Ngigijima izinkantolo kodwa uyena owona mina | INDODA AYIKHALI | S1 - EP24
HTML-код
- Опубликовано: 18 сен 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo #devorce #marriage
Ngane yami engingakusho kuwena awutsheli thina utshela uJehova uqobo. Kuthiwa khumbula loku okwenzayo awenzeli mina uzenzela wena. UJehova uzokulwela. Amen
Afabana abafikayo othandweni Abafunde ukuthi uthando aluthengwa ngemali.Ngeke uthenge umuntu othandana naye ukuthi akuthembe ngemali.
Iphutha lakhe lokqala nje ukuth achazele umuntu wesfazane ukuth Kade babemgila. 2. Usakude ukthola uthando lwangempela esadiza ngama card ase bank nama pin ephone
eyy bhuti ndikulo ngxaki nyani Uthando aluthengwa ngamali
Khulake mfana umuntu wesfazane noma ungamenzelani uma esethole enye indoda uzokushiya uthando aluthengwa ngemali.
Hi bhuti wami hamba e court ngendaba yomntwana ukuthi ukwazi ukumbona...yena usisi khohlwa wuye akaku deserve.
Nangu mina Ave ngizokuphatha kahle
Nawe uyazizamela, sengathi kungalunga mf2 mhlampe uzomnika u bafo loluthando aludingayo
Like really😊?
🤣🤣🤣
Ungapheli amandla uzomthola oRight
Hayi kunzima emhlabeni kulukhuni ukuba yindoda Kazi ubani oyosilamulela, nami isimo sicishe sifane. Into engiyifundile kubantu besfazane noma ungalunga kanjan uzokubonga ngamanga😢
Ingqondo yakho ungaynikeli ekutheni uzoboshwa ayikho loo nto qhubeka nomsebenzi wakho upholise ingqondo ungasheshi ukushela mntu just wait ugrever kakhle awuzuboshwa kona kona myeke umntu enze akwenzayo uThixo uzokupha ozovana nawe umntu or ukhe uzhlalele uwedwa coz kuyahlaleka nebali lakho aliphelelanga andikuva ukuba kanye kanye yintoni engabophisa umntu kule ngcaza usuychazile liyeke isoka lakhe ungabe ukhuluma nalo phuma kubo nje uzolise ingqondo nentliziyo ufake eliya phambili lobomi ungakhohlwa ukuthandaza uThixo unazo zonke iimpendulo uzoba ryt Bhut..
❤🎉
Kodwa umneke uyisichitho,nawe ndoda qaqeka kusemhlabeni alukho uthando lwemali,akuthenjwana ngemali ,ukube wabaleka nekhanda wawuzokwenzenjani
Uthando bakwethu amahliphihliphi
Amahliphihliphi impela dear uqinisile ngalapho
Uyawazi amanyala,uthando Ke lolo😂😂😂
🤣🤣🤣 well said
@@cebekhulusinenhlanhla6731 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Cha ngisho ngisho ngoba uyamthola umuntu omthandayo only to find akezile ngalokho n lapho uyamthemba uyamthanda 😢 unukela ngakho konke okwakho both sides
Akuyona eyakho leyongane.... Ngiyaxolisa ukusho loko
May God heal your heart. Better days are ahead of you. You are still very young.
Lento yothando ayisebenzi sdalo. Nifike nisukele inzondo izihlalele niqambe igama nithi uthando okanye umathandana nakuba nazi kahle ukuthi ayipheli kahle ekugcineni. Uma kuthando ngampela lolu kungani lunishiya nidangele imiqondo futhi nisale nesithukuthezi semihla yonke yokuphila kwenu. Singabantu asihlukile ezilwaneni kuphela sigadwe imithetho. Engikushoyo ukuthi ungayizala ingane uphinde uzidlele yona noma usisi wakho noma ubani omhalelayo uqede inkanuko. Sanikwa ibizo thina kwathiwa umuntu asihlukile nokunye okuphilayo la emhlabeni. Ukuqambelana amanga ngothando kudala inzondo kanti asicaciseni ukuthi siyahalelana sidlane sihlukane. Kuyoqala kubekhona uthando
Izo zonke izinto ezenza abafazi bebulawe bese kuthiwa bayahlukunyezwa
But lento yenu inezichitho phakathi ngoba nakhu nine mnenke ebeniyibona.
