Ngaphuziswa amanzi esidumbu | I AM ILLUMINATI | Ngibuya eMkhathini |UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1-EP52

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 авг 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @blaqlifetv
    We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #BlaqlifeTV #IkuhlushwaIzithwalo #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthwala

Комментарии • 262

  • @SibusisoMahlangu-vp7ro
    @SibusisoMahlangu-vp7ro Месяц назад +66

    Ubusisiwe umuntu I themba lakhe liku Jehova futhi lingu Jehovah. And you don't have to pay a cent

  • @psgproductionanvproduction261
    @psgproductionanvproduction261 Месяц назад +38

    Lensizwa isihlupheke kakhulu, isidele ngisho yona uqobo, ey kubi.

  • @sankycraftsbymasuehadebe6281
    @sankycraftsbymasuehadebe6281 Месяц назад +26

    Eyi siyahlupheka bafethu kodwa asizameni ukumethemba uJehova .

  • @ozbeatswoke
    @ozbeatswoke Месяц назад +31

    Le show ngathi iyangsiza ngokwamkela lokhu okncane engiktholayo empilweni.
    Noma besbukela phansi kodwa ngihlala ngikhululeke nonembeza Wami🙏

    • @TefoLetka
      @TefoLetka Месяц назад +1

      I'm with you 100% lapho

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 Месяц назад +15

    Phendukela kuNkulunkulu ukholwe eGameni likaJesu yedwa, hamba eNsindisweni uthole iDeliverance. Isimo obhekene naso it's a witcraft on its own and this is a higher grade, imithi angiboni isazokusiza, into onayo wena ungokhethiwe kaNkulunkulu and he's the reason why engafuni uthole imali engcolile yezithwalo hamba uyosindiswa, read the bible and do fasting and praying. Izinto zomkhathi angeke zilungiswe umuthi but umthandazo uwodwa nje.

  • @sbongileckhawula8960
    @sbongileckhawula8960 Месяц назад +17

    Yes only Jesus Krist of Nazarent zokuzisa buti

  • @sibongilenkosi3394
    @sibongilenkosi3394 Месяц назад +22

    You look good King Sichaka beautiful dressed

  • @nokubongacebekhulu-br6tk
    @nokubongacebekhulu-br6tk Месяц назад +6

    In all the stories I have listened to this one took my attention. This guy has a special gift and his very powerful. Unesiphiwo sabadala abafuni ukuncola and badinga yena ukuthi akholwe kuthi ayikho magic emhlabeni. Kuthi aphile kuzo zonke lezinto asedlule kuzo. Kumele azimamele futhi azibheke because mangilalela zonke lezinto azishoyo bonke labantu aseye kubona bazama ukumuthwebula idlozi lakhe and alivumi. First of all he needs cleansing and also ikhaya lakibo. Even before ahambe belinazo izinkinga emsamo manje naye usenezele ngaphezulu so kumele ligezwe bese kulingiswe nomsamo wakubo so that amadlozi akibo azovuka alekelele ikhaya ngendlela eright not ngokuthwebuliwa. Even nomamakhe nethuna lakhe lidinga ukuhlanzwa kuphakamiswe nomuthi omhlophe wedlozi. Akayeke ukuqhubekela phambili ngokuzama lezinto because already sebemubonisile ukuthi asize kwalunga ngalendlela yakhe. Manje he must give his ancestors a chance to show him the power they have than believing kuthi izinto ezisheshayo zizomsiza. This guy unedlozi very powerful one elingakufuni ukuncola. Sekwanele manje kumele athole umuntu ongadili ngezinto ezisheshayo ozomtshela kuthi kahle kahle idlozi lakhe lifunani because now it the time sokubhekana nempilo nedlozi lakhe eceleni kwakhe.

