uAli Mgube uchaza ngecwecwe lakhe elizophuma nge27 AmaSAP ka2020

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 7 янв 2025

Комментарии • 89

  • @xolanimthabela1497
    @xolanimthabela1497 4 года назад +4

    Hhayi ukhulume kahle kakhulu bhuti uMgube, lokhu okwenzayo kukhona ukuthi ubu Legend kusegazini kuwena futhi uyayiphila

  • @blaqmoortv8986
    @blaqmoortv8986 4 года назад +7

    Uyinkunzi Mfoka Mgube Mahle amagama

  • @mxolisimdakane7413
    @mxolisimdakane7413 4 года назад +4

    uyinsizwa sandlekhukhwini uyinkunzi thuphooo👍

  • @mandlasizwe6993
    @mandlasizwe6993 4 года назад +4

    Mahle amazwi akakho Bhut uMgube kuyasho ukuth umdala ❤❤❤❤❤

  • @idunalashukela8392
    @idunalashukela8392 4 года назад +3

    Salute Mgube💯💯💯💯izinsizwa azesabani ziyahloniphana.

  • @givensonmwandla5009
    @givensonmwandla5009 4 года назад +3

    Au uyinsizwa Ali, mahle amagama akho, sengijahe i_album mfowethu, vele ke ingoma wazalwa uyidlala and awuphuphi.

    • @sanelentenga8609
      @sanelentenga8609 4 года назад

      Mfthu nami ngingu Mlandeli we Gcokama bt ngiyazi u Ali ubhuti siyameseka...

  • @smisosibande8372
    @smisosibande8372 4 года назад +3

    Dankie Mgube you lead by example as a living legend

  • @osteensalady1708
    @osteensalady1708 4 года назад +3

    BUHLE BEGCOKAMA LONA EMSINGA KWAMAJOZI OKHONA ENDIMENI YEZOMCULO....BABA UMGUBE NGYATHANDA AMAZWI AKHO ALINGANA NAWE....NGYABONGA BABA

  • @senzothobelani2422
    @senzothobelani2422 4 года назад +2

    Ngyathanda lapho Ali kuyasho ukut uyinkunzi endala kuyadlalwa lana akuliwa lana ngyathanda lapho.

  • @thandelakheshoes7638
    @thandelakheshoes7638 4 года назад +1

    Mgube yazi uyi legend inkulu ingoma la ngizwa kwi background...sisaphuma kwi geza ngo december belivutha bheeeer🔥🔥🔥🔥

  • @sonwaboluqhide5905
    @sonwaboluqhide5905 4 года назад

    Ufikile mfoka Mgube kuvakala nakuthi siseKapa. Icwecwe ekukhona kulo isatanism alinantanga uhamba wedwa. Sibethe iskhova ungasiyeki until kupatyake amehlo aso.

  • @derricksya8.comsiyabonga789
    @derricksya8.comsiyabonga789 4 года назад +4

    Mfo ndukuzempi✊

  • @aphumlehomba5132
    @aphumlehomba5132 4 года назад +6

    Waze wathethakamnandi Ali mfo kamgube frst commnt

  • @mandladubazane2246
    @mandladubazane2246 3 года назад

    Fakinduku mfokaMgube . Lesiskhova sakusukela. Azikhale kuso kemanje. Nakulojosaka waso lesiskhova azikhale

  • @sivilehanxa7955
    @sivilehanxa7955 4 года назад +6

    WENA WOKOBHEKAMAVA CELA UKWAZI BUTY IMPAHLA LEZI ZITHOLAKALA KUPHI KANJANI MINA BUTY NGIWUMLANDELI WEGCOKAMA KDWA SOZE SINGAKWESEKI NOBA YININI

  • @lunganicele4351
    @lunganicele4351 4 года назад +3

    Mmmm ai windoda Bab Alson mahle kakhulu amazwi akho
    Bese kukub impela mangicabang ukth uxabene ne Gcokama ekuyilona elibusayo kumaskandi
    "Uze umthole etha,ethela nje ukuhambisa ububi"👊

  • @sanelentenga8609
    @sanelentenga8609 4 года назад +3

    Cha mina ngilandela i Gcokama kodwa ngiyazi ukuthi uyinsizwa ngeke ufane nabanye abaze bavale abanye emsakazweni, futhi ke mfoka Mgube ngiyazi ukuthi kuzoba umdlalo ongenampi...onomdlalo...nje...

