Igeza lakwaMgube - Amadimoni

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 11 окт 2024
  • Official audio

Комментарии •

  • @muzikhumalo7057
    @muzikhumalo7057 2 года назад +2

    Angiwaz kakhul u maskand but lomtalabho ayh udedeluswazi ngempela

  • @inkunzimalangamusic523
    @inkunzimalangamusic523 3 года назад +8

    Abantu kusamele bafunde umculo bayeke ukuwulandela ngezinhliziyo lengoma ihluke kakhulu kabi kweyebhova kufana no sawubona njee siwusho sonke kodwa siwusho ngendlela ehlukene ayikho lento eniyishoyo ukuthi ingoma yebhova umona ushayile umgube lana angimlandeli womculo kodwa umona ushiyeni ngaphandle manifuna ukuzwa abaculi baculani.

  • @sizwemuzwenkosidubazane3129
    @sizwemuzwenkosidubazane3129 3 года назад +16

    Hhay madala ushaye eceleni kulokhu😒😒😒Iyabanda lento yakho
    #Khuphuka Mafendane😂😂khuphuka fendo🚶‍♂️🚶‍♂️🚶‍♂️🚶‍♂️

  • @mawinnerjokweni1584
    @mawinnerjokweni1584 3 года назад +5

    Uyafudumeza loVobe ingoma yebhova

  • @iqili2998
    @iqili2998 3 года назад +19

    Ehh nxele lakoBhekameva eyeBhovake lengoma
    "Ngiyofika ngimtshele akazi lutho"

  • @manqobadlamini8227
    @manqobadlamini8227 3 года назад +3

    Engabe kuyoba dlozi lini elitshontsha iyngoma zabantu...

    • @davidzikhali4823
      @davidzikhali4823 3 года назад +1

      😂😂😂😂Sibekiwe isinkwa sasebhqnoyini sizomnyisa anye nyiii🤣🤣

    • @nosiphomasobahlemakhunga3092
      @nosiphomasobahlemakhunga3092 3 года назад

      Hau manqoba Dlamini 🤣🤣😂😂😂😂😂😂😂😂😂🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

    • @manqobadlamini8227
      @manqobadlamini8227 3 года назад

      @@nosiphomasobahlemakhunga3092 Lol yey uyeba lomkhulu😁

    • @nosiphomasobahlemakhunga3092
      @nosiphomasobahlemakhunga3092 3 года назад

      @@manqobadlamini8227 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣😋😋🤣🤣sekubuhlungu isisu nezimbambo ngiqedwa ileli elithi kazi kobadlozi lini leli elebayo ubani osethe uzofaa

    • @manqobadlamini8227
      @manqobadlamini8227 3 года назад

      @@nosiphomasobahlemakhunga3092 😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @mgazinhlakanipho7077
    @mgazinhlakanipho7077 3 года назад +7

    Ayi Ali uphume eceleni u as iphoxile sikulindele

  • @njabulisokhumalo261
    @njabulisokhumalo261 3 года назад +11

    aw kodwa ngaze ngasmosha iskhath sami kant ngzolalela into endala

  • @bonganishezi6932
    @bonganishezi6932 3 года назад +3

    Khuphuka Mafendane 😂😂😂😂😂😂

  • @lunganisimanga9415
    @lunganisimanga9415 3 года назад +6

    Ay kodwa ngokufudumeza ingoma yebhova umdala kangaka mafendane

  • @princesithasibiyaprince7642
    @princesithasibiyaprince7642 3 года назад +18

    Ingoma yeBhova le wena sithupha nobubi ngathi ikawu

  • @singabenkosixulu9919
    @singabenkosixulu9919 Год назад +1

    Zinjengemvula ezomfaka Mgube bayeke abantu bebange umsindo, usakhona engomeni. Umfoka Xulu lo kwaNongoma 👍♥️

  • @manzezulugologo811
    @manzezulugologo811 3 года назад +1

    Mdumazi nguyena oyodlala ushuni webhova

  • @khanyisaninxumalo758
    @khanyisaninxumalo758 3 года назад +3

    Ingoma yebhova, mayeqedanusengumtshengiseni useyakhala njengaye umtalabho uphinda into esiyizwile last year. Mxm muntu belinde ubala akabuyele koMaqondana into aduma ngayo

  • @thokozanimchunu5492
    @thokozanimchunu5492 3 года назад +7

    Khuphuka Mgube, zehlaphezulu njengemvula, greater Germiston approves

  • @nkosingiphilemdunge9629
    @nkosingiphilemdunge9629 3 года назад +8

    Kuhanjiwe kakhulu kulengoma qhawe lami... Khuphuka Mgube mina ngyakuzwa "Nkosi'Yomtalabho", ilapho nje ingoma.

