Ey lomfo ukhuluma ubhonsthisi nje... Dj Sbu wahlukanisa unyaka nge Remix i"remember when it rained" ey abavote laba... Badliwa nje hlezi behlaziya bebamba ama-interview anganasdingo
@@SiphoMkhululi another thing lo mjitha kumele athole ulwazi oluthe thuthu ngomehluko between a remixed song and an edited song. Ngeke aphinde abhibhidle-ke uma esenalolo lwazi.
Lena ka Dr Malinga wenza i remix yengoma ka Monwa & Sun, uMjolisi yena wa remix ingoma yakhe azenzele ngamandla wakhe,anichaze nina enazi kangcono ngoba ngididekile
Singakhohlwa kodwa ukut ukhozi lwenza I business lungayfaka ingoma ihlelweni lokuvota ngakubona ama views ayo ngoba befuna ukwenza imali And ngyaykhumbula indaba kamalinga
This is nonsense seniqala lento yenu yokuthanda uku-create i-tory magwala ndini ayikho nje lento oyichaza la wena senikhanda lezi Qhingi neyNdonga zenu zokubambelela ayikho nje lento oyichaza la..
Heyi kodwa ushayelani khona mfo. Umbuzo omile uthi pho ifakelwani ku top 10
🙏🙏🙏
I fakelwani pho ku top ten leyo if ingasebenza nina nizo xhabanisa bantu imali zabantu bevotile ngeke bavume 😢😢💔💔💔
🙏🙏🙏
Ngingacisho ngimvumele ubafo kulenkulumo yakhe kodwake sengabe luWrong kakhulu uKhozi Fm if liyivumela ingene kwakungena kuTop 10 kodwa label wazi kth ayivumelekile futhi ngeke iwine
Futhi akusiyo remix😂😂😂😂 thiwa sample
Uqinisile ubafo yalelwa ingoma kaMalinga, kodwa umehluko ukuthi kulena yamanje ukuthi Umjolisi uqale kabusha ingoma yakhe.
🙏🙏🙏
Umjolisi uremix ingoma yakhe hhay eyomunye umuntu 😂😂😂
🙏🙏🙏
Uyagulak abasaz kmele bekhale ngani
Ave bekuthanda ukuchaza izinto engathi banolwazi kanti abazilutho
🙏🙏🙏
Sicela okwenzayo bese uyaqhela kwi vd sibuka Wena nje Thina Wena sykwazi sifuna esinga kwazi
🙏🙏🙏
Ayikho leyonto ingoma if ivoteliwe nje izowini awukho loyomthetho
kunjalo nje ngeke kushintshe
🙏🙏🙏
Ngeke sididiseke sizomuvotela umfana omncane
Up Mjolisi Up🤣🤣🤣
🙏🙏🙏
Ngaze ngahlabeka umxhwele ngizoyivotela-ke lengoma kuyacaca khona ebaqwashisa ubusuku bonke.
🤣🤣🤣🤣INGOMA G nje ibaphethe kabi
🙏🙏🙏
Sizovotela my Dululu thina pho bayifakeleni ku top 10 mawukuthi remix aniyekel umfana ahlukanise unyaka
Remix 😂😂😂😂 ??? Or sample
Paris was sampled from Brend and mbayi mbayi is it a remix??
🙏🙏🙏
Kuyahlekisa 😂endimeni kamaskandi
Asazi impela manje 😂😂😂😂makunjena
🙏🙏🙏
Seniyachaza manje Omunye phezu komunye yawhlukanisa isi remix
🙏🙏🙏
Unamanga lo. U-DJ Sbu wahlukanisa unyaka nge-remix yengoma kaJosh Groban ka 2003 ethi: remember when it rained. Uyahuba nje. Hhhhhhhhuuuuuuu
Iqiniso lelo zalo
🙏🙏🙏
Aw wangidida ke lomuntu ivunyelwe kanjan pho ukuthi ingene kutop ten phela makungaba njalo loyomthetho mawusasebenza ngoba echaza nje lomfo kobe uKhozi luscammer abantu phela malenza njalo
Ngathi luyiso iscam mayechaza indaba kababa umalinga lwamufakanje kodwa akangawina nomthandeni lamufaka lwazikahle ukuthi ingoma yakhe ikanjani bazohlulwa yini ukumfaka ngoba bayazi ukuthi into yalomfathi inokhuzani phakathi bayazi amavoti azoza ngobuningi kodwa bebebazi ukuthi ngeke awina into eyovela senivotile ukuthi why engawinanga
I guess ne pari iyini yona.yi wele noma ingoma ehlalwe phansi yabhalwa.voice noma sgigci maseke kwa dlala kwenyi ngoma sekuyi mix leyo.
