UKHUZANI UZIFAKE ZONKE KUNGIZWE EMKHEHLWENI E/P 1

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 13 янв 2025

Комментарии • 314

  • @mlondimntambo5261
    @mlondimntambo5261 3 месяца назад +9

    Ngcela inumber kaMacele ...ngizizwa ngingaphephile🤧

  • @nokwandadumisa293
    @nokwandadumisa293 2 года назад +14

    Wamuhle umcimbi kamaZulu 🔥🥰
    Lokhu kufike ukhuba ayisekho ifocus lokhu ngizibukela yena😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂💙

  • @nathimagwaza8926
    @nathimagwaza8926 2 года назад +4

    Syabonga Nhlaka bhuti ngomsebenzi omuhle owenzayo kodwa ubhuti SOMNANDI akayena umaskandi omdala kusekhona obab uHHASHI NOBAB UKHEMISI

    • @UbukaOnline
      @UbukaOnline 2 года назад

      Kulezinsizwa ezikhona uyena inqwele yazo, babu Ngcobo sekungama legend I foundation uqobo lwayo lapho ngibala inkunzi yembongolo malume ka sqwebo.

  • @mafikifikzo8264
    @mafikifikzo8264 2 года назад +9

    Kanti uSphe uzongena esthembini..... congratulations maZulu

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 2 года назад +3

    Kodwa insizwa ungizwe wangakithi sukaaaaaaaaaaaaaaaaaaa noma ningathini uyabumela ubunsizwa Cingwane❤❤❤❤❤❤❤❤❤NKANDLAMAHLATHI🙌

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 2 года назад +37

    izingane zabantu zithwele kanzima la ngaphandle ngenxa yokulandela imali

    • @kbkhumalo4084
      @kbkhumalo4084 2 года назад +2

      Azithwalanga kanzima mfethu lento yesithembu ayifiki manje bafo indala. Mina ngikhulele phakathi kwemizi enesithembu.

    • @thembekamyeza1723
      @thembekamyeza1723 2 года назад

      Eish Jah neh

    • @UbukaOnline
      @UbukaOnline 2 года назад

      @@kbkhumalo4084 lo khalayo ukhalelani akahambe ayobuza Nina kutji yini isithembu

  • @phindiletholinhlanhla6326
    @phindiletholinhlanhla6326 2 года назад +3

    Congratulations to Sphe...ubumuhl mcimbi wakhe.......syabonga kwi Nhlaka production ngokuhlale isibek esthombeni

  • @b.enough3107
    @b.enough3107 Год назад +1

    Production is beautiful. Sound is perfect!

  • @saragora3331
    @saragora3331 2 года назад +11

    UNgizwe ube i-man of the match kulomcimbi.😀

  • @nkanyisocele943
    @nkanyisocele943 2 года назад +11

    Lakukhona khona uNgizwe kuhlezi kunenkinga🤣🤣🤣

  • @LiloTyingwa-t4t
    @LiloTyingwa-t4t 9 месяцев назад +1

    Yhoooo rhaaaaa....umfazi wesibini,,,,kungafiwa,,,

  • @somkhandainyosi
    @somkhandainyosi 2 года назад +5

    Enye into enhle ukuthi umaz uzovela lapha kumele kube ukuthi akukho zingani ezilambile ngenxa yakho kodwa ube ukwazi ukuxhasa imicimbi yabantu Kungakubi ke lokho umuntu okumele akhiphe imali la oyikhiphayo nasemndenini wakhe kungalanjwa ngenxa yokuthi ufuna udumo

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 2 года назад +6

    Kkkkkkk 🤣 🤣 🤣 bayikhipha inkunzi etendeni ingaphethe ngisho uR100.

  • @SipheDlamini
    @SipheDlamini 2 года назад +4

    Akufani nokudelela kwakje uNgizwe 😂😂😂

  • @thandokwakhespele878
    @thandokwakhespele878 2 года назад +6

    Vele inkuzi uma seyehlule ezinye ziyayihlanganyela. Uyinsizwa mfoka Mchunu

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele 3 месяца назад +1

    Hello Gwajo happy to watch your episode

  • @somkhandainyosi
    @somkhandainyosi 2 года назад +3

    Ubuhlungu Ngolimi lwabantu abaphaphayo lunenhlamba nobunsizwa bobugwala Amakhosi ahamba imicimbi aphelelwa isithunzi nawo azosheshe afe Uma ezobungazela kubantu ngoba ekhokhelwe izimali

    • @gi9184
      @gi9184 2 года назад +2

      Uqinisile amakhosi akumele abe uvanzi.

