UDLA IMALI YAMI BESE EYOLALA NABANYEMINA NGIGCINA NGOKUBEKA ISANDLA - episode 61

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 27 дек 2024

Комментарии • 1,9 тыс.

  • @TholakeleDlamini-jz2kw
    @TholakeleDlamini-jz2kw 16 дней назад +77

    Uyisilima Sabelo 100% sthuphethu phuma kulesfebe asikufuni hawe ngaze nganyanya mani😮

  • @slindileluthuli-rs5yr
    @slindileluthuli-rs5yr 10 дней назад +5

    Umfana omuhle kanje udlala ingungumbane yentombazane eside kanje iskhath 🤣🤣🤣🤣

    • @VuksCele
      @VuksCele 3 дня назад

      As for 😂😂😂Ingungumbane 😂😂😂😂😂😂

  • @ThembiNgobeni-sz5pp
    @ThembiNgobeni-sz5pp 16 дней назад +11

    Thanks!

  • @smothogwala-qk4lu
    @smothogwala-qk4lu 4 дня назад +2

    Uyangichaza kodwa mfoka mphephethwa Majiya uyakwazi umsebenzi wakho umona phansi lapho ngikthandani ❤❤

  • @tebellomakautse7406
    @tebellomakautse7406 16 дней назад +52

    UMbali took advantage of patience and understanding KaSabelo

  • @Mosotho.2
    @Mosotho.2 День назад +2

    Abafazi sibulawa kunje 😢
    Sabelo run while you still can BoY ❣️

  • @JabulisiweMchunu
    @JabulisiweMchunu 16 дней назад +72

    Cha Mbali ubolile Waze wadlala ngomunye 😮😮

  • @Masechaba-c1p
    @Masechaba-c1p 16 дней назад +50

    Umbali nobubi !!!akamfanele neze uSabelo shiya lododi Sabelo uzoyithola intombazana ezokuthanda futhi ebukekayo hayi lesdwedwe sentombazane💔

    • @MathezithaSibiya
      @MathezithaSibiya 16 дней назад

      Ibhansi straight

    • @Sihlekhumalo-s9u
      @Sihlekhumalo-s9u 16 дней назад +1

      And mubi😊

    • @thobekilemhlongo5884
      @thobekilemhlongo5884 15 дней назад +1

      Esinensila ebsweni nasentameni..shibhoshi🚮

    • @mosentertainment5680
      @mosentertainment5680 15 дней назад +2

      Mubi mubi mubi. Sabelo leave this thing

    • @bonisiwemthethwa1588
      @bonisiwemthethwa1588 15 дней назад

      Cha waze wabaphoxa abazali bakho, ivirgin ebitheni le engawazi umthetho wokuba neDOT, nkosyam wazewadlala ngomfana omuhle kanje cha phela wena awulboni elidlalayo kuSabelo

  • @CebiSanele
    @CebiSanele 16 дней назад +47

    Wathi uKing Ginger...akaze balunga abant okthiwa ngo Mbali...sengyavum nami

  • @nompumelelomdlalose9556
    @nompumelelomdlalose9556 16 дней назад +12

    Ngicela i family yalomfana imsukumele kukhona okungahambi kahle lomfana psychologically...akangadlali imigewu lomfana enabakubo bakithi....ngaze ngabuhlungu💔

  • @ZeenithMoola-nl9hg
    @ZeenithMoola-nl9hg 16 дней назад +22

    Thanks

  • @MondliNkosi-gq9ff
    @MondliNkosi-gq9ff 16 дней назад +9

    Sabelo yeka umbali please yekela ubushimane kuthi yaziwa kubo akusho lutho lokho shiya isfebe lesi esikwenza isilima buka namanje uyabheda silibele ukukncengela I khekhe elino like elidliwa abanye ngathi ungafa wena mbali udlala ngemizwa yomunye elibelwe kuthi iyakuthanda fuseg Sabelo man

  • @MakaziweNodlinyongo
    @MakaziweNodlinyongo 16 дней назад +30

    Cha mbhali uwrong uyakwazi ukudlala ngomunye😢😓kodwa engikwaziyo ukuthi uzolikhumbula lelithuba odlala ngalo

  • @SizweNgubane-c9j
    @SizweNgubane-c9j 16 дней назад +9

    Bafwethu ukuhlakanipha kuyashiyana. Umbali usazobathola abahlakaniphe ngaphezu kwakhe. MBALI UKUHLAKANIPHA KUYAPHELA INGANE YOMFAZI LE ODLALA NGAYO.

