O Lord, send healing to those beautiful souls, No one is perfect, and I don't blame either of them the way they reacted. May they start afresh to make up for the lost time and be a family again, It won't be easy but it's worth a try. Nothing happens without God's permission so even this union is permitted by God to teach other people a lesson of forgiveness just like He send His Son Jesus to forgive us. God bless you Amahle sengathi nendoda kamama ingangamlahli umama kodwa imxolele balungise impilo baqhubekele phambile nempilo. Thank you Steteleku, God bless you and your Show. Usebenzile Sisi 🎉❤
Thank you mdu uzoxola mase ready inkulu phela this issue kakhulu Uze wambiza ngisho ngo Mah she doesn't deserve ukubizwa kanjalo kodwa umbizile@@mduduziMavundla7242
Stetelegu benoma Qumbane wakuhlanga media can make a greater team since they have same character n wisdom in dealing with sensitive issues like this,who agrees with me?
Ukhamba lunakho ukufuza imbiza kona la. We pray she completely heals and akwazi ukumxolela umama. But inhlonipho is key. Kodwa asazi futhi ukhule kanjani lapho ekhulele khona.
Njengoba amlahla enezinyanga kubazali wayemfihlephi...aiy kubi emhlabeni 😢siyabonga umama waka Ndlovu may her soul rest in peace alale aphumule umphumulela wafuthi ❤
Hayi hayi Stetelegu uyatshisa, utshisa bhe. Unembeko , umhle, uhlakaniphile & u do yr research well. Phambili ntombazana. The sky is the limit. Love listening to yr programs. Even the rude ones/people at first u tame them with the truth u bring . U are really intelligent ❤
Ngiyabezwa abantu begxeka lengane kodwa idlule esimweni esinzima lengane. She was in a severe state of rejection and confusion, ngyambonga umama owamkhulisa ngokuzama kungekho Lula. I don’t know the pain of not understanding your own life and being rejected by whom you think is your family, a lot must have been in her mind. ncese sisi but deal with your anger it will not solve anything, love and light❤
Umzali akabekwa isandla nomanini, Unkulunkulu akududuze sisi, and kwamele umxolele Uma wakho kuze ukuthole ukuthula nawe empilweni. Awenzele muntu Uma uxola wenzela wena. Unkulunkulu akunikeze ukuthula between you and your mother.
Unembeza uvusa ulaka. Akakhohliwe uyakwazi akwenza esakhula ikho evuka ulaka engakezwa nokuthi kuzothiwani. Unembeza ke lowo. Ucasha ngesthupha. Thumbs up to Stetelegu you handled it very well. You deserve a crown
I also have a child engabalekelwa uyise ngiykhulelwe ngino8months he's 33 manje ayimazi uyise..guess what yakhula yafunda he is a professional teacher got his degree from ukzn..akufikanga ukuthi ngiyilahle or ngiykhiphe😢😢
Your opinion is matters. Kodwa angiboni kanjalo if it was you ubungakwenza ? Unobuntu u Amahle yes uhlukumezekile kodwa ukhuliswe ngobuntu ngeke nje aze alale noma athathele her mom indoda lets bet
For me I salute this mother...abantu besifazane bayazibulala ingane zabo but yena wakhetha ukumzala maqede wamnika umuntu azomkhulisa ....so please 🙏 sisi forgive your mom at the end she's your mom she carries your blessings 🙌 🙏 ❤️
Ngingomunye ofana nawe Amahle, angimazi nobaba wam. Abazali abangikhulisa ngina 3 months bangipha uthando bangifundisa ngashada ngathola abantwana ngahlala kahle. Ngiyakubongela Amahle ukhule kahle waziphatha kahle sisi. Kuzudlula lobuhlungu, nakimi kwadlula. Siyabonga Stetelegu uNkulunkulu akubusise.
UNkulunkuku ungukuphila dadewethu
Nkulunkulu akubusise njalo❤ @fikelephinyoka2030.
