Azothwala kanzima Amaciko kulandela ukudlula kuka Nkululeko Mkhize emhlabeni.

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 17 окт 2024
  • "Ubeyikho konke u Nkululeko Mkhize kithi" - kusho Amaciko

Комментарии • 68

  • @anelemavundla6864
    @anelemavundla6864 Год назад +10

    Nesqhwaga sendawo siyashona,u Jesu akaqhubeke akhuculule,izwe lilokhu lihlengwa kancane kancane

  • @lungisanibuthelezi8377
    @lungisanibuthelezi8377 Год назад +13

    Baphumule abantu ebibahlukumeza lensizwa

  • @jacquessandilemthembu
    @jacquessandilemthembu Год назад +9

    Amasimba izikhohlakali zinziwe amaqhawe

  • @saragora3331
    @saragora3331 Год назад +15

    Hey akukholakali madoda ukuthi leli bhokisi lomngcwabo lino Nkululeko Mkhize, okade simbona ephahlwe izimoto eziphezulu ezigijimayo, namadoda aphethe izinxakanxaka zezibhamu. Obekade esho yena ukuthi uyinsizwa uzifikela qathatha endodeni. Baqinisile ukuthi akekho umunti oyinsimbi. Zithukile izihonga neziqhwaga.

  • @PrincessThembelihleMahlaba
    @PrincessThembelihleMahlaba Год назад +1

    Cha beningamfuni bakithi umtanomfazi RIP Nkululeko lala uphumule Mumbo noma ubani uyoya lana noma ungabhalani ngoNkululeko uyoya nawe

  • @SibonisoMthuli-bf7qj
    @SibonisoMthuli-bf7qj Год назад +3

    Ngiyakwesaba ukuduma kakhulu ngesatshwe nangabantu ngoba lokho kuyazinciphisa izinsuku zokuphila.

  • @selulekongubo5998
    @selulekongubo5998 Год назад

    Nhlaka production is the best

  • @IsraelMadondo
    @IsraelMadondo 11 дней назад

    Ubekhohlakele khuluma qiniso ngizwe isho kuthi ubebulala ubaqedile bantu

  • @saragora3331
    @saragora3331 Год назад +6

    Sibonge kwizambeli nabadidiyeli bohleli, engathi ingathola ukuxoleleka ethongweni lendoda. Lenyanga ethe ngeke idubuleke isazokusho yoni lokho. Abanye sibabonile benikela ukulungisa image yabo. Athukile namaqola ukuthi kanti bangafa ekhona ama bodyguards. Siyamvula uBheki Cele uma ethi iphoyisa alingafi liphethe isibhamu, libulawa izigebengu.

  • @careerjungle739
    @careerjungle739 Месяц назад +1

    Ewu bakithi inkomo yona isiphenduke indlulamithi ethendeni...

  • @CoolGuyMindHisOwnBusiness
    @CoolGuyMindHisOwnBusiness Год назад +3

    Ulale Ngoxholo R.I.P Bra Mkhezi RIP To O.G Zulu

  • @olwethumalunga5919
    @olwethumalunga5919 Год назад +1

    Alale ngokuthula uKhabazela😢😢

  • @sindisiwevverocia822
    @sindisiwevverocia822 Год назад +7

    Ngiyayizonda lempilo ephilwa yilezi ngabe esheshayo yeGunjani lezithwalo ezingcwele KO you tube ziyalibulala izwe ingane zethu zifa ngokukhulu ukuzuma

  • @SkhanyisiweMntambo
    @SkhanyisiweMntambo Год назад +1

    Aw nkosyami Ndoni kwabuhlungu asethembe ukhona ozofaka isandla uqhubeke shuthi ibisizama ugeza ukugeza igama layo ayakwaKhabazela kanti seziseduze izinsuku zayo zokuhamba

  • @saragora3331
    @saragora3331 Год назад +4

    Eziphuthumayo kuthiwa kushaya umoya eRichards Bay, njengoba inhlabathi igcwele isifuba kuNkululeko Mkhize. Kwenziwa yini izinyanga zakwazi ukubhula ukufa kukaShenge zahluleka ukubhula ukufa kukaNkululeko Mkhize, iqhawe?

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 Год назад

      Azikho izinyanga,kukhona osomathuba,abadla izinyembez zabantu,kukhona okfanele bahlupheke ukuze kugwilike abanye

    • @345gmailThabie
      @345gmailThabie 11 месяцев назад

      Hawu

    • @SakhileGumede-id7mb
      @SakhileGumede-id7mb 3 месяца назад

      Lomjit yazi bengibone la elobola khon makot wakhe has if ungumuntu oryt besiza bt Macomments Ayi abhek ecelen bamdubula yin mfet beyisgebengu or ?