  • @nkosiyaphasbonelo255
    @nkosiyaphasbonelo255 3 года назад +4

    Haw ndoda walokhu ukhuluma into eyodwa kwenzenjani??? Hhay vele uwuyeke lomdlalo usukwehlule.

  • @nkululekomnguni515
    @nkululekomnguni515 3 года назад +2

    Angikaz ngibone mina into encane kanjeeeee

  • @mntuwangenzainnocent8545
    @mntuwangenzainnocent8545 3 года назад +1

    Ungadelela umuntu ngesitho sangaphambili usazelaphi wena khehla mfana

  • @tsd6242
    @tsd6242 3 года назад +6

    Bengizwa igoma kamjikijelwa sengizwa eyrbhova manje.... Kwiy"nkosiyemtalabho"

  • @michellesadomba4302
    @michellesadomba4302 3 года назад +2

    Bulala Mgube iskhathi Siya Vuma it's been years and years ula bekubeka ama Bala bayakuzwa banamanga awu phupho Boy baphi o cela wawu hamba nabo yibo abaphupha thela induku.

  • @phumlanimsalela1234
    @phumlanimsalela1234 2 года назад +1

    Best of Alie ...

  • @simpleace0356
    @simpleace0356 3 года назад

    Ehh uyakopa sandla ekhukhwini ushuni webhova lo

  • @aphiwebuthelezi1180
    @aphiwebuthelezi1180 3 года назад +1

    Shay celen buy nento eyi

  • @siphosethusigede2215
    @siphosethusigede2215 3 года назад +1

    Uyabhora shame madala iyhooo😴😴😴

  • @normannkosinathi9934
    @normannkosinathi9934 3 года назад +3

    Khuphuka mgube sebeqalile bayanyanya onyanyile tseg nina lezinto ezinomona wenogxekayo cula sizwe noma wande ngolomo njenge ngobhi🤣🤣🤣🤣

  • @sbongisenidube3754
    @sbongisenidube3754 3 года назад +2

    WEEEEEEEE UYASIDAKELA WENA ALI MGUBE AYIKHO LENTO OYICULAYO UYAMBIMBA FUTHI YEBIYA

  • @sifisontuli3479
    @sifisontuli3479 3 года назад +14

    Yey zenza ibhova ndoda kwahle baba

  • @andrewmlotshwa4628
    @andrewmlotshwa4628 3 года назад +1

    awu kodwa Mgqumeni sebezifudumeze zonke ingoma zakho mfoka Khumalo lala uphumule

  • @philaningcobovictor5366
    @philaningcobovictor5366 3 года назад +3

    Ai cha umbhedo keh wengoma lo

  • @SeaFeeSawh
    @SeaFeeSawh 2 года назад

    ayh ayh ngeke la kwakhishwa unyawo mhm shihiiiiii

  • @andilemlaba4336
    @andilemlaba4336 Год назад

    😂😂 ey uyasiqinisa isandla u Ali ngeke

  • @thulanizwane2453
    @thulanizwane2453 3 года назад +1

    Uyabheda mfo ka mgube uthandukufudumeza,ngobuzamukungehlulwa sewuzenzumgqumeni nayewawungamfuni,wangenindabayakhe,nogcwensa wabuyewazondugcwensa kantiwenungumuntonjani,ngapha uth'uyndunayezinsizwa kodwa awkhombisi nkosiyamabhimbi

  • @mzwandilealanga542
    @mzwandilealanga542 3 года назад +2

    Uyabhimba ali msunu wenja

  • @vuyisithole9906
    @vuyisithole9906 3 года назад +1

    Uyikhonde noma umathananazana or uyindangala phela sizwa uthi uzohamba ngobumnyama,iyimfene phela eyihamba ngobumnyama.shuthi uqinisile umfoka Duyazi😭😭😭"engathi ngizobhimba kakhulu"hawe maa!!!!!uMgube usewu Kwester.yekela umculo uyabheda uphinda into eyodwa