Ncese sisiv😢
Sibonge kwaNdlovu mele maka Amahle aye ayobonga bese amfake esibongweni sakubo ngba kwaba nenxabano mamaNdlovu nomyeni wakhe,sibonge Stetegu uyavundulula,✊✊✊ qhubeka Cc akufihle JEHOVA 🔥🔥🔥🙏!
🙏🙏🙏❤❤😭😭amnandi amazwi akho sisi
Ngiyakwethulela isgqoko ekhanda Cc stetelegu uyawenza umsebenzi wakho 🙏💯
Undichaza mayeti kulomama unesbindi sokuti alahle amatumbu ake; omunye ngapa uqhayisa ngomzi ofudumele wow kwaze kwanzima nkosiyam
Yabona lo cc stetelegu uyiqhawekazi cool and Collected ❤..Nxese Cc Amahle Hlisa umoya dadewethu usumtholile umzali manje mxolele uMah wakho plz😢😢
O Lord, send healing to those beautiful souls,
No one is perfect, and I don't blame either of them the way they reacted.
May they start afresh to make up for the lost time and be a family again, It won't be easy but it's worth a try. Nothing happens without God's permission so even this union is permitted by God to teach other people a lesson of forgiveness just like He send His Son Jesus to forgive us.
God bless you Amahle sengathi nendoda kamama ingangamlahli umama kodwa imxolele balungise impilo baqhubekele phambile nempilo.
Thank you Steteleku, God bless you and your Show. Usebenzile Sisi 🎉❤
Truly may God bring peace to their situation.
Lesson learnt.May all ladies take notes.
God does heal every heartily pain we go through in good time ❤🙏
This lady is very intelligent really keep it up my cctar watching you from Zimbabwe
All those that are from Tik Tok let's gather here.
❤
here🖐️
Yithi labo!
Sila!
❤
Stekelegu your communication skills are perfect. I love listening to you you're very intelligent....
Ngicela ukuku nika ama flower akho usaphila my Queen 💐💐💐💐 I love you Stetelegu❤❤❤
Cha makawanikwe bo UCC amaflower akhe🌹🌹🌹🌹🌹🌹🌹🌹🌹
Stetekegu the Queen❤❤🎉🎉😢🙏👑here is the Crown
Steteleku stofuzar sami qha uyayshay into yakho twana❤❤❤❤❤❤❤❤❤
🎉🎉my queen stetelegu
🎉🎉🎉❤💐💐💐
Uyahlonipha kodwa stetelegu ay🔥🔥🔥❤️❤️
Akahloniphi sdalo. Angisho kuthi umama wenza into elungile but as a presenter mele angafaki imizwa
The presenter inhlonipho yakho sisi nhiyayithanda ngicela uqubeke njalo sisi your the reason why I still watch this❤🎉
Stetelengu wethu,our first lady,our President ❤❤❤❤we love you
Elami lithi nomangame uthukuthele kangakanani kodwa inhlonipho ingadedikakhulu kithi, kakhulu thina bantwana, Qina Zulu❤ amandla Stetelengu🎉
Ayikho ingane engakuhlonipha wayilahla etholethi bese uzofuna inhlonipho zifake ezicathulweni zalengane intukuthelo enayo nokukhula kandzima utshelwa kuthi watholwa kuphi wena musani kuganga
But lomuzwa obhekene nengane unzima. Sisokola nje ngenxa yezinqumo zabazali 😭
So bekufane enzeni i think she composed herself kakhulu u Amahle uze wambiza ngusho ngo Mah kahleke nje
Thank you mdu uzoxola mase ready inkulu phela this issue kakhulu
Uze wambiza ngisho ngo Mah she doesn't deserve ukubizwa kanjalo kodwa umbizile@@mduduziMavundla7242
Cha nam ngjnhavele nhiyilahle isibil ingaane enjena ngoba noma engayithanda lomama ngeke iphindenimhloniphe komele kube uye ophenduka ingane cha mina nkulunkulu enganhixolela ngayilahle ke enomlomo.kmanzi kanjena
Well done Steteleku uthobekile Sisi yakwazi ukwenza umsebenzi wakho nganga uThixo angakubusisa
Stetelegu benoma Qumbane wakuhlanga media can make a greater team since they have same character n wisdom in dealing with sensitive issues like this,who agrees with me?
