Kwabakini asebalala wumzwilili lo mfana wami. Angifisi kuphele ukuhlakanipha kuwe kodwa ngifisa ukuba wembulelwe. Thina sakhula abazali bengayazi lendaba, sembathwe izinkinga zomhlaba. Bahamba sebeya ekhaya. Gwiqiqi, babuya sebethi asobaguqela ngaphambi kwesihlalo sobukhosi. Believe me when I say this to you, all is well in our family. We are literally the envy of others.
hawu kwavele kwavuka inkosi uThingo madoda mdali wezulu nomhlaba ey shembe 🙏🙏🙏
Awsukani madoda washo jehovah wethu ❤
Musani ukuthi inkonzo yakwaShembe inemthetho enzima ngoba wena uhlulwa inhlonipho nokugcina isiko.Wozani zizwe nonke Amen Nkosi Yamakhosi.
Khula nyazi lwezulu khula nkosi yamkhosi ukubone wonke umhlaba😭🙏🏻
Eeyi Nkosi nginombono ngqondweni nje izizwe zonke zimbone uShembe. Kungaphela indlala. Kuphele usizi, nezinyembezi nobugebengu obungaka ezweni elihle kangaka. Isidalwa esingumuntu sadalelwa ukudumisa sihube bese sisebenzisa izandla zawo esiphiwe zona.
Mdali wezulu nomhlaba🙏🙏
Au.. au.. wawudonsa kamnandi u"Mthandi wamaSamariya" 👏👏👌
siyogcotywa sanele ngamafutha omusa ameeeen
Nkosi yamakhosi uShembe uNyazilwezulu uyingcwele
SHEMBE OYINCWELE BABA NYAZI LWEZULU❤❤❤❤❤❤
AMEN ❤❤❤❤❤
WAHLABELELA NKOSINYASEZULWINI UPHELELE KIMI ❤❤❤❤❤
Ahhh lahuba madoda ibhubesi loNhliziyo👏🙌🚂☀️🌙🌈⚡
Wakhuluma kamnandi bafo plus ingonyma yakonhlisiyo
Hlala nathi Nkosi Yamakhosi ,baba Nyazi LweZulu
Ndaba enkulu eyasvelela emhlabeni... SHEMBE oNgcwele, Nkosi yezulu nomhlaba!!
Nkosi yamakhosi lo voice yezulu ipholile iyangibusisa khula baba wethu singakho sonke 💯💯💯💯
Hlala nathi Nkosi yezulu nomhlaba, usiphe unwele olude phansi kwesandla sakhi.
Cela ungibusise Nkulunkulu wami ngiphase ngiye ka.Grade 12
UShembe uJehova
Ngsize baba Nyazi lwezulu ngezinkinga zonke engbhekene nazo
Baba nyaz lwezulu unguthixo wozanini ekhuphakameni siyongcotshwa wesizwe sakhithi ameeen
haw nkosiyamkhosi.mgawuli wemthe mkhulu emcane iyayiwela,thixo siyakuthanda nkosi nyazi lwezulu
Nkosi baba nyazi lwezulu ngicele ungigcine kuleli khaya likababa NXUMALO ngibe yisibonelo esihle Nkosi ngicela umshado onokuthula nokuhlala kahle nomyeni onothando njengami nempatho ngiyabonga nyazi lwezulu
Bhombela istimela samampondo
shembe nyazi lwezulu z our king
uShembe uyasibuza ukuthi Soya na???!! Ngathi engasikhumbula silibone izulu lathe!
Ngamafutha omusa felling so blessd
Aw Nkosi yezulu nomhlaba,uyingcweeeele
Nkosi yethu 💃👐👐
Manje ngikhalelani😢😢😢
Kuyafika nakimi
Inkosi eMnene❤🥺
Shembe oyingcwele uze ungikhumbule
Shembe uzuskhumbule 👏👏
Nkosi yamakhosi🙂🙏
Hawu. Bakithi Ingane Yakwethu Yizanini Zizwenonke Siye ekuphakameni Siyogcotshwa Sanele Wow! Nice One Khula Nyazilwezulu. Wa Sho Umtakababamadoda Phikisa Phela Nothanda Izindaba zemiziyabantu ... Nhlanzi Ngaphila. Umenje .
Nhlanzi
Sukhulumile wena mtungwa uNyazilwezulu unkulunkulu
Yikho ngikithanda Nhlanzi omuhle. Zavele zazehlela izinyembezi.
khula nkosiyamkhosi wembathe umhlaba wonke
Siphamandla Mpanza Amen!!!
Ngyakuthanda Nkulunkulu wethu.
unkulunkulu wethu
Nkosi yamakhosi khulula nkulunkulu wolhokho bethu
Baba Siyabonga
Guqabadele ongawakithi eKuphameni, Ndlam'hlathi kaMayekisa, uze usikhumbule njalo Nkosi yamakhosi.....
Khula kuphakama intambama mayibenhle kwabangcwele siyangibusisa isihlabelelo samanazaretha242
Nkulunkulu wokhokhobethu
haaaaaaaaaaaaaa uvele ezulwini
Ngiyakuthanda nyazi lwezulu ungunklnkl weqiniso ngiyakuvuma
wacula Nkulunkulu wami. Aw madoda
ave ngibusiseka uma ngizwa uBaba UShembe ecula, YIZANINI ZIZWE NONKE.
Sasikhona njalo lapha 22 June 2013 ELINDA
Cabanga ngangingekho or angisakhumbuli mara awukhohlwa usakhumbula into ka 2013
Uyingcwele, uyesabeka
Usembethe themba lethu
Amen
❤❤❤❤amen
Nkulunkulu onomsa kubobonke abakhalayo
Inkosi yeZulu nomhlaba
Nkosi yaseZulwini
Soyana
❤🙏🙏
💟💟💟💟💟💟💟💟💟
❤
yoo yabhimba
Who hell do you think you are?;
Kwabakini asebalala wumzwilili lo mfana wami. Angifisi kuphele ukuhlakanipha kuwe kodwa ngifisa ukuba wembulelwe. Thina sakhula abazali bengayazi lendaba, sembathwe izinkinga zomhlaba. Bahamba sebeya ekhaya. Gwiqiqi, babuya sebethi asobaguqela ngaphambi kwesihlalo sobukhosi. Believe me when I say this to you, all is well in our family. We are literally the envy of others.
@@thabilesneyimani7185 Phansi umoya :)
Uphethwe umsangano wena. Uyahlanya
Unkulunkulu wangempela