  • @apheleleapla6071
    @apheleleapla6071 3 года назад +3

    Banda mpooo🥶🧊🧊💧🤣🤣🤣

  • @lindokuhlemkhize2242
    @lindokuhlemkhize2242 3 года назад

    Ay noma usungawuyeka umculo Mgube ay usuyahluleka mkhulu

  • @lindokuhleximba2444
    @lindokuhleximba2444 3 года назад +1

    Ay uyabanda lo mtalabho, uphinda into eyodwa ingoma ize iyophela

  • @inkunzimalangamusic523
    @inkunzimalangamusic523 3 года назад

    Nawu unyaka uphela boooooo singayitholile CD mfoka mgube Durban station rank mft siyacela boooooooooo

  • @phokwakhenkosi2231
    @phokwakhenkosi2231 3 года назад +2

    Ayi ifile lemfene yakwa mgube iphinde into eyodwa.. Album iyonke icula nge gcokama chaa amthandeni uyayondla lemfene yakwa Mgube..

  • @mduduzindaba7605
    @mduduzindaba7605 3 года назад +1

    ikhono alikho lah kuMafendane ufudumeza ingoma yeBhova umtalabho uyawfudumeza nawo ay "yabhong'imfene"

  • @cebosandile4749
    @cebosandile4749 2 года назад

    Yabona sengizobuyel kumgube min

  • @SbongakonkeNgubane-i2b
    @SbongakonkeNgubane-i2b 10 месяцев назад

    Qawe lethu siyathand lapho bhunt

  • @mthabisisithole6074
    @mthabisisithole6074 3 года назад +2

    Bhuti Alsoni cula ndoda, uma utalabha ube nesisoka ungasixoxeli izindaba. Wabangani no Cela zimnike? Wehlulwa yini ukumtalabha yena ngoba wathi wena uyiskhwama. Vele uthengise imfene bhuti ngale kwalokho uzonikwa isinkwa sizoku qondisa unye nyi.

    • @lindelaniduncan5689
      @lindelaniduncan5689 3 года назад

      Wasphindela into eyodwa ndoda bhokla sikuzwe noma iseza eka December Mina ngsalindile madala

  • @sandilesanele4429
    @sandilesanele4429 3 года назад

    Hhay cha akaze ngiwuzwe umsangano onje. Ufudumeze ingoma yeBhova uzoyibhimba nxaaah makungafika ENQUTHU lento singakushaya sekulokhu kuphindelela ezingomeni zikaMqgumeni nxaaah lenja. Cula wathi ungumculi hhay ukuba i-microwave.

  • @SphilenPhungula
    @SphilenPhungula 4 месяца назад

    Qhawe scela leya album eyayithi lomuntu othinta thina uthinta iqanda ematshen aytholakali online

  • @nkululekogumede1994
    @nkululekogumede1994 3 года назад

    hau mfoka ndukuzempi ayy ngath usecelen kulokhu

  • @thobanimthembu4096
    @thobanimthembu4096 3 года назад +3

    9mm mthatheee asbhedelwa thina kwaMaphumulo😂😂😂😂😂😂

  • @velansele8182
    @velansele8182 3 года назад +1

    Up up lapho mgube

  • @vuyisithole9906
    @vuyisithole9906 3 года назад

    Wawulifunani ipipi laMthandeni ngathi usuyangisolisa manje,kancakancani ipipi lamaqele.okusalayo uyakuhlula uduyaz ngakho konke wena bhimbi elibi

  • @sikelelalokwe3411
    @sikelelalokwe3411 3 года назад +1

    Nxaa hayi-suka ayikho into kaMgube kulengoba oko esixelela ngo Manqele oyi 9mm kwaze kwaphela ingoma,.
    If bendinguwe Mna Mgube bendizoliyeka Gcokama kuba likhwehlule, alikuxeleli ngobubi kuze kuphele ingoma

  • @melokuhlentanzi7569
    @melokuhlentanzi7569 3 года назад

    Kuye geza lako Mgube kusuka kudala wena kaze wahlulwa ukutalabha

  • @ncamisilegamede2399
    @ncamisilegamede2399 3 года назад

    Khuphuka nkunzi ngiyezwa mina

  • @mbongenimdlalose5149
    @mbongenimdlalose5149 3 года назад +13

    Uphelelwe ushuni lomfoo😂😂😂

  • @thandolwenkosidube5194
    @thandolwenkosidube5194 3 года назад +1

    Yi tshuni ye bhova shame madala hambe lima

  • @yongamangwenduma-uf6vf
    @yongamangwenduma-uf6vf Год назад

    Mkhulekwa

  • @dlamininqobile1306
    @dlamininqobile1306 3 года назад +4

    Baba uhluleke kakhulu usaphinda into eyodwa vele uyeke lento yomtalabho iyakwehlula konje wahluleka nakwiNdidane lento ayisakufanele baba