Very true
It would b a greatest bomb and team cos they love their work and their wisdom is beyond a talent they know their story period
Agree❤❤❤❤
Me✋
Eyy kungaba unqambothi
Wow Stetelegu you are always patient, humble and kind. Performing your job competently and deligentlty. God bless you further my sister ❤
Yes, zyakhala la okugqamile la kugqame ukugcola ku mama, futhi uhlulekile izi impendulo, syabonga c c Stetelegu ngo umsebenzi omuhle, "well done"
Waze wayisikhohlakali seqili wemfazi ukhohlakele wawuyifihlelani ingane ngempela.Stetelegu nomaQumbane u re my no.1 presenter indlela enimkhiphisa ngayo umuntu iqiniso🤴👸
Kkkkkkk ngaze ngahleka boo
Siyawubonga umndeni wakwa Ndlovu owakhulisa u amahle
Hhhey ulaka analo ngathi uwanjelwa amanga
Uyabonakala nje ukuth khona into ayaziyo ubona ngendlela alwa ngayo
Siyabonga mama ukuvuma inkosi ikubusise , kodwa thina obaba siyathanda umuntu engine yakhe ,mama xolisa kuphela
Engabe obani ababuka i television ngoba sonke sesihlala mana 🎉🎉
nami ngyayibuza
Hey yishoni niphinde siyabusiseka la
Syayivula izibuke yona😂
Yilaba abangenalo idata😂
Isibukwa oCocomelon mina ngizibukela oStetelegu noMaqumbane nabanye ngoba yeyi ziyenzeka booo🙆♂️🙆♂️🙆♂️
Inolaka ifuze unina lengane 😂😂😘
Ya ngoba ihlulwa nawukubonga umama owayikhulisa
Ukubawekho lamabody guard ngabesengikbulele, ukubazikho lezigora ubuzophuma uhlehlanyova😅
Stetelegu, you are one of my best investigative journalists. You don't dish out a half cooked podcast.
Very true. She deserves a wooooo Shem ❤❤❤❤
Kwanzima
Yabona wena Stetelegu ninoselesele lentaba niyiCombo bafethu ai umsebenzi wenu nginithulela umnqwazi🙌🙌
Yey uyasishaya ispani low majita🤝
Enkosi Sitetelegu.
Amahle mxolele umamakho Mntanam mna I understand ubunzima wahlangabezana nako umama nawe ngaphezulu..kodwa uxolo lulo lubalulekileyo khonukuze buzoqhubeka ubom.yhanga notatakho angakwamkela.mna ndakhuliswa zizandla ezahlukene 😭bephila bazali bam utata dewashona engazangandithengele noswiti.ndamkhangela umama ndamthola ndamxolela Wena unentlahla ngobuyile skolweni mina ngiyanga kubuhlungu💔💔mxolele.ulakhe Xolo amahle mxolele thixo zakubusisa Amahle.Enkosi Sitetelegu
Noma simgamgxeka u mahle kodwa mawukabuzwa lobuhlungu thula ngoba kubuhlungu kuye ngisho inhlonipho iyaphela ngoba ukwatile akayekwe akhiphe ekusenhlizweni yakhe kunini agowisha yedwa noma wubani odlula nje ngaye angakwenza naye never say never
❤
Uyiqhawekazi Stetelegu!!! Uyakwazi ukubamba inyathi ngezimpondo uyiwise phansi,,,siyabonga Nkosazane enhle. INkosi ikubusise ❤❤❤🥰🥰🥰
wawenza umsebenzi. o bAlulekile duduzeka cc undlule emlilweni kodwa waba yigolide lemfundo ungawukhohlwa lomndeni okukhulisile mthethelele. nomama ubengakwazi akwenzayo
Impela😂😂
Stelestele wena kodwa ungaba ngu mmeli shem , umuntu uphika into agcine seyivuma futhi enga phoqwanga muntu yazi. God bless your wisdom ❤❤
Engikubongayo ngaloo mama nkosyami akayibulalanga , aaaàaaaayi kubuhlungu kakhulu kulengani! !!!