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi 2 года назад

      @@gi9184 Yebo uyabona nje Nayi yakwa Dlamini nayo eyase Mnambithi imile le esencane efake ezimnnyama ezigqize ngengwe

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 2 года назад +12

    Umgodi ufuna udumo nokubukwa kodwa izinto zomjikela kusemhlabeni

  • @wisemanmagubane1914
    @wisemanmagubane1914 2 года назад +5

    Kungani uthi Somndani uyena yedwa osele komskandi abadala Baba Hhashi elihlomphe no baba phuzekhemesi bakuphi bona

    • @NhlakaNdlovu
      @NhlakaNdlovu  2 года назад

      "uyena ofike kuqala kuma artist emcimbini"Ngicela uphinde uyilalele

    • @thembamdlongwa5586
      @thembamdlongwa5586 2 года назад

      Nomfiliseni ngomunye womaskandi abadala nje yini ngampela,mhlampe kuselele ulwimi

    • @penelopeshandu6213
      @penelopeshandu6213 2 года назад

      Khulume iphutha intatheli

  • @nhlanhlamngadi9430
    @nhlanhlamngadi9430 2 года назад +7

    Ngizwe inkunzi 🙌

  • @skhumbuzo-lk7ww
    @skhumbuzo-lk7ww 2 года назад +5

    Akekho happy Umamkhulu uyanzenzisa

  • @SmangeleDlamini-x1p
    @SmangeleDlamini-x1p 3 месяца назад +1

    Kube ngilapho ngabe sengivele ngiphelile tjwala hàaa😂😂😂😂

  • @ushunikamaskanditv9089
    @ushunikamaskanditv9089 2 года назад +14

    Yabona ukhuzani uyinja stryt wayeqinisile umthandeni mayethi lokhu kunenzondo yeqiniso

    • @zethumuzgalose2357
      @zethumuzgalose2357 2 года назад

      Uyathanda NJ ukuphox ungizwe

    • @sibusilewenzisibiya4088
      @sibusilewenzisibiya4088 2 года назад

      Washo vele Khuzani kwe Show wathi into yakhe noNgizwe Ngeke isalunga seyikati negundwane.

    • @UbukaOnline
      @UbukaOnline 2 года назад

      @@sibusilewenzisibiya4088 yingoba akaqhathwanga ukukhula nezinsizwa akakwazi yena ukhule azi kutji uyena ingane.

  • @Gqisha
    @Gqisha 2 года назад +11

    Ake ngincome nje ukuhleleka kweTV show yenu, cha ngiyaqala ukubuka efana nalena. Uma ngiyiqhathanisa namanye impela ihamba phambili le 👊🏻

  • @lungelomnguni2870
    @lungelomnguni2870 2 года назад +2

    Ungizwe nkinga akakhombisi ukubamdalaaaa yikh bemhlambalaza kanje phamb kwamkakher

  • @nkanyisontuthuko4521
    @nkanyisontuthuko4521 2 года назад +17

    “Akuwena lo owaqamba amanga” amazwi eGcokama phela lawo Mavava😂😂

    • @MzamoNcapayi
      @MzamoNcapayi 8 месяцев назад

      "Akuwena yini lo wathi ngishawe umavava ngempama le"😂😂

    • @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
      @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 4 месяца назад +1

      Umakoti ogadwe ngezibhamu ubekade eqome usomathekisi yini kanti

  • @Sithembele_Magwaza
    @Sithembele_Magwaza 2 года назад

    Siyabonga hlaka production 🙌🙌

  • @azanianf886
    @azanianf886 2 года назад

    Oksalayo u Geh ngingamgxoba, uzozenza insizwa nge Chunu

  • @ConstanceButhelezi-h5s
    @ConstanceButhelezi-h5s 9 месяцев назад +1

    Eyyy ngoba imali iysono buka nje uNamkhulu akaneme kodwa ngesmanga semali uzothin

  • @mbonisindlovu6099
    @mbonisindlovu6099 2 года назад +6

    Kodwa ngiyakhala ngath iChunu balihlanganyelile

  • @mfundomthimkhulungelengele4842
    @mfundomthimkhulungelengele4842 2 года назад