  • @sokesibonengubane502
    @sokesibonengubane502 3 года назад +1

    Ai qhawe lami u Yinkunzi wena, umphethe kahle lomfana onengoma encane👌👌👌👌👌👌👌👌👌👌👌👌👌👌

  • @malumevietv6777
    @malumevietv6777 3 года назад

    Ngathi kunento ethi Bhova kulengoma

  • @bongamdlalose91032
    @bongamdlalose91032 3 года назад +2

    Kutalabhe mgube okuyiskhova kwakuthi kwenzani????🤣🤣🤣🤣

  • @taurusmadikizela2531
    @taurusmadikizela2531 3 года назад

    Up ntoka Mgube up, khwela kubo ngengoma tata

  • @simthembilentuli8413
    @simthembilentuli8413 3 года назад

    Mgube umdala bhuti uzobanenkinga ..baculelwa ubani abantu emajele, ezibhedlele, nentandane, abafelokazi, namakhosi kunye nabahluphekayo??
    Anisicabangeli yingakho singawuthengi umculo wakho...uma ungaculi nge Chalaha utalabha uManqele...
    Awkwazi ucula ngomuntu i album yonke

  • @sandilembatha1396
    @sandilembatha1396 3 года назад +1

    Very cold⛈💧kyabanda langaphandle

  • @khayamncube6813
    @khayamncube6813 2 года назад

    Nkosi yama bhimbi

  • @traceofficial2889
    @traceofficial2889 3 года назад +1

    11 minutes wengoma kodwa akasho nix umuntu oyiculayo. Ci ci ci

  • @sifisomlamulishange1935
    @sifisomlamulishange1935 3 года назад +5

    Hlukana ne ngoma yeBhova😏😏

  • @eltonncube1150
    @eltonncube1150 3 года назад +1

    Hayi ayikho lento madala awuzame okunye wudoti lo

  • @effscufsqwaqwa6264
    @effscufsqwaqwa6264 3 года назад

    WAZE WATSHONTSHA NENGOMA YE BHOVA OWAWUNGALIFUNI, KODWA VELE LASHO IGCOKAMA KUTHI UKUDLA KWAMA KHOSI WENA.

  • @malahleqwabe50
    @malahleqwabe50 3 года назад

    Up up up up up mgube ngiyakuzwa mina

  • @daricksenzo3888
    @daricksenzo3888 3 года назад +4

    Lensizwa yaKwaDuyaza makwenzekile nayibona niyitshele iyeke ubabu Mgube ayikho lento 😂😂😂

    • @sakhilemhlongo2110
      @sakhilemhlongo2110 3 года назад

      Uhlulekile kakhulu umfoka Mgube

    • @daricksenzo3888
      @daricksenzo3888 3 года назад +1

      @@sakhilemhlongo2110 Ay uhlulekile BAFO Kuncono abuyele Ekhaya😂😂

    • @sakhilemhlongo2110
      @sakhilemhlongo2110 3 года назад

      @@daricksenzo3888 kakhulu 😂😂 yin ndaba yena engazami ethi emdala kanje bese ezogawula kwi bhova

  • @hendrydladla967
    @hendrydladla967 3 года назад

    Kanti wawilithanda ibhova🙆😨nawe nokuxoxa indaba bhimbi lamasimba

  • @mikemthembu8851
    @mikemthembu8851 3 года назад

    Uyagula Mgube awuyeke umculo if Unga khoni kuyala madala akuvumi ukucula

  • @buildingourlegacytothenext4966
    @buildingourlegacytothenext4966 3 года назад

    Ibambe njalo mfokandukuzempi thina siyakwazi uyinkuzi ngoba siyakwazi umaskandi ingoma yiyo kwazise phela uyabazala bonke labafana

  • @luckyndlamlenze597
    @luckyndlamlenze597 3 года назад

    Cha uyasikhuluma isigisi very quickly

  • @solomziradebe8366
    @solomziradebe8366 3 года назад

    ngyofika ngimtshele akazi lutho

  • @smoollboyncube1719
    @smoollboyncube1719 3 года назад

    Geza ingoma yiyo kaparipe papa kaparipepe fire

    • @mlungisingobese1390
      @mlungisingobese1390 3 года назад

      🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣aw Kahle mgube ngathi awsazi zothini untsho ntshe ingoma kamgqumeni phinda bheda umtalabho ubuyisa ntendala iyaqgilaza iyasemdletsheni

