Ngamlanda emakhaya wajike wangidlela indoda | UMFUNANI UMUNTU WAMI??

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 25 ноя 2024

Комментарии • 1,8 тыс.

  • @NosiphoMoloi-b7b
    @NosiphoMoloi-b7b Месяц назад +23

    Mantombazane yekan Kuba amavila emzini wendoda , akadingeki muntu isizayo Uma uhlala nendoda, this is a lesson To be learnt

    • @NtuthukoNdwandwe
      @NtuthukoNdwandwe 7 дней назад

      Ey amadoda noma ngabe ukhuthele kanjan if indoda yakho ithanda izifebe ngeke uyenze lutho more especially if wena Mfaz uthwale ukukholwa so ngeke ulunge coz intombazane ayfiki endoden eshadile without umuth so one day uNkulunkulu uyoskhumbula😢😢😢

  • @zamokuhlekhumalo9075
    @zamokuhlekhumalo9075 7 дней назад +10

    I learnt the hard way ukuthi inhliziyo enhle ayimsizi ngalutho umnikazi and that we should let ppl be. Ohluphekayo makahlupheke,indaba yokuqoqa zonke lezinkedama uzisize zikujikele. I'm livid!

    • @nonzalisekoyenge9978
      @nonzalisekoyenge9978 5 дней назад

      Ngaze ngashaqeka angisacabangi ukusiza sengiyasaba bandla😭😭

  • @LondekaDlamini-o9k
    @LondekaDlamini-o9k Месяц назад +76

    Lengane ayikho ryt upstairs ngeke akekho umuntu ophilayo ongenza kanje😢

    • @PhilileMapumulo
      @PhilileMapumulo Месяц назад +3

      Nami ngibona kanjalo

    • @NondumisoMtetwa
      @NondumisoMtetwa Месяц назад +2

      Ingane ayihlonipho nhlobo and iyamdelela locc,,, iyaphila nje kahle ekhenda

    • @nonameupfill1568
      @nonameupfill1568 Месяц назад

      Yaze yangidina ingane weShembe😢😢😢😢😢

    • @ntombimlaba
      @ntombimlaba Месяц назад

      Isile, ideleliswa indoda, sengathiangabafunela owasemampondweni ukuze bagcine bobabili. IZINJA!

    • @BusiswaMnengi
      @BusiswaMnengi Месяц назад

      Ndiqaphela lokho nam le ngane ayikho right yhoo kwayilo bhuti naye akaphilanga kahle 😮

  • @gabieportia6995
    @gabieportia6995 Месяц назад +10

    Nxaaa..yangnyanyisa nayi ntombazane ..ngyifisela okubi empilweni yabhidliza umuzi😢

  • @nonozancube8363
    @nonozancube8363 Месяц назад +337

    Guyz, if u man be a really man pliz, don't allow people to disrespect your wife like this, uyidlisile team yabobaba ndoda, u giv this girl too much power, kubalulekile ukuhlonipha abantu bethu

    • @NtombimpelaVilakazi
      @NtombimpelaVilakazi Месяц назад +28

      Lo girl udinga ukunikwa isfundo nje kuphela nje kahle nje 🤞🏼

    • @NolundiNyangule
      @NolundiNyangule Месяц назад +5

      Thank you Bhuti..

    • @NtombizodwaNkomo-gg2vn
      @NtombizodwaNkomo-gg2vn Месяц назад +16

      UGirl lo ufuna ukuloywa avuze kuphela ngiyamhawukela uyazi

    • @GauweMashiloane
      @GauweMashiloane Месяц назад +5

      I LIKE you COMMENT ❤❤❤❤❤

    • @NolufefeLambata
      @NolufefeLambata Месяц назад +16

      Angeke aphumelele yhazi u gal akahloniphi kodwa wonile kakhulu hayi kancane🤔ndiyakwenyanya gal ndingakwazi

  • @ThembiMbala
    @ThembiMbala 7 дней назад +9

    UNkulunkulu emuhle njalo uyabathwala abakhe🙏❤🙏

  • @phumlamazibuko3003
    @phumlamazibuko3003 Месяц назад +205

    Uma usakhokhela DSTV yooo ngabe unemali yokudlala😂😂😂Kumnandi ku RUclips Blaqlife kuningi esikufundayo🎉🎉🎉❤

    • @IfixClinix
      @IfixClinix Месяц назад +7

      Kwaze kwabuhlungu ku cc ozoshada yeka leyandoda uyozisebenzela uzihlalele emzini wakho ufarm girl usile xem ntombambazana musa ukudelela usemcane nawe bazokudelela kukude ngaphambili wentombi encane