    Akufani nokukhuluma kwakhe uNgizwe ai uKhuzan ubukisil ngaye

  • @sisadolly8029
    @sisadolly8029 2 года назад +4

    Nhlaka Productions ayigejii 😭🔥😹.Yangaphelela kodwa ivideo ikuphi enye🤣🤣

  • @bawelilengubane6863
    @bawelilengubane6863 2 года назад +2

    Kodwa ukhohlakele lokhzani wenu usengaze abukise ngo Ngizwe kanje

  • @njabulomsezane9899
    @njabulomsezane9899 2 года назад +5

    Naze namphatha kabi macingwane wanidleni engowangakini ningabathakathi cha kuzani ungiphoxile

    • @sithembisomthethwa5236
      @sithembisomthethwa5236 2 года назад

      Cha bamshaya ngezakhe izinduku lowo naye uhlezi ebukisa ngabantu nje ebathuka nangezici zabo.

  • @jazzmanjockies8042
    @jazzmanjockies8042 2 года назад +2

    Nankoke phuma ngizwe bayonyanya ngizwe abantu akaphume nokhamela wakhe owakhe lomcimbi

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 2 года назад +3

    uKhuzani udlala ngoNgizwe kanje

  • @crackedscreenproduction
    @crackedscreenproduction 2 года назад +2

    Mina ngiyawuqonda umdlalo woKhuzani noNgizwe noGeh.

  • @MesuliMjoli
    @MesuliMjoli 3 месяца назад

    IyamQeda leNyoka uKhuzan and ngake ngasizwa isiThwalo seiBuko okubi ngaso syazeHlisa intsuku zokphila

  • @NtokozoSthabiso-hd6gk
    @NtokozoSthabiso-hd6gk 2 месяца назад

    Yey ubiliselwe amanzi ngempela uMfoka Macingwane

  • @mondlidumisa4564
    @mondlidumisa4564 2 года назад +1

    Ewwu iCingwana madoda...ey kubi ke🤭😂omuny umdlalo lo ey

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline 2 года назад

    Kodwa akusiwona umdlalo lo ,Gatsheni. Akusangcwekwa la.

  • @siyabongabuthelezi2125
    @siyabongabuthelezi2125 2 года назад +7

    Ngasho that ngizwe akasalutho ngaphadle ko khozi, useyinhlekisa yakwa Zulu 😂😂😂😂😂😂😂

  • @sabelod7790
    @sabelod7790 8 месяцев назад

    The Zulu's have become Nigerians with that Ndishi thing

  • @ZamaDindi-r7n
    @ZamaDindi-r7n 3 месяца назад

    Manzini hay kunandi ukuba yintombi noma insizwa khona lana umkhenyana esiyochomela ushima zangakubo kwentombi ilapho phela leyomkhehlo ukhenyana usuke etshena abafana ukuthi lana akusacelwa nxolo umfazi wami bese zikhala naloyo osuke esafuna ikushela abone nje akusenandawo yezesheli🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉

  • @thembekilethela698
    @thembekilethela698 2 года назад

    Ayiii wangena u Mr bones #ngizwe😂😂😃

  • @melikhayajajini7348
    @melikhayajajini7348 2 года назад +2

    Ngizwe fika kwakhe..kwenyuse ingxowa kulamcimbi

  • @1ndibryt361
    @1ndibryt361 8 месяцев назад +1

    manje lama bodyguard esifazane kwenzenjani ngempela... inhloso ukubukwa nj kphela la, labosisi bangamelana neynkabi sezila ngenhlamvu

  • @minenhlesibonelo532
    @minenhlesibonelo532 2 года назад +5

    Insizwa kdw ichunu cz lunandisa mcimbi nd izinsizwa ziyamthanda, uthethisa mavava shidi mani 😂😂😂😂

  • @SipheleleGumede-w3q
    @SipheleleGumede-w3q 3 месяца назад

    Kodwa khuba mfethu wazewadlala ngenyingane😂😂😂😂😂😂

  • @jazzmanjockies8042
    @jazzmanjockies8042 2 года назад +2

    Yeyi awu madoda kwelakithi enkandla kwamnandi khuphuka Cebisa wafala okhomba ukuthi uzogida enkanda. Usitshele sonke enkandla sifuna ukuba khona

