Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Akwande Mpunga! Thank you for strengthening the Black Child and standing for the truth in your own right! 🙌🏽
Ngicela uke uthinte eyokuhlawula ingane eyaphuphuma
Mpunga ngiyabonga ngolwazi. Ngibonge nokuziqhenya kwakho ngokuba umlanjwana lokho kungenza nami ngiziqhenye ngokuzalelwa ekhaya bomama futhi ngiyoganelwa khona. Awu nsizwa yakithi sbonge 🙏🏿. Sithi nje impunga.
Ngyafisa ukube namakhosi akithi nezinduna, nabaphathi bemizi bayalalela ukuze bafundiseke abantu abadala balimoshile izwe ngokungalandeli isintu sakithi, ngyamuzwela oyokona eyami ingane nowami umfana futhi ngyokwenza ubulungiswa ukuthi alungise lapha amoshe khona, sibonge imfundiso Mpunga.
Akwande Mpunga.. 🤝🙏🏽
Siyabonga Mpunga Yesintu 🙏🏿
Impuuunga🙌
Siyabonga ngolwazi kwande
Sibongile mkhulu Mpunga ngolulwazi. Kwande khehla elidala.
Kwande Mpungaaa
Mhloniswa ngihlonipha ubuciko nobuqotho ophiwe bona🙏
Siyabonga impungaaaa ngolwazi elujulile
Siyabonga Mkhulu, ukusikhulumela thina abantu abanezingane. Nathi singabantu 🙏🙏
Umuntu osenengane ulotsholwa ngezinkomo ezingakhi
10
Akwande Mpunga
Qadi uhamba wedwa🎉
Kuyacaca Mpunga. Makwande 🙏
Ngikuzwa kahle mina Mpunga kucace bha
Ngcela ukbuza la uma enghlawulwanga okokqal uke sewenzanjani esmeni esnjalo
Mina ngiyavumelana nawe Mpunga yesintu.
Michela ukubuzo ukuthi uyayishisa impepho komalume
Inzula umuntfu lonjani
Baba IMpunga yeSintu, ngiywbingelela.Ngicela ukubuza ukuthi uma owesimame oshadile athole ingane kowesilisa naye eshadile nomunye , kwenziwani lapho.Futhi uma kwenzeka sebedlulile emhlabeni bonke , abakomalume, umame Kanye nendoda yangaphandle eyamtholisa umntwana, sekusele izingane kuphela kwenziwa njani ngenhlawulo?
Mina mkhulu ndicela ubuza amasiko akwa nhlapho aqala kuyiphi age mhlmbe nje xa ungacacisa
Ngiyakhuleka. Umntu oyintombi akanesehlwayo/punishment. Ngoba ukufunyanwa elele or evuka komnye umzi. Mabayivalele inkomo kanina.Endiqonda ukutsho intombi mazingavumeli kungcole amakubo.
Inamandla lena kakhulu
Uma ebengahlawulwanga okokuqala, kwenziwa njani?
Uqinisile baba,badinga ukuthuthukisa ulwazi labo,Mina angifani nawe ngilibeka ngembaba ngithi akusilo iqiniso lokho abasuke bekusho.
Asibonge Mpunga...ukuhlawula umuntu wesimame osenengane, kodwa ingane yakhe ayihluwuliwe, umnini wengane akenzanga lutho, akgezanga nanomuzi. Mawuthola ingane naye, ihamba kanjani inhlawulo?
loMuntu wokuqala unecala kodwa akalihlawulile limile angeke liphele, wena uma uzohlawula elakho icala uzisiza wena naye komele abuye azohlawula icala lakhe
Sibonge ngokusihlephulela ulwazi muntu omdala ngoba sekwaba khona amaqili avika ngamacala abanye, umuntu athi asikho isidingo sokuhlawula umuntu amfice enengane engahlawuliwe
@@impungayesintutv siyahabula lapha kuwe Mpunga. Uma kwenzeka owesfazane onengane/izingane nolotsholwe kepha bese kwenzeka edlule emhlabeni uyise womntwana...Engabe lowomuntu wesfazane uyakwazi yini ukuthi ephinde ethathwe/egane omunye umlisa? Ngabe lokho kungaba namthelela muni? Engabe lokho kumiswa kanjani?Kanti uma ikhona indlela yokwenza loluhlelo Kuba yizinkomo ezingaki futhi zimeleni lezonkomo?Ngingayithokozela impendulo yakho baba
Bafuna ukuthi khulume mkhulu🙈
Ngiyakuphikisa ay lutho nomzane nentombi ayilotsholwa kabili
mkhulu ngicela ukwazi. Umlisa ufisa ukushada nosisi owake wathelwa ngenyongo phambilini. Konke okwamosheka kwenziwa yileyandoda. Sithini isintu if edivorce enkantolo basangashada?
ngyakuzwa uthini mkhulu kushiyana izindawo umuzi kwazulu nako Mpangeni ugezwa ngenkomo kodwa thina la e PMB asiyazi inkomo yokugeza umuzi inkomo kahle kahle ayikaze yageza umuzi umuzi ugezwa ngembuzi
Ugezwa ngenkomo nembuzi mnewethu
Makuthi usuya lobola esenengane inkomo kamah neyababa uyakhipha yini
Cha awuyikhiphi
Ngiyayithanda lenkulumo Mpunga yesintu
Ngane yakwethu
Kuzwakele Mpuka Yesintu. Kunombuzo la ovelayo,uma uzalisa umuntu ovele oseke wazaliswa kodwa kwangahlawulwa,kwangenziwa lutho nje,wenake uqala kuphi ngoba isitsha usifica sisangcolile?
