TOM SBALI- UKUSEBENZA NO MGQUMENI,UKWAZANA NO BIG ZULU,UMASKANDI,HIP HOP ETC...
HTML-код
- Опубликовано: 7 фев 2025
- IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
nice interview, inogazi lendoda....ziya thokoza iynsizwa emerafe ngilukhumbula kahle lelo suku aluchazayo ubhut
Uyazi uSbali waze wangikhumbuza uTshata mhla iNdidane ifika ngo phephele ePeoples Park eMabhida, ivale mfana 😅😅😅😅
Dankie yamnandi interview
Aw Sukaaaaaaa isoka laSisi madoda 🙌🙌aiy iyaphila lenkunzi bafeth jealous down ❤❤uGod ayandisele
Syabonga bhuti NGO sbali ngiykhonzile lenkunzi bengingaz nokuth isuka kude kangaka nomculo
Finally ngize ngizwe ukuthi wahlangana knjan no Big zulu Sbali
😂 lomfana imibuzo yakhe ilokho uphushela ukuthi kukhulunywe ngamanqaku ebhova akonwabi uma sekukhulunywa ngamanqaku endidane eyii😅
Besiccela. Umfilisseni magubane.
Syayijabulela interview ka Sbali
Ngyamkhumbula egxoba uSkhevane kwi Bhova
Washo ngambona yazi uyena Ngampela
Iyiphi leyongoma bhuti?
Ey khona nenye eyaykhuluma nokulala nengane encane, Tom ku music video ehlaba lengane encane 😂
Amaphathasbhamu @@Mtindi
@@Mtindi Umgqumeni_ amaphatha sbhamu kuDVD yeSMS
Mvelase omkhulu dankie nkunzi
Wajula tomlondon ngendaba ka Shwiiii
Aw kanti udabuka ngakithi kwaMajozi uSbali madoda
USmomoza uzotalabheka ke ngalenkulumo😅😅😅😅😅
Danki Manqele
Wenzeni umthandeni kuwe Sbari wabeka obhala nguye oxekiselwa ibhande😂😂😂
Awenze uPart2 nalendoda ubuze lemibuzo.
1.yayibangani noQhosha?
2.emcibini eyayihlelwa oCevuzile yamshayeni uSbo Heaven?
3.Ngabe isaphila yini intwana eyayizwana nayo okuthiwa uSakhile Dlamini(owayenentombi esebenza eDenver estation bottle store)
4.yayibangani noDsd ngoba cha yayingamfuni?
5.😂😂😂😂😂Induku yami eyangephuca yona eJojikhokhi iyongikhokhela nini?
Ya thobeka lendoda ngathi ikhulele esontweni
WeManqele ubobuza phela Bafo imibuzo ozoybuzela thina hhayi wena njengokuthi umsebenzi wakhe yini kahlehle? Uyibhodigadi noma uyini?
sbonge❤❤
Imnandi interview yakho bhuti 👊
Khuphuka sbali
Awoke ulande u Jaiva Zimnike mfowakithi yaz akanawo ama interview anje ezichaza yena umtshele kusho min umfoka Zakwe
Yini uhline uma ekhuluma kamnandi nge Ndidane 😁 ingakho ngeke nifike ku King Zoso nichemile
Kwanaye lo King Zoso omshoyo uchemile nje😢😢
Lo mfo unenzondo yeqiniso ufuna kukhunywe kahle ngo Mgqumeni kuphela, umuntu okhuluma kahle ngo Mtshengiseni uyamzonda, abhinqe, abhuqe, amjije ngembuzo engasile. Ufana nale slima okthiwa uSqiniseko.
Eyy wabeka uhlangothini likaShwiii noMtekhala
Sengikhona ngumlandeli wendlamlenze le kwahlabisa
Imnandi kakhulu I interview Manqele besicela uCebo uNsimbi kokulandelayo
Yebo mfowethu
Bhuti omdala syabong ngomlando
Akusagibeleki estage kwindidane selifikile ibhova😂😂.kwakuyinkunzi leyana yakwakhumalo ezalwa mamseleku
Lazhingiswa ibandi
Ubani ozwile ukuth usbali wenzan iliphi iqhaza akalibambile ngaphandle kokuhamba no big zulu or umngani nje?
Oky wemanqele siyabonga osenzela kona kdw phela okufihla ukuchema bhuti ake usilandele nomzwakhileke umfokacebekhulu
Ubobuza Bhuti ayi ukhuluma into ongayazi yazi uthi kwenza njani
Iyashoda imnandi le interview
Mf2 ngicela ukungilandele uMpilo
Ubani umpilo
Up mfethu
Yaze yahleleka ke eyanamhlanje interview uKhulile uSbali
Ukhuluma into ekhona ingikhumbuza ubhunt wami usomkhehle
❤
Sbonge lapho kuSbali ubhut omdala
Big zulu king of rap?
Luthooo luthoo
Up
Ubogqoka iblukwe elide uhloniphise kuma interview.... akubukeki!
Hambo lawula kini vele seku December ngeke ngitshelwe uwena mina
@perfecttvsa7051 inkinga yakho iyona le .... musakhula zinjwayeze I professionalism and ethics. Lastly, bengilindele lokho indlela ophendula ngayo amanye ama comments. Lemme unsubscribe ngoba phela bengithi ngikhuluma nomuntu ophusile kahle. Khula
@ hamba impela phela mina angiphiliswa u RUclips I hobby kimi angzile ngendlala baba
@@khanyisanikhumalo2169kodwa nawe kukhona konke nje unake iskhindi senye indoda
Mangibona Lendoda ngikhumbula ingoma ka DSD ethi wagugela okhambeni wemvana ka mvelase 🤣 awu yayiphuza lendoda yoooo namanje uyamzonda ukhangelani ngaleyo Song 😂😂
😂😂 ey abezwan ngampela labA kaze kwabangwani
🤣🤣🤣 Lensizwa akuyona nje le eyayigijima nge under kule dvd kaMgqumeni ethi "mhla sobashaya bayophuma benqunu"?
Ile eyayigxobha uskhevane kumaphathasbhamu🤣🤣🤣