    • @SlindileGumede-i8s
      @SlindileGumede-i8s Месяц назад +3

      Yaze yeyisa intombazane😅😅😅

    • @FikileGebashe
      @FikileGebashe Месяц назад +2

      Yeyi ziyabuya kumnandi 🎉🎉🎉

    • @KatarinaCumbane
      @KatarinaCumbane Месяц назад +4

      you tube number one really

    • @SolomziKwandile
      @SolomziKwandile Месяц назад +2

      @@phumlamazibuko3003
      Impela Uqinisile Yaz Lapho Ziyakhala Ziyalila Looooooool 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @sindymaqhashu148
    @sindymaqhashu148 7 дней назад +4

    This is my story to the tee ,it happened to me 2014,but sasingashadile nobaba wengane yam,yaphela nya irelationship yam

  • @SolomziKwandile
    @SolomziKwandile Месяц назад +66

    Yoooh Lengane Iyadelela Xem Yaz And Yenziwe Indoda Ukuthi Ibe Kanjena 😢😢😢😢😢😢
    Stufuza Dlangamandla Please Part2 Cc Silindile Can't Wait Kwaze Kwanzima Umshado December Awusekho?😮😮😮😮😮😮

    • @NonsikeleloAsemahle
      @NonsikeleloAsemahle Месяц назад +1

      Ngaze ngayhalela ngesxiwawa yaz

    • @SolomziKwandile
      @SolomziKwandile Месяц назад +3

      @@NonsikeleloAsemahle 😂😂😂😂😩😩😩

    • @SithabisileMngadi-vv8rb
      @SithabisileMngadi-vv8rb Месяц назад +1

      Yaze yeyisa ingane and inepride yento eyenzayo cc makukuthi ithandana nendoda yakho hay ngyakuzwela angaz kwaba yin labantu abashed bethathe amadoda abantu bayeyisa nqyo lendoda ikujwayeza nentombazane enisizayo pho ngakungcono nokuthi yaphuma ngaphandle

    • @GerryNene
      @GerryNene Месяц назад +1

      Iqiniso lelo

    • @khuselwanancynomphahliswa3269
      @khuselwanancynomphahliswa3269 Месяц назад +1

      😭😭😭 part 2

  • @PriscaNdlovu-gz8ow
    @PriscaNdlovu-gz8ow Месяц назад +4

    Ngeke uwuhlale lomuzi sisi kharma will come for you 😢😢😢

  • @KennedyMbuyeni
    @KennedyMbuyeni Месяц назад +98

    Ningaqonywa bafowethu kdwa ukuvumela intombi delele umkakho hhayi ngeke....nalento yokukhuluma kambi ngomkakho entombini nalokho kuyenza intombi ingamhloniphi 😢

    • @taddiedlamini315
      @taddiedlamini315 Месяц назад +7

      kubukeka kunjalo lengane isisebenzisa amazwi ewatshenwayo but makusekusha kuba nje nayo khona esazomkhipha akhale njengoba ekhalisu cc engashisa okwanje kodwa maselijwayelwe ibhodwe uzokbona akwenze komuny😢 ngithanda ngoba okwenze komunye kuhamba kubuye usungasalindele😊

    • @PhumeleleSibiya-b2z
      @PhumeleleSibiya-b2z Месяц назад +5

      Badinga induku laba masibathatha basuke bezosiza manje sebegezekile bedelele😢

    • @NokuthulaEthel
      @NokuthulaEthel Месяц назад

      Hayi bo ntomba,ane yini yehla kulelo hashi isihlahla Sinyelwa​@@taddiedlamini315

    • @SboahMhlongo
      @SboahMhlongo Месяц назад +3

      Lengane ikhwezwe ilendoda ekhanda lika lososo

    • @KennedyMbuyeni
      @KennedyMbuyeni Месяц назад +5

      @@SboahMhlongo vele uyabona indoda uma isadidwe isbumbu esisha ibanjena lengane yazikanjani ukuthi ucc uyabanda yatshelwa yiyo lendoda

  • @sindisiwemahlonie6127
    @sindisiwemahlonie6127 Месяц назад +5

    Iyagula lengane okusalayo swiping swiping ngipheth macard. Xosha lengane uyibuyisel emakhaya. Ngudoti lengane. Body guard suka umama ashaye leli Kati Nami ngaze ngacasuka ngayishaya lengane mangahlangan nayo