Uhlangene Psycho kwakumele usheshe ubone kusaqalwa nje kusablock abantu
akuzwakali
Kwaze kwanzima bakit ngane yam awusemncanebawuse cute kanje. Kdw lalela impilo iyaqhubeka khuleka noma kunzima uThixo uzokuvikelq kukho konke. Ufunde ukut ungalinge uthande omunye umunt ngaphezu kwakho. Ungalilahli ithemba
Akanaloke ilungelo lokuncisha ukubona ingane yakho
Amathanga ahlanzela abanganamabhodwe💔
Uyabona kodwa
@@EuniceZuma-d5pmhlawumbe nawe ubuzodakwa umbuso thina asisafune sifazane kudala sasihlukunyezwa ekubeni sibenzela konke esicabanga ukuthi bayazidinga
😢 Kunezingan ebezokhul zibe amadoda aqotho kodwa abulaw amantombazanyan axegelwa ismilo So i anger yenziw abantu kwabany
What goes around comes around uzozisola lontombazane😢
Musani ukuhlala emathandweni nize nigcine niphendukelana izitha omunye komunye nilangazelelana ukubulalana nokuphonsana emajele. Nithini ngezingane zenu ezibukela kini indlela yempilo.
Luhle uthando, luyancomeka, liyakhulisa, lakha isizwe. Nina nakha isizwe esinjani ngezenzo zenu😢😢😢😢😢???
usuke wamduda kakhulu wamfaka kakhulu ezitweni zakho😢 ey naze nadlala ngengane zabantu singabatholi thina😢ey jehova bhuti umi ngakuwe
Waze wanebhadi bhuti uqondane nohlanya lwentombazane ngifisa sengathi ungaphuma kulenkinga yentombazane namaphoyisa
Life is hard under the bridge 😢
Give her 3 months...karma is a bitch.
Wammosha ngaloma card umfazi akathenjwa Uyathandwa le loyalty game inobushumane phakathi wawyidlala naye yhiyo le yakwenza ukuba uqhelwe wakukhwaza once umfazi xa ethetha nawe phuma kuye uyabonakala umntu xa ekusebenzisa msebenzise nawe
Ube-weak mpintshiyami kulomuntu. Ngiyaku-blema kuzo zonke lezinto ozibalayo, ungaphinde uzenzele intombi noma kungathiwa uyithanda kanjani. At least okunye kwenze kumfazi wakho nakho hhayi konke.
Hamba uye kumuntu ndoda cz into eyenziwe ngumuntu lena njengoba nanibona imnenke
Amathanga ahlanzela angenamabhodwe ,buka nje ubhuti uthando akanalo lo cc udlala ngalo
Myeke lo cc akakufanele myeke nayo le ngane uzohlupheka uzokukhumbula ngelinye ilanga sebemdlala abafana
Ungalokothi ulwele udoti,wudoti wentombazane,le owayzalisa dats if nakhona kweyakho leyongane...kngenzeka kuthi yibhomu lelo,
ayikfanele.Ubukeka uphansi uzothile futhi,ingavumi isimo sikshintshe 4 who you are
phephisa yooh ihlangene nohlanya,may God help you.
Toxic relationship bhuty,phuma nje lapho ngisho usamthanda lugwinye lolothando
Kodwa uthando I scam shem😢
Wayekudlisile loyo phuma kuyena uzomthola oryt but uzokukhumbula
Kubuhlungu yebi,kodwa phuma kuye unikele kuJehova konke...uzokulwela.
Inhane yona ima kungeyakho ngempela ,iyakhula izobuya
Ukhathele kakhulu nawe
Kahleni boo wena unjani 🤣🤣🤣
My son listen go to court to fight the case of ur child forget abt baby mama I know it hurts but be strong mtanami
Maning ama phuth engwadwebele ngawe ba4 😮 uhlale ekweni,uzoshaya intombazan Kub lokho okukugcwaneka umiz wenye indod ,😮
Mtanami she's not worth fighting for stop worrying about her, save your future, phuma kuye
Mfowakith phephisa into engzoktshela Yona ukuth uthambe kakhulu
Uhubani ku facebook buti 😢ngibuzela umngani wam ☺️
😂😂😂😂😂😂nami ngicela ukwazi
U nicko baba kaspoon
😅
Uyonqena ukuya ki 'sikhipha izimfihlo", sifuna ukuva i-side lokasisi.
Ay, silinde ukuzwa lakhe I side of the story. Nakhu wamdonsa nvezinwele ekubo. Ibuhlungu kabi leyo. Neyemneke asikakazi siphuma kuphi.
Ake uxhumane MC mezisto we transformation live webhuti ngokushesha
Mina bona nokuthi nangama wards aniphilanga nobabili nentombi yakho ,awuthole counseling bhuti uthi kukhohlwa mjolo inkinga inkulu n ayiqalanga kumama wengane
ungalinge bhut wam uchithe igaz wena ilwa nempilo yakho
Lobhuti ngyamazi uyakholwa kodwa angazike noma lusekhona yini ugcobo lukaJehova kuyena.
Ay kwazekwabuhlungu boo akakuyekingan nj lokhu esefaka amaphoyisa kulento yeka iqiniso obumenzelalona bakith ay ngizokunika ndodakaziyam😂😂😂😂
Tshiyana nesifebe uthole umuntu ozakuthanda bonke omama kabafani. Uzozithola ezinye ingane vele ungamncengi mfowethu libele lendlela lelo
Bhuti wami into endiyibonayo lomuntu wakudlisa kudala yekela lomuntu phuma kuye ingane izokhula izozibuyela suziphathisa ngentloko uzogula phuma kulomuntu be for bakubulale
The law won't do anything against her it is inclined to destroying black men so just fight for the children and leave her alone
My brother what you are going through is heartbreak. Leave that girl, leave the drama, support your child and move on with life.