  • @SthembisoMthiman
    @SthembisoMthiman 16 дней назад +57

    Well done sabza boizin for ukungajampisi nokubaseleka mhlephule 2 months bese uyamyeka uncinze umngani wakhe noma usisi wakhe or whoever who is close to her uyakujwayela boi

  • @NhlakaniphoNxumalo-d5b
    @NhlakaniphoNxumalo-d5b 5 дней назад +2

    Musa ukuba isishimane bhuti ,shiya lo cc uzoythola intombi ezokthanda , aynandaba nawe lentombazane uyayfebela nje

  • @LondekaLooh
    @LondekaLooh 16 дней назад +28

    Jesu ngpheni u sabelo bo matifane❤❤🎉

    • @nellie2mkhize608
      @nellie2mkhize608 16 дней назад +1

      🤣🤣🤣🤣🤣🤣

    • @MduduziZulu-j2l
      @MduduziZulu-j2l 16 дней назад +2

      Ngeke yin nawe umncishe ube udla imali yakhe😂😂😂

    • @LondekaLooh
      @LondekaLooh 16 дней назад +1

      @@MduduziZulu-j2l 😀😀😀 ngek bakit ngzomgixabeza nge nanaz nje kuphel

    • @MduduziZulu-j2l
      @MduduziZulu-j2l 16 дней назад +2

      @@LondekaLooh plus iyona ayidinga kakhulu nkosiyam ngabe umsizile 😂😂😂😂 asazike noma uyayaz ukth isetshenziswa kanjn

    • @LondekaLooh
      @LondekaLooh 16 дней назад

      @@MduduziZulu-j2l 😂😂😂😂😂sho case uyoqulek mayeseqedil

  • @TinaMoyo-ne5tb
    @TinaMoyo-ne5tb 8 дней назад +2

    😅😂😅😂
    angikaze ngiyibone intoo enje Sabelo,umthandani umuntu okwenzanje aghaaaa you need help

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 16 дней назад +18

    Sabelo bhuti wami, ngiyakukhulekela ngelinye ilanga UNKULUNKULU akukhumbule uphume kulentombazane 😢😢😢atikuthandi iyakuxhaphaza. Angeke ibe unkosikaz wakho wakusasa.

  • @NomfundoHlophe-t8m
    @NomfundoHlophe-t8m 16 дней назад +5

    Angikaze ngibone umfana oyislima kanje haaaaaa😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @Senamiso
    @Senamiso 16 дней назад +76

    Waze wayisilima mfana cha uyisidididi ngempela udlalwe kangaka yintombazane👏👏👏

    • @mosescele6040
      @mosescele6040 16 дней назад +9

      Udlisiwe lona

    • @EstherNthupi
      @EstherNthupi 16 дней назад +4

      Stupid unless she has bewitched him already.

    • @velintimba
      @velintimba 16 дней назад +1

      😅cheese boy

    • @thulisilekhoza2281
      @thulisilekhoza2281 16 дней назад +1

      Exactly my thoughts yaz isono phela lesi esiyenziwa u mbali I so wish abakabo sabelo baya buka engathi anga thola usizo bafo inhliziyo yaze yab'hlungu yaz

    • @VictoriaNoAmen
      @VictoriaNoAmen 16 дней назад +2

      oooooooMbali kodwa ababusisekile oko kwasho iBig nuzz

  • @FisoDladla
    @FisoDladla 16 дней назад +5

    Ngidabukel abazali bakho westhithi somfana,udlal intombazane ikutshel emehlweni ayfihli ukube uyngane yam ubuzolal emnyango😢