  • @lindenisikakane9906
    @lindenisikakane9906 Месяц назад +7

    Ubhuti i think he is the chosen child ekhaya lakhe infakho into yakhe ingacaci, unento yomuntu okmele akhuleke kakhulu ayeke into enomuthi phakathi judging from ukphunyuka kulento yokthwetshulwa kwakhe manje uzoqhelisa kwasdalwa esihle esimgadile, akagezwe bese eyeka yonke lento yakhe ahlale emthandazweni kphela

  • @NomfundoMkhaliphi
    @NomfundoMkhaliphi Месяц назад +12

    At 2 o'clock you should be praying to God in Jesus Christ name

  • @user-ec2zd9bv1b
    @user-ec2zd9bv1b Месяц назад +14

    Thank you Lord for not believing in traditional healers 😊

  • @ZandileMkwanazi-cl6mv
    @ZandileMkwanazi-cl6mv Месяц назад +9

    Lezi nyanga bezithwebula inhlanhla zakho nesphiwo sskho mmmm inkohlakalo😢😢😢kwangathi ungasizakala bhuti

  • @prettyndlovu9951
    @prettyndlovu9951 Месяц назад +5

    You such a strong man,unesbindi,nesipho,bakumonela bakumosha eish,may God intervene umbize njalo❤

  • @nkule165
    @nkule165 Месяц назад +13

    The story 😢 is so sad hopefully ubaryt ubhuti🙏🏾🙏🏾🙏🏾

  • @Mathimlisa
    @Mathimlisa Месяц назад +7

    Mfth sengisizwile story sakho
    U are a good guy who wants good for family and loved ones,
    I challenge you kuth uguqe ngedolo ukhulume noNkulunkulu
    UNkulunkulu akadingemali yakho ufuna nje umuthembe kuphela uzophendula and uzobuya uzochaza kuth kuyena kuphela owakusiza
    He created human and nature lapho ubudukela khona, manje themba uMdali wakho, He created you and me He knew us before we were born, wazi even number yezi nwele ezisekhanda,
    I trust Him to help you and you will trust Him too at the end.

  • @SisonkeNomatyenge-bi4qf
    @SisonkeNomatyenge-bi4qf Месяц назад +6

    Andiboni ukuthi ubawo uGasa angakusiza bhuti, Jesus is the way you, he will set you free.

  • @masentlejiyane6021
    @masentlejiyane6021 Месяц назад +8

    Buti awudi ngi inyanga, wonke umuntu is going through financial crisis, kunzima kuwo wonke umuntu, manje uthathe isthwalo, uJesu uyaphilisa mfo

  • @user-dl7nf7bu4o
    @user-dl7nf7bu4o Месяц назад +8

    There’s something special about this gentleman and he needs to find out what it is,,sometimes xa une Gift especial from abantu abadala abavumi ukuthi wenze lezi zinto zenziwe hile ntsizwa

  • @Nozipho-bh5zd
    @Nozipho-bh5zd Месяц назад +12

    Buyela emthandwazwen my brada

  • @zm7294
    @zm7294 Месяц назад +7

    Give yourself to Jesus uzokunika ukuphilaa okfunayo 🙏🏾

  • @user-of8dp6fy9i
    @user-of8dp6fy9i Месяц назад +2

    The devil is so deceitful 😢😢😢😮😮. And once wangena khona akuphunywa. Only prayer will set you free. Inyanga zona cha. Jesus is the way. This is so painful 😢😢

  • @ThembaEntertainment
    @ThembaEntertainment Месяц назад +9

    Me I believe in God only, i don't consult because of they lie a lot, at the end u will invite evil spirit in your life, pray to God he knows what is best for u, in Jesus Christ name amen 🙏 24:42

  • @jumanjiswallows4649
    @jumanjiswallows4649 Месяц назад +11

    Mina ngiyazihluphekela and I'm happy ngalokho unkulunkulu ungikhethele lokho

    • @nomzamomoloi1085
      @nomzamomoloi1085 Месяц назад

      😢😢😢 ei nkosiyami I can relate

    • @user-ds6jc5yx1p
      @user-ds6jc5yx1p Месяц назад

      Awukakhethelwa ngu God dear isitha sitjontje yo happiness God usikhetsela lomuhle sizalwa

  • @margaretmaduna3684
    @margaretmaduna3684 Месяц назад +3

    I think it's only God who will set you free. he wants you to serve him you will be free. He is waiting for you .

