Geh Ngcobo ukhala ngamaphoyisa amoshe umcimbi kabuhlungu isidingo singekho

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 19 ноя 2024

Комментарии • 72

  • @Phakamanim
    @Phakamanim  Месяц назад +2

    Please don't forget to subscribe on Bhanyazile Studio

  • @ZWIDEMEDIA
    @ZWIDEMEDIA Месяц назад +6

    Siyabonga Mapholoba finally seniyakwaz kunika zonke Izintatheli ithuba

  • @SifisowelcomeFakude
    @SifisowelcomeFakude Месяц назад +1

    Cha weGeh mfoka Ngcobo uyinnsizwa lomile ulimi lwakho isandla sedlula ikhanda Pholoba uqhubeke njalo nje nendlela oziphathangayo ihloniphekile

  • @zothahneliswa1686
    @zothahneliswa1686 Месяц назад +2

    Kodwa Geh uyinkunzi maarn yaz uvele ubuyele eceleni bethi bakushayisa ngemoto..... Amaphoyisa one umcimbi finish

  • @emmanuelmuthwa2108
    @emmanuelmuthwa2108 Месяц назад +1

    Cha waychaza mfoka Fuze bengixakeka nje ukuthi kwenzekani ngoba ngase ngihambile ngayolala emva kwe performance kaBahubhe

  • @zamashezi3538
    @zamashezi3538 Месяц назад

    Umphakathi wamaphoyisa ukhombise ukungasihloniphi

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 Месяц назад +8

    Iphutha yilokuthi wavumela abantu bangena mahala wavumela bangene notshwala into yamahala iyahlupha utshwala kumele bungene ngezigubhu ze plastic kuphela

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Месяц назад +1

      🙏🙏🙏 Ngicela ukubuza bayaqala yini ukungena mahala kuMbuso Wamaciko ?

    • @KwaziJohane
      @KwaziJohane Месяц назад

      Ayikho lento oyichazayo wena

    • @PhumlaniNgwane-rb9iz
      @PhumlaniNgwane-rb9iz Месяц назад

      Aiibo ugeh umcimbi wakhe oweqiniso ngoba lento isuke ingathi balandeli yini kumele sikhokhe ngoba intuthuko yethu lena up geh

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 Месяц назад

      @@PhumlaniNgwane-rb9iz Akekho ongazi kuthi umcimbi owakhe owami umbono uthi ukuvumela abantu bangene mahala baphathe utshwala ngamabhodle I oder lapho angeke ibekhona vele naye uyavuma kuthi sekuvamile umcimbi uphele ngendlela engekho right yini imbangela lapho utshwala.

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 Месяц назад

      @@KwaziJohane Umbono wami bengingakhulumi nawe gacekile

  • @zandilethobile5976
    @zandilethobile5976 Месяц назад +1

    Amaphoyisa ase KZN awake avikele into yawo ingoniwa ngezinye izinhlanga siyacela baba u Mchunu 🙏🙏

  • @KhulekaniMdlalose-t1j
    @KhulekaniMdlalose-t1j Месяц назад +2

    Kodwake uGeh uneqiniso and sengathi uyabaqondisisa abantu lomfwethu ngyakuseka Qadi

  • @thabaninyawo-hv5ge
    @thabaninyawo-hv5ge Месяц назад +2

    Ey uyabhiora nangu umuntu okuthiwa ubhanyazile kungcono ungaveli bhanyazile ubomane uzwakale ngezwi nje mhlawumbe kungaba ngconywana

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Месяц назад

      🤣🙏

    • @Sikozchannel
      @Sikozchannel Месяц назад

      Akezwa kade ngangimtshela, ikona channel yakhe izokhul kancan

  • @sibusisombatha2011
    @sibusisombatha2011 Месяц назад +1

    Kunabantu abasebenzisa amaphoyisa ukulwisa uMbuso wamaciko, akubaphathi kahle ukuthi ukhula udlula iMpucuzeko.

