uMayogathi ubekwe Ali Mgube bukhoma kwi Mpucuzeko

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 13 сен 2024

Комментарии • 166

  • @MsiziLuthuli-ye1zy
    @MsiziLuthuli-ye1zy 27 дней назад +28

    Aw kodwa smakade 😢baba Mgube uyobongwa nase mazulwini🙏🙏

  • @MzokhonaVilakazi-e6f
    @MzokhonaVilakazi-e6f 27 дней назад +42

    YAZ BAFWETHU 🔥NISIFUNDISA 🔥UKUTHI UMASKANDI UYISIKO LWETHU 🔥🔥SYABONGA KAKHULU🔥BABA ALI.

  • @LwandoMathandabuzo-wq5rh
    @LwandoMathandabuzo-wq5rh 27 дней назад +16

    Kodwa misebenzi kaMbeje iyabonakala ✊✊✊✊✊

  • @mbhelerp8431
    @mbhelerp8431 27 дней назад +17

    Aw siyabonga bafethu ...ukubona nokikhulisa lendoda ...umaskandi wokuqala onje uqophe umlando ..sonke asidunde ayikho into angeke siyenz masingayek ukuzingabaz ❤❤❤❤❤

  • @sibuleloxbs7289
    @sibuleloxbs7289 27 дней назад +26

    Okuhle kodwa Yogurt All the Best👑👑👑💯🔥🔥🔥🔥🔥

  • @andilecheetah2194
    @andilecheetah2194 23 дня назад

    Kubukeka behlangana bezwana oMasikandi bethu esibathandayo. Syabonga ♥️🔥🔥🤝

  • @zothahneliswa1686
    @zothahneliswa1686 27 дней назад +11

    Phoo anisho ngani ukuth king Bliss,,✊🏾✊🏾✊🏾✊🏾✊🏾✊🏾✊🏾✊🏾✊🏾✊🏾💫

  • @qaphelasphamandla4053
    @qaphelasphamandla4053 27 дней назад +12

    Ngangomnteguqile Bude bogway' usuphela uhlaya lol' phenduk' udumo. Umathandwa nayzitha zakhe ngan' bonke bayayidl' iBliss 🔥🍯👑

  • @mbusonkomo3327
    @mbusonkomo3327 26 дней назад +4

    He promoted Bliss, they must make him a brand ambassador

  • @MnothoMsweli
    @MnothoMsweli 26 дней назад +2

    Ubukhosi kwe gcokama yibo lokhu wamnika siyabonga mngube

  • @user-bh5kn2lt8i
    @user-bh5kn2lt8i 26 дней назад +2

    Umuhle umusebenzi ka Baba Mgube umsebenzi omhle ushayelwa izandla kubongwe nasemazulwini👏👏

  • @NOSIPHOTHEMBELIHLEMBAMBO-xc2ph
    @NOSIPHOTHEMBELIHLEMBAMBO-xc2ph 27 дней назад +10

    Mase lisina mayee🙆‍♀️😂😂😂😂😂 usimele singama 2k

  • @KwandileSokhela
    @KwandileSokhela 27 дней назад +8

    Ngajabula ngaze ngafikelwa inyembezi nkosi yami❤❤❤

  • @AustinLowe-sh3bv
    @AustinLowe-sh3bv 27 дней назад +6

    OMASKANDI AVE BEXHASANA SHEM KHULAN BAFE2 NIYISIBONELO ESIHLE. NAKWABANYE ABANTU NAKWEZINYE IZIZWE UJEHOVA ANIKHULISE NJALO NJE 👏🥰😍

  • @beautynzimande4939
    @beautynzimande4939 26 дней назад +1

    Nazenangibusisa maciko Mgube mfe2 syabonga ukuthanda uBliss,KHUPHUKA LAPHO BLISS❤❤❤❤❤Mpucuzeko up up

  • @Eyzin.MtaneG
    @Eyzin.MtaneG 27 дней назад +9

    Umntu uyesekwa kwaZulu sukah ❤❤❤❤🎉

  • @Sbonelo-lr1id
    @Sbonelo-lr1id 27 дней назад +3

    Siyabonga bafethu nigqubeke njalo ❤❤

  • @MxolisiNdwandwe-c9u
    @MxolisiNdwandwe-c9u 21 день назад

    Khuphuka lapho nsizwa yakithi ngiyakugcoba iyinkunz💯

  • @SinenjongoVethe
    @SinenjongoVethe 27 дней назад +3

    Ndiyaqala ukubona into enhle ngalendlela ize ingikhalise wow,ndibone namhlanje ukuthi kahle kahle la eSA sisaphila kwaye sisenabo ubuntu❤siyafakaza nathi la eEC uyinkosi wena kaMayoghurt