  • @duduzilemsane
    @duduzilemsane Месяц назад +39

    Yhoo I'm defeated,feel sad ngendlela u cc omncane eyisa ngakhona😭😭😭

  • @NoluthandoFrance-k4j
    @NoluthandoFrance-k4j 16 дней назад +7

    Yes syacela part 2 plz

  • @SBMlambo
    @SBMlambo Месяц назад +50

    I'm going to pause my DSTV namuhla ngeke ziyabuya lana

  • @BrutosMoyo-gr8gh
    @BrutosMoyo-gr8gh Месяц назад +17

    This farm julia is "Wrong turn" vampire straight

  • @mbalimbally208
    @mbalimbally208 Месяц назад +70

    Ugal unenkinga shem n ibuhlungu into ayenzayo kulosisi amsiza kangaka!!! 😢😢😢

  • @ThembisileMkhwane
    @ThembisileMkhwane 19 дней назад +3

    Yooooo siyawucela u part 2 stufuza gal.Yoooop yabhidlika imizi yezingane zethu.Stufuza ngan yami nungalinge ufune u aunty emzini wakho,zibambele mntanami,plz ngisize mntanam.kwaze kwanzima lezingane ziyawthanda amadoda abantu,ngenelela Jesu emshadweni yabantwana bethu,hmmmmm.

  • @MlungiMkhonza
    @MlungiMkhonza Месяц назад +70

    Hha wakhona lontombazane.incolile bo😢😢 ai hha guys let's respect abafazi bethu

    • @ThumekaShudula
      @ThumekaShudula 10 дней назад

      Lentombi ayina dankie ayizithandi kwayona

  • @nondumisondaba9904
    @nondumisondaba9904 Месяц назад +4

    Waze wamuhle Stufuza. Ngicela ungiyalele umthungi wephinifa lakho ♥️♥️♥️

  • @livhuwanimatambele
    @livhuwanimatambele Месяц назад +88

    This is painful guys 😭😭

    • @nkuleshozi727
      @nkuleshozi727 Месяц назад +2

      Waze wakuhlaza ucc owafika ezosiza.kodwa amadoda

    • @BuyiMchunu
      @BuyiMchunu Месяц назад +1

      😢😢😢nami ngiyaphoxeka ilento engibonayo😢

    • @ameliamsomi1868
      @ameliamsomi1868 Месяц назад

      🤞

  • @SantaJex-pc8tc
    @SantaJex-pc8tc 24 дня назад +1

    Y'all forgot to give her phone 😢 I hope she remembered. Umuntu inyoka shame a lesson akukho muntu , mngani , family or noma obani okfanele asondele endodeni yomunye umuntu, yekani ukufaka abantu emzini yenu, asifundi yini kanti 😮😮. Soo much in LOVE with stufuza keep it up beautiful... 😊😊😊😊

  • @nomondeganta3021
    @nomondeganta3021 Месяц назад +101

    I swear, some people can make you a witch ungamelanga 🤞

    • @nqobilengcobo-o6x
      @nqobilengcobo-o6x Месяц назад +1

      Impela ungagcina sewuloya bese kuthiwa abafazi banonya uma engamitha logel ngane yakhe ayisobe yangena emzin walomfaz

    • @ZaneleKhumalo-j7j
      @ZaneleKhumalo-j7j Месяц назад +3

      Angiyaz impela lentombazane but Uma ngathola locc ngingamuph umuthi imsebenzel okwangempel ke manje...ngaze ngakhubek nkocyam 😢😢😢

    • @nondumisosigwamba7782
      @nondumisosigwamba7782 Месяц назад

      Ndakxelala yhuuu yandicaphukisa ke le

    • @ZamaCele-mz8rz
      @ZamaCele-mz8rz Месяц назад +5

      That y ngingafuni sisebenzi kwami and thank God my husband naye akasafuni uvele athi unomfazi yena akafune sisebenzi n uyanglekelela xem ngama House choirs. Lengane iyadelela ngempela

    • @enhlendaleka
      @enhlendaleka 19 дней назад +2

      ​@@ZamaCele-mz8rzngyakbongela ZamaNdosi bancane abantu beslisa abakwaz kubambsana nomkakhe ngama house chores 👏👏👏

  • @raythobela3643
    @raythobela3643 Месяц назад +1

    Yaaaaa kunzima yaz, kadeleli uyanya u farm Julia, l wonder kwandoda yakhona izimisele ukushada umuntu okanje