  • @andriesnkosi978
    @andriesnkosi978 16 дней назад +31

    Ngiyayinuka, ngiyibambe. Eish, kudzima emhlabeni madoda😂😂😂😂😂

  • @KagisoKodibona
    @KagisoKodibona 15 дней назад +4

    People who think that These shows are staged, So why don't You guys stage your own shows? 🤔

  • @RiverhorseSecurity
    @RiverhorseSecurity 16 дней назад +29

    We Dlala awuzame nawe ukuba serious ngemibuzo oyibhekisa kulesfebe esiwuMbali imibuzo yakho mayiqine ekthenini uthi ngabe uyamthanda yini lomlisa Mbali if ethi uyamthanda kobe uqamba aluhlaza amanga but kubukeka sengathi uyamxhaphaza maningi amantombazane adinga ukuthandwa la ngaphandle ayi oMbali futhi udinga isgwebo sentambo kanye nobhuti bakhe n plz bafo phuma esfebeni uhambe ungabheki emuva n futhi obhuti abanjani abalwela intombazane yakubo shuthi impatha nalezo kodwa uMbali usazosifunda isifundo ezendoda aziweli phansi n nawe Matifana bekumele ungayidlalisi le episode. Dankooooooo

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 15 дней назад

      Yesss impela ma ebona kuth kunomunye odlala ngomunye,ekbeni e serious omunye kumele luqine ulimi kuMatifane abe firm,singalokhe silalele intombazane ingaphumeli obala,sibuka nge data...

    • @Nomfuu
      @Nomfuu 13 дней назад

      Ayi lo Mbali lona

  • @JABUNDLOVU-cm4nr
    @JABUNDLOVU-cm4nr 16 дней назад +11

    Mbalie unesono ngathi USabelo ba.dlisile akekho umuntu otshelwa ukuthi udizela abanye nge Mali yakhe kodwa Mantefana Lo bhuti uyafana nawe Uma esehleka ukuthi uzokuthola ikhekhe lakhe😂😂😂❤❤❤❤❤

  • @NokuthulaSibanda-xj8fj
    @NokuthulaSibanda-xj8fj 16 дней назад +7

    Waze wadlala ngomunye. Umtwana we Mbalie

  • @Gwevanenxiwa
    @Gwevanenxiwa 16 дней назад +3

    😂 uSabelo ulalela kakhulu u-Acalicious 😂😂😂 kodwa uyinyoni Sabza😂

  • @NomalangaSibanda-r3z
    @NomalangaSibanda-r3z 16 дней назад +14

    UMbali uyi dangerous straight 😊

  • @vusiNdlanzi
    @vusiNdlanzi 16 дней назад +5

    Kodwa lomfana uryt kodwa ekhanda mina phela angisaqondi😂😂😂😂

  • @nonkanyisoluyandamiya5656
    @nonkanyisoluyandamiya5656 16 дней назад +30

    Uklinda suke kungasho ukuthi umjita uyathithiza suke ekuhlonipha futhi ekuthanda weMbali ake umbheke kahle uSabelo ungasho ukuthi umthanda ngoba uyakudizela mthande umhloniphe uyena muntu wakho lona ekekho oyomthola ofana naye❤❤❤

    • @NtomkayiseGumede
      @NtomkayiseGumede 3 дня назад +1

      Kunjalo ukulinda akusho ukuthi uyathithiza kuyomqoqa ukuhlwa umbali uyomukhumbula lomf2

  • @Mosotho.2
    @Mosotho.2 День назад +1

    Sabelo if you continue and forcing to be with this birch uzokhulisa ingane zenye indoda😭

  • @MaZondiNyaba
    @MaZondiNyaba 16 дней назад +20

    Baphi abafwenu wenaSabelo slima khona bezokshaya

    • @nozinhlekhumalokumalo7855
      @nozinhlekhumalokumalo7855 16 дней назад

      😂😂😂😂😂😂😂

    • @thandiwekubheka8471
      @thandiwekubheka8471 16 дней назад

      Ai abamtabalase impela ngama bhande eskhumba angikwazi okunje!

