Akulula kodwa ngoba intando kaThixo ingephikiswa besingobani ukubuza izizathu zokumthatha kwakhe sibonga isikhathi asiboleke sona umuntu wakhe…we welcomed you in our homes singakwazi but you made Radio to become a member of our family l come from Zim but ur shows made me love Ukhozi Lala uphumule vele isintu siyatsho isitsha esihle asidlele May the God you served on earth receive you in Heaven
I respect the way bahamba bamphuze bahambise bampumuze that is what we did to our father on his last day wahanjiswa waphimula phuzu kwecasilakhe go well brig brother!!
I remember when I lost my dad one of my friend told me that "do you remember when you used to tell how sick your dad is then how long you expect him to hold on to that pain😢
Kenenkunzimalanga nje la oKhozini ayishintshwa kolwayo uhlelo , ayithathi leave and ayiguli futhi yona…kuphela nje ihamba phambili lakufiwe khona and njalo nje ihlezi kuyiyona ewPD😢
I title yakho admin kodwa, how about "Ukufika komzimba ka B-Kaay"...ube more sentimental and affectionate to show you are not just talking about an object that belongs no where.
Kanti yisona suzulu ke ngqo noma usizwa kabi bt yisona ngqo Uma usuthi umzimba kusuke kusewukuthi kusenomphefumulo I understand besimthanda sonke u Beekay but Isidumbu yilona Gama lesizulu elisho umuntu oseshonile....
Akulula kodwa ngoba intando kaThixo ingephikiswa besingobani ukubuza izizathu zokumthatha kwakhe sibonga isikhathi asiboleke sona umuntu wakhe…we welcomed you in our homes singakwazi but you made Radio to become a member of our family l come from Zim but ur shows made me love Ukhozi Lala uphumule vele isintu siyatsho isitsha esihle asidlele May the God you served on earth receive you in Heaven
Amen
🙏💔😭
💔😭😭
Umuntu ongaka felwa akayazi ipain 💔 yhaa kunzima ngalesisikhathi emdenini.
Ukufa into ebuhlungu futhi ayijwayeleki noma ngabe akusikho kini lala uphumule Bee kay 😭😭😭 condolences to the family colleagues and friends
Kwaze kwanzima Nkosi yami ulalekahle qhawe elinamandla
Ei kuvuka amaminute ngeminden yam engasekho, ngamane ngaba emotional 💔💔💔🕊🕊🕊😭😭😭😭😭.ube idlozi elihle bhuti Bheka ,seyivaliwe eyakho i File..kpdw ushiye isilonda kwabakuthandayo
Ayolala amaqhawe kosala iy'bongo 😢😢kufa luphi odonsi lwakho saze sadumazeka ezweni nkos'yam💔💔💔💔💔
Phumula Macingwane ulale ngoxolo Iyohlalu uhleli ezinhliziyweni Zethu ❤❤❤Ameeeen❤
Ayikho into ebuhlungu njengokuhanjelwa umtanakho
Lala uphumule Bk
Ngaze ngakhumbula kufika kwesidumbu sika Mom wami 😢😢😢😢
Chaa uThixo uyavakasha njalo kuKhozi FM radio, zolo lokhu bekungu Ivin Sihlophe
I respect the way bahamba bamphuze bahambise bampumuze that is what we did to our father on his last day wahanjiswa waphimula phuzu kwecasilakhe go well brig brother!!
AmaNazaretha kuwusiko lwayo ukuhamba kanje nesidumbu…kuyinto enhle kona noma ngingenayo i meaning yakho. Ey lengoma ingifikisela inyembezi 😢
This the moment I always think about bethi kushone oyedwa emndenini😭😭 my life will never be the same 💔💔💔😭😭 abacine bomndeni🙏🙏
Hamba kahle nsizwa yakwaMchunu.Impela baqinisile Uma bethi impilo siyibolekile.Ndlelanhle.
Yeyi😢
Iskhathi esinzima lesi emndenini wakwaMchunu😢uKhozi fm will never be the same without him😢😢
Death is a very painful loss and death is our enemy, 1Corintians 15:26,Hezekiah 18:32,Condolences to all, 2Corintians 1:3-4,Isaiah 26:19..