  • @svelobuthelezi638
    @svelobuthelezi638 Год назад +1

    Only God knows

  • @lungilesibisi6223
    @lungilesibisi6223 Год назад +1

    R IP Nkululeko Mkhize😮

  • @snyuswa7104
    @snyuswa7104 Год назад +9

    liphi iqembu lendishi ,sasesibona omntebhosha manje

  • @thukzin02
    @thukzin02 Год назад +3

    Kanti abantu uma usungasekho benza kanjer 😳 angiboni noyedwa kulaba abephila nabo

    • @sbongathobile1673
      @sbongathobile1673 Год назад

      Baphi oKhuzani

    • @thukzin02
      @thukzin02 Год назад

      Omcineka angibaboni lah 🥺

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 Год назад

      Besaba ukuthi bazovela ukuthi obani kahle hle abedla nabo inyembezi negazi labantu,kodwa ke aklutho syabanza ngomqondo

    • @SakhileGumede-id7mb
      @SakhileGumede-id7mb 3 месяца назад

      ​@@anelemavundla6864awu lomjit beyinkabi yini bafet ngibon macomments la ayi most yajabula 😔😔

  • @lungilesibisi6223
    @lungilesibisi6223 Год назад

    Hai kunzima phumula Nkululeko😮

  • @hlanganisambatha614
    @hlanganisambatha614 Год назад +1

    Hamba sigebengu

  • @sibonelojali
    @sibonelojali Год назад +7

    UMNTEBHOSHA GUYS USEHLEZI EDAKIWE

    • @SkhanyisiweMntambo
      @SkhanyisiweMntambo Год назад +1

      Limdonsa ngabo iCingwane livele lithi vunula lapho sihambe nabu utshwala

    • @ManJay3220
      @ManJay3220 Год назад +3

      🤣🤣🤣🤣usephilela utshwala bese ehamba ephiwa amagwinya abelungu egoli🤣🤣🤣

    • @ZakithiR
      @ZakithiR Год назад +3

      😂😂😂😂😂 ngize ngabuza kuthi kazi ubabakabani ngoba uhlala ephethe isigujana😂😂😂bese edlalisa inyawo

    • @senzelongema4022
      @senzelongema4022 Год назад +1

      Ave engichaza kodwa 😂😂😂😂😂😂😂

    • @ManJay3220
      @ManJay3220 Год назад +2

      @@ZakithiR 🤣🤣🤣🤣🤣🤣shuthi ubaba kaSgujana

  • @mamdlovu3136
    @mamdlovu3136 Год назад +1

    Impilo idinga usebenza kanzima😢

  • @lindokuhlelushaba540
    @lindokuhlelushaba540 Год назад

    LALA QAWE LETHU

  • @world-widenewtrendingsongs8247
    @world-widenewtrendingsongs8247 Год назад +2

    uphumle umphakathi

    • @IsraelMadondo
      @IsraelMadondo 11 дней назад

      Kanti ubenzani lonkululeko wakhona ubeyisgebengu yin

  • @nokulungashushu289
    @nokulungashushu289 Год назад

    Rest well Khabazela

  • @zamamtshali2245
    @zamamtshali2245 Год назад

    Phumula gcwabe 😭

  • @MhlengiYeni
    @MhlengiYeni 3 месяца назад

    Baphethe ama Savanna o Mtebhosha😅

  • @mondlisthe1369
    @mondlisthe1369 Год назад +4

    Ake nisiyeke ngomgulukudu

  • @beautynzimande4939
    @beautynzimande4939 Год назад

    RIP MUMBO

  • @nduduzojali364
    @nduduzojali364 Год назад +2

    IChunu seliyshiye noMtebhosha lento yokuhlez uvunulile

  • @senzenimanqele-bm6li
    @senzenimanqele-bm6li Год назад

    Ulalekahle wena wasembo nkululeko mfe2

  • @kgothatsongobeni2991
    @kgothatsongobeni2991 Год назад +5

    Good riddance!🎉🎉 Killing 5 people in broad daylight?! You live by the sword you die by the sword

    • @NdumisoNgema
      @NdumisoNgema Год назад +1

      Do you have evidence?

    • @khayamdakane5717
      @khayamdakane5717 Год назад +4

      True brother makukhalwe zonke izindawo coz nemindeni yabawu 5 yayikhala nayo

    • @thembimdluli6628
      @thembimdluli6628 Год назад

      ​@@khayamdakane5717yebo kusemhlabeni I'm sure imndeni yalabantu abayi 5 baseball amthuna

  • @selulekongubo5998
    @selulekongubo5998 Год назад

    Baphi laba akade edlala nabo indishi ?

  • @nkosingiphiledlamini5278
    @nkosingiphiledlamini5278 Год назад +1

    Dog RIP nkunzi yenja

  • @chilimusa7408
    @chilimusa7408 Год назад +1

    Bumsaba sqwebo shono uyeke amanga

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 Год назад +3

      Baphi o Mavava angibaboni nje

    • @ManJay3220
      @ManJay3220 Год назад

      OSgwebo ilegenge ebinikwa opetrol iye kuye igijima🤣🤣🤣

    • @ManJay3220
      @ManJay3220 Год назад +1

      @@sabeloshabane6433 abawafunu amachaphazelo

    • @ZakithiR
      @ZakithiR Год назад +2

      😂😂😂😂 uqinisile ngempela

    • @mthobisimntungwa6744
      @mthobisimntungwa6744 Год назад +2

      Umsaba ngisho engasekho