  • @nathymngomezulu7569
    @nathymngomezulu7569 4 года назад +4

    Zehla phezulu njengemvula ......ibambe njalo madala ophethe imagic

  • @sibongisenikhumalo7563
    @sibongisenikhumalo7563 4 года назад +3

    Ngiyezwa mgube kuyacaca ubani ubaba ubani ingane futhi

  • @sakhiseninhlaka7393
    @sakhiseninhlaka7393 4 года назад +6

    Waze wakhuluma kamnandi baba Mgube

  • @mthobichmacia8243
    @mthobichmacia8243 4 года назад +1

    Kubeka umtomdala lah ngithand ubucik✌💯👑

  • @maphalalasakhile9478
    @maphalalasakhile9478 4 года назад +2

    Big up madala ophethe iMagic

  • @mduduzindaba7605
    @mduduzindaba7605 4 года назад +3

    Lensizwa bengiyithatha kancane kodwa namhlanje ngifunde okuningi enkulumweni yakho mfoka Mgube .
    Noma wazithola utalabheka kodwa inkulumo yakho ihlanzekile ayigqugquzeli inxabano nokungezwani syabonga bhuti.

  • @ndumisomthombeni5644
    @ndumisomthombeni5644 4 года назад +3

    Shaya mgube

  • @mrbscanner8755
    @mrbscanner8755 4 года назад

    Finally thanks wangenza ngawu understander umaskand ukt uahmbakanjan

  • @xolanisabelogumede3555
    @xolanisabelogumede3555 4 года назад +4

    Iqiniso lelo baba

  • @zamezakhedlamini1406
    @zamezakhedlamini1406 4 года назад +4

    Insizwa kodwa lo bhuti ukhulumisa ukomntu osemdala...
    Syafunda nathi

  • @musatembe4981
    @musatembe4981 4 года назад +4

    Kuzomele uyifundise isifundo ingane mfoka Ndukuzempi

  • @mphumuzeniayanda8320
    @mphumuzeniayanda8320 4 года назад +3

    Ngiyakuzwa bhuti omdala kuyasho ukuthi uyiciko

  • @zaniningomusamusa3631
    @zaniningomusamusa3631 4 года назад

    Ngikukhonzele Mgube uyazithayiselela uthando kimi lukhona vele ngakuthanda ka khulu mhla ungifihlela uMjik jelwa Ndoda ngiyabonga

  • @malahleqwabe50
    @malahleqwabe50 4 года назад +1

    Wolake 7 zehlaphezulunjengevula ezika Ali mfakamgube

  • @lufefendavuza8112
    @lufefendavuza8112 4 года назад +1

    Siyabonga Mr mgube

  • @mthandenimvana6063
    @mthandenimvana6063 4 года назад +2

    Mgube ngiyabonga madala umdlalo wensizwa unjalo akuliwanabantu

  • @thandothando2279
    @thandothando2279 4 года назад +1

    Cha siyabonga siyizwile i satanism.. I ntwana i hamba i thuka wonke umutu siyabonga baba ukuyi khuza ngokuyi talabha

  • @bongambi3847
    @bongambi3847 4 года назад

    Zikhonkotha ehambayo mfo la Mgube

  • @ntobengcobo3497
    @ntobengcobo3497 4 года назад

    Leadership! Mgube ngithanda umoya Warhol omuhle.

  • @sbonelosboh5452
    @sbonelosboh5452 4 года назад +1

    Ngyafisa ukut nabany becabnga njenglensizwa yakwaMgube ....i wsh no Kheroth nay kufike nglendlel m..umdlal wezinsizwa akuliwa lan ....syacela nalon okuthiwa usGwebo setamb nay ekhule ngkweNqondo .....engsihlaz as abalandel bomculo kamaSkandi....efund kin Mfoka Nduku zempi

  • @drq1323
    @drq1323 4 года назад

    mfoka Ali qhawe lami lesi sitolo oyinxusa kuso sikhona yini pretoria?

  • @nathymngomezulu7569
    @nathymngomezulu7569 4 года назад +6

    Cha khona mfokamgube ufikele kuwe uduyazi an siyanithanda ukhulume kahle syojabula if nizodlala nje kahle ningaqhelelan njengoba usho ngoba ukuxabana kwenu kuzosihlukanisa phakat singabalandeli kanti besikwaz ukut sininike isiport nobabili syanicela nje ningasilimaz syawaz Umlando wenu

  • @thobanindlovu3224
    @thobanindlovu3224 4 года назад +2

    MHLAMPE YONA IZOBA NGCONO HHAYI IGEZA ANGIZWANGA KAHLE NGODECEMBER SOKUBONAKE EZINKOMENI FRIDAY

  • @vuyaniqiniso4218
    @vuyaniqiniso4218 4 года назад +3

    10 MINUTES WONKE UGCAZA IZINTO EZIMBILI
    ZITHOLAKALA KUBI IZITOLO ZE CROWL ngapha eGOLI

  • @thobanindlovu3224
    @thobanindlovu3224 4 года назад +3

    SOKE SIZWE WEMGUBE UMTHANDENI UKHUZANI SOKE SIZWE

  • @phililekhumalo3855
    @phililekhumalo3855 4 года назад +1

    nam ngumlandeli weGcokama kodwa kungimangazile ugadleka kuka Mgube basuka kude neGcoka

