Not only inwele kodwa nje umzimba uyakutshena Uma kunento ongayboni. So I beg to differ when they say only hair that can tell you to what is unseen by the eyes. Manje Uma ungenazo mhlobo ngabe kusho ukuthi awudingeki esontweni?
omunye wathi kimi, picture kababa (uShembe) akshiwo ukuthi is'thombe kepha kuthiwa ifodo, this has never made sense to me, ngicela ukuchazeleka bandla...akushiwo ukuthi isithombe kepha kuthiwa ifodo, like is this even true, if it is true, please make some sense to me regarding this cos I'm still confused kunamhlanje...ng'yabonga in advance ngempendulo, Amen
Wavelelwa ibhadi nje wena cc ngoba phela kwakuwu the tho nasendulo ukuthi awulali ungashadile then for for every wrong doing their are consequences ku funumuntu azithobe nje
Christ Jesus is the lord of all things , all power has been given to him in this world and in the world to come . all things were created for him by him whether powers , throne , dominions .Jesus Christ healed on the SABBATH , JESUS also gave a parable of your ox falling in a pit on SABBATH. Is man created for a SABBATH OR SABBATH for a man ?
Inkolo yakwa Shembe in abantu abaDidekile. Bafunda iBible Lama Christian Bagqokisa plasma Scottish Baculisa okwama Muslim Bathi bavikela usiko lwaMaZulu
Cela uke ulalela Amahubo, the rhythm yakhona, bese ulalele izihlabelelo enkonzweni. You'll find similar rhythms. The Scottish part is because a group of visiting Scots banikela ngendwangu yakhona to uBhombela as a gift in the 1920s/30s. Kodwa imvunulo ebalulekile for abeslisa yilena yeskhumba. UShembe wafikela ezweni elihlala abantu beSintu, so iSintu siba khona in what we do
Impunga yesintu 👌💯💯💯✌💞💞💞💞💞
IsiZulu sempunga yesintu💯💯💯
Scela uNgogi Mahaye
Ukube uShembe waba uMlungu ngabe bonke abantu abamgxeki kanje kodwa mina nje engaziyo ukuth uShembe uyini kimi angilokhu ngiphikisana nomuntu. Umuntu akakholwe ilokhu akukholwayo nokuvunywa inhliziyo yakhe nice kancane ngokugxeka uShembe.
Sengiqedile 💃💃💃💃💃🙏
Umhlaba sewuyagoqwa manje, ngiqinisile ngithi kunina ma Africa uma Isilo esikhona siyi Nazaretha sheshisani wozani ebu Buhleni khona ubunzima obuzayo. Zonke ezinye izinkolo ngeke zikwazi ukumelana nabo (angilwi)
Mapholoba neMpunga🙌💯♥️sicela niqhubeke nayo le nkulumo next week. There's still a number of topics to cover. Syabonga
Mbanjwa siyabonga uyabazi ubunazaretha shembe is the wayyyyy 🙏
Ngiyak'hlonipha mfokambanjwa uyasazi isintu kant nobunazareth uyabazi, sengath unkulunkulu engak'khulisa nolwazi lwakhu lukhule njalo bancan ebant abazi isintu njengawe.
impunga yesintu iqhawe ngayo yonke indlela nasenkolweni yobunazaretha impela ungungoti
Ai uMapholoba no-But no-Because kwenza inkuluma yakhe ingabi nesingqi!Kahle kahle nje akakwazi uk'chaza, lemibuzo bekumele iphendulwe iMpunga yonke! Ngelinye ilanga Mthiya scela ustholele uMfundisi uNgidi beno uDr Ngongi Mahaye bazohlukanisa phakathi kwiChristianity noBunazaretha nganezinye izihloko ezithinta ubuNazaretha.
Siyabonga kakhulu ngohlelo nathi esingewona amaNazareth siyancela kogwansile. Kodwa uMapholoba akamuhle ekuchazeni...
Siyathokoza nges'hloko, ngodwa abant before babuze into esecele kmele benze ucwaningo ngento abathy bayayazi, angithy nobukhosi bukaJesu babusendlin ka-abraham abukaz buphumele ngaphandl, ngoba indlu ka-abraham eyayibusisiwe, kanjalo nakwelakith, indlu kamzazela eyabusiswa, so ubukhosi basezulwin buhleli kaShembe ngoba iyonandlu eyabusiswa. uma kthiwa besihlakaniphile singabant abamnyam besizoybuka sijule inkolo yobuNazareth, cabanga inkolo ehambisana nesiko lakho, imagine. Uzwe umunt ethi inkolo yobuNazareth eyabant abadala.
Ukugunda ngokwesintu sethu kusho ukuthi kunomshophi okuvelele okungenzeka kukhona umuntu odlulile emhlabeni noma kade uboshiwe manje uma ugunda ikhanda usuke uzihlolela into embi
Namanga
Ngiyafisa ninabe kakhulu ngokujula kokusoka ngokwasendulo ngihlale ngizwa ukuth ukusoka kunciphisa imizwa if it's really true. Okunye if ngempela yinto etayivele ngabe yenziwa abantu abampisholo kungani unkulunkulu wadala umuntu wesilisa wamdaka nento ekumele iphinde ikhishwe ngoba kunedebate ukuth akusiyona iphutga ukudalwa nejwabu ngingajabula kube yisihloko ngyabonga
MTHIYA ISITHEMBU SIKHONA EBHAYIBHELINI BONKE ABAQAVILE BAGANWA NGAMAKHOSIKAZI KUKUWE UKUTHI UFUNANI, UBUKHOSI BAKWASHEMBE BASEZULWINI UJAKOBE WABUSISWA UJEHOVA WATHI ENDLINI YAKHE KOZALWA ABALEVI OKUSHO UKUTHI KOZALWA ABAPHATHI BEZWI LIKA JEHOVA NGOBA NGISHO UJESU UZALWA YILESO SIZUKULWANE SIKA JAKOBE
M truely attracted to Mlekeleli Mbanjwa's knowlege.