  • @vuzimuzi7261
    @vuzimuzi7261 27 дней назад +6

    Le south Africa 🇿🇦 ekuma skandi is 👌👌👌

  • @sibusisorochematshobasbu7747
    @sibusisorochematshobasbu7747 15 дней назад

    Isandla sakho siyathinta siyabusisa qhawe lakobhekameva ❤

  • @siyabongachili94
    @siyabongachili94 27 дней назад +5

    Yaz ngaze ngayjabulela into engiybona la,syabonga bafwethu ukhule Bliss

  • @VUSUMUZIMngoma
    @VUSUMUZIMngoma 26 дней назад

    Bhuti mgube siyabonga ,wamuhle msebenzi nge bliss yesizwe maskandi uhamba wodwa ngezinga

  • @mthobisimhlongo-fp6rn
    @mthobisimhlongo-fp6rn 26 дней назад

    🔥🔥🔥 bfethu nisikhombisa kakhulu kuthi sibone kuthi animthatheli phansi omunye umuntu siyabonga

  • @christopherndlovu2272
    @christopherndlovu2272 27 дней назад +1

    Umgube uyaphila bafethu Dankie thuphoo

  • @Wandilemsani-u7v
    @Wandilemsani-u7v 27 дней назад +1

    Mayoghurt up laph bliss Yama bliss💯🔥🔥💯💯😁

  • @user-tx7rf1fc4o
    @user-tx7rf1fc4o 27 дней назад +2

    Up lapho Bliss lethu❤️❤️✊

  • @Vezi864
    @Vezi864 27 дней назад +1

    Sibonge baba uMgube🎉

  • @laphili
    @laphili 26 дней назад

    Kodw nge Bliss no Ali 🇿🇦👑

  • @zodwarose-path2149
    @zodwarose-path2149 27 дней назад +2

    Kodwa ningenzani kwakuhle kwethu yabona uMbeje❤❤❤❤😂😂😂

  • @khanyieNtombela-mr5kh
    @khanyieNtombela-mr5kh 27 дней назад +5

    Syabonga nkosyami bhuti Alli

  • @ThandekaSibanda-k6h
    @ThandekaSibanda-k6h 26 дней назад

    Up up MaBlis kulate laah❤❤❤❤❤❤❤

  • @IgonaelihleIgona
    @IgonaelihleIgona 27 дней назад +3

    Awu kodwa uthando olungaka kuhle lokhu mawukhule umaskandi✊✊✊

  • @AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx
    @AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx 27 дней назад

    Up lapho bliss ka zwelonke🎉🎉🎉🎉🎉❤❤❤❤❤❤

  • @samkelontuthuko8855
    @samkelontuthuko8855 27 дней назад +2

    Khuphuka bliss lesizwe🎉🎉🎉

  • @elvisnkonde401a5
    @elvisnkonde401a5 26 дней назад

    siyabonga sizwe samabhinca, yinhle kakhulu lento eniyenzayo...uNkulunkulu anandisele