  • @jehovahjireh566
    @jehovahjireh566 Месяц назад +16

    Lord have mercy bakithi. Why amadoda enjena nkosiyam. Sis phuma kumlisa ngoba lakuleso sithembo uzokhwela azehlele lakuwe. Batshiye sis kuzobabuhlungu kodwa kuzodlula

    • @SmTenza-u4q
      @SmTenza-u4q Месяц назад +1

      Yoh amadoda bakwethu

    • @dudumwelase6636
      @dudumwelase6636 6 дней назад

      Ngempela akaphume njenge 27:44 svalo se champagne 🤞🤞🤞🤞

  • @yonelangwevu5707
    @yonelangwevu5707 День назад +1

    Kuyaye kthiwe iintandane zisile bengithi kudlalwa ngazo hay cha lê yedlulele😮

  • @MasibuleleMbhokwana
    @MasibuleleMbhokwana Месяц назад +99

    Waze wonyanyisa nanku umntana rhaaaa

    • @GerryNene
      @GerryNene Месяц назад

      Ngyanyanya straight!!!

  • @NkululekoMokoena-r3b
    @NkululekoMokoena-r3b Месяц назад +2

    Nawe sisi ayiqashwa ingane encane ngoba zinithathela amadoda nxese Koda🙏🙏

  • @EricZondo-wo9of
    @EricZondo-wo9of Месяц назад +78

    Xosha lenja yesfebe cc nalendoda phuma kuyo ayisile

  • @zamabomvuzondi1726
    @zamabomvuzondi1726 10 дней назад +1

    This is crazy basahlala ndawonye same house

  • @Thelma-t7n
    @Thelma-t7n Месяц назад +44

    Love them all but trust no one

  • @mr.thabisomkhonta5836
    @mr.thabisomkhonta5836 Месяц назад +1

    Next, uyasuka lomama uyakwamhlaba uyalingana, sekuthiwa what what! People dont just go there...... there is a reson for everything.

  • @rosmankhanye7696
    @rosmankhanye7696 Месяц назад +35

    I do not think life will be sympathetic to this girl, things will not work out favourable to her at all She has just screed her life. She was given a chance but she has just thrown it away, She definitely will be back to where she was. as for the lady I do not see her losing as long as she will remain humanly humble

    • @nenakabasa9311
      @nenakabasa9311 Месяц назад +3

      Imagine this woman she took her as her child and was ready to send her to the university. She destroyed her life

  • @lindanimagwaza9478
    @lindanimagwaza9478 27 дней назад +1

    Udinga ukuhlanyiswa lo girl 🤞.

  • @Nomalizo-tl8ey
    @Nomalizo-tl8ey Месяц назад +62

    Waze waba yisilima we ntombazana yase makhaya ngempenti elixegayo ingabu zophelela kuphi

  • @NosiphoPhilile-k7e
    @NosiphoPhilile-k7e Месяц назад +2

    Lentombazane is for the street ncese mam

  • @NandiphaNgamlana
    @NandiphaNgamlana Месяц назад +83

    Stufuza❤ siyamcela u part2 .ziyakhala manje

  • @nozibelemay3244
    @nozibelemay3244 Месяц назад +2

    Uyinja mntwana omncane Baku korobhile uyeyisa buyela emakhaya uyothwala Amanzi nge bhakede

  • @PortiaMaphanga-r1r
    @PortiaMaphanga-r1r Месяц назад +37

    Xosha lenja uqashe umama ophilile kahle akusebenzele

    • @WendySabela
      @WendySabela Месяц назад +2

      Hai bakhohlakele bonke abantu abasizayo funakala uzibambele kwakho

    • @zandilebohale5481
      @zandilebohale5481 Месяц назад

      ​@@WendySabelavesi usuke umlethela ukuthi bajole wena ungashiya ikati noshizi endlini ulindeleni emzini wakho uyazenzela shame.😊

    • @dudumwelase6636
      @dudumwelase6636 6 дней назад

      ​@@zandilebohale5481🤞🤞🤞🤞

    • @dudumwelase6636
      @dudumwelase6636 6 дней назад

      ​@@WendySabelaBiggest mistake eyenziwa yithi bantu besfazane

  • @timmanana8685
    @timmanana8685 24 дня назад +1

    Noma-ke usubheda siyoyoyo ndini sendoda, kuyihlazo ukudelelisa unkosikazi wakho ngonondindwa!!! Isiphoxo sendoda lesi!