Ngyathanda lapho amanazaretha afterwards njalo, umlando ubalulekile ukuba siwazi singabantu
So informative
Iyona nkonzo le engiyithandayo. ngithanda kakhulu indlela okuhlonishwana ngayo nokunye nje okuningi. inkinga ilapha, mina ngiyawushaya ugologo, ngiyawuthanda kanti akuphuzwa kulelibandla. Okunye ke angisiye umuntu okhonze ukushayelwa umthetho yingakho ngingakhonzi ndawo, kodwa ke yona inhle lenkonzo ngiyayithanda
Ngicela ukubuza, yini imalase Kanye nomkhulungwane! Ngyabonga
Imalasi yinja, umkhulungwane ilomsindo owenziwa yinja ma ingathi iyakhala ebusuku
@@noziphontini1821 ngyabonga incazelo ngane yakwethu 🙌
Not only inwele kodwa nje umzimba uyakutshena Uma kunento ongayboni. So I beg to differ when they say only hair that can tell you to what is unseen by the eyes. Manje Uma ungenazo mhlobo ngabe kusho ukuthi awudingeki esontweni?
Akashongo kodwa ukuthi izinwele kuphela, but yizona that play the bigger role.
🙌🏿⭐🕯👴🏿 Siyabonga ngoleazi esingaluthili ezikoleni zethu zabantsundu
Yey mama washona esezinikele kwashembe silandela khona ke ngoba ngeke phela singagcini izinto zakhona. Engikunothisayo nje inhliziyo ezimbi kubantu bakhona not bonke. Abasizani nje ngalutho abantu bakhona. Yey into abasenza yona ekhaya dankie
Inja uma kuzofika into eyingozi ekhaya eyabaleka yingakho ingelona usizo kithina ngoba lokhu okuhle ayikubalekeli kodwa okubi iyakubalekela
Sicela u-part2
UMapholoba uforcer, next time sizamele omunye umuntu Sohlaza ozokhuluma into eqondile
I became more confused as he answered the questions lol
INTERESTING
Shwele ngiyabonga kwiMpunga yesintu✅✅✅✅✔✔✔✔
Is this really live?
Ngicela ukubonga ngani madoda kodwa ngicela nenze kakhulu kakhuluu kuze nibuyise isintu kwaba Mpisholo
Sibonge
...ngiyabonga!!!
Amen
Ngike ngizwe kuthiwa isilo uVezi sasigunda ekhanda...sengishelo kulephuzu lokuthi okhokho bethu babengagundi ?
omunye wathi kimi, picture kababa (uShembe) akshiwo ukuthi is'thombe kepha kuthiwa ifodo, this has never made sense to me, ngicela ukuchazeleka bandla...akushiwo ukuthi isithombe kepha kuthiwa ifodo, like is this even true, if it is true, please make some sense to me regarding this cos I'm still confused kunamhlanje...ng'yabonga in advance ngempendulo, Amen
Wavelelwa ibhadi nje wena cc ngoba phela kwakuwu the tho nasendulo ukuthi awulali ungashadile then for for every wrong doing their are consequences ku funumuntu azithobe nje
Impunga yesiNtu
Manje; why should women not be expressive when it comes to their hair?
Nansi Ndoda ithi Ushemb wahlala eKzn eMpumalang🤣🤣
Yes ikhona impumalanga kzn @hammarsdale
Christ Jesus is the lord of all things , all power has been given to him in this world and in the world to come . all things were created for him by him whether powers , throne , dominions .Jesus Christ healed on the SABBATH , JESUS also gave a parable of your ox falling in a pit on SABBATH. Is man created for a SABBATH OR SABBATH for a man ?
Inkolo yakwa Shembe in abantu abaDidekile.
Bafunda iBible Lama Christian
Bagqokisa plasma Scottish
Baculisa okwama Muslim
Bathi bavikela usiko lwaMaZulu
Lol😂😂😂😂😂 ay udidekile wena
@@maxwellthabisothusi8859 😂😂😂
Cela uke ulalela Amahubo, the rhythm yakhona, bese ulalele izihlabelelo enkonzweni. You'll find similar rhythms. The Scottish part is because a group of visiting Scots banikela ngendwangu yakhona to uBhombela as a gift in the 1920s/30s. Kodwa imvunulo ebalulekile for abeslisa yilena yeskhumba. UShembe wafikela ezweni elihlala abantu beSintu, so iSintu siba khona in what we do
Impunga iyibeka icace lento, kodwa manje thina sakhuliswa ngokuth inja isuke ibona isipoki mayshaya umkhulungwane manje sididekile
udidwa yini wena
@@mduduziMavundla7242 ukuthi sakhula kuthiwa inja isuke izwa umoya omubi mayishaya umkhulungwane, manje sengthola okusha ukuth kusuke kwabadala basekhaya
Ungadideki Ngonyama inja ayikwazi ukwahlukanisa phakathi komoya omuhle nomubi hence it only sees 2 colours, black and white
im not impressed entirely by the answers from these guys
True, It's very disappointing really
Mapholoba ulwazi lwakho lufishane kakhulu....ngiyadumala because you are an academic.