May God bless bonkhe labafake sandla ekukhuliseni Amahle❤
Kahle Kahle Lomama ufuna induku ashawe yisikhohlakali masbisi Nathi sinazo ingane Kodwa siwa nazo sivuke ayinje ukuyilahla ingane Kube umendo ophambili ukunengane yakho mina nje ngithi cc ustetelegu ushembe akubusise🙏🙏💯💯
Stetelegu this is beyond excellent, keep it up my sister.
Muhle umuzi wakho sigilamkhuba sika mama.
😂😂😂😂😂😂
@@NzululwaziMtolo awu maduze uzohlukana nalobubuhle umyeni wakhe uzofaka isehlukaniso uyosindake mengabe aqala ngoku mrica bandla
@@nelisiwengcobo4529😂😂😂
😂😂😂😂😂😂👊👊
😂😂Ey nina nihlekisa umuntu ekhala
A trophy again n five stars performers to you stetelegu uyixhawe uyibamba impi ivutha amalangabi ndoda endala Soweto gp🏆🌟⭐⭐⭐⭐🍾👏
Stetelegu sisi u deserve an award uyindlovukazi ❤❤❤❤
Sibonga iqiniso livela kodwa kudingeka uXOLO ukuze kukhule ukuthembana kubo. Kuhle ukuzehlisa kukamama vele kumele kubenje ngoba sekwenzeka uThixo unako kuqala kabusha impilo. Wishing them a better life with cooperation uThixo ebasiza. Amen
Ngyakuvuma Ma Gatsheni uyawazi umsebenzi wakho S thandwa Sami wamgoba lomama onolaka kangaka 🕊️🙏🙏🙏🙏🥰
😊
Siyabonga kakhulu ku Stetelegu xola Amahle ukuze impilo yakho ibenempumelelo ❤
Stetelegu u deserve an AWARD. 👌👌
Best
How can we honor this lady maybe organise something like good money,,,, eish she did a great job
Mmmmmm kodwa Nkosi yam isono u Amahle akasemuhle.. Kodwa mama angaz ngathini I'm speechless ngyabonga ko wam umama waya Nam emshadwen kwaze kwafika izinsuku zakhe zokudlula emhlaben kodwa uthando angipha lona ngyalubonga noma wahamba ngimncane kodwa uthando kwakhe ngyalwaz
😢😢Syabonga xem unkulunkulu amkhumbule
Kodwa uyimbokodo ngoku pass umatikulatsheni amahle, uThixo akugcine amahle noma ukhule kanzima, sale usumxolela cc.
Kodwa lomama waze wayinja shemu ngenxa yendoda nje ufihla ingani aycha abafazi abanye babo yizinja shemu
Bt ccMandlovu uyawushaya umsebenzi wakho ❤
Siyabonga Lady Amoh ukuthi wafunda unesikhali unefa laphakade ongeke waphucwa muntu
My lady here are your flowers💐💐 you are so humble, what a great communication skills ❤ you are so professional
Akukho okufihliweyo okungaseyukuvela lomama wenza iphutha elibuhlungu empilweni yengane sibonge uStetegu nohlelo lwakhe nesineke anaso uphiwe sisi wabantu iNkosi ikubusise 🙏 mtanomuntu ubizelwe kulento Sisi Keep it up Nkosazana.