  • @NomawisileMthembu
    @NomawisileMthembu Месяц назад +9

    Koda Jesu lengane yaze yangenyanyisa,muyeke cc ungamshayi ukhona ozokushayela yena,awuu umuntu umsize qede akwenzenje

  • @KaMdolomba
    @KaMdolomba Месяц назад +1

    Yazi abantu besifazane abahloniphani bebodwa😢😢😢😢
    Phephisa dadewethu 😢😢lapho ubukeka unenhliziyo enhle kodwa inhliziyo enhle ihlezi imuzwisa ubuhlungu umnini wayo😢😢

  • @catherinemazibuko1652
    @catherinemazibuko1652 Месяц назад +21

    Akadeleli ufarm julia nokungafundi.Udelela ushishiliza ngendunu usadinga ukushaywa avalwe lomlomo okhuluma kakhulu
    .

    • @NoziphoMbulwana-fj4bd
      @NoziphoMbulwana-fj4bd Месяц назад +1

      Ngiyamfisa Nami waze yeyisa ingane kanti amadoda afunani😢

    • @zandilebohale5481
      @zandilebohale5481 Месяц назад +1

      😂😂😂😂😂😂😂umuntu yahlonipha Uma esafika futhi wazi walala nendoda yakho kuphelile isilima kuba uwena.

  • @mavisntlabathi2332
    @mavisntlabathi2332 Месяц назад +4

    Yhoo ndiyamrhalela lomntwana .Nalendoda isezodelelwa ngulomtwana ongenasimilo .

  • @nonhlanhlakheswa8932
    @nonhlanhlakheswa8932 Месяц назад +23

    Xosha lododi endlinyakho uyadelela🎉

  • @SphumeSphume-ju5ww
    @SphumeSphume-ju5ww 19 дней назад +2

    Mmmmm ngingaynqum lentombazan! Ngayishayis nangemot! Ngingayshis aybbbbo, kwandod ley nginqum namasend🙌🙌🙌😭😭

    • @NomapheloNgubo
      @NomapheloNgubo 9 дней назад

      Once and for all kuphele nya ngabo ,futhi nje amadoda ayasidelelisa yerr

    • @PhindileDlamini-w4r
      @PhindileDlamini-w4r 8 дней назад

      Bengizomkhipha uqhoqhoqho ebhekile lona

  • @Miss_Sir2
    @Miss_Sir2 Месяц назад +5

    Mamela ke sisi... Ekudelela kanje nje lo sisi is because of umyeni wakho my dear. Youll spend the rest of your life fighting amantombi amancinci... Isdima sakho sisi

    • @dudumwelase6636
      @dudumwelase6636 6 дней назад

      Vele yilosathane wendoda okhweze lonondashaza phezu kwekhanda lika cc

  • @MinenhleMaphumulo-pz4oj
    @MinenhleMaphumulo-pz4oj 4 дня назад

    Awuh kodwa waze wahlukumezeka cc ngiphuma kubo lobuhlung😭💔Nkulunkulu uzoyidlala indima yakhe 🙏ngithanda ngoba uzithobile

  • @Arick-pj6lp
    @Arick-pj6lp Месяц назад +33

    Lengani iyadelels😮

  • @liziweliddz-vo5vc
    @liziweliddz-vo5vc 15 дней назад +1

    Yuuuuuuuu yadelela lelidikazi lengane nginyanye

  • @sizakelemakhaye8503
    @sizakelemakhaye8503 Месяц назад +12

    Yaze yeyisa lengane mmm ayihambe izokudlisa kwakho

  • @NoziphoThwala-dv7py
    @NoziphoThwala-dv7py 12 дней назад +2

    sicela nibokhuza muntu odelelà lomunye ,ngoba ngathi niyathula

  • @LondekaDlamini-o9k
    @LondekaDlamini-o9k Месяц назад +27

    Cha lengane ungrateful waze wamuhlukumeza usis wabantu eyy ukusiza umuntu😢😢

    • @KennethIkeneme
      @KennethIkeneme Месяц назад

      Ukusiza umuntu kuyahluph shm over yoo

  • @PhumzileNyandeni-cp4en
    @PhumzileNyandeni-cp4en 8 дней назад +1

    Ngendlela engithanda ngakuona ukuthula nokuzihlonipha ngingamane ngicela ushwele endodeni sihlukane ngokuthula ngisale kwami nemoto yami ngiqhubeke nempilo

  • @ntombikayisemarthamyeni4170
    @ntombikayisemarthamyeni4170 Месяц назад +34

    Waze wawudodi farm julia slima skiki sokuchamela amadoda

  • @zanethembapamani6417
    @zanethembapamani6417 6 дней назад

    Sis Stufuza long we are waiting for part 2's, thanks for the show sisi.