    • @bongiwesithole9376
      @bongiwesithole9376 16 дней назад

      @@MaZondiNyaba Bakithi uSabelo🙆‍♀️🙆‍♀️

    • @SiphoDindi-ef5kx
      @SiphoDindi-ef5kx 15 дней назад +2

      Udinga iduku ngempela losabelo ashawe strong ayeke ukunwabuluka waze wangidna lomfana yoo uzodlala intombazane embi nakanjena iyinuku injalo mnxm

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 15 дней назад +1

      ​@@SiphoDindi-ef5kxaii cha uyakwaz ukubona umuntu nam ngibuka loko,kokuba inuku...

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 10 дней назад +1

    Nibathathaphi labafana namanje ngisabuza 🤔🤔😂😂😂

  • @JabulisiweMchunu
    @JabulisiweMchunu 16 дней назад +16

    Hayi uyislima Sabelo ngiyaxolisa ukusho lokho

    • @phumlanivilakazi
      @phumlanivilakazi 16 дней назад

      Kanti wena sabelo udlisiwe yini uyazi iyangicasula lento yakho yokuba islima wenzisa okwesishimane mani doti

    • @SteveThembaDlamini
      @SteveThembaDlamini 16 дней назад

      Yiyonanto ebiza ngexoki lentombazana,nabobhuti bakhe ngeke bangilokothe

    • @joyndlovu9196
      @joyndlovu9196 16 дней назад

      ngempela isilima uSabelo isilima esilibele futhi ungathi ushimile enjalo nje nx

    • @KhulekaniDube-z3y
      @KhulekaniDube-z3y 15 дней назад

      Udlisiwe lomfana

  • @HlengiweNdlovu-hz8op
    @HlengiweNdlovu-hz8op 15 дней назад +5

    UMBALLY USILE KAKHULU FOR LOMFANA NGEKE THOLE ENYENTOMBI BHUTI AYII LEH NGEKE😂😂

  • @bhekitshabalala4091
    @bhekitshabalala4091 16 дней назад +34

    Haikhona kanti unjani lomfo madoda 😅 usafuna ukubuyela Noma etshelwa ukuthi uthandwa ngoba uyadiza 😂😂😂😂😅

    • @Khanyisanimbanjwa
      @Khanyisanimbanjwa 16 дней назад +2

      Akalungile ekhanda ubafo

    • @nhlanhlamichael1175
      @nhlanhlamichael1175 16 дней назад +2

      @@Khanyisanimbanjwa bamloyile am sure

    • @bhekitshabalala4091
      @bhekitshabalala4091 16 дней назад +1

      @@Khanyisanimbanjwa ungasho uliphinde, udlisa i team lomjida 😂😂😂😂😂 lecheri Imbone kudala ukuthi ulahlile 😂😂😂

    • @freedommyeza2601
      @freedommyeza2601 16 дней назад

      Akayihlabe aayishiye angithi iyona eyixhaphazisa ngabafana

    • @RejoiceMpofu-d5s
      @RejoiceMpofu-d5s 15 дней назад

      😂😂😂😂😂😂Surrender

  • @ANNAKOZA-s2s
    @ANNAKOZA-s2s 16 дней назад +3

    Ewuuu kodwa Sabelo Sabelo ayi mnfana uyistupeti sesdididi,uyisishimane mnfana booo yoh udlali isdwedwe sentombazane,izwa nje sithi oqala ngokungipha imali weeee 😱Nonsonso

  • @skholiwengobese1036
    @skholiwengobese1036 16 дней назад +4

    Matifana 😅
    Eyiiii madoda bhebhani abafazi plsss abhejwe abafazi indaba yemali iza kugcina abafazi bafuna isende. Bhebhanani kwaysholo uPastor Khathide , bhebhani abafazi

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 6 дней назад +1

    Sabelo muhle n unomoya ophansi...Mbali umuntu onje why umenza nj😢...Sisazofa thina besbulala...uyidla kanjan imali yomuntu umenza upopayi ngoba elungile😮😮😮😮😮

  • @VuyileMabaso
    @VuyileMabaso 16 дней назад +8

    Cha Mbali awu appreciate cc futhi uSabelo wakfica usudliwe vele wena ngeke namanga unjalo