  • @octaviaolpa219
    @octaviaolpa219 2 года назад +4

    khokha imali Ngizwe😂😂😂😂😂

  • @wushemxmakanjana3037
    @wushemxmakanjana3037 2 года назад

    Futseeeeeek wethu🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣ow yini madoda

  • @xolaniernest1091
    @xolaniernest1091 2 года назад +4

    Ngyamvuma Ngizwe laph kukhona yena kuba nokushisa

  • @thembawalter320
    @thembawalter320 2 года назад +1

    Asbonge Cebisa, Kwande Mandondo

  • @minenhlesibonelo532
    @minenhlesibonelo532 2 года назад +2

    Ubungeke lomcimbi ube sezingeni Eliphezulu ukuba ichunu alifikanga

  • @NokubongaNene-tq7ck
    @NokubongaNene-tq7ck 12 дней назад

    Umuntu oyakhohlwa lapho esizwa khona u Khuzani wadumiswa u Ngizwe

  • @mncedisikhiva844
    @mncedisikhiva844 2 года назад +1

    😅😅🤣 ndlamlenze ngimxolisela umacingwana yini kangaka🤣🤣🏃🙈

  • @jazzmanjockies8042
    @jazzmanjockies8042 2 года назад

    Khuphuka Vavo niyinsizwa enkandla

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline 2 года назад +1

    Khuzani unochuku akanawo umdlalo

  • @mzanyiswamagwenyane3467
    @mzanyiswamagwenyane3467 2 года назад +3

    Loku okukhuzani bengikukhonzile kodwa lokhu kuyangicika futhi angisamlandeli nhlobo

    • @sibusilewenzisibiya4088
      @sibusilewenzisibiya4088 2 года назад

      Yazi nami ngimkhozile mara ndlela enza ngayo iyangicika tuu 🤞yebo uyi celebrate lento okuthiwa Ubuntu iyafuneka

  • @somkhandainyosi
    @somkhandainyosi 2 года назад +3

    Kulungile angifuni ukuthini Dludla SOWAYEKA Ngempela NBC

    • @NhlakaNdlovu
      @NhlakaNdlovu  2 года назад

      SOMKHANDA NGICELA UNGTHINTE BABA

  • @world-widenewtrendingsongs8247
    @world-widenewtrendingsongs8247 2 года назад +1

    ndiyacela nindimeme kwaZulu Natal xa ninemicimbi enje tjoeeee yantlee into,

  • @zinhlemyeza4535
    @zinhlemyeza4535 2 года назад

    Ngazile nje ukuthi umlingiswa oqavile I sthandwasam uNgizwe

  • @hecktorpaul9068
    @hecktorpaul9068 2 года назад +1

    Ndosi...i need your protection plsss..😘

  • @mandisamdletshe999
    @mandisamdletshe999 2 года назад +1

    Uyaphapha khuzani kodwa

  • @MzamoNcapayi
    @MzamoNcapayi 8 месяцев назад

    Akuwena lo owaqamba amanga 😂😂😂

  • @johnlembethe2292
    @johnlembethe2292 2 года назад +1

    Kunabantu abangayiqondi kahle indishi ukuthi yini ,ingena kuphi la Indaba yezikhukhula kulento

  • @tvmiya5346
    @tvmiya5346 2 года назад +1

    lomcimbi awulungile thina asinamali🤣🤣🤣

  • @mbuyisenigasa6086
    @mbuyisenigasa6086 2 года назад +3

    Zakhala kamnandi kwi Chunu 🤣🤣🤣

  • @lungellanga5248
    @lungellanga5248 2 года назад

    Umdlalo wensizw uyohlal umuhl njal

  • @sbonisosabelo7051
    @sbonisosabelo7051 2 года назад +3

    Kudlaliwe ngoNgizwe la bafwethu

  • @phumlanimhlabeni2637
    @phumlanimhlabeni2637 2 года назад +9

    I just feel sorry for losisi uhamba no Ngizwe

  • @abxgalela5275
    @abxgalela5275 2 года назад +7

    Uyaphapha lomfana okthiwa ukhuzani nx

  • @mvuyimpithi8648
    @mvuyimpithi8648 2 года назад +20

    The lady doesn't look happy though... This thing yesthembu iyaludala uqhekeko.