  • @nobahledlamini1583
    @nobahledlamini1583 Месяц назад +32

    Uyeyisa nangu nondindwa😮

    • @percivalmakhoba9971
      @percivalmakhoba9971 Месяц назад +2

      iyeyisa lento engathi nalendoda ingamshiya ukuze azobona ukuthi akubongwa kanje🤨

  • @ZaneleNgubeni-v8g
    @ZaneleNgubeni-v8g Месяц назад +1

    Ay ay ay ngeke 😮lomtwana uyagula sicela u part 2 mayize nale ndoda😢

  • @BusiSylvia
    @BusiSylvia Месяц назад +17

    Yhoo isile lenjakazi yomntana

  • @VuyoNdlangamandla
    @VuyoNdlangamandla Месяц назад +2

    Siyacela stufuza ama security abengu 2 pls pls

  • @sibongilenene1950
    @sibongilenene1950 Месяц назад +7

    Yaze yabuhlungu inhlungu eyenziwa abesilisa lento iwubunjanja 😢😢😢😢

  • @samanthahmzondi3835
    @samanthahmzondi3835 26 дней назад +1

    Ngaze ngasola laa Aunty owakhulumela ingane lee ukuthi ithathwe lee Ngane bayisize , ngicabanga ukuthi this s a plot ........awuuuuu wee 😭 MISSION ACCOMPLISHED 💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔 YAZE YAKHOHLAKALA INGANE 😭😭😭😭😭😭 not to say indoda ayikho cruel yona but ingane lee ayitshengisi nhlobo ukuzisola 😭😭😭😭😭😭

  • @ZandileMakhosi-mb3sw
    @ZandileMakhosi-mb3sw Месяц назад +7

    Yooo yaz yabuhlungu into eyehlele locc,aw kodwà lamadoda 😢

  • @NompilisoMthembu-e8e
    @NompilisoMthembu-e8e Месяц назад +5

    UyiSpoki somkhovu ntombi ngathi ungangalungelwa ilutho empilweni yhooooo ai nani Madoda 😢😢😢

  • @FikileKhumalo-e9e
    @FikileKhumalo-e9e Месяц назад +52

    Umsize umuntu ehluphekile bese ezokbiza ngamagama😢

    • @KennethIkeneme
      @KennethIkeneme Месяц назад +1

      ​@@muchmuleya9651 yh eshiii umuntu umzwela umthathe ekhay ehawula yena sekuthathel indoda

    • @matshidisobuda4881
      @matshidisobuda4881 Месяц назад +1

      Awuve uyisicefe cc naleho ndoda izokushiya shem

    • @matshidisobuda4881
      @matshidisobuda4881 Месяц назад

      Nd y we sisters we doing this to other women this is a disgrace I give up

    • @siwinilekhumalo5520
      @siwinilekhumalo5520 Месяц назад +2

      ​@@SenziManziuvinjwa ubhudi nkosiyami yaz ngifisa nga uyamyeka ambambe kancane Nkosiyami

    • @taddiedlamini315
      @taddiedlamini315 Месяц назад

      manje ngoba ubhidlisa umuzi kacc obekunceda ucinga ukut khona oyokukuzuze ngaphandle kwalawo makhadi 😢😢😢😢😢😢ngoba sekwaziwa cc khohlwa suzobudomedi😏

  • @ThembelihleMemela-b7d
    @ThembelihleMemela-b7d Месяц назад

    Mmh kwanzima ugirl lo ngaty wayethunyiwe ngendlela anokuzethemba ngayo.bagxoshe bobabili endlini cc.uzilungelo nomama bakithi

  • @SilindileMathosi
    @SilindileMathosi Месяц назад +11

    Ay akhona amanye amantombazane yaz nje lesisisenzi bekumele sizehlise sixolise ngempela I pride ngeke imenzele lutho

    • @taddiedlamini315
      @taddiedlamini315 Месяц назад +1

      ngeke azehlise indoda eyamnika igunya 😢😢😢

  • @NomathembaNdaba-v6e
    @NomathembaNdaba-v6e 9 дней назад +1

    If lendoda nayo iyasihlonipha isthunzi sayo ngicabanga ukuthi naye uyazibonela inkinga azifake kuyona ngoba ngelinye ilanga uyobe ethuka yena phambi kwabantu. Isidlamlilo phela lesi😮 😮😮😮😮😮

  • @lefangwenya3150
    @lefangwenya3150 Месяц назад +13

    Yooooooh locc akasile khanda uyiskiki uchomela main

    • @DumileMaseko
      @DumileMaseko Месяц назад +1

      Iyo lengani ayiwazi umhlaba

  • @balungilentaka
    @balungilentaka Месяц назад +1

    Angeke ushiye ikati nobisi bakith, kungcono kube Umama omdala ozosiza ekhaya😢

  • @KhethiweMzinyane
    @KhethiweMzinyane Месяц назад +11

    Yaze yadelela ingane ngeke iphelele ndawo Yaz

    • @NolundiNyangule
      @NolundiNyangule Месяц назад

      Ngeke iphelele ndawo tu. Uyadelela uGirl.