  • @MuhleCele-mc7vp
    @MuhleCele-mc7vp 13 дней назад +1

    Bhala lapho Matifane ukuthi 'ISIFEBE'

  • @sphamandlamadondo4362
    @sphamandlamadondo4362 16 дней назад +3

    Ayii ngeke mnganami ikhona ikinga Lah kuwe u soft nje and lomntana uzokudonsa ngekhala coz useyakwazi ukuthi umuntu onjani, kunzima 😢😢😢

  • @SamuSamukelisiwe-h7h
    @SamuSamukelisiwe-h7h 4 дня назад +1

    Intombi iyfunela imalii nje qhaa 😂😂😂😂😂

  • @thedon7653
    @thedon7653 16 дней назад +20

    I pray that the day ngiba isilima kanje, kube khona umuntu nje oyedwa ozongbulala straight.

    • @thalithamngomezulu457
      @thalithamngomezulu457 16 дней назад +2

      Ukufa.pho😂😂

    • @thedon7653
      @thedon7653 16 дней назад

      @@thalithamngomezulu457 Ngyacela ningidlise umunti ngife at least ukuze ningaboshwa, but iyobe ingasekho into engiyiphilelayo uma senginje.

    • @nandosekiki
      @nandosekiki 16 дней назад

      lol why pho

    • @thedon7653
      @thedon7653 16 дней назад

      @@nandosekiki For mina, akuyona impilo le.

    • @GrahamNicholson-d1o
      @GrahamNicholson-d1o 16 дней назад

      U don't mean that bafo ukuhlekwa kuyadlula bayakhohlwa abantu .
      Kodwa ukufa😮 cabanga izinto eziningi ezinhle obungazeza uma sekudlule ubuhlungu
      Take it back

  • @SbuMlakalaka
    @SbuMlakalaka 3 дня назад +1

    Hayibo fethu shiya lengane habee

  • @ntombincayiyana1948
    @ntombincayiyana1948 16 дней назад +22

    Nami sengiyavuma ukuthi uSabelo unakho ukuthithiza,Noma setsheliwe ukuthi khona umnikazi wekhekhe ongadizi,kodwa usafuna ukuqhubeka😂😂😂😂😂 hhayikhona.

    • @GladwellKwezi-uq1so
      @GladwellKwezi-uq1so 16 дней назад

      Kwabuhlungu mnikazi wekhekhe hay sabelo

    • @scelokhumalo1248
      @scelokhumalo1248 16 дней назад

      Lool yini ukuthithiza kanti ?🤣🤣

    • @SeafordPark
      @SeafordPark 16 дней назад

      I agree with you bafo

    • @PatrickMpanza
      @PatrickMpanza 16 дней назад

      Ay kwalelikhekhe alifunayo angboni ukut uzokwaz ukulidla indlela athambengayo

    • @SebenzileThomo-w2o
      @SebenzileThomo-w2o 15 дней назад

      Uzolahlekelwa okukhona ngokungekho weMbali qhubeka nalabo bafana

  • @beautynzimande4939
    @beautynzimande4939 16 дней назад +1

    Matifana nazenafana no Sabelo😂😂😂😂

  • @happymkhize9294
    @happymkhize9294 16 дней назад +3

    Weeeeee Ai boi ngeke 😅😅😅😅kunzima umuntu ekutshela kanje yeyi ngoba uthando aluboni luyisilima

  • @NhlakaniphoNxumalo-d5b
    @NhlakaniphoNxumalo-d5b 5 дней назад +1

    Waze walixoki ntombazane uzwakala ukhuluma kt uqamba amanga wenzela ama camera kt ubukeke njengemuntu omsulwa knt isfebe nje lengane mxm , shiya lesfebe mjita

  • @NcibijaneZulu
    @NcibijaneZulu 14 дней назад +3

    Useshilo ukuthi akasilo i V.DOT Sabelo,, hamba uyodla , uthole noGoba waFelemntwini isuze.

