Khuphuka lapho mfoka Manyala.Ngiyayizwa mina iCombination.Niyakwazi engake ngakhala ngakho futhi kwahlangana khona ngiyosho ngithi isishayile.Kodwa-ke okunye kuyenzeka kube right kwi cd while lisha izwi ejajini ngenxa ye camp nama rehearsals amade.And I like what I heard here,uma isiphezulu kakhulu then nenze i transition.Ishayeni zinsizwa ningabalandeli laboshuni abamemezayo asebeshawa.Abantu bajahana nento yokumemeza sengathi bashaya imvumo lena yakudala nakhona okwakuthiwa umhhadlazo😂😂😂 Ibambeni lapha nje
@@combinationbrothers Ngabuya nje Eswatini ngizonixhuma ngoba ekhaya kuse Ndwedwe.Kufanele ngenze iplan yokuthola ama CD elinye lamaqembu angishayela into ecokeme👌👌👌
Umculo woswenka namanono hay omadakeni
Yey kaz cd iphi
Ikhona iCd entsha sha
0785833999
I'm Nandi ingoma yenu madoda,kodwa yinde
Siyabonga kakhulu🤝🤝
Kuxhomekeka iskhathi esisinikeziwe. If siculela u10 minutes amanye amaparagraph siyawakhupha and asiwaphindi amanye
❤
Kodwa bafana bami niyangbusisa
Siyabonga bhuti🫱🏻🫲🏿
Amaningi amavideo ayatholakala kwiPage lethu kuFacebook
Umculo ogijima negazi
Uyayazi lengoma ethi
Eyethu ingoma ayjarhwa ihamba ngegazi😅😅
Sibonge 🤝
Khuphuka lapho mfoka Manyala.Ngiyayizwa mina iCombination.Niyakwazi engake ngakhala ngakho futhi kwahlangana khona ngiyosho ngithi isishayile.Kodwa-ke okunye kuyenzeka kube right kwi cd while lisha izwi ejajini ngenxa ye camp nama rehearsals amade.And I like what I heard here,uma isiphezulu kakhulu then nenze i transition.Ishayeni zinsizwa ningabalandeli laboshuni abamemezayo asebeshawa.Abantu bajahana nento yokumemeza sengathi bashaya imvumo lena yakudala nakhona okwakuthiwa umhhadlazo😂😂😂
Ibambeni lapha nje
Syawadinga ama CD,atholakala kuphi?
Kukhona enye entsha ezophuma maduzane nje
Xhumana nale number 0785833999🤝
@@combinationbrothers
Ngabuya nje Eswatini ngizonixhuma ngoba ekhaya kuse Ndwedwe.Kufanele ngenze iplan yokuthola ama CD elinye lamaqembu angishayela into ecokeme👌👌👌