  • @SIBUSISIWEMAKHILOYI
    @SIBUSISIWEMAKHILOYI Месяц назад +9

    Faka protection order kulo nondindwa cc angalbhadi nje kwakho

    • @SBMlambo
      @SBMlambo Месяц назад

      Kuzomsiza ngempela cha ngiphoxekile lentombazane iluhlaza yoh ayt omunye kwathiwa azilime ziye etsheni

    • @siphiweprudence1272
      @siphiweprudence1272 Месяц назад

      Nami ngaze ngabuhlungu isimilo enganeni asikho sidalo​@@SBMlambo

  • @bongiwesithole9376
    @bongiwesithole9376 Месяц назад +2

    Hayini siphi apha bethuna zange ndakhathazeka kangaka kanti kunjani ukunceda intandani.Sicelu part 2 stufuza

  • @sandilenxumalo5161
    @sandilenxumalo5161 Месяц назад +18

    the guard was working overtime🤣🤣

  • @BhekuyiseTembe
    @BhekuyiseTembe Месяц назад +8

    Cha nendoda yakho ayikuhloniphi shame ulala kanjani nomuntu emzini wakho embhedeni wenu noma ngabe uyakwenza akwenzayo abaphumi ngani

    • @THULEDuma-z9k
      @THULEDuma-z9k Месяц назад

      Awu cc sorry dear ubuhle bakho abungapheliswa usidwedwe sendoda onayo, usazoyithola eyakho indoda akuyona indoda lena mxoshe uzokubulala

  • @SindisiweNdumo
    @SindisiweNdumo Месяц назад +1

    Yadelela intombazane ithatha indoda iyadelela nx❤

  • @SeluSiwe
    @SeluSiwe Месяц назад +7

    Waze waluhlaza ufarm Julia

  • @phakathikwezinjarsa1436
    @phakathikwezinjarsa1436 Месяц назад

    Koda Ngaze Ngaphoxeka Lengane Incane Incane Kangaka Bakithi 😭😭 Izanywa Ngempilo Iyasangana Yona Akusiyo Eyakwa Ndlela Lento

  • @dollyshozi1898
    @dollyshozi1898 Месяц назад +4

    Mmm yaze yaluhlaza into.bazane yazi nje ngajuluka kwaluma Yonke indawo

  • @fundiswamendu1307
    @fundiswamendu1307 23 дня назад +1

    Eshee weee Stufuza awesabi kushaywa ,ubungathatha umntwana omncane azosiza kwakho . Uyadelela ngku farm gal ,yhoo ayaxabanisa amadoda bawo yhoo 😏

  • @NomvulaNene-x2k
    @NomvulaNene-x2k Месяц назад +5

    Haibor lengane😮

  • @ReginaLetlhabi-yf1zj
    @ReginaLetlhabi-yf1zj Месяц назад

    yoooo ngathula lapho ngifuna umuntu Next year ozohlala nomndeni wami nabantwa zobabona ngama weekend cz sebenzela kude manje uyasokola ngabantwana

  • @babalwasiko680
    @babalwasiko680 Месяц назад +4

    Sicela ubrother Enigma azosi tshela ukuthi uJesu athini ngalesi simo esibucayi kanjena.

  • @NonsikeleloMantengu
    @NonsikeleloMantengu 22 дня назад

    😢😢😢mmmm umuntu ongangomah wakhe kodwa 😭😭😭😭yooh kwenzakalani kanti ezweni

  • @PrudencePhindile-f3m
    @PrudencePhindile-f3m Месяц назад +23

    that maid she's very disrespectful she needs to be taught a hard lesson 👎🫣😭

  • @Mologadi-z4m
    @Mologadi-z4m Месяц назад +5

    Guys I'm speechless same thing happened to me ma Africa this is true but big sister will pray for you chill God is the only answer get out basiye sesi your so beautiful will get someone to love you dear