  • @NomfundoZungu-vs5fs
    @NomfundoZungu-vs5fs 16 дней назад +2

    Be for siqale ukhiphi imali hawuuu Mbali uwumahoshaaaaa

  • @Petros-b3k
    @Petros-b3k 16 дней назад +17

    Sabelo uyawazi umnyango owangena ngawo phuma ngawo futhi

  • @mogauledwaba9629
    @mogauledwaba9629 8 дней назад +2

    Dis guy ulele ngempela..kante why don't u leave dis gal

  • @DemyJojo-wy1ne
    @DemyJojo-wy1ne 15 дней назад +3

    Wena isilima so mtwana usmoshela abafana, uhlonipheke iscelo sakho, manje sekayathithiza. Uzozisola mhlambe la ukhona khona awuthandwa u yasetshenziswa nje, uyovuka ku late

  • @luigimasango8108
    @luigimasango8108 4 дня назад

    Sabelo number 1 sthuphethu!!

  • @LuciaTho-h2v
    @LuciaTho-h2v 16 дней назад +13

    Uyathithiza vele nje wena Sabelo ngikubuka 😂

    • @mbalimabaso9485
      @mbalimabaso9485 16 дней назад +1

      Vele

    • @PatrickMpanza
      @PatrickMpanza 16 дней назад +1

      Ay usenkingen lobhuti uthambe kakhulu n ngath uzoba intombi naye ekuhambeni kweskhathi ngek

    • @lwazibiyela-u5n
      @lwazibiyela-u5n 15 дней назад +1

      😂😂😂

  • @umadumawangempela6098
    @umadumawangempela6098 15 дней назад +1

    We bhuti phuma kulentombazane aykaze nje ikuthande even one day i wonder if she even kisses him coz mina if i dont like someone i cant even kiss him

  • @ntombenhledlamini4005
    @ntombenhledlamini4005 16 дней назад +26

    Ngyabheja la kanti wen uyadliwa...kudlaliwe ngalobhuti isono

    • @thembadee2740
      @thembadee2740 16 дней назад

      Hayi naye uyashoda ekhanda lona kufanele ake ageze ngentelezi

    • @thembadee2740
      @thembadee2740 16 дней назад

      Intelezi yiyona engalungisa usabelo aphaphame kancane cabanga sekuthiwa uzalwa yimi ephuphekanje

    • @CryptoGuy95
      @CryptoGuy95 День назад

      Weh lamadoda athambile azin ngentelezi😂

  • @WendyBhungane-pw8hu
    @WendyBhungane-pw8hu День назад

    Ayi wena Zumba mbali uyanyanyisa udlala ngosabelo emuhle kanje wenaZumba

  • @ZaneleThuladu
    @ZaneleThuladu 16 дней назад +7

    Usis onqamba amanga matifane...

  • @nencymalindo1479
    @nencymalindo1479 16 дней назад +2

    Sabelo he is up to something uyenza ngamabomu engathi isilima ukhona ozokhala Lana Mbhali ngobubi😮

  • @tholakelephungula5695
    @tholakelephungula5695 16 дней назад +14

    Hai uSabelo uyolibona izulu😅 Akekho phela umuntu weslisa ongamelo lodoti 😅😅

  • @PetrusMopako
    @PetrusMopako 16 дней назад +1

    Wake-up my brother run don't look back

  • @SitheOLibele8976
    @SitheOLibele8976 16 дней назад +5

    Bafana bakuthi niyoze niyibone intoba UMJOLO NEMALI zintwe zimbini ezohlukeneyo kodwa qhubekani athu Jesu akamthandi umntu utya mandla akhe NAMANKAZANA.

  • @MbongeniMbatha-q7d
    @MbongeniMbatha-q7d 18 часов назад

    Kunzima 😂😂😂😂 Uma umfana ethithiza❤❤❤❤❤

  • @tlharichauke4662
    @tlharichauke4662 16 дней назад +11

    phuma uhambe sabelo

  • @SuzenMakombela
    @SuzenMakombela 15 дней назад +1

    Mbali wa rekixa😢😢

  • @NomfundoNkosi-g2e
    @NomfundoNkosi-g2e 16 дней назад +6

    Awusiyo sididi lo bhuti,Mbali abekho Aba nje bayigqosana yazi,be wise Gal,Thina zivelelwe Mbali Baya cheat bona,ngizikhulu Mela njangami Mina nginje ngalo bhuti ,nginothando😢