  • @PatriciaNdlovu-r4e
    @PatriciaNdlovu-r4e Месяц назад +62

    Only Jesus can help you bro

    • @twitchthewonderboy
      @twitchthewonderboy Месяц назад +7

      Only the Savior, the Lord Almighty Jesus Christ.

    • @Mathimlisa
      @Mathimlisa Месяц назад +4

      Yaz nam ngifunda nje isihloko I knew kuth only The Creator of Haven and earth can help
      ngegama laJesu Kristu owafa kodwa ngosuku lesithathu wavuka, ophilayo manje eZulwini

    • @Cphanarh
      @Cphanarh Месяц назад +1

      Why isn't he helping?

    • @sindisiwenkosi8610
      @sindisiwenkosi8610 Месяц назад

      ​@@Mathimlisa Jesus is the creator of heaven nd earth? usewu God yini kanti u Jesu?

    • @thandekathabethe9535
      @thandekathabethe9535 Месяц назад

      Eyi nkosiyami lets help people believers kunzima abantu they need Jesus

  • @mhlangamusa2758
    @mhlangamusa2758 Месяц назад +7

    Bro just receive Jesus Christ and u'll be saved and born again✝️🛐🙏

  • @Busie85
    @Busie85 Месяц назад +6

    I story sakho syamameleka ingase uncedeke

  • @user-sm5yb7qm2h
    @user-sm5yb7qm2h Месяц назад +8

    Ziyakhathaza le Nyanga zamanga zisiqedile.

  • @user-sm5yb7qm2h
    @user-sm5yb7qm2h Месяц назад +22

    Baba dokotela Lo odlale ngomfana😂😂😂😂😂

  • @snankala6857
    @snankala6857 Месяц назад +5

    Wamuhle King my crush 😂😂😂😂❤

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 Месяц назад +2

    Cha une sbindi King,ngingesaba kwakuthinta leyo foni,u looking good alwaz too

  • @tshegofatsogiven9002
    @tshegofatsogiven9002 Месяц назад +7

    aao king,i thought is the new presenter, you look unique

  • @Nhlanhla-gd6nc
    @Nhlanhla-gd6nc Месяц назад +2

    Mina mfana imfihlo yami yeka izinyanga Iya kushembe themba unkulunkulu ozoba ryt yena uyokusiza nangesihlanu

  • @LindaMaseti-ty5oc
    @LindaMaseti-ty5oc Месяц назад +2

    Mna bafo ngomamela kwam story sakho u powerful enough if wawusile mgqombothi uyocela emangcwabeni wakowenu ngewukude ngk cz bakunika smandla kowenu

  • @nomzamomtshaka1994
    @nomzamomtshaka1994 8 дней назад

    You have a calling and you are powerful... God gave you power's but you don't blv in your self

  • @zandilenene1145
    @zandilenene1145 Месяц назад +1

    Ngisacela abantu baze ukuthi once wafakwa intambo emzimbeni wakho imimoya yonke I connect ngaleyontambo lapho uyogula ungaqedi inkinga zikunamathela unomphela.
    May God help abantu bakhe😢

  • @nomzamokhumalo9807
    @nomzamokhumalo9807 Месяц назад +1

    Sabihlungu istory sika bhuthi cha inzima impilo yomuntu omnyama nabithakathi💔💔💔💔

  • @thembekilenomlanjana8749
    @thembekilenomlanjana8749 Месяц назад +5

    Abavezwa ngani labantu abazinyanga bazoziphendulela ngoba kudlaliwe ngabantu

    • @chicomkhwanazi5506
      @chicomkhwanazi5506 Месяц назад

      Ubuza kahle Ziphi zona lezinyanga. Azinawo yini amagama zona? Akusizi lutho ukuthi bathi bayasiqwashisa ngezigameko ezibehkelayo kodwa singabazi ababagilayo.