🙏🙏🙏
Hamba yolusa imbuzi lapho eNkandla
Abahlaziyi abasangene😊😊
🙏🙏🙏
Ey lomfo ukhuluma ubhonsthisi nje... Dj Sbu wahlukanisa unyaka nge Remix i"remember when it rained" ey abavote laba... Badliwa nje hlezi behlaziya bebamba ama-interview anganasdingo
🙏🙏🙏
Thina bathandi bonculo nengoma emnandi sizomvotela uMjolisi futhi uzowuhlukanisa unyaka nithanda ningathandi .....nochaza into engekho kuze kovalwa....ayishe looonto😂😂
🙏🙏🙏
yabon u Mjolisi uzow shaya futh akaceli ku muntu, lokho nje kuzomel kungene kugxile la emakhanda enu
🙏🙏
Lomfo udukisa isizwe nangu umshunqisi wawuhlukanisa ngengoma ethi "Okunye" ekubeni I original Yayo yayithi "omunye phezu komunye "
🙏🙏🙏
Abalandeli Baka SK ave bebheda ngomona😂😂😂 remix kanjan ingoma via Orlando 😂😂😂😂 it was a sample
🙏🙏🙏
Namanga lentshebe ifakelwen ku top 10
🙏🙏🙏
AKEKHO KAHLE LOMFO...
🙏🙏🙏
Ave ninomona nina phela imithetho isiyashitsha manje kushuth lomuntu imithetho ebekiwe akayilalelanga. N wonke muntu nelungelo lokuwina ngoba elaphana njee
🙏🙏🙏
Umlandeli kMthandeni lo unovalo lokuthi lomfana uzomhlula, strategy lesi bayamnqena umfana, asimvotelen mfanomncane
🙏🙏🙏
Pho ingene kanjan ngoba ezinga qualify azingenanga
🙏🙏
Ukuthi nawe Bhanyazile awazi lutho lomuntu funze ngabe uyamphikisa nje straight
🙏🙏🙏
Bhuti distraction boys yawuhlukanisa unyaka ingoba sibuya kwesibili ethi omunye phezu komunye soyivotela nje thina khululeka bhuti
🙏🙏🙏
Siyabonga bhuti nge class 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥👑
Azikhale sekuyobonakala mhlaka 31 kodwa kuliqiniso lelo alisho
🙏🙏🙏
Udakiwe lo ukhuluma amampunge. Hambolalela “omunye phez komunye” bese uyolalela “Dj Lag- Trip to New York”
🙏🙏🙏
Awuyeke wena Bhanyazile nalomuntu wakho kade vele waqala ukunyundela Mjolisi
Umthetho kabani longavumi
🙏🙏🙏
Kodwa ayikho leyonto 😂😂😂
🙏🙏🙏
Kudliwa imali yamabhinca 😂😂
Hey uhumbuza akabhejane😂😂😂
🙏🙏🙏
Iyakhankasa lensizwa
🙏🙏
😂😂ay baba kshut wena suwazimthetho yokhozi okdlulabona
🙏🙏🙏
Uyabheda wena
@@SiphoMkhululi another thing lo mjitha kumele athole ulwazi oluthe thuthu ngomehluko between a remixed song and an edited song. Ngeke aphinde abhibhidle-ke uma esenalolo lwazi.
🙏🙏🙏
Yazi if uhlakaniphile kwayena lobaba abathi owen ndlovu wenza ngamabomu mayethi Usk uzohlukanisa unyaka uyazi abalandeli bakakhuba bayahlohleka bevote ngenkani yena uyazi kulamavoti une share nokhozi idlala anisebenzisa ngayo uyanihlohla
🙏🙏🙏
Weeeeeh kanti uthandana neSkhova ingakho ukhuluma lamanyala votelani lomsangano wengoma yenu thina sizovotela uMjolisi and sengizovota kakhulu manje
Unamanga angeke lodoti wenu weGucci
🙏🙏🙏
Siyezwanboda kephabayifakile bayivumekanjani Bewazi umthetho okhozini
Udakiwe msunu fusegi sfebe.... Anothula maningaz bayafota abantu sphukuphuku
🙏🙏🙏
Imithetho ishintjiwe😂😂
Luyivume ngoba lufuna ukukhanda imali ngayo bewaz umthetho
Ei awuyeke ukuchaza umbhedo ufuna singavoti sizovota ...wena bhanyazile njalo ngyakbona
Ayikho into ekhulunywa ilomuntu kukhuluma umona nje into engiybukayo,okhozini bebengeke bedle amandla engoma kanjani ukuba ikhethwe mabezowadla makumele i wine lona uthuswa yizigi qinevotini ndoda uyeke ukubeka izaba
Bayatatazela ngyababona
🙏🙏🙏
Kwathiwa ingoma ezohlukanisa unyaka ingoma ebijabulisa abantu ithandwa abantu hhayi Umuntu kwaphinde kwathiwa futhi nabasakazi bazovota
🙏🙏🙏
Via Orlando babeyintshontshile oMahuta singekho isivumelwano lo eyakhe
🙏🙏🙏
Ukhozi lukhuthuza mabhinca bengshilo ngathy akuvotelwe ubabu langa
🙏🙏🙏
😂😂 kanti bathuswe yin abalandeli bamthanden ngalomfana sebesaba ingane engaka manje benzayonke imzamo ukuth ikhishwe kwi top 10 ngoba befun kusale leliqhawe labo
🙏🙏🙏
Bebengeke bayfake naku top 20 uma ibingafanele
🙏🙏🙏
Ukhozi luyazi ngeke iwuhlukanise kudliwa imali yamabhinca
YINGAKHO NGINGASAVOTI SDALO FUTH NGEKE NGPHINDE SDALO MFT MINA KTHIWA NGYAVOTA OKHOZINI
Kudliwa imali yakho slima
Ngabe yayivoteliwe yini abantu?