  • @HlengiweNdlovu-hz8op
    @HlengiweNdlovu-hz8op 16 дней назад +1

    Mi lovely presenter sesikhona ❤

  • @ThembekaShezi-f8q
    @ThembekaShezi-f8q 16 дней назад +5

    Sabelo gowani maan shiya lodoti baleka uzothola izifo ngaze ngaphoxeka hawee lomfana, Matifane ngyakucela dodisa uSabelo kuyacaca akanabo obhuti abazombonisa

  • @TennysonMalwandle
    @TennysonMalwandle 16 дней назад +2

    Waze wayishlama mfana kudlalwa ngawe lana, watching from Tsholotsho Zim

  • @ZamamboMkhize-r5w
    @ZamamboMkhize-r5w 16 дней назад +4

    Hhaycha uSabelo uyislima bandla 😢ngyaxolisa ukubeka kanje kodw uMbali akamthandi shym🥺

  • @PhiwayinkosiNtuli-r6m
    @PhiwayinkosiNtuli-r6m 12 дней назад +1

    Aw SABELO. ndoda 🙄🙌Ayiii wehlule mfanakithi udinga ukwenzelwa umsebenzi ufake isphandla uyeke ubulima ndoda

  • @SiphiweSiduli-cq8jd
    @SiphiweSiduli-cq8jd 16 дней назад +6

    Nawe mfana angat uyisiyoyoyoo sento😂😂😂😂😂 phuma kuMbali sudliwe sudliwe

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 16 дней назад +2

    MATIFANA LENA ESIYIBUKAYO KUNGATHI SKETCH AYI SOUND SO REAL

  • @yolelwamanyosi9629
    @yolelwamanyosi9629 16 дней назад +4

    Wena Mbali amanga uwaqala apha or uwaqhelile?uMbalo angakushiya ejele😮matifana nomfana niyafana😢wooow awufuni kanti ukuhlonishwa nokuphathwa kahle kanti Mbali😮😮uMbali akanathando lwakho bhuti uzifunela nje imali

  • @sifisonyathi794
    @sifisonyathi794 16 дней назад +2

    Waze waba Cool Sabza..uyamdinga umuntu oright..uMbali udlala ngawe.

    • @PatrickMpanza
      @PatrickMpanza 16 дней назад +1

      Kuyafana uzophinda athithize nakuye Ay uthambe kakhulu lomf2

    • @sifisonyathi794
      @sifisonyathi794 16 дней назад

      @PatrickMpanza 🤣🤣🤣 ..usho kanje Pat.

    • @PatrickMpanza
      @PatrickMpanza 15 дней назад +1

      @@sifisonyathi794 Ay bafo ngeke 😂 yebo umuntu akazidali kodwa akumele ubenjena ungumfana

  • @QedukwaziRadebe
    @QedukwaziRadebe 16 дней назад +4

    Ibuhlungu le episode 😭😭😭😭, uyathakatha Mbali liyofika usuku lwakho, sfebe sikahosja. Umdliseni lomfana

  • @DavidNdetheMokwena-jc8hx
    @DavidNdetheMokwena-jc8hx 16 дней назад +1

    Mbsli ulibambe lingsshoni. Uzowuthola umvuzo wakho. Ngiyagunga ngiyagomela

  • @SinikeloQuluba-p5m
    @SinikeloQuluba-p5m 16 дней назад +6

    Yhoo bafo unamandla ,lomntana ufuna imali mhlawmbi waybhuda ekqaleni

  • @RobertfanuelChunani
    @RobertfanuelChunani 15 дней назад +2

    Mbhali doesn't love,she cheats on you, brother please try to propose another lady

  • @sabelosthole6074
    @sabelosthole6074 16 дней назад +5

    If akalindang akubhebhe ngenkan angithi Zoya ejele umtanomuntu

    • @NurseSylvia
      @NurseSylvia 16 дней назад

      Yooo yazyin ngi speechless nalomfana ai akezwa nokuthi uyajolelwa yoooo uzogula nokugula kulomndayisi wekuku😢😢😢😢