    • @ElmonNyathi
      @ElmonNyathi Месяц назад

      ​@@chicomkhwanazi5506Waze wakhuluma ngoba nathi sizoya ku umuntu owrong kufuneka amagama abo plz

  • @Mzee.076
    @Mzee.076 Месяц назад +1

    Ayi cha, ihambile ke lensizwa, akukho la ingandlulanga khona. Jesus Christ is the answer to all questions and life challenges my bro, the nice thing it's FREE of charge. Awukhiphi lutho. You will have peace in this life and beyond

  • @twitchthewonderboy
    @twitchthewonderboy Месяц назад +3

    The Lord Jesus Christ is coming back, atleast build a relationship with Him because He loves you all that He died for us and gave us His precious blood. His blood can wash you clean if you believe and have faith. He was the last sacrificial lamb from Father Yehwah.

    • @MaxwelBali
      @MaxwelBali Месяц назад

      😂

    • @khanyicele3688
      @khanyicele3688 Месяц назад +2

      Jesus is the only way,truth and life 🙌

    • @user-iz1nv8wx5b
      @user-iz1nv8wx5b Месяц назад

      ​@khanyiAnd Uthe ozayo kuye kasoze amlahlela ngaphandle it's true cele3688

  • @siphoinnocent8549
    @siphoinnocent8549 20 дней назад +1

    Uthwale ngawe mfowthu I dlozi lakho lisebenzela yena or idloz lakho Linamandla liyabala lobumnyama

  • @user-zs7xc1qi9x
    @user-zs7xc1qi9x Месяц назад +1

    Okunye bafowethu nabodadethu engathi singathola isifundo kulendaba kamfowethu ukuthi asineliswe yilokhu okuncane esinako ngoba labantu abathi bayasisiza kuyabonakala ukuthi badlala ngathi kunalokho bafuna ukuzicebisa bona ngokuthatha iziphiwo zethu namadlozi ethu ukuthi asebenzele bona.

  • @nhlanhladlamini2016
    @nhlanhladlamini2016 Месяц назад +6

    Kube umane wasebentisa yena lo 2+2, maybe bekutobancono

    • @Sjadu71
      @Sjadu71 Месяц назад

      Kanti ke nyani why engayanga kuye ngekudalo wanona lomfana lenyanga mbumbulu wadibana nayo kungati kanti ngulo wemali yase Absa🙈 hayke lo usedolopini ngubaba wesizwe ngqo noba kanjani weeee loyo

    • @SoniaSenzanaidoo
      @SoniaSenzanaidoo Месяц назад

      Nam ndizisole sendiye kulo baba😢

  • @AluthaSonkomo
    @AluthaSonkomo Месяц назад +1

    Umna ndizithandeka ubhuti and ngumxhosa njengam😂❤❤❤😊

  • @SirDeeKay4
    @SirDeeKay4 Месяц назад +2

    THIS GUY DOESNT NEED ANY HELP FROM ALL THESE EVIL SPIRITS THAT HE IS GOING THROUGH,ALL HE NEEDS IS MONEY AND POWER THATS ALL #SCARYWORLD INDEED

  • @NontokozoJali-cs6ez
    @NontokozoJali-cs6ez Месяц назад +2

    Ey nkosyami ngiyakuzwa mn and sihluphekile

  • @thandekathabethe9535
    @thandekathabethe9535 Месяц назад +1

    Bakithi wozani kuJesu Nkosiyami abantu bakaNkulunkulu so painful

  • @ConstanceMasimula
    @ConstanceMasimula Месяц назад +1

    Phuma ezinyangeni bhudi uye kunkulunkulu uzokuncabela zonke izinkinga zakho

  • @sibusisosimonmbuyane
    @sibusisosimonmbuyane Месяц назад +1

    Ubhuti ngathi uthatha konke ehlangana nakho.ubungozi lobo nabo😢😢

  • @PumeleleMbatha
    @PumeleleMbatha Месяц назад +1

    Eyi kwaze kwakuningi Boy
    Sengathi singafunda ukwamukela
    isimo njengoba sinjalo , Singafuni esingafikanga sikufumbethe

  • @multiseducer1
    @multiseducer1 Месяц назад +1

    Sicela ama updates on people that have sought assistance from your channel.

