Dr 3 Seconds VS Mjaheni & Matatazela | Kusize Inyanga yeBafana Bafana ze-UMjaheni Akhiphe

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 18 сен 2024

Комментарии • 68

  • @ayandalamula7258
    @ayandalamula7258 5 лет назад +14

    Cha nje angilwi kepha min engakucebisa uuMjaheni ukuthi akusiyona indlela yokukhuza lena enza ngayo ku Dr 3 second. Uma ukhuza awsebenz amazwi awukdelela nom akhombisa ukweyisa komuny umunt. So ngyafis ukuth engaybeki inkulumo yakhe yokuthi wayekhuza ngb iqhelile kakhulu lenkulumo yakhe uma uqhathanisa namazwi akawasho ku Dr 3 second.
    Anyway syabonga ngb igcine iphumile album ngb nawe unabalandeli abaklinde ngabovu emsebenzin wakho.
    Ngyabonga👐👐

  • @thogamalentomby8612
    @thogamalentomby8612 5 лет назад +20

    Ai lensizwa ayikhekhelezi ihlala nqo emhlolweni njengoMalema esenenkani

  • @celaniaza79azania93
    @celaniaza79azania93 5 лет назад +13

    Unyanisile zikhona inkabi erekini bayafa abantu why angayi kubo lo3SECONDS

  • @mndenimncwangi4708
    @mndenimncwangi4708 5 лет назад +1

    Dankie mfoka Shelembe singadlala abacindezeli bezosibulalela umculo wethu. Ngeke kwenzeke intando yakhe lomkhulu akaphume aphele nje emculweni uyaphapha.

  • @gcobanibase9207
    @gcobanibase9207 5 лет назад +7

    Ungizwe mchunu ulahlekisa abafana, uyabasebenzisa kuvusa career yakhe

    • @mbalithandi1833
      @mbalithandi1833 4 года назад +1

      Iqiniso elingephikiswelelo Naboke besebeyahlomeka ilima

  • @thandekamadela240
    @thandekamadela240 5 лет назад +10

    Loool uynkunzi weMatatazela😂😂Lingode!!!

  • @sobalancube6021
    @sobalancube6021 5 лет назад +3

    This is getting interesting but believe me Dawudi its just the beginning thanks for the update

  • @sandilemasandi9613
    @sandilemasandi9613 5 лет назад +5

    Umjaheni kazi uqondeni vele

  • @lindokuhlemaduna9885
    @lindokuhlemaduna9885 5 лет назад +5

    Ujaheni uyinkunzii yangempelaa

  • @inkosiyamabhinca1645
    @inkosiyamabhinca1645 5 лет назад +1

    Kubukeka esebenze kakhulu u Mjaheni kule album siyiyeke eyomtalabho ngoba akuyona gospel kdwa kumele ubenendlela yakho yokugadla or ukhuza

  • @desheton2313
    @desheton2313 5 лет назад +5

    cha mina roomza ngiyayizwa lensizwa iyazehlisa futhi ngiyalizwa leli phuzu lakhe

  • @mawinnerjokweni7187
    @mawinnerjokweni7187 5 лет назад +5

    Yey asaz iyozalankomon

  • @musasonakalimvelase2773
    @musasonakalimvelase2773 5 лет назад +9

    uyindoda mjaheni ✊

  • @sandisomavuso1607
    @sandisomavuso1607 5 лет назад +4

    Kazi mbala iyozala nkomoni

  • @langalakhekunene3161
    @langalakhekunene3161 5 лет назад +5

    Dawud sgebengu sam muhle umsebenzi wakho and uhlelekile qhubeka mf2 ziphuma zishisa

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  5 лет назад +1

      Siziletha zivutha amaLangabi 🔥

  • @ndumisomqadi1689
    @ndumisomqadi1689 5 лет назад +9

    Likuphi iphutha uma u3second engenelela ukuzama ukuxazulula izimpi zabaculi

    • @hloniphanindlela3292
      @hloniphanindlela3292 5 лет назад +1

      Umbuzo wami lawo nami maDlokovu..ngoba lomuntu usebenza ngabo abaculi futhi ibona abaya kuyena bayofuna usizo..empeleni kufuneka kube khona ophakamayo uma kunenkinga enze imzamo yokulungisa

  • @mbonisimabuya1161
    @mbonisimabuya1161 5 лет назад +1

    Khuphuka lapho nyanga yebhova likadikadika matatazela

  • @mphoc.mhlongo2897
    @mphoc.mhlongo2897 5 лет назад +2

    ayi ukhulume kab, akiyo indlela yokukhuluma nomuntu nomuntu omdala le noma engavunwa usukela umuntu omdala .