  • @CuzukoChiya
    @CuzukoChiya 26 дней назад +1

    Siyabonga singama NMZ thatha Mayogathi thatha

  • @MenziesMaqedaNcube
    @MenziesMaqedaNcube 27 дней назад +1

    Baba Mgube unkulunkulu akwandisele lapho othethe khona

  • @SabeloMngomw
    @SabeloMngomw 27 дней назад +2

    And iyacula ngemempela lendoda bliss

  • @AndriesMnculwane-lc6ec
    @AndriesMnculwane-lc6ec 24 дня назад

    Aw bakithi nkosi nze ❤❤

  • @NtombikhonaZwide
    @NtombikhonaZwide 26 дней назад

    Siyabonga bhuti mgube ngento oyenze kubafo unkulunkulu akubusise mfowethu🙏🙏🙏🙏🙏

  • @samkelisiwembutho
    @samkelisiwembutho 25 дней назад

    Wowowowow 👌 👌 👌 🎉🎉🎉🎉🎉❤❤❤

  • @mbalimiya9244
    @mbalimiya9244 27 дней назад

    Uthando olungaka🤝

  • @moyomuhlesoka1740
    @moyomuhlesoka1740 27 дней назад +1

    MfokaMgube uyindoda kuhle okwenze kithi 😅

  • @Hloni-kg5ie
    @Hloni-kg5ie 27 дней назад

    Ali mf2 syabonga uyobongwa nasezulwin

  • @user-sq4me5vc1q
    @user-sq4me5vc1q 20 дней назад

    Dankie mfoka Mgube ubongwa inkilaytheka kwavumbu isgodi kwangoni

  • @mqondisiButhelezi-we9qj
    @mqondisiButhelezi-we9qj 27 дней назад

    Ngaze ngaythanda le engiyibukayo😂😂😂

  • @XolaniNgobese-ks5ki
    @XolaniNgobese-ks5ki 27 дней назад

    Uphi Mbeje 😂😂😂😂😂 idlale NGO 9 sanandisa stage😂

  • @user-tf7si7qk3n
    @user-tf7si7qk3n 26 дней назад

    Lukhu kukhombisa ukuthanda a kwaculi singathi nabanye bangabukela kulokhu

  • @ayandaanele3180
    @ayandaanele3180 26 дней назад

    Babu Ali ubuqhawe bakho buyancomeka uyakhombisa ukuth umdala kulendima kamaskandi

  • @NokwaziNxele
    @NokwaziNxele 27 дней назад

    Inkosi thuthile Mandaba sise nmz nkulunda ba nmz Siyabonga mkhaya😂😂

    • @StheMahlobo
      @StheMahlobo 26 дней назад +1

      Manje sesithelwelani ngalezizinto eniziphethe magidangoma ningimoshele iympahlazami 😡ngavelengagoduka mxm

  • @IgugulethuFilms
    @IgugulethuFilms 27 дней назад +1

    #Tsholotsho.....Hey Madoda big up King of Maskandi ....#Africa_my_Continent

  • @nkosinathisibeko4425
    @nkosinathisibeko4425 27 дней назад +12

    Bliss 👏 👏

  • @mondise574
    @mondise574 26 дней назад

    🎉🎉❤Salute maskandi

  • @sthembisopenwell6591
    @sthembisopenwell6591 24 дня назад

    Awu madoda Nyutriyenti yethu❤😂😂😂😂

  • @thamigolden6991
    @thamigolden6991 27 дней назад

    Nice one

  • @R17Sds
    @R17Sds 27 дней назад

    HAI CHA BAFETHU LENDIZWA EPHETHE MANJE NGIZOTHATHA UKUYINCOMA NGOMSEBENZI OMUHLE YASHO YATHI NAKANJA UMAYOGATHI YI NKOSI

  • @LumkaLumkay-pe8fj
    @LumkaLumkay-pe8fj 27 дней назад

    Up lapho Danone lezwe Up Bliss lezwe lonke danko Mbheje

  • @sibonisombhele2536
    @sibonisombhele2536 27 дней назад +1

    Ei bafwethu ngithanda indlela enisekana ngayo❤❤❤

  • @antoniongceni9310
    @antoniongceni9310 26 дней назад

    King bliss into ezimnandi mayogiyogi

  • @thwalawangempela
    @thwalawangempela 27 дней назад +1

    Yagqilaza I bliss madoda👏🏽👏🏽👏🏽👏🏽

  • @sizwematchesdlamini8310
    @sizwematchesdlamini8310 27 дней назад

    Bliss 🎉🎉

  • @user-mv9vc9dz7t
    @user-mv9vc9dz7t 27 дней назад

    Imisebenze emihlee kangaka nkosi kubaculi niyisbonelo esihle kuthina mihle imisebenze yenu ❤❤🎉🎉🎉

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 27 дней назад

    Up laph King Bliss

  • @njabulomkhwanazi1866
    @njabulomkhwanazi1866 26 дней назад

    Congratulations 🎉🎉🎉🎉 bliss

  • @user-gt2xt1uk7y
    @user-gt2xt1uk7y 26 дней назад

    King Bliss

  • @LungisaniChonco
    @LungisaniChonco 27 дней назад

    Bliss madoda suka😂❤

  • @luyandalunga7464
    @luyandalunga7464 27 дней назад

    Ngise kapa kade ngilindile Bliss madoda ngaze ngayithanda lensizwa iyazethemba nd ayinamahloni syabonga kubahleli bomcimbi naku mfo kandukuzempi alie mgube uyindoda