😭😭😭 cc uyasebenza u Jehovah akubusise sibonga no ma Ndlovu ngiyakuvuma my queen I sulute you ❤️💯 , my girl nikela ku Jehovah wuyena ozoku
Mhlolele ke ngane yami I kakhulu ngoba uyavuma lithi izwi lenkosi Uma nizivuma izono zenu unkulunkulu uthembekile ukusithethelela kodwa Uma siziphila akasixoleli xola ke ngane yami. ❤❤❤
Wooooooooooow I'm speechless!! Bengithi kuya actwa ai....
Especially Ekucaleni la abeyisa khona
namanje ay mina is not make sure
I also think they're acting. It's my first time watching this channel. Maybe I'm wrong
It’s shocking
Waze wamkhulu wamuhle futhi umuzi wesgilamkhuba😍😢
😂😂😂yazin
Cha muhle ngempela umuzi wesgila mkhuba naso futh sihle siphila kahle futh siziganele kahle kube kuhle bangayifici indoda yalomfaz
Yazin kkkkkk
😂😂 muhle impela
😂😂😂😂khuzeka booo
Hawu lomama unjn Kanti uphika ingane,nowami umama wangiphika kanje engifihlile endodeni yakhe,sihlupheka kanjena ngenxa yabazali😢
😢😢 nces oh mnj wagcina ekuphik njalo yini dali
Nxese ntombi 😢
Askies 😢
Phephisa cc
@@LondieLoh ngyabonga cc kuzodlula noma kunzima,namanje ayibhekani mina naye wathi ezakhe izingane uhlala nazo egoli noyise wazo,angimfuni nokumbona wangilahla ngizelwe ngamthola ngo 2012 egoli wathi angimbize ngocc coz lendoda ahlala nayo ayingazi uzochithekelwa umuzi yena ngenxa yami,yey angimfuni loyamfaz ngiyamenyanya🤞
Ai ngiyazwelana no Amahle ezimeni adlula kuzo.kodwa sibonga kuthi ekugcineni umbonile umzali yize wenza isenzo esimbi.Stetelegu esingumkhaya naso ngiyasibonga ngomsebenzi omkhulu kangaka.Amahle noma kubuhlungu kodwa ncenga nhliziyo yakho umxolele umawakho ususe cala kuwe.uma esayojeza useyojeza ezulwini kodwa wena mxolele.inkosi ikukhumbule❤
Syabonga Stetelegu yimbi kakhulu into eyenziwa umama kodwa akumniki igunya lokufuna ukphakamisa isandla kumtomdala.inhlonipho mtanami ibaluleke kakhulu.
True
Ukhamba lunakho ukufuza imbiza kona la. We pray she completely heals and akwazi ukumxolela umama. But inhlonipho is key. Kodwa asazi futhi ukhule kanjani lapho ekhulele khona.
Umama unephutha elikhulu kodwa lomtwana ukhombisa ukungahloniphi ingabe bayophilisana kanjani
Cc stetelegu syabonga qhawekazi u Jehova asingcinele wena keep it up cc
This initiative needs support, their petrol, counseling, staff Siyabonga sisi Stetelegu with such profound initiative God bless you
28years 💔💔💔🤭🤭🤭🙆🙆🙆wayezitshel'ukuthi uphumelele awu zakhalake namhlanje Stetelegu 💃💃💃😲😲😲
May so rest peace🕊🕊 Mama owakhulisa Amahle 😢 unkulunkulu akuthethelele wonke amacala wakho🙏❤️
Utholwekanjani
Loluhlelo lakho sisi i vehemently love it nd yakwati lokwentako cc..❤
Ayikho show emnandi ukudlula le Ka stetetelegu🎉🎉🎉🎉🎉
Kfana nekamaqumbane bayazi into yabo
Uqinisile ❤
Njengoba amlahla enezinyanga kubazali wayemfihlephi...aiy kubi emhlabeni 😢siyabonga umama waka Ndlovu may her soul rest in peace alale aphumule umphumulela wafuthi ❤