  • @hloniphanindlela3292
    @hloniphanindlela3292 5 лет назад +3

    Uyabona indlebe zethu nobuchopho bethu ngeke bufane ilokhu uthola kukhona izidomu..engikwaziyo igama lokugxambukela lisho umuntu ongahlangene naleyonto..uDr uyingxenye kamaskandi ngoxhaso anokulufaka..abuye abasize ngamakhathakhatha..wagqilaza umphako ngoba emphaphela ngenxa yabo njalo ubulima..siyalazi ihawu kodwa kukhona lapho uye ubone khona ukthi lana sekudingeka indoda ezophakama ikhuze..nanku obhodloza bakhuza koMgqumeni..manje iyaxaka eyoMjaheni befika'nje sebazi ihawu..ibhadi likamaskadi.

    • @siyanxumalo4230
      @siyanxumalo4230 4 года назад

      Ngiyayizwa i comment yakho, ubeka kahle impela. Kepha uma lendoda iyingxenye kamaskandi kufanele usizo lolo kumbe isandla noma ukukhuza akwenze ngokungachemi. Into eyenza kuze kube nezinkulumo ezinjena wukuthi uyilulwane lo 3 second wakhona. uyiphixiphixi futhi, eyokugqilazana yinto engekho. Uzethusela abantu nje njengoba noMafenswa wakhe wazikhohlisela abantu. Awumbiwa ndawonye, naye bakhona abamehlulayo ngekhubalo.

    • @hloniphanindlela3292
      @hloniphanindlela3292 4 года назад

      @@siyanxumalo4230angthi uma ukhuza kubakhona loyo osuke eshinga ugcine usuqondene naye ngqo ukthi mfowe2 syakhuza wena walokhu uqina..lento engiyishoyo uyayazi if uke walamula izinsizwa..vele kugcina kubukeka sengathi ikuchema kungabe kusabhekakala isimo sonke kusukela ekuqaleni

    • @siyanxumalo4230
      @siyanxumalo4230 4 года назад

      @@hloniphanindlela3292 nakwisicathamiya wenza kanjena lobaba. Izinkulumo zami zisuka lapho. Ukube ubekwenze lapha kuphela, ngabe ngiphendula njengoba usho. Manje uyakwenza nakwabanye beminye imiculo. Kodwa ke asingaqophisani ngalento. Yindlela obona ngayo, nendlela nami engibona ngayo.

    • @hloniphanindlela3292
      @hloniphanindlela3292 4 года назад +1

      @@siyanxumalo4230..khona kuyafuneka naye ake ayibukisise indlela akhuza ngayo ukthi ayilimazi omunye yni ngoba nasemgangeleni ikthi iyalamula indina kanti iyaqhatha.

    • @siyanxumalo4230
      @siyanxumalo4230 4 года назад

      @@hloniphanindlela3292 🙏

  • @xolanihadebe2464
    @xolanihadebe2464 3 года назад +1

    Bafwethu mina ngikhala ngoMatatazela. Utholakalaphi?

  • @mkhuphulangwenyasibongisen5724
    @mkhuphulangwenyasibongisen5724 5 лет назад

    Dankie King Langabi ngokusiphenyela ibheshu ngoMjaheni

  • @jazzmanjockies8042
    @jazzmanjockies8042 Год назад

    Omjaheni noma ojahile izinto ehlanyayo udume ngayiphi i cd uyagulela nje wena jahile noma mjaheni umsebenzi wakho awaziwa ngeke waziwe uyagula

  • @siyabongatdube3996
    @siyabongatdube3996 4 года назад

    Umuntu ngokaNkulunkulu ....amen kulendawo mjaheni

  • @mxolisizuma3500
    @mxolisizuma3500 5 лет назад

    dankie somdakadaka ngale interview ng'gcwele ngale nkaby inenkani

  • @siyandakhumalo4587
    @siyandakhumalo4587 5 лет назад

    kusha Mjaheni lokhu kuyaphapha kuphinde kuphinde kuphinde futhi kuphinde kuphinde