    • @thobanindlovu3224
      @thobanindlovu3224 4 года назад

      KHUMALO UMGUBE WAQALA KUQALA KULECD ATHI KUYO FUSENGI EBAGADLA BENOKHUZANI BOBALILI WAZE WAQONDA UKHUZANI WATHI AKAMUHLEPHULELE IZWE NGOBA ETHI UNEZWE

  • @sbonisofezeka5295
    @sbonisofezeka5295 4 года назад +1

    ei wawu muhle kabi njalo wena

  • @givensonmwandla5009
    @givensonmwandla5009 4 года назад +2

    Manje mangaqashwa kusho kuthi akakazi ukucula?, uke wayibona kodw imfene ukuthi i trenda kanjani and uAli uyinkunzi endala, uMthandeni udlalele ezitheni ezifayo ngoba kade ekhushulwa u-Ali, elana uKhuzani, wasiza uAli kwabukeka sengathi Mthandeni engabamba ezindukwini zaKhuzani, manje usezibona esengcono kuno Ali? uyakhohlwa ukuthi ubani omnikeze uzinzo kulo mculo, If Ali wamyekelelela believe me ngabe wanyula early kuMaskandi. Yey umuntu akabongi. If kwakukhona okungamuthokozisanga okwenziwe u Ali, kwakumele aqale amazise Ali ai lento yokuzwakala esemusho engomeni. Finish and Klarr

  • @thulanimfana5108
    @thulanimfana5108 4 года назад +1

    Mgube ukhulile buty inkulumo yakho idodile soyithenga cd yakho

  • @cpho_fx_tv
    @cpho_fx_tv 4 года назад

    Dankie mgube sizoy thenga ICD nglandela igcokama mina

  • @tshwahnkabinde2436
    @tshwahnkabinde2436 2 года назад

    Wolake seven khuphuka madala ophethe imagic kumele ukhiphe ngo December

  • @zukivaloo2511
    @zukivaloo2511 4 года назад

    Mgube ikhulile futhi ine sisoka siyabonga

  • @blukwelomfazimazibuko199
    @blukwelomfazimazibuko199 4 года назад +2

    KUMNANDI KODWA UKUBA YI NSIZWA

  • @zwelimdlalose160
    @zwelimdlalose160 4 года назад +3

    ngavela ngabona ukuthi akusiwe mfokandukuzwempi ...ay labo fake account

  • @miketrinity3211
    @miketrinity3211 4 года назад

    OKUTSHOYO KUYAZWAKALA KANTI NJALO KUYABONAKALA KOMASKANDI , KODWA INTO OKUMELE LIYINAKE ABALANDELI KUFIKA KIBO NGENYE INDLELA

  • @bulelanimemela8329
    @bulelanimemela8329 4 года назад

    Ziyakhala intombi zithi umanqele ungangenhlamvu ye 9mm🥺😅

  • @fostervusi1155
    @fostervusi1155 4 года назад +1

    Inhle inkulumo yakho ndoda kodwake ake utalabhe udunudunu umfundise isifundo ngoba nguye oqale wagadla kuwe asishe wena wakoBhekamave

  • @andilesbosomahhashi7899
    @andilesbosomahhashi7899 4 года назад

    Amacici😂

    • @bhekieugengina6209
      @bhekieugengina6209 4 года назад

      Sasivele sigeza ngawo thina kuleminyaka edlule asiwethuki

  • @siyanxumalo4230
    @siyanxumalo4230 4 года назад

    Ingani nahlanganyela uMkhathazi nemiphuphe yakini kwaJan. Waphinde wafuna ukushaya uRank kwaMai-Mai. Usuyahhema manje ngendaba yokulwa. Qhubeka nokuhambisa ububi wena😂😂

  • @nhlanhlashlomuka3037
    @nhlanhlashlomuka3037 4 года назад +1

    Lwakuhlula kudala udumo umthanden uyafik emculwen kodw usekudlulelakude ngempumelelo sthupha uhlulek noma usuthwala ngomfowen siyalaz iqiniso

    • @sbusisofortune161
      @sbusisofortune161 4 года назад +1

      Ama accusations angenabo ubufakazi awafuneki lento oyishoyo akyona into ongamane uyisho nje

    • @sanelentenga8609
      @sanelentenga8609 4 года назад

      Jar kodwa sabona ukhuzane ekhuluma izinto ezingenabufakazi njenga le ka Ngizwe efakazisa ebuza ukuthi ubangani nobani nobani...

