuya emendweni ngapha iznkinga zomndeni siyazthanda,makufanele kuqashwe qashani singalambi ukdla kukhona kushoda amabhodwe,ngiyabonga
Good mama intombi iyaqutshwa
Ukube kuyenzeka beningamthatha kuBlaqlife Usisi uneVoice enhle ngathi ungumsakazi ukhuluma njengoDr Mthembu from ukhozi fm, I love her tone of the voice engasijabulisa emsakazweni or abe presenter❤️🔥💯👌
Izaaaa nazooo 😮😮😮😮
Waze wakhuluma kahle ubhuti
Yhoo I right le show ngithanda I show kakhulu ❤😊🎉Stufutufu well done ngiyanithanda
Big up for the good work Stufuza❤
Watching from Eswatini ❤
❤
From eSwatini with love ❤. Same country same channel
Me too from eSwatini
@@tsatsekiletsabedze3272 eSwatini rocks
Ngaze ngaluthanda uhlelo ,khokha ndoda musukbaleka
Angizwanga kamama unesigqi
Hlisa umoya kwayisholo Kim
YIzanazo stuftuf 😊🌹love you so much
Ngsayofuna eyami nami 😅😅
libala sisi andizi kuzokhokha mina
Siyabonga ngan yam ngokukhuluma abanye bayazibulala
Hhay bandla
Yhoo saze sasihle isiZulu pho, soze aphinde andwebe lo mfana, wayezenza uclever, pho kanti uyabosaba abakhe abazali.Prayimg for you girl.
Abantu abakubonge ukuba nabazali abanje.Mina nje akaze ngibee nabazali ngkhuliswe ugogo kodwa iziyalo ezifana nalezi ngiyafisa ukuthi ukube ngazithola iziyalo eziqine kanje.Ngizizwa ngingcolile futhi ngizenyanya ukuthi ngalala nengane zabantu ngaaphandle kokukhokha kodwa nami ngzolungisa ngyakhuthala manje.
hy stufuza uhlelo lwakho luhamba phambili sisi nqubekala phambili were done
Sithanda wena Stufuzzah 🎉
Mmh wakhuluma kahle Kodwa Bandla umfana!!!
Wanenhlanhla lomfana
Waze wanenhlonipho lobhuti bakith
I salute you my guy... shada lose mfethu.
Kodwa stufuza, uyibizelwe lento❤👌🙏🏾.
Ngyabonga Mzilikazii kaMashobane❤❤❤
I like how you know ithakazelo zonke 😊 Stufuza
Thankx❤❤❤
Uziphathe kahle sisi, Ukube nje ubuntombi bathathwa umuntu onezinhloso ezinhle ngawe.
Ngiyathanda indlela uma ayenze ngayo
Part 2 please
Ukt ubuntombi why ungasenabo... Uyozisholo wena💃💃
Hello enkomen̈i ilove the new show my girls❤❤
Fanele akhokhe umfana please uyazi kubo plz tshela mama nite kubo . Ngeke uthule nje kuphele kanjalo❤❤
Stufuza mamaka Yizanazo cha umhle nkosazana nditi nje make ndiphuhluke namhlanje 🎉🎉🎉🎉 ndiyabulisa andicelinto ntomboh.
Mhle nyani ngumdlezane o fresh andifuni kungatsho❤❤😊
❤❤❤❤❤
❤❤❤❤❤
Sebenzile ntombazana ukuzigcina kubalulekile noba lithathwa ngumuntu omaziyo ke okungenani buzamile cc kaloku umfana uyasoma entimbini kuba naye uyesaba ukunyanzela ngoba phela yingozi leyo.
Stufuza wethu
Good mother 😊💯
Noma nihlukene akakhokhe kufanele
Yiya Mha .❤❤Yiya kuye makakhokhe.
Bathala ikomo ka mama mfowethu
Usiphathile cc ubr ubr yinja usekutholile abekufuna
Awu kodwa Nkosi yami, ibuhlungu lento yokukhohliswa komtwana eziphethe kahle, bese uthola okufunayo kube sekuphelile, bafowethu ngicela sibahloniphe labantwana 💔💔💔
Respectable lady I admire you young ĺady
Syabonga ngaleshow izobafundisa ukuziphatha
Ngafonelwa black life nje ngiyayivala phone 😂😂😂😂😂
Uzoze. Uvale ifon nje maningakhokhi ngan😂😂😂
😂😂😂😂
🤣 🤣 🤣 🤣 🤣
Only woman channel to comment men only listen please 😂🤣😂😅😄
Watching from Uk😊
Kodwa majongo avesingenzikahle bukanje izinto esizenzayo
Hawwu Stufuza Waze wanembeko umfana uyikhulule le ntombazana ebunzimeni ,asikho isidingo sokulwa kulomama ,uzifakile mfana enkingeni waqede wabaleka ,lungisa engekaze azifikele lomama
Aybo stufuza uzungapha manje kwinkomo kamama heeee jehova kabe eyam yasalaphi jereva😂😂
Bese ukhulile dear...Mama uzokwehlisa umoya
Dakiwe sisi, akuyiwe khona kubo kwalowo bhuti kuyolandwa inkomo kamama.
Ngiyakhalela mina engayokhokha ngingayazi yashonaphi
Ngayisho leyonto😅
Ngempela umama akalwe kuze Kube sekugcineni , khona Nathi Bafana sokwazi ukhokhela inkomo kamama , abaningi abasakhokhi ngoba bathanjelwe
Love this shoe
Awuve ndikuthanda Stuffuza Yhizanazoo
Engathi ngabe bekwenziwa kanje wonke umuntu ngabe umhlaba ulungile basile labafana ngoba umuntu Uma esafuna lento ayifunayo wenza ngathi uyabekezela kodwa wayithola uyabaleka makakhokhe impela
Asingeni lapho inkomo ka Mama iyafuneka 😂😂😂😂😂😂
Yiza nazo nenkomo kamama siyayifuna cthandwa 😂😂❤
😢😢
Ngiyamcela losisi stufuza
Watching from uk
Nxese sisi kwaze kwazwela ukuthi uvelelwe yilokhu, kuzodlula sisi, ukwazile ukuziphatha kahle, ukhulile
😂😅 Ziyakhala ngendaba yeSo lika mama
Nje makushade mama