  • @sibongilexulu6715
    @sibongilexulu6715 5 лет назад +5

    Mjaheni khula usemcane uyamsukela umkhulu Dr 3 second ufuna udumo kukhuzani wehluleka mfana uyazama shame

    • @hloniphanindlela3292
      @hloniphanindlela3292 5 лет назад

      Ngyabonga nkosazane kaMakhathini..kuhle uma kukhona okubonayo lokho..wenza lento nje ngoba ejabulisa abathile.

  • @sonelemhlabeni4000
    @sonelemhlabeni4000 5 лет назад

    Ndazi kunjalo emhlabeni💪🤞 #Danki Somdakadaka👍

  • @babthwala1230
    @babthwala1230 5 лет назад +3

    Haha sina sizozihlalela ku dawud tv sibukele nje qha

  • @sifungojozela6033
    @sifungojozela6033 5 лет назад

    ✊✊ndoda ukhuluma zona akhomuntu ozonqoba

  • @octaviaolpa3471
    @octaviaolpa3471 5 лет назад

    Awuyalwanga kodwa we mjaheni dini.ngathi umkhulu 3 Sec angakwenza umkhovu wena xa

  • @thebig6tv411
    @thebig6tv411 5 лет назад

    Useke wakhuzwa yini umjaheni ,sizani bo ngfuna ulwazi

  • @multinkocy9456
    @multinkocy9456 5 лет назад

    ke ngihoxise nje amazwi ami bafo ngiyabonga cha impela uyasiUpdater

  • @fanilebhengu9361
    @fanilebhengu9361 5 лет назад +1

    RealTV ifike nempucuko, updates, ziphuma zishisa mnini waleRUclips Tv uqhubeke njalo qhawe

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  5 лет назад

      Lol i-Dawud TV bafo le, iReal TV enye , ITV kaBafo Leyo 😄

    • @fanilebhengu9361
      @fanilebhengu9361 5 лет назад

      @@DawudTVza loool. Kanti ahlukene kangaki lamaTV enu qhawe lol lol

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  5 лет назад

      Lol IReal TV iphethwe umfana omhlophe 😂, iDawud TV iphethwe umfana omnyama okuyi-mina 😂.

    • @cindyndlela5685
      @cindyndlela5685 5 лет назад

      @@DawudTVza ngiqedwa elomfana omhlophe nomnyama guys 😂😂😂

  • @lwazismabika8968
    @lwazismabika8968 5 лет назад

    Uyabhimba umjaheni

  • @bonganisibiya6650
    @bonganisibiya6650 4 года назад

    Dawud ngiyacela mft ungiphe inamba yakho

  • @ntuthukoprince4996
    @ntuthukoprince4996 4 года назад

    Mjahen anibafundanga yin o... do re, mi ,fa , so.... nibhimba 3 much...akeniyofunda musan ukdlala ngeyndlebe zethu...wena uzifunel udumo uzobhubha ilenyanga...angaz uphapha wenzan

  • @thabongwenya7980
    @thabongwenya7980 5 лет назад +4

    Ingilozi ..ka Sathane....🤣🤣🤣

  • @landilesamsamwalter8848
    @landilesamsamwalter8848 5 лет назад +1

    Ola matatazela

  • @wisdomdube6145
    @wisdomdube6145 5 лет назад +3

    Viva ngoMjaheni
    ✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊😂

  • @khayamzimela1663
    @khayamzimela1663 5 лет назад

    Mmmm

  • @langasthembiso3300
    @langasthembiso3300 5 лет назад +5

    wadla umatatazela phansi ngo Dr 3second phansi 👎👎👎

  • @slindilebiyela2654
    @slindilebiyela2654 5 лет назад

    Lomculo wenu suthanda ukungabi nobuntu indlela eneza ngayo usudala izimpi yazi ukufa kamgqumeni kaba inkinga ngoba bezazi ukuthi ubani wenzani Nina ninezimpi nixove asizwe zonke yabonga Bantu bakababa