  • @siphomdluli1771
    @siphomdluli1771 27 дней назад

    Hey, nenzani lopho kwamaskandi😂

  • @SabeloMngomw
    @SabeloMngomw 27 дней назад

    Syabonga bafwethu niqhubeke ine talent lensizwa

  • @Spha753
    @Spha753 26 дней назад

    Abantu bathi Bliss🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾

  • @ngusefola7502
    @ngusefola7502 27 дней назад

    MGUBE UYITHATHEPHI LENGUBO OKHUPHUKA NGAYO

  • @EmihleAmanda
    @EmihleAmanda 25 дней назад

    Bliss bliss mandoda

  • @thabisoradebe5370
    @thabisoradebe5370 27 дней назад

    ai kudlaliwe ngathi

  • @oupatshabalala6060
    @oupatshabalala6060 27 дней назад

    up lapho bhinca lami the bliss madoda

  • @XolaniNgobese-ks5ki
    @XolaniNgobese-ks5ki 27 дней назад

    Siyakuthanda mfoka mgube awunayolento yomona

  • @Khoza_TR
    @Khoza_TR 27 дней назад

    🙌🔥👑

  • @mdumiseniblose7799
    @mdumiseniblose7799 27 дней назад

    Aw kodwa zoso mft ngbonge ukungthwebulela umkhaya wam lomuntu owangakithi Mina ngka nyuswa harding uksuka dolobhen harding ngyamzimkhulu it's only 30 muntes drive aw ASBONGE khuphuka Bliss syakuzwa thina nawe mzimkhulu awumncinane👌✌️

  • @AfricanDuchess
    @AfricanDuchess 27 дней назад +2

    Uthando olungaka❤🎉

  • @user-mv9vc9dz7t
    @user-mv9vc9dz7t 27 дней назад +1

    Ali mgube umusa wakho nothando olungaka 🎉🎉🎉 uyisibonele esihlee kuthini nabobonke enibambisene naboo❤❤❤

  • @MuziBShiyabedlaMathenjwa
    @MuziBShiyabedlaMathenjwa 27 дней назад

    Yabonga i Bliss izokuphakamisa loku o kuma Yoghurt ngoba kuyayi prometer

  • @lungelomnguni2870
    @lungelomnguni2870 27 дней назад +1

    Khuphuka bliss man😂😅💥

  • @WayneGama
    @WayneGama 27 дней назад

    Ay ibhoza u bliss

  • @sinentlantlatshangase
    @sinentlantlatshangase 27 дней назад

    khuphuka mkhaya Up e Mzimkhulu izkhwama😍😍😍😍

  • @user-bm5ll4xm3v
    @user-bm5ll4xm3v 15 дней назад

    Umsangano lo senihamba nithi nkosi igama elithi inkosi alihambi liphathwa nje umungumzulu ophelele

  • @nomzamombatha4929
    @nomzamombatha4929 27 дней назад

    Bliss ❤❤

  • @alwaysdube4785
    @alwaysdube4785 26 дней назад

    intwenhle iyabukwa mfoka nduku zempi up up

  • @MakhosonkeNdebele-jf4in
    @MakhosonkeNdebele-jf4in 27 дней назад

    Up lapho bliss

  • @MthulisiDlamini-j9m
    @MthulisiDlamini-j9m 26 дней назад

    Yinhle lento👌

  • @Mbuyisa
    @Mbuyisa 27 дней назад

    Inkosi inibusise bafwt 🤞🤞🙏🙏

  • @mahlasecan
    @mahlasecan 27 дней назад +2

    Manje vele uyigqokile uAli 🤣🤣

  • @AyandaMdladla-di7dh
    @AyandaMdladla-di7dh 27 дней назад

    Ncaaah Nkosi
    Izinyawo nje ezishodayo 😂🎉❤❤❤

  • @jongie237sfiso
    @jongie237sfiso 26 дней назад

    Zinkulu kdwa iinyawo ze Bliss..
    Waze wagqoka kamnaandi we Bliss😅

  • @CelimpiloNgubane-sc6vo
    @CelimpiloNgubane-sc6vo 27 дней назад

    Okuhle kuza kwabalindayo syakubongels mayogsrt

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 27 дней назад

    Bliss❤❤❤❤

  • @ThembaNgubelanga
    @ThembaNgubelanga 27 дней назад

    Siyabonga Ali mgube kuhle enikwenzile bafowethu

  • @embo_films
    @embo_films 27 дней назад

    Bliss yethu 🙌🙌🙌🙌🌟

  • @mqondisiButhelezi-we9qj
    @mqondisiButhelezi-we9qj 27 дней назад

    Ayi ke ibekiwe inkosi 🤣🤣🤣🤣🤣

  • @VUSUMUZIMngoma
    @VUSUMUZIMngoma 26 дней назад

    Blisss yesizwe

  • @mzwandilemqamu870
    @mzwandilemqamu870 27 дней назад

    Khuphuka lapho Bliss 😂😂