Plz brother ungayezi lento isilima leso sentombazane
Hhayi nawe hhayi bafo wenza kakhulu... Yonke into yakho izo owner umuntu wesfazane even izithukuthuku zakho,amacard akho emali,musa ukuthemba abafazi ngalendlela
Umuntu wesifazane awumvuleli sonke isifuba webhuti nanendlela zobumnyama waqedela nangendaba yama card akumelanga azi ipin nanomholo wakho
Ngicabanga ukuthi nawe unamacala akudlayo boeti
Isomo bakithi mmmh
Askies shame bhuti this girl want to destroy you don’t let her because ufundile she think she is clever now pls do not let her Kharma is coming for her don’t worry wena phuma kuye and move on you will find intombi e right myeke ngiyakucela pls uNkulunkulu akuvikele
Yini umnenke ?please help
Yinkwenkwe le usakhula kusemhlabeni la😂😂
Bakithi ndaba yakho yadabukisa kodwa ngathi wakudlisa lo cc
Waze waBitter nangu muntu wesfazane 😢😢😢
Khulumisanani nentele lomtfwana hlalani phasi nicolelane noma ningasatsandzani
Ingane izonakwa ubani izohlupheka
Eyejele cha mfethu libalekele akusiyo indawo Leya
Brothers is still hurt yambona nje 😢
Next time don't tell your girlfriend your secrets.
Next time avoid over proving your love and giving them access to your own personal things especially if you not married
usisishimane nje kusamele ufunde uzinto ezininzi ngempilo
Futhi mina ngitabhoreka igxoxo yomlisa
Why ungamshayisi ngeZulu , kuphele once ?
😅😅😅😅
😂😂😂😂😂😅
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂uthulamsindo loyo
Asiphelelanga esi story.
Yeka mfanwam leyoyinto ,salusuxola ,Cho ziphumele ngoxolo
Udlisiwe wena
Manje eyemi nenke akaze uyisukumele yini ngoba ikhomba kuthi kwaba khona neschitho phakathi kwenu
"Baya ka BB abasayi eMlazi"
Lapho uBB isection yaseMlazi😢
Kd nawe uyinake kanjan leyo😂😂😂😂😂😂😂
Ngathi no bhuti akevakali njeee 😢
Isichitho nje enafakelwa Sona
Into engchazayo ukuthi umqondo wakho usubuyie mnewethu phuma nje kuyena lento izomisa impilo yakho
Sorry mkhaya ngingowa seharding emkhoba isigodi
Phephisa mfethu 😢
Mnenke translate
Snails
Vukake manje nkunzi uyeke ukuba yisthothobala qaqeka mbophane yeka ukthithiza
Hau xm sorry bafo kuzolunga
Bhut if uding munt ozokuphath Kahle ngikhona boo iza Kim zothola uthando lweqiniso
Ufuna ama card nawe😂😂😂😂😂
@@surprisemahungele1761 ngfun uthando🤣🤣🤣
@@surprisemahungele1761 ngfun uthando🤣🤣🤣
Ulwa ngengane lontombazane iwrong lento akayenzayo uthixo uzakuphendulela boy boy ukwenzile okuhle yena wakhombisa ubulwane kanye nengxenye yomndeni wakhe okubihlungu indaba yengane,usazolila yena ukuhlakanipha kuyaphela kodwa ubulima abupheli
Uma uthi wakhulelwa kwisonto lesibili u gal usho ukuthi leyongane yeyakho bafo
Youre willing to kill and go to jail for her??? Aybo...you sure?😅
Baningi abantu besifazane. Khipha idlizo ...ubuyele kwi game. However, be careful who you open up to. Phaphama mfeth!!!
Wemzala hlukana nalodoti yaz Gaz unkulunkulu unezibdlela zokukubonisa ukuncola just imagine kube LESISIMO sikwehlele usumlobole lolwabishi mzala kuse early baleka ngyakhlebela mina aksiye owakho loyo owakho ukhona Musa ukuzwa ngaye untwana relaxer uyakhula uzokdinda qobo lwakhe hawu mzala uyangphoxa
Wenze kahle nawe bhuti usile girl uphumile kuwe y efuna ukumosha mpilo yakho ngejele
Kdw eye kfc iyanghlekisa....sorry bafo
Hlawula ini mf2 awube serious nawe
Wamitha after 2 weeks nithandana? Ay ngeke wafika evele emithi lowo! Yenza i DNA test ndoda
Drama yakho yooh
DNA bafo
Buse Jele mfwethu
Wubhanana nawe ayii usaphambene qina ndoda ayii uthambe kakhulu