  • @COC_TV11
    @COC_TV11 Месяц назад +2

    Babu dokotela lo use thekwini I remember esho lezinto kwi video yakhe

    • @Sjadu71
      @Sjadu71 Месяц назад

      Unamanga loyo ulahlekisa abantu uhlala nje encoma ukudla akudlayo yindoda enjani leyo eyaloko incoma ukudala haysukaaa

  • @ZoliswaBaleni
    @ZoliswaBaleni Месяц назад +1

    💔💔💔😳😳😳 nkosiyam ukuhlupheka okusiphethe yey nkosi 😭😭😭😭😭

  • @user-nz5rd8yd8l
    @user-nz5rd8yd8l Месяц назад +1

    Hello bhuti schaka I'm watching u from portshepstone. Uyinsizwa Mina ngizibukele wena nje😂la

  • @NandiphaNgamlana
    @NandiphaNgamlana Месяц назад

    King❤ Mtase ibuhlungu imeko yakho.khawuqiniseke emthandazweni.u Thixo uzakunceda

  • @masentlejiyane6021
    @masentlejiyane6021 Месяц назад +1

    Thathana uJesu ni wumdeni, uzo nivikela

  • @chosenjay5004
    @chosenjay5004 Месяц назад +1

    I'm sure abantu abazama ukusiza bayabona ukuthi ustrong so bantshontsha inhlanhla zakho. I hope uzomthola umuntu ozomsiza

  • @mandisimavuso
    @mandisimavuso Месяц назад

    uyaphapha ingxaki yakho bhut.
    Amaxhosa akathwali asebenza nzima .
    Uba leMali unkala ngayo eGoli ngosowaqhetswa kudala uthenge zetificate

  • @NomondeBooi-su1xe
    @NomondeBooi-su1xe 18 дней назад

    Yhoooooo mkosi yam mna andimsusi kwa ccter wakho lona sebenzela cpompony nkulu

  • @NonhlanhlaMadlala-yp4eu
    @NonhlanhlaMadlala-yp4eu 25 дней назад

    Mmm nkulunkulu onamandla ngenelela nkosu jesu kuloludaba lalobhuti athole ukusizakala

  • @saniamashaba2313
    @saniamashaba2313 Месяц назад +1

    Kodwa my king❤❤❤❤

  • @Thandile-yz7co
    @Thandile-yz7co Месяц назад

    Khawuphume mntanam kulento ayoyakho azamile akulungi nto ukhona uYesu angayinceda impilo yakho uzilahlele kuye uthembe yena

  • @mhlengiduma5549
    @mhlengiduma5549 Месяц назад

    Ei wiqhathanzipho kodwa Nondaba, uhlezi uClean ♥️👌🏾

  • @IndiaTshuma
    @IndiaTshuma Месяц назад

    Sitabong bhunt king ngokusi vulela le show mina ngokwami ngifundile okunengi ngenyanga azilaqiniso ,asikholwe i kumdali wethu onguye owasizisa emhlabeni ngeqiniso sikhona sillapha siyaphila kungexa katixo wethu ,asimdumseni ngekathi zonke ngiyabonga jhb

  • @FikileDlomo-d2g
    @FikileDlomo-d2g 7 дней назад

    Haybo!usazgcinelen Zonke lezinto ngoba azksebenzel?nentambo Pho esnqen,lahla Yonke leyonto,ubuyele eNkosin

  • @AluthaSonkomo
    @AluthaSonkomo Месяц назад +1

    Wathetha kabuhlungu ubhuti kuzolunga mntase💔💔😭😭

  • @phindymadonsela4669
    @phindymadonsela4669 28 дней назад

    ELIKA JESU IJOKWE LILULA MFETHU CHOOSE JESUS AS UR LORD N SURVEY PLZ

  • @ThembekileZondi
    @ThembekileZondi Месяц назад

    Sawbona we Nondaba 🙌solokhu sbabaze njalo nj bt syabonga

  • @IrisNokhanga
    @IrisNokhanga Месяц назад

    Yhooo hay kodwa bhuti nawe

  • @zanelecele4606
    @zanelecele4606 Месяц назад

    😭😭😭😭😭😭 libuhlungu ibali lakho Bafo..........yooooo I'm so heartbroken listening to you talking.. May you find help.😢