  • @ZandiSimanga
    @ZandiSimanga 14 дней назад

    Matifi ugqoka kahle manje mfowethu❤

  • @UnqambothiMarketing
    @UnqambothiMarketing 16 дней назад +5

    Lafa elihle kakhulu. Izifebe azisenamahloni okufeba. Ziyazincoma ngokuzeneka kuwo wonke umuntu. Yingakho begcina bezibulala abanye abafana

    • @ThembeniAletta-cw8vo
      @ThembeniAletta-cw8vo 14 дней назад

      Mabethola nezifo bese bethi bathakathiwe mina yanginyanyisa nje umuntu ozitshela kuthi ungu cleva komunye usile lombali nobubi mxm

  • @MfanafuthiCele-mq3vb
    @MfanafuthiCele-mq3vb 16 дней назад +2

    Kodwa matifane uyangichaza uzoyikhokhela ba4 😂😂😂😂😂

  • @LwazilwethuMathenjwa
    @LwazilwethuMathenjwa 16 дней назад +7

    Sabelo Mf2 ngicela ungibheja ngizokupha ikhekhe mina futhi kuzoba ngelaķho wedwa promise

    • @ThamsanqaMathe-d3g
      @ThamsanqaMathe-d3g 10 дней назад +1

      Ngcela uthathe mina zokubheja Lwazi

    • @LwazilwethuMathenjwa
      @LwazilwethuMathenjwa 10 дней назад

      @ThamsanqaMathe-d3g 🤣😂🤣😂😂yima ngo January cz manje ungathi uzoshesha ungi pregse kanti kubi 🤣😂

  • @KagisoKodibona
    @KagisoKodibona 15 дней назад +1

    This episode is sweet and short like Mayogurt🤔🤣🤣

  • @MxoDhlomza
    @MxoDhlomza 16 дней назад +5

    😂😂😂😂mfow2 ukudlisile logal omubi kanje liyathengiswa,nawa dayz yeka lento

    • @thulemajola7918
      @thulemajola7918 16 дней назад

      Lapho akaziqhenyi wema ngathi ichips😂😂😂

  • @Elvis-Dube-ny
    @Elvis-Dube-ny 14 дней назад

    🗣 sabelo Sabelo Sabelo ngitsi phuma lapho 🤞🤞

  • @Nnyadi-oy4wc
    @Nnyadi-oy4wc 16 дней назад +7

    Brother run!!!! Is not worth it

  • @phindingcobo
    @phindingcobo 16 дней назад +2

    Umfana kade ayigcina izigi zigi hhayi hhayi😂😂😂😂

  • @jamestivana3014
    @jamestivana3014 16 дней назад +11

    Mafifane failed this gentleman, y are you encouraging this gentleman to stay in this nonsense

  • @MawethuMalamela
    @MawethuMalamela 5 дней назад

    Mfowam shiya phantsi istufuza ubheka abakufanele🙏uzolimala🤞

  • @azenamilanzi4868
    @azenamilanzi4868 16 дней назад +6

    Amawele yini umatifane nolabhuthi obheyayo engatholi

  • @NtobekoDlamini-t1g
    @NtobekoDlamini-t1g 16 дней назад +1

    Vele abo Mbali abekho ryt Sabza phuma kulo Queen

  • @BrianWinter-xq3xc
    @BrianWinter-xq3xc 16 дней назад +6

    Ay lomjita inyoni

  • @jabulilesokhabase3449
    @jabulilesokhabase3449 16 дней назад +1

    Mhh ngizovala amehlo kuphela namhlanje... NKULUNKULU KAMATIFANE sihawukele

  • @SmangeleMalinga-m8t
    @SmangeleMalinga-m8t 16 дней назад +5

    Yathithiza ngempela lobhuti unyaka wonke ulindile futhi umthanda ngoba uyamdizela kahle uthanda imali yakhe ay yena uyisilama nje nawe bhuti

  • @SihleVidima-cl6oo
    @SihleVidima-cl6oo 7 дней назад

    😮bafo phuma kodoti, mina angsafune sfebe eduze kwami😅