    • @siyasangamali6993
      @siyasangamali6993 2 года назад +2

      Jonga bra bendicimba ndim ndedwa ombonayo ba akavum tuu u Sisi, I ended up asking my self if akadliswanga ngu myeni so that azothamba or else lamfaz uzombulala umkhwenyane or u second wife

    • @mvuyimpithi8648
      @mvuyimpithi8648 2 года назад +4

      @@siyasangamali6993 that time the husband is the only son kokwabo, amadoda ayathanda uqalisa uqhushululu, this thing bro will never work in our generation period. Pretending to be happy while your right is violated 🙄🙄

    • @lungelosbhaxugwamanda5729
      @lungelosbhaxugwamanda5729 2 года назад +3

      And akana say shym cz mengabhedaa uzolambaa😭😭

    • @abxgalela5275
      @abxgalela5275 2 года назад +2

      Kakhulu iwukuhlukumeza abantu besmame njer

    • @mvuyimpithi8648
      @mvuyimpithi8648 2 года назад +4

      @@abxgalela5275 very very sad to see women allowing men to treat the this way,sad thing those guys with polygamy have multiple girlfriends also🥹🥹

  • @MauneAdamMoima
    @MauneAdamMoima 9 месяцев назад

    White ppl used t brag about carrying HEAVY GUNS, nazo ke zase Kwa Zulu. Am proud of u people, WE SHOULD ARM OURSELVES as long as we can Afford. All d way from Pitori

  • @Sandilemhlongo22
    @Sandilemhlongo22 2 года назад +5

    Ngampela yena Macingwane ubethi kuzokwenzakalan efika engayiphethe imali or khona abethembisene naye ukuth bazoficana emcimbini ophethe imali wangabe esafika🤣🤣🤣🤣

    • @xolanijustice5092
      @xolanijustice5092 2 года назад

      uKhehlelezi 😂

    • @nthusenghoffman6067
      @nthusenghoffman6067 2 года назад

      Uhlulwe yintwe ncane ungizwe ngabu sho kahle kuth akana mali kodwa uyathand ukba khona emcimbin phela akuyon crime ngab namali manje sekhulum nga macard ayikhwi mali ebhalwe Capitec or ABSA yafan mali kuthi phuma kwe liphi bank ayinuki perfume ngeke bakfunqule hlala phantsi chunu ujabule wehlisu moya ujabule finish

  • @lindobiyela8466
    @lindobiyela8466 2 года назад +4

    syabonga Nhlaka🙏🙏

    • @zimeleshange8032
      @zimeleshange8032 2 года назад

      We mphathi wohlelo ngcela ungixhumanise nomuntu ophethe lezozinsizwa eziqaphe ezokuphepha, err ngyafisa ukujoyina ezokuphepha amaphepha akhona engicabanga kuth ayadingakala, okuyi handgun, rifle, license c1 ne dog handler grade B

  • @siyabongabuthelezi2125
    @siyabongabuthelezi2125 2 года назад +3

    Ubuyaphi emkhehlweni ungaphethe cash...phuma phuma uphi khehlelezi Baba wakho😂😂😂😂😭😭😭😭😅😅😅😅😅😅😁😁😁

    • @thembamdlongwa5586
      @thembamdlongwa5586 2 года назад

      Ukhuzani yena ubemenyiwe yini?

    • @siyabongabuthelezi2125
      @siyabongabuthelezi2125 2 года назад +1

      @@thembamdlongwa5586 lutho bafo kodwa ubezazi ukuthi uyaphi futhi kudingeka aphathe imali

  • @thokozanemthimkhulu
    @thokozanemthimkhulu 9 месяцев назад

    Ukhuzane naye akanamali ,lana kwakhiwe umbimbi obeluphikisana naye ,noma ngabe ungizwe ukhiphe u 100,000 eyedwa,bebezowuhlanganisa okhuzane, so ngekeke uzishaye isfuba ngokut kade niwu 10 nashaya umunt iyedwa ,kodwa mawuphilile ekhanda

  • @mthokoshoba9069
    @mthokoshoba9069 2 года назад +5

    uzobuya noKhehlelezi wakhe ungizwe kunye umuntu anye nyiiii kephake isondo liyajika bakwethu

    • @sibusilewenzisibiya4088
      @sibusilewenzisibiya4088 2 года назад +1

      Ungasho uliphinde lelogama ungabukisi ngomuntu lamhlabeni,ngoba nakhu uncono eish......