  • @thabanizulu3402
    @thabanizulu3402 Месяц назад +1

    Sengathi kunesandla semfene la ,ngathi bakhona laba abagwazele amaphoyisa ukuphazamisa umcimbi kamapholoba

  • @blessingproduction7
    @blessingproduction7 Месяц назад +2

    Into enomuntu omnyama ikula liyohlezi limelene nayo and kuba worse uma selineskhundla ngoba lisebenzisa sona ukucindezela umuntu omnyama.

  • @PhumlaniNgwane-rb9iz
    @PhumlaniNgwane-rb9iz Месяц назад +1

    Cha iqiniso amaphoyisa ayefuna ukugwazelwa kodwa wona umcimbi kama pholoba muhle

  • @senzonxumalo8029
    @senzonxumalo8029 Месяц назад +4

    Kodwa Mbatha kunzima subscriber uma kuzovela wena ukhuluma kanye nonuntu omenywe nguwe kutshengisa kungahleleki lokho mfowami kuyeke ngoba channel yakho iyakhula wena uyaybambezela🙏🙏

  • @siyabongampanza6612
    @siyabongampanza6612 Месяц назад +1

    Injaloke into yamahhala

  • @MthokozisiXaba-b5s
    @MthokozisiXaba-b5s Месяц назад +4

    It's clear

  • @NkosinathiMbongwa
    @NkosinathiMbongwa Месяц назад +1

    Inkinga inkula

  • @PhumlaniNdlovu
    @PhumlaniNdlovu Месяц назад +2

    Kade bevumelene ngokuthi uphela ngaskgathini umcimbi the time bebooker ivenue?

  • @sphephelombhekeni3552
    @sphephelombhekeni3552 Месяц назад +1

    Aii ikinga le basonele nje into enhlee kanjee😢

  • @melikayaasengwayo1558
    @melikayaasengwayo1558 Месяц назад +4

    Ai ilegenge engaleh eyenza lento lena nayo eyenza imicimbi

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Месяц назад

      🙏🙏🙏

    • @islwanesomculo
      @islwanesomculo Месяц назад +1

      Musa ukuba nephutha bhuti ulento yama hhala edale lento abantu bangena notshwala bama bhodlela laphana okuyingozi

  • @SandileDlamini-g1w
    @SandileDlamini-g1w Месяц назад +5

    I subotuch le😂

  • @MusawenkosiGcaba
    @MusawenkosiGcaba Месяц назад +4

    Kuyazwala

  • @siyethembaqwabe7949
    @siyethembaqwabe7949 Месяц назад +1

    Weee kanti ukenneth wakhona kwakuyindiya futhi?

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn Месяц назад +1

    Khona muntu osebenzise lamaphoyisa la uyosho kthi ngasho

  • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
    @ba-kasbongiseninombalizabayeki Месяц назад +1

    Ngimusha kule channel iposta ama simba odwa

  • @MbengoBiyela
    @MbengoBiyela Месяц назад +1

    Into embi laba bamabhodlela babethi sifuna uMthandeni.....lokho kusho kuty abalandeli bakhe..abantu abangaphoxi ngegama lomculi

  • @MlungisiNxumalo-fr9im
    @MlungisiNxumalo-fr9im Месяц назад +2

    Uyabona lento yokuqasha abezizwe ngoba benamaphepha India ayinamsenzi ne culture yasesouth Africa 😮 bathi umthetho umthetho 😂😂 if lalingathengiwe lacwasa

  • @khulekanimlungisi3652
    @khulekanimlungisi3652 Месяц назад +1

    Khona abantu aba behind lento amaphoyisa abethunyiwe ukuzomosha kuyacaca futhi hhayi wonke shuthi ilelindiya

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Месяц назад

      🙏🙏🙏

    • @AyandaBiyela-n5h
      @AyandaBiyela-n5h Месяц назад

      Mina ngiyamsola kdw uMcineka nalabo Zimiphi

    • @khulekanimlungisi3652
      @khulekanimlungisi3652 Месяц назад +1

      @@AyandaBiyela-n5h lol kodwa khona eThekwini sibeno Fact Durban rock namanye ama events enziwa ephele ekseni

  • @BansizwaMvelase
    @BansizwaMvelase Месяц назад +1

    Uyasipha impela indaba Bhanyazile inkinga nje ubuye ubhayize angazi noma usuke ufuna kutrender yini nawo😂😂😂