Umuntu wesfazane ukhalela umuzi indoda umshado okudlula igazi lakhe😥😥😥
Ngibonga amandla uThixo angipha wonke wokuthanda ngikhulise izingane zami🙏🙏
Stetelegu cc wami ukhule uThixo akuvikele kulomsebenzi wakho♥️♥️♥️♥️
Lomama wakhe nimthole kanjani lomama abashiya kuye ubemazi na? Muhle umsebenzi wakho Stetelegu❤love you impilo ende ❤❤
Good question
NAMI fisa ukwazi yazi hhey isebenzile intokazi yakwandlovu
Yebo bemthole kanjani
Nami ngyafuna ukwazi
Nami ngifisa ukwazi bamthole kanjani
Akukho okufihliwe okungayokuvela😢😢😢😢
Hayi hayi Stetelegu uyatshisa, utshisa bhe. Unembeko , umhle, uhlakaniphile & u do yr research well. Phambili ntombazana. The sky is the limit. Love listening to yr programs. Even the rude ones/people at first u tame them with the truth u bring . U are really intelligent ❤
Welcome back Stetelegu we love you and your hard work 💜 ❤️ 💗 💕
😊Waze wakhohlakala lomama ngokulahla amathumbu akhe Ayo shame ziyenzeka langaphandle
Stetelegu sethu❤❤❤❤❤ much love cc.Ave umazisa,omunye umuntu😊ave uhloniphekile,uyazehlisa noma,ngabe umuntu uthini kuwe kodwa uba yinto eyodwa.Syabonga cc uyahlonipha uthobile uTxo akubusise aze,athinte nenzalo yakho ingenwe yilomoya wakho.Syabonga,cc uyisisekelo sezwe kubantu besfazane awuthathi hlangot kodwa uma neqiniso muhle umsebenzi wakho dali syabonga iQhubeke njalo cthandwa sami sikhona sizokweseka
Mxoleleni Umama bakithi uyachaza ukuthi wayemncane engazi ukuthi uzoyenzenjan..thanks to God ukuthi akayibulalanga ingane..
Nakhu usemdala akazixaki ngani ngokwazi ukuthi ingane iphila mpiloni injani la ikhona?
Wayekhona nje ubaba wengane kungcono engabe wayilahla kuyise.
Ngiyakuzwa mina but nje mina owami ngamthola ngina 15 ngamkhulisa nibe bekulukhuni nje locc unenhliziyo embi futhi ukhohlakele
@@SizweMkhabela-xb3lp wayengazi nomkhondo ukuthi engakephi ngoba wanika umuntu ayengamazi.
Khona kmele ngabe wenza njalo. Kodwa ke still ngabe bayamjaja@@BhekiFuze-v3j
Ngiyabezwa abantu begxeka lengane kodwa idlule esimweni esinzima lengane. She was in a severe state of rejection and confusion, ngyambonga umama owamkhulisa ngokuzama kungekho Lula. I don’t know the pain of not understanding your own life and being rejected by whom you think is your family, a lot must have been in her mind. ncese sisi but deal with your anger it will not solve anything, love and light❤
Sibonge ❤
Aybo kanti abanye abantu banjani. Bayigxekelen lengane ngempela ngubani ongadingi ukukhuliswa ngumama wakhe athole uthando lwakhe.
Umzali akabekwa isandla nomanini, Unkulunkulu akududuze sisi, and kwamele umxolele Uma wakho kuze ukuthole ukuthula nawe empilweni. Awenzele muntu Uma uxola wenzela wena. Unkulunkulu akunikeze ukuthula between you and your mother.
Siyambonga Lomama, ukuthi akukhulise even engakuzali sorry for growing so hard empilweni yakho.