Akusesnani macingwane😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭kubuhlungu kakhulu mfwethu ukufika kwesidumbu ekhaya ukuphela kwesikhathi esibuhlungu bakwethu
Kubuhlungu khona akwamukeleki kodwa ke intando kathixo ayibuzwa hamba kahle macingwane hamba kahle chunu hamba kamba kahle Mabrikado uyibekile induku ebandla uyohlala ukhumbuleka njalo 😢
Hmmm waze wanzima lo Mzuzu baqinise Smakade, 🙏🏾
Lala uphumule Qhawe ukukhanya kwaphakade kukukhanyele 😢😢😢😢😢😢
Yha impilo siyibolekiwe,hamba kahle macingwane 💔💔
😢😢😢 Ey Uma sekusho le ngoma Jehova 💔😭😢
Mmmh nkosi ubani osezothi unomonoooni unenkingooooni😭😭😭😭hamba kahle macingwane phakade usuliqedile ibanga lakho
Walala qhawe Walala mfoka Macingwane kwaze kwabuhlungu ekujuleni kwenhliziyo mhlaba awunoni
Mhlaba awunoni kufa awujwayeleki kwavusa amanxeba abesephola besingobani thina kulungile baba uma kuyintando yakho lala uphumule mfoka Mchunu uyibekile induku ebandla💔😭
Waze wabhala kabi qhawe uma uthi isdumbu ngokwazi kwami kuthiwa wumzimba
Shaim u bafo wakhe strong bhuti kubuhlungu kuhanjelwa igazilakho strong my Bhuti
Mmmm ibuhlungu kodwa intando kankulunkulu kodwa sithi mayenzeke ulale kahle Phakade izobonana ekuseni ayikho inhlungu engiyizwe sekukhuluma abantwana balho kukhomba kuthi buyikho konke kubona rip Nyanda yomkhonto
Lala Macingwane kunzima nathi syaklandela bhuti 😥😥❤❤... ukhonze kwiBhova nakwi Ndidane ufike usbuzele bathule bathini makwenzeka okunjena kuvuleka amanxeba anjengalana kwisizwe saka maskandi😪😪😪😪
😢😢😢😢😢hamba Kahle macingwani
Ei 😭 ngibuhlungu ngoba lomuntu ubephathwa into engiphathayo kodwa akusenani lala Qhawe lokhozi
Umhlaba awusoze unone😢😢😢😢😢
Lala phumule Chunu uwenzile umsebenzi usaphila😭😭😭
Hamba kahle Mnazaretha oyingcwele uShembe UBaba uNyazi lukwemukele likuthethelele ukona kwakho.Mama umaShembe nongoma
I remember when I lost my dad one of my friend told me that "do you remember when you used to tell how sick your dad is then how long you expect him to hold on to that pain😢
Ngagifisa ngabe balokhu bemvulile bhuti wam 😢kuthi akakavuki yini
Impela isitsha esihle kasidleli yaze yabuhlungu inhliziyo yami kunzima emhlabeni Hamba kahle Macingwane Phakade
Kulungile hamba Kahle BK Bhuti😭💔
AI no akujwayelek kunzima sibuhlungu😢
Kenenkunzimalanga nje la oKhozini ayishintshwa kolwayo uhlelo , ayithathi leave and ayiguli futhi yona…kuphela nje ihamba phambili lakufiwe khona and njalo nje ihlezi kuyiyona ewPD😢
Into engajwayeleki le ibuhlungu. Hamba kahle ndoda yamadoda imihla yakho ibe mifushane kakhulu emhlabeni
Baba sicela usithobe izinhliziyoyo kubuhlungu Jehovah shalom 😭
Jah 😭😭😭akukholakali kona
Macingwane sokukhumbula ngamahlaya obusipha wona💔💔😭
Ds song remember kufihlwa ugg
" Rest in peace Qhawe " condolences to Family friends. further more you played your role 🙏
Radio will never be the same
Struuu!!
😢kwaze kwanzima yooo bengimthanda mayesesakaza
Kodwa Bheka mfwethu yaze yabuhlungu inhliziyo yami 💔💔 abantabakho😭😭😭
Hay makuthiwa life is too short kuthethwa ngalento 😢😢
Phumula Nsizwa entabeni kasomandla kuyabonelelwa. Nezingane zakho ujehova uhlelile ngazo.
