Mshumayeli Ngiba Sandanezwe Temple 27April2024

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 15 май 2024
  • #Ebuhleni Dlomo"s"video

Комментарии • 1

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 2 месяца назад +1

    Indaba kanKulunkulu inzima kakhulu kunalendlela ebengiyicabanga. Imnandi kodwa!! Hhayi kumnandi ukuba liNazaretha. Ngineminyaka emibili qha ngazinikela. Ngangihleli iminyaka eminingi osindisweni. Inzima kodwa ilula uma ucela izindlebe namehlo asezulwini.Ngifisa ukuhlala endlini kaJehova kuze kuphele izinsuku zokuphila kwami. Ngicela Shembe ungiphe isibindi ngiyoyenza lenkonzo yasehhotela ngaloJuly. Ngingaswenki. Akusiyo inkonzo yokuswenka lena eyokukhonzela okhokho ababhajwe osizini.Ngiwumuntu ozwela kakhulu masinyane iphunga.Ngayidakhela ngoDecember ofile ngiqeda kubhajadiswa ngawo uDecember ngangiqala ngqa ukuya eBuhleni. Mhlambe nabazali bami ababeshade umshado omhlophe qwa balahlwa lapha ngenxa yokuphula ubuntombi bami.Ngakha u5 bedroom ekhaya ngo2010. Akusaqhubekeki nhlobo.Isiyavuza. Nerondo elilodwa liyavuza. Akukho ngomozokhothama. Akukhondlu yezintombi. Akukhondlu yezinsizwa. Ngalahlekelwa izimoto ezimbili . Kwaphela umsebenzi ofulltime. Ngibambe owezintathu kwaFilm industry ngenyang.Kwesinye isikhathi kuthuleke cwe inyanga yonke. Kade ngithandaza ngicela ukuthi kebangisayinise icontract bangibhadale ngeviki bese ngakha umuzi wokhokho ovaliwe njengoba ngisebenza emazweni nje.