Sawubona stetelegu muhle umsebenzi wenu Siyabonga kakhulu unkulunkulu akwandisele cc wenza umsebenzi omkhulu kodwa I've umcane
Stetelegu muhle kakhulu umsebenzi owennzayo ,uyancomeka futhi kodwa sisi ubuye udefende okuyinto enhle futhi, kodwa okumele ukwenze kakhulu ukuba phakathi nendawo ulamule ungabasi umlilo sisi ♥️
Sistera leJob uyinikwe uNkulunkulu may God protect you sis akubusise❤❤❤❤❤
Amen ❤❤
@patr by
17:13 17:15
17:01 icazwane400
Muhle umsebenzi wakho Stetelegu ngbuke ngise Goli, uyakthola ukuphumula umoya mawutholana nomndeni❤❤❤
Nangu esethi uyayhluphekela😂😂😊
Kodwa Mahle xola phela nawe cc akakubulalanga waphisana ngawe ukusho khona ukuthi kwakuyibuncane njengoba esho 🙏 ❤❤❤
Unenhliziyo embi lomama ubaba wengane wayeyifuna kodwa yena wayilahla etoilet 😢
Wayengamusi ngani ubabawakhe ngoba wayekhona nje
Ngabe kakunjena ukuba umfowabo kamama kaAmahle akaze zanga isgora esibhedayo...lomama akanalo iqiniso ukuthi Kubo babengazi kodwa umfowabo waxosha ubaba wengane ethi uzoyifuna...amaqili omndeni
Siyabonga Stetelegu nhokuthwala.loludaba.sicela u Part 2 sekutshelwa umyenj wamama ka Amahle and part3 sekuhlanganwa no baby ozala u Amahle
Seconded
Seconded
Uzophola cc sidlule zintweni ezinzima kodwa siyanqoba ngishonjalo Amahle ngane yami qhubeke ufunde uzimele amen❤
Oh ngxesi amahle masibulele uThixo ukwazile ukukhulisa wakukhusela umhle ngase ufumane ithuba apho.uyomxolela khona umamakho owakulahlayo ukuze ufumane ukuphumla emoyeni wakho masibulele ufike esaphila ujongane naye
Siyabonga sisi muhle umsebenzi wakho , inkosi mayibe nawe ❤
Unembeza uvusa ulaka. Akakhohliwe uyakwazi akwenza esakhula ikho evuka ulaka engakezwa nokuthi kuzothiwani. Unembeza ke lowo. Ucasha ngesthupha. Thumbs up to Stetelegu you handled it very well. You deserve a crown
Ngibonga umam owakhulisa lengan..nowam nalengan akangayilahla futhi yoo kunzi mama wajola kanjaninumncan uze ulale pho
...usuzel wahlulwa yin ukum nengan ume ne sisu
Syabonga cc stetelegu laze labuhlungu udaba lwaAmahle unkulunkulu ampholise amanxeba❤❤❤
Siyabonga stetelegu kodwa nawe Amahle umxolele umama wakho sonke siphila ngamaphutha
Sisi isitori sakho saze sababuhlungu,nami ngakhula kabuhlungu,ngahlupheka ngingamazi umama wami,wena kunqcono uyaxolisa wami azange axolise,nobaba angimazi till today uzewashona lomama angakasho lutho kimi,ya..abazali 😭
😂😂😂😂😂😂yeka ukubhoka kwakho uze uthi uzomemeza ubize omakhelwane
Wangagcina ngokubhoka wasememeza 🤣🤣🤣🤣🤣
Yeyi😂😂😂😂😂😂Enza idrama ebhedayo
I love you Stetelegu❤Keep up the good work!!!
Please ngicela uyilandelele let mntanami u part 2
Glad you are back Stetelegu ❤I really love you from Polokwane ❤
Ndaze ndajabula ubuyile Magatsheni usabuye nokuthobeka kwakho cthandwa I love you my Engel ❤❤👌
Mxolele cc umama ,ndibulela ukuba usaphila ntombi.❤
Ngiyakuthanda stetelegu n umuhle❤❤❤❤❤
I had a child at a very young age but I ve never even think to abandon my child.As a woman u have to struggle with your own, protect them
I also have a child engabalekelwa uyise ngiykhulelwe ngino8months he's 33 manje ayimazi uyise..guess what yakhula yafunda he is a professional teacher got his degree from ukzn..akufikanga ukuthi ngiyilahle or ngiykhiphe😢😢
Me too at the age of 17 I was already having 2 children now my first born got 42 and my last born is turning 40 December
Same here I was 15 mangthola ingane but akaze nj ngicabange ukuyilahla uyazthethelela nj lo mama
@@SaraModiseexactly njengam ❤
Eish kunzima umunt nomunt unesabelo sakhe emhlaben but ngoba umama ukhomba kut unalo ukholwanyana xolahh ntokaz ❤
Angeke simjaje umama wentombhazane nathi sinamaphutha uJehova uyazi nkosi yami.