  • @sphesihlesphe6808
    @sphesihlesphe6808 3 года назад

    Khuphuka weNxele lakoBhekaMeva

  • @sphamandlampilonhlemdletsh103
    @sphamandlampilonhlemdletsh103 3 года назад

    Indoda enjani ehlale ikhuluma ngamapipi amanye amadoda

  • @aphiwenjombolwana3776
    @aphiwenjombolwana3776 3 года назад

    🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 Istompu sikagwayi, " lol haha hay mgube yeka ingane wena.. Awu umtalabho ongaka

  • @mphumuzeniayanda8320
    @mphumuzeniayanda8320 3 года назад

    kushaye mfoka mgube akuzwa lokhu okuwuntunsula

  • @banelenjabulo3373
    @banelenjabulo3373 3 года назад

    Usontwe imina mgube mft😂😂😂😂

  • @victorshelemba2579
    @victorshelemba2579 3 года назад +1

    Ay suka ngabe uyekile mawungaz uzothin ngoba uphinda lento owawuyisho ku Satanism uwumuntu wama Rastation umthetho wakho

  • @mthabieprecious2377
    @mthabieprecious2377 3 года назад

    Up Mfoka Mgube

  • @siviwesvar7089
    @siviwesvar7089 3 года назад +1

    Should have called it "isatanism 2" ubonisa ukba ishaqhubeka

  • @promisekhanyi4196
    @promisekhanyi4196 3 года назад +7

    Cha wena nje wehlulekil bakith ncono mniken isinkwa sasebhanoyin bakith adle sona alale😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂ayikho lento

  • @hloniphanimlotshwa9964
    @hloniphanimlotshwa9964 3 года назад +1

    Ngiyofika ngimtshele ngiyofika ngimtshele akazi lutho.....ingoma yebhova phela lena🙆🏾‍♂️🙆🏾‍♂️🙆🏾‍♂️

    • @mbongenimdlalose5149
      @mbongenimdlalose5149 3 года назад

      Waze waphupha Sthupha 😂😂😂.... Ukhiphe into engekho mubiza.

    • @vanithandlovu8725
      @vanithandlovu8725 3 года назад +1

      Yebhova ngqoo

    • @thulanizwane2453
      @thulanizwane2453 3 года назад +2

      Hlukananabafana ingomayakwehlulakudalawena nkosiyabafudumezi,lezinganeziyakwehlula,phumemabhozeni,sebeyazukuthuzokhuluma bukanomfokanondidwa,sebebonilukuthawazilutho,ingoma,awyazi,ukuchwensa,kuyakwehlula,angazikhona ebuduneni kodwa asethembisi,ngasoluyindunayomamamanje

  • @ndzuzosimbeku3149
    @ndzuzosimbeku3149 5 месяцев назад

    Anilisabi yini ivolovolo

  • @vanithandlovu8725
    @vanithandlovu8725 3 года назад +2

    Uyatshontha Kant loo

  • @sibusisongubane3823
    @sibusisongubane3823 3 года назад

    Khuphuka qhawe

  • @malelanachannel3287
    @malelanachannel3287 3 года назад

    Washayaaaa uZimdollor nge qoksi😂😂😂😂

  • @nomzamonxele6623
    @nomzamonxele6623 3 года назад +1

    Umsanganoke lo

  • @sithabisozondo7947
    @sithabisozondo7947 3 года назад +1

    🤣🤣🤣cha uyatalabha mgube xolela manje

  • @bridgetkhumalo8232
    @bridgetkhumalo8232 3 года назад

    Nawe mkhulu suzenza ibhova likaDikadika

  • @sbonisom99
    @sbonisom99 3 года назад

    Ayi ayikho lento. Ugadla hefuzela uyesaba yin

  • @cleombatha1180
    @cleombatha1180 3 года назад

    👺👺👺usuyagula khehla

  • @skhumbuzokhehla778
    @skhumbuzokhehla778 3 года назад +2

    Iyafana nendala

  • @bongiledubo4168
    @bongiledubo4168 3 года назад +1

    if beku SK lo bekzothwa ufudumeza ingoma zabantu

  • @dateemusiq4567
    @dateemusiq4567 3 года назад +9

    Umdala Ali kuthi ungadlala shuni webhova🤣🤣🤣

  • @thulanimntambo1121
    @thulanimntambo1121 3 года назад

    Talabha Mgube kweyisa kabi lo

  • @NcamisileNdwandwe-t2z
    @NcamisileNdwandwe-t2z Год назад