Abukho ubuhlungu obunjengalobu kunzima ngisho kumuntu ongamazi yooo maye kufa 😢😢
aw madoda hambakahle macingwane🙏
😢kodwa ngo Bk bemhimthandani masethi bk network mawuthanda😢
Sengathi engalala ngokuthula sham 😭😭😭😭😭💔💔💔💔
Hamba kahle BK🙏🙏🙏
Nkosiyami ayi impilo inzima shame😢
R.I.P ❤ 🙏 dear Beekay...rest with the Lord Jesus Christ... May the Lord comfort your family and friends during this painful time. GOD BLESS U
Hawuuu Jehovah,😭 RIP Macingwane,💔
Rest in peace asikho asikhathi esibuhlungu njengalesi Nkosi ngenelela sokwanele💔💔💔
Bayaphela abasakazi bokhozi abanohlonzo kungazi yini imbangela yalokhu yazi 😢
Lala uphumule BK umndeni wonkana ududuzeke 😢
Akukholakali uhambe kahle nsizwa 😢
Eyi kubùhlungu kazi ukufa kodela nin ukuthatha abantu onkoc
💔💔💔💔💔💔💔💔hambe kahle cingwana
😢kufa awujwayeleki phumula mfowethu ngokuthula
Mmm amanxeba ayopha kum xa kungelixesh Rip bhuti beekay libopheke ikhay lakhe nabasebenz💔💔😭
Hambakahle Bk💔💔💔
Iqhawe mandoda😢😢😢😢
Phumula Phakade go well and multiply
Lala kahle Macingwane, mhlaba kawunoni
Sorry 4 the loss of yr son family just trust in God He'll b with u always
😢😢😢kwaze kwaba buhlungu
Kunzima this is painful 😖😣😣
Shame kwaze kwabuhlungu bakithi inkosiyami😂
May the soul of the faithful departed Rest in Peace. Macingwane.
Rest easy my brother ukwenzile okuhle siyabonga
Ngena Chunu ekhaya bakulindile oNdabezitha wena waseNgonyameni 😭😭😞
Ayijwayeleki nantsinto😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
Kubuhlungu akulinganiswa nalutho akukho ongakuqeda lobuhlungu ngakho ukubhekisa kuye umdali kuphela
Lomzuzu unzima😭😭😭
Hamba kahle qhawe 💔
Kwaze kwabuhlungu😢😢😢😢
😭😭😭😭😭😭😭😭Ohhhh nkoc yam😭😭😭phumula Mchunu
Babusisiwe abafela e Nkosini.
Uyadela wena osulapho
Phumula phakade Nyanda yemikhonto
Hamba kahle, ulale uphumule mlungu wami eMatric Excellence...ukufa akunoni.Condolences to ALL
Ave ubhlungu lmzuzu😢😢😢
Ngo Baba ka Bheka😢 uphole Macingwane🥴🤕
Uyibekile induku ebandla Cingwane. Ulale kahle.
Kwaze kwabuhlungu 😢
Iyalimaza lento yokuhamba kwabasakazi kanje💔💔😭😭😭😱
uShembe alubusise uhambo lwakho 😢
Hawu nkosi yami 😢
Rest in peace BK may god welcome u with warm arms
My condolences to the family and relatves
I title yakho admin kodwa, how about "Ukufika komzimba ka B-Kaay"...ube more sentimental and affectionate to show you are not just talking about an object that belongs no where.
Kanti yisona suzulu ke ngqo noma usizwa kabi bt yisona ngqo Uma usuthi umzimba kusuke kusewukuthi kusenomphefumulo I understand besimthanda sonke u Beekay but Isidumbu yilona Gama lesizulu elisho umuntu oseshonile....
@@MukelwaDonda
Noted.
Eish ukufa Jehovaah
RIP bheka Mchunu 😭😭😭😭
Sonke simelwe ukufa lala qhawe sonke ndlel dlulala
Hamba kahle Phakade😢
Uphumule ngokuthula mancingwane😭😭
Rip phakade 💔💔💔💔
KODWA y ungekho live
Akujwayeleki😢😢😢