  • @muziwendodamthembu4476
    @muziwendodamthembu4476 2 года назад +2

    Hhay ngizwe inkunzi emalundalunda

  • @Toomanly
    @Toomanly 2 года назад +1

    Ziqiiniselwani ezokphepha emcimbini😂😂

  • @siphesihlendlovu6692
    @siphesihlendlovu6692 2 года назад +1

    Kodwa gatsheni kwawena ubuyuhlekise wakwakithi😂😂😂😂😂

    • @NhlakaNdlovu
      @NhlakaNdlovu  2 года назад

      Ngani Ndlovu😂😂😂😂😂

    • @siphesihlendlovu6692
      @siphesihlendlovu6692 2 года назад

      @@NhlakaNdlovu indleba zingelwayo oyichazangayolendabakangizwe mina iyangihlekisa

  • @zithuleledlamini8136
    @zithuleledlamini8136 2 года назад +4

    Jah umdlalo lo hhayi ngoba bekuliwa kudlaliswa imali

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 2 года назад +8

    Uyisidomu,,khuzani,,laphukhona,,ingenxa,,kalongizwe,,lo,,namuhla,,osumbukela,,phansi,,umhlaba,,lomtanami,,akuqhoshwa,,ngemali,,awazi,,nabangani,,bakho,,ukuthi,,ikusasa,,liniphatheleni,akuchonywa,,ngemali,,kulelizwe,,khuzekani,,shame

    • @thulasizwendwandwe1324
      @thulasizwendwandwe1324 2 года назад

      Akuchonywa ngamali Lana kudlalwa indishi kanti niyidlala kanjani ngakini indishi

  • @msiziprince913
    @msiziprince913 2 года назад +2

    Zyakhala kundabezitha akanamali wande ngomlomo nje

  • @bulelanimemela8329
    @bulelanimemela8329 2 года назад +1

    Kodwa nje usungaze ukhiphe u 2000 wokuxosha umuntu iwrong nje lento abayenzayo kungizwe kongaka wona umcimbi
    Syabonga ngeqiniso lasotobe I Arab 6000 lahlala ichunu

  • @Toomanly
    @Toomanly 2 года назад +2

    Cela ningtholele lo cc we security nimtshele ukuthi ngfisa ukum mkhehla 🤭

  • @SelectafricaTV
    @SelectafricaTV 2 года назад +2

    Sibonge Nhlakah Productions

  • @MlamuliButhelezi-q8v
    @MlamuliButhelezi-q8v 10 месяцев назад

    Akaphume akanamali 😂kunjalo khuba

  • @lucashlongwane9583
    @lucashlongwane9583 2 года назад +2

    Khuzani azikhale zikalise

  • @ntuthukobuthelezi4599
    @ntuthukobuthelezi4599 2 года назад

    Omansthingelani. Sebapha izibhamu south africa is a movie 🎥

  • @saragora3331
    @saragora3331 2 года назад +5

    Hhayi bekukubi iChunu lidliswa ngamapayipi. Uzamile bandla lona omshwelezile. Bekuzoba ngcono ukuba ufike noKhehlelezi.

  • @NomvuseleloNkomo
    @NomvuseleloNkomo 8 месяцев назад

    Ibuhlungu into yokuthanda imali kodadewethu ikuphilisa impilo yamanga , konake akunani ngoba abafuni ukusukuma bazisebenzele

  • @siyabongabuthelezi2125
    @siyabongabuthelezi2125 2 года назад +27

    How can you bring your own camera man to a party that you are not invited to,don't have the money to play with the big boys of Zulu Land fusek😂😂

  • @ayandamhlongo2074
    @ayandamhlongo2074 2 года назад +1

    wangena momngameli wethu ichunu madoda

  • @nqobilembanjwa6609
    @nqobilembanjwa6609 2 года назад +3

    igundwane madoda alisahleki engath ingane encane🤣🤣🤣

    • @masthuli2565
      @masthuli2565 2 года назад

      Gegegegege 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣ubani manje igugs🙌🙌🙌🙌

  • @ThavhanyedzaMLucky
    @ThavhanyedzaMLucky 2 года назад +1

    mmnsele ❤️

  • @VincentMbatha-u8n
    @VincentMbatha-u8n 4 месяца назад

    Kuyoze kubenini abafana bephikisana okunoma babambisane kuyiwe phambili, zidwedwe zabafana laba

  • @mzwandilesikhakhane7573
    @mzwandilesikhakhane7573 2 года назад

    Hhayi uyinsizwa Mfethu Mavava