🙏🙏🙏
Ninamanga sizongena ngaye ku 2025 INGOMA G MJOLISI FT MNQOBI YAZO MY DULULU KU 35615
🙏🙏🙏
Bhanyazile ngiyamuzwa lomuntu okhulumayo iremix uma umthandeni ethatha iparis next year ayenze iremix abize usisi uLwa futhi beyenze bobabili ibemnandi futhi mayikhethwa okhozini kumele ingangeni ngoba iremix kamthandeni nolwa iparis eyabo futhi bengicela ubhuti angivule amehlo lapho ngithanda kulahleka kancane
🙏🙏🙏
Mthiya usufaka abathakathi manje kuloluhlelo lwakho
🙏🙏
ingoma kamjolisi akusiyo i remix it a remake he is the composer of the song angiboni inkinga la
🙏🙏🙏
Ayi bafo ngvumelana nawe ngyayaz leyonto yenzeka ku shwi noMtekhala kwaphinda kuye u Malinga
Kanti ninjan ma red nation ifakwe kanjani pho?engabe niya mubrobha nje
🙏🙏🙏
Uyahlanya 😅😅lo
🙏🙏
Lena ka Dr Malinga wenza i remix yengoma ka Monwa & Sun, uMjolisi yena wa remix ingoma yakhe azenzele ngamandla wakhe,anichaze nina enazi kangcono ngoba ngididekile
Singayibinza ngama corrections
@@mfundomkhombo2179Manqele warimiksa ingoba kaBrenda wayibiza ngeParis akaze ayisho yonke lento ngoba kwakuyingoma yentandokazi yakhe.
🙏🙏🙏
Cacisa wena uzokhulumela uMthandeni ubeka izaba cha azishe
🙏🙏
very true , rules are rules it does not matter either the song belongs to the artist but a remix is remix
🙏🙏🙏
Singakhohlwa kodwa ukut ukhozi lwenza I business lungayfaka ingoma ihlelweni lokuvota ngakubona ama views ayo ngoba befuna ukwenza imali
And ngyaykhumbula indaba kamalinga
🙏🙏🙏
Aksiye uSqinseko lona?😂😂😂
Uyena useqashiwe
Yah khona ngiyayizwa lento ekhulunywa yilensizwa, ngeke wa Pasa eskoleni ngama corrections okusho lengoma ingama corrections
🙏🙏🙏
Usho kahle not amavoti ngoba thina somuvotela
My dululu🎉
Asivoteni sobona khona, MY DULULU🩵🩵🩵🩵🩵🩵🩵🩵
Akuso remix leya I single track leya
Ok bhuti uyiphindileke ukuyicula ngoba islungu awsizwa
Lalelisisa ukuthi kuthiwani
Ukhozi belungeke luyvumele ukuthi ingene ku top 10 mayingakulungele ukuwina, yimanibkancane nje ngemthetho engekho🖐️
@@ntloniphotshangase6862 hamba kwi cd yakhe e yimi unimpempe uzoyithola uyicula no Kwazi
@@Lungi-l9w imuphi okhona?
Umehluko mkhulu kwakungavontwa ngalezokhathi so manje kukhuluma ivoti lakho not ukuthi kuyakhethwa
🙏🙏🙏
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
🙏🙏🙏
First comment
Not true, Via Orlando Lost because uKhozi and DJ Tira are affiliated and he's from Durban.
🙏🙏🙏
This is nonsense seniqala lento yenu yokuthanda uku-create i-tory magwala ndini ayikho nje lento oyichaza la wena senikhanda lezi Qhingi neyNdonga zenu zokubambelela ayikho nje lento oyichaza la..
🙏🙏🙏
Uyagula wena
,🙏🙏🙏