  • @MmapiElizabeth
    @MmapiElizabeth Месяц назад +9

    This is so painful seriously uthathe umuntu emakhaya abuye aku 5hathele indoda that why I don't prefer to have a maid they always destroy imizi yA bantu😮😮

  • @buhlekaakhobuhlekaakho3869
    @buhlekaakhobuhlekaakho3869 20 дней назад

    Syawucela part 2 umuntu umsiza ajike abe yizitha sakho ngaze ngasinyanya lesfebe

  • @xeylamathusse469
    @xeylamathusse469 Месяц назад +6

    Pls pt. 2

  • @MrsMadlala_GodsChild.
    @MrsMadlala_GodsChild. 6 дней назад

    Mmmmmm bakhohlakele abantu emnyango. Kwaze kwabuhlungu shame uJehova angisize kungabi khona ingane yami engenza usathane onje kubantu

  • @princessbuhlegregory5479
    @princessbuhlegregory5479 Месяц назад +14

    Eiy stufuh yaz ngilokhu ngiphinda ngibuka 😂😂😂ai zyaphenduka kulomhlaba
    Phephisa mamah ungavumi kudlala lengane aibo u gel yehhhheni akabambeki😮 ai

  • @ThembisileSibiya-c4q
    @ThembisileSibiya-c4q 28 дней назад

    Ngaze ngadinwa wema ey cc wam lungisa lenjale ngeke Masibiya yeyi

  • @NondumisoMtetwa
    @NondumisoMtetwa Месяц назад +5

    Mina nkosyami ngke nje ngilokhu ngixabane nomuntu ngishiya phansi ndoda bandla 😂😂😂😂

  • @SboneloGadizwer
    @SboneloGadizwer Месяц назад

    Kodwa 😢😢bafwe2 it painfully ingane encane kanjena

  • @dollyelly9361
    @dollyelly9361 Месяц назад +6

    Niziqashelani izingane bekhona o mama

    • @ntombikayisemarthamyeni4170
      @ntombikayisemarthamyeni4170 Месяц назад

      Hawu dadewethu uma usiza usuke ungenayo injongo embi nedi udodi yilo ongenanhlonipho

    • @sindisiwemahlonie6127
      @sindisiwemahlonie6127 Месяц назад +1

      ​@@ntombikayisemarthamyeni4170 iskhath samanje sibi cc nomama sebeyalala nabafana abancane. So akasekho othembekile. Isihlobo, owakwenu kuyafana izwe libi

  • @NosiphoNzima
    @NosiphoNzima Месяц назад

    Yooooh kwaze kwababuhlungu yazi 😢😢😢😢😢kulomama lengane ayihloniphi shem

  • @Sebenzile-e4o
    @Sebenzile-e4o Месяц назад +18

    I know this pain ngakhishwa u cc wam zalwa naye so kunzim guys

    • @percivalmakhoba9971
      @percivalmakhoba9971 Месяц назад +2

      ncese but ukungazihloniphi nje if wenza kanje coz one day nawe uyokhishwa ngalendlela omunye iyona yinto abangayichabangi

    • @thandothabethe3465
      @thandothabethe3465 Месяц назад

      Oh Nkosi yami phephisa ❤

    • @GcinileMvelase
      @GcinileMvelase Месяц назад

      wakwenu esiswini?

    • @Sebenzile-e4o
      @Sebenzile-e4o Месяц назад

      @@GcinileMvelase yb cc wakwethu kumama esiswini

    • @ThandazileGoodness-xm4bl
      @ThandazileGoodness-xm4bl 12 дней назад

      Aweeeeeeeema nibhekana kanjani cc 😢😢😢😢niyafonelana nj 😢😢😢​@@Sebenzile-e4o

  • @MtimkuluDywili-d4p
    @MtimkuluDywili-d4p Месяц назад +15

    I'm not married but le grootman iyamnyela umfazi wayo😢.

    • @MulaloCaswell
      @MulaloCaswell 11 дней назад +1

      Even umfazi she is wrong you cant hire a beautiful lady like this one

    • @ThumekaShudula
      @ThumekaShudula 10 дней назад

      Nangk 😢

  • @NomluhGumbi
    @NomluhGumbi Месяц назад +5

    Mmmm umuntu akasizwa bandla wabonga kabi ntombazane😢

    • @NtokozoKunene-k9e
      @NtokozoKunene-k9e Месяц назад

      Mmmm ayyy ngiyabesaba o aunt angifuni aunt la kwam

  • @HappsMthethwa
    @HappsMthethwa Месяц назад

    Cc Stufuza wahle bakithi uyafaneleka makoti❤