Wena wenze icala uzohlawula icala lakho nawe naye lona ongakalihlawuli lisamile
Uma aligeza owokuqala nalona wesibili waligeza kwasekufika owesithathu waligeza walobola kwenzekanjani uma owokuqala nowwsibili uma sebefuna ingane kumele benzenjani
Impunga
Mokuthi ubaba wengane yoqal akawugezanga umuzi kumele ugeze mawumzalisa ingane yesbili?
Uma unomuntu onengane kodwa yona ayihlawuliwe mina nalo sezingu 2 izingane esinazo
isintu sabekwa umuntu ezinye izintu kwisintu azisena sidingo must be changed futhi why 4 cows not 2
Ukuzalisa ongaseyona iNtombi nto, kodwa angenayo ingane yena?
Siyini isintu? Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
Isintu singumthetho kaNkulunkulu umenzi wezinto zonke
Akwande Mpunga!
Thank you for strengthening the Black Child and standing for the truth in your own right! 🙌🏽
Ngicela uke uthinte eyokuhlawula ingane eyaphuphuma
Mpunga ngiyabonga ngolwazi. Ngibonge nokuziqhenya kwakho ngokuba umlanjwana lokho kungenza nami ngiziqhenye ngokuzalelwa ekhaya bomama futhi ngiyoganelwa khona. Awu nsizwa yakithi sbonge 🙏🏿. Sithi nje impunga.
Ngyafisa ukube namakhosi akithi nezinduna, nabaphathi bemizi bayalalela ukuze bafundiseke abantu abadala balimoshile izwe ngokungalandeli isintu sakithi, ngyamuzwela oyokona eyami ingane nowami umfana futhi ngyokwenza ubulungiswa ukuthi alungise lapha amoshe khona, sibonge imfundiso Mpunga.
Akwande Mpunga.. 🤝🙏🏽
Siyabonga Mpunga Yesintu 🙏🏿
Impuuunga🙌
Siyabonga ngolwazi kwande
Sibongile mkhulu Mpunga ngolulwazi. Kwande khehla elidala.
Kwande Mpungaaa
Mhloniswa ngihlonipha ubuciko nobuqotho ophiwe bona🙏
Siyabonga impungaaaa ngolwazi elujulile
Siyabonga Mkhulu, ukusikhulumela thina abantu abanezingane. Nathi singabantu 🙏🙏
Umuntu osenengane ulotsholwa ngezinkomo ezingakhi
10
Akwande Mpunga
Qadi uhamba wedwa🎉
Kuyacaca Mpunga. Makwande 🙏
Ngikuzwa kahle mina Mpunga kucace bha
Ngcela ukbuza la uma enghlawulwanga okokqal uke sewenzanjani esmeni esnjalo
Mina ngiyavumelana nawe Mpunga yesintu.
Michela ukubuzo ukuthi uyayishisa impepho komalume
Inzula umuntfu lonjani
Baba IMpunga yeSintu, ngiywbingelela.
Ngicela ukubuza ukuthi uma owesimame oshadile athole ingane kowesilisa naye eshadile nomunye , kwenziwani lapho.
Futhi uma kwenzeka sebedlulile emhlabeni bonke , abakomalume, umame Kanye nendoda yangaphandle eyamtholisa umntwana, sekusele izingane kuphela kwenziwa njani ngenhlawulo?
Mina mkhulu ndicela ubuza amasiko akwa nhlapho aqala kuyiphi age mhlmbe nje xa ungacacisa
Ngiyakhuleka. Umntu oyintombi akanesehlwayo/punishment. Ngoba ukufunyanwa elele or evuka komnye umzi. Mabayivalele inkomo kanina.
Endiqonda ukutsho intombi mazingavumeli kungcole amakubo.
Inamandla lena kakhulu
Uma ebengahlawulwanga okokuqala, kwenziwa njani?
Uqinisile baba,badinga ukuthuthukisa ulwazi labo,Mina angifani nawe ngilibeka ngembaba ngithi akusilo iqiniso lokho abasuke bekusho.
Asibonge Mpunga...ukuhlawula umuntu wesimame osenengane, kodwa ingane yakhe ayihluwuliwe, umnini wengane akenzanga lutho, akgezanga nanomuzi. Mawuthola ingane naye, ihamba kanjani inhlawulo?
loMuntu wokuqala unecala kodwa akalihlawulile limile angeke liphele, wena uma uzohlawula elakho icala uzisiza wena naye komele abuye azohlawula icala lakhe
Sibonge ngokusihlephulela ulwazi muntu omdala ngoba sekwaba khona amaqili avika ngamacala abanye, umuntu athi asikho isidingo sokuhlawula umuntu amfice enengane engahlawuliwe
@@impungayesintutv siyahabula lapha kuwe Mpunga. Uma kwenzeka owesfazane onengane/izingane nolotsholwe kepha bese kwenzeka edlule emhlabeni uyise womntwana...
Engabe lowomuntu wesfazane uyakwazi yini ukuthi ephinde ethathwe/egane omunye umlisa?
Ngabe lokho kungaba namthelela muni? Engabe lokho kumiswa kanjani?
Kanti uma ikhona indlela yokwenza loluhlelo Kuba yizinkomo ezingaki futhi zimeleni lezonkomo?
Ngingayithokozela impendulo yakho baba