    • @hloniphanindlela3292
      @hloniphanindlela3292 4 года назад

      @@sanelentenga8609..niyathanda uKhuba noma niphawula ngabanye niyamfaka..uyabona ezikaNgizwe zunobufakazi if kuyikuthi izindaba uyazilandela ulifunda nephepha ngabe uyazazi..kweka'Tshata..wazikhulumela yena umfoka Ngobe emngcwabeni weNdidane..kwekaMpanza wayigcwalisa yen'uNgizwe ngowakhe eBusy corner..wathi eNkandla asivimbeki ngihlule bethi bayangixosha nomasebethi bangfaka ngomnyama ngalokhu ngthe ngkhona..ibuphi wena ubufakazi obufunayo.

    • @phililekhumalo3855
      @phililekhumalo3855 4 года назад

      kodwake bhuti inkulumo yakho aysenayo nhlonipho kuhle ukuhlonipha mawphila ezweni

    • @simthembilentuli8413
      @simthembilentuli8413 4 года назад +1

      ukuthathaphi lokho ayikho lento uyishoyo🤔usho ngokuphapha nentliziyo embi

  • @slomontathelinxumalo6701
    @slomontathelinxumalo6701 4 года назад

    Isiphumilen lengoma abagadla kuyo iskhova?

  • @khanyisanigasa6217
    @khanyisanigasa6217 4 года назад +2

    Nxiii uyathemeleza lenkulumo imfashane kabi ukuthi isingathatha 12minutes

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 4 года назад +1

    Mxxx awukwazi kucula wena Ali sesekhona endimeni yomculo wena? Ulibukani iwashi wafundiswa mtshengiseni kuthi ubuke iwashi awukwazi kucula

    • @zikodezama5101
      @zikodezama5101 4 года назад

      Mase ukudlala ngath
      wena thani a thani awumuzwa💝💞💟💟💞💞💟💟

    • @vusibhekan
      @vusibhekan 4 года назад

      @@zikodezama5101 mxxx Ali mgube akaqashwa

    • @givensonmwandla5009
      @givensonmwandla5009 4 года назад +1

      Manje mangaqashwa kusho kuthi akakazi ukucula?, uke wayibona kodw imfene ukuthi i trenda kanjani and uAli uyinkunzi endala, uMthandeni udlalele ezitheni ezifayo ngoba kade ekhushulwa u-Ali, elana uKhuzani, wasiza uAli kwabukeka sengathi Mthandeni engabamba ezindukwini zaKhuzani, manje usezibona esengcono kuno Ali? uyakhohlwa ukuthi ubani omnikeze uzinzo kulo mculo, If Ali wamyekelelela believe me ngabe wanyula early kuMaskandi. Yey umuntu akabongi. Noma babe abenze ngasese kodwa kwakumele aqale amazise Ali ai lento yokuzwakala esemusho engomeni. Finish and Klarr

    • @givensonmwandla5009
      @givensonmwandla5009 4 года назад

      Manje mangaqashwa kusho kuthi akakazi ukucula?, uke wayibona kodw imfene ukuthi i trenda kanjani and uAli uyinkunzi endala, uMthandeni udlalele ezitheni ezifayo ngoba kade ekhushulwa u-Ali, elana uKhuzani, wasiza uAli kwabukeka sengathi Mthandeni engabamba ezindukwini zaKhuzani, manje usezibona esengcono kuno Ali? uyakhohlwa ukuthi ubani omnikeze uzinzo kulo mculo, If Ali wamyekelelela believe me ngabe wanyula early kuMaskandi. Yey umuntu akabongi. Noma babe abenze ngasese kodwa kwakumele aqale amazise Ali ai lento yokuzwakala esemusho engomeni. Finish and Klarr

    • @vusibhekan
      @vusibhekan 4 года назад

      @@givensonmwandla5009 mxxx boy anazi lutho nobabili nino Ali akahambe ayoguqa Ali ethuneni lika bhuti mtshengiseni or ayoguqa kwi nkosi yoma skandi bhuti khuzani uma engakwenzi lokho ngeke aqashwe ngoba akakwazi kucula yohlale enesinyama njalo ayishe nduku khuba ngeke bakhone sidalo laba osiduma ngabanye sebeyoze bakwakhele uzungu bakubulale khuba kodwa ngeke kungabe bona bayohamba ngekheshi yini uma beya ezulwini khuuuuuuba vele baphethe bhuti khuzani o Ali namazwi ahoshozayo akugeklezwa lana Ali ngizothelela mfana

  • @blukwelomfazimazibuko199
    @blukwelomfazimazibuko199 4 года назад +2

    KUMNANDI KODWA UKUBA YI NSIZWA