Kodwa hhayi elinje. Futhi nje akulona iphutha ungamkhulumeli
Hayi suka ngumsangano wodwa lento oyikhulumayo angeke ugane bese uzofihla umphefumolo onganacala ngesimanga sokugana
Ai Stetelegu cc ngikwethulela isigqoko❤ uyawushaya umsebenzi, isizotha sakho, ukuzehlisa kwakho, indlela yokwenza umuntu agcine khulumile❤❤❤❤❤❤
Kodwa Stetelegu ukhuluma iqiniso elibuhlungu noma esevumile uyamtinyela kabuhlungu mxolele manje lomama ,unesindi seqiniso elibuhlungu i salute cc
Waze wanzima loshukela usile lomama😂😂😂😂 lapho kade eyusivutharing kuqala uhlelo😂😂😂😂😂
Ukusa okukuye shemu😂😂😂😂wengane nampa abant bezongihladela😅
Asazi izimfihlo zaMah wakho😢
Ukubabkhali kanje kuyabonakala ukuthi uyazazi ukuba wenzani ngaphambili siyabonga Stetelegu ❤you so much
Xola Amahle akukho lula but Zama ntombo ❤❤. Love and strongs girl😊
Stetelegu ayi Mina ngiyakuthanda haaaaaaaa ntokazi haaaaaaa❤❤❤❤❤❤
Amanzi ayasiza ngempela uma unyukelwa umoya. Wawaphuza luyehla ulaka. Wanolaka uMama engakasizwa nestory
Siyabonga my Queen kungathi singathola isiqephu sesibili🎉🎉
Yooooo lentombazana mingahlala nomawayo ingamthela indoda ngiyasola iza nge revenge kodwa lomama nkosiyami
Nami ngibonanjalo,,,uzo revenge a
Your opinion is matters. Kodwa angiboni kanjalo if it was you ubungakwenza ? Unobuntu u Amahle yes uhlukumezekile kodwa ukhuliswe ngobuntu ngeke nje aze alale noma athathele her mom indoda lets bet
I wonder niyithathaphi le mentality yokuthi indoda iyathathwa
Syabonga kuthi ubuyile Sthandwa Sam ❤❤🎉
For me I salute this mother...abantu besifazane bayazibulala ingane zabo but yena wakhetha ukumzala maqede wamnika umuntu azomkhulisa ....so please 🙏 sisi forgive your mom at the end she's your mom she carries your blessings 🙌 🙏 ❤️
Uyisikhokho stetelegu BIG UP!!!❤❤❤❤❤❤❤❤
Welcome back stetelegu ❤❤❤❤❤siyakuthanda muhle umsebendzi wakho
Lezizingane kakhulukazi lama 2000,kungakuhle bathole isifundo sokuthi zihambele kude ekuzihlanganiseni nocansi,ngoba ukhulelwa uyingane kuba namaphutha anjengaleli elenzeka kumame esemncane.
Umamah wenza iphutha elikhulu lungile ngoba uyazisola mxolele mntanami 🙏
I dont think She deserves that opportunity. Yerrrr! Oku worse akamazi ukhuliswe kanjani. Ay kubi langaphandle yhoooooooo.
Nop akunaxolo la intombazane ayithole ikubo baba wakhe iyoqhubeka nempilo khona
Amahle xolela umama ngibonga ngoba uyalibona ilphutha lakhe