  • @admirenali3219
    @admirenali3219 Месяц назад +2

    umkhulu GASA uzokusiza bhuti
    ngibuya khona ngisizakele

    • @musagumede6105
      @musagumede6105 Месяц назад

      ngcela ungiphe inamba zika babu Gasa plz

    • @chicomkhwanazi5506
      @chicomkhwanazi5506 Месяц назад

      Uyasiza yena bakwethu. Nami nginayo inkinga yempilo sengizamile lutho ukusizakala. Angisenalo ithemba, ngiyahlupheka nginolwazi olungangisiza ukuthi ngibe ngumuntu ebantwini. Nokondla izingane nonkosikazi angisakhoni. Sizani bakwethu.

    • @chicomkhwanazi5506
      @chicomkhwanazi5506 Месяц назад

      Uyasiza yena bakwethu. Nami nginayo inkinga yempilo sengizamile lutho ukusizakala. Angisenalo ithemba, ngiyahlupheka nginolwazi olungangisiza ukuthi ngibe ngumuntu ebantwini. Nokondla izingane nonkosikazi angisakhoni. Sizani bakwethu. UMzizi yena unjani?

  • @user-rs8er4sh8o
    @user-rs8er4sh8o Месяц назад +1

    Udinga uJESU nyani uzame konke kodwa THIXO uyakuvikela

  • @BonisiweGumbi-ti6kb
    @BonisiweGumbi-ti6kb Месяц назад

    Haw kodwa jesu lekelela nkosi jesu ey ihluphekile ingane yomuntu😢😢

  • @user-lo3em5tg2p
    @user-lo3em5tg2p Месяц назад

    Eyi bafo ibuhlungu indaba yakho. Sitagaxela ezintweni esingenalwazi lwazo ngenxa yenhlupheko😢😢😢 sengathi ungaluthola usizo bafo

  • @SihleMsomi-uq2et
    @SihleMsomi-uq2et Месяц назад

    Once wayi first born yomfana ekhaya abathakathi balwa nawe koze kulamule ukufa,ayiqine lensizwa sonke as amakhosa asemakithi sidlula kubo ubunzima abusabekayo but sizoqoba angowethu lomthwalo esiwuthwele.✊️

  • @user-jh1xm5cb6w
    @user-jh1xm5cb6w Месяц назад

    Yoo kunzima my brother pray harder ..King schaka uqhoke kahle ❤

  • @nokulungamngomezulu5318
    @nokulungamngomezulu5318 Месяц назад

    Jehovà 😢

  • @topsymtshali7541
    @topsymtshali7541 Месяц назад

    Hmmm uMama akalale aphumule,uJehova kuphela ophendula imikhuleko🙏

  • @user-ge2uo8mo6t
    @user-ge2uo8mo6t Месяц назад +1

    Mmmm ai ai lestory

  • @duduzilepatienceshongwe6935
    @duduzilepatienceshongwe6935 Месяц назад

    Beautiful Mr King👌🔥, engathi bhuti angasizakala shame

  • @ZandileMkwanazi-cl6mv
    @ZandileMkwanazi-cl6mv Месяц назад +1

    Bhuti unesiphiwo ekuthandazeni kukhona ukunqoba it's just that kunzima ikulinda inceba ka Thixo and your mother was a prayer woman,think about it

  • @NombusoJaca
    @NombusoJaca Месяц назад

    Abalele bayeke ukunikhuza abathi kunzima ukuthala anikhuzeki kusho mele bathi qhubekani nokuthwala mhlambe ningayeka seniphuza namanzi edumbu mnje ufukuzisa unyoko mnje akaphunulile kunzima

  • @user-ge2uo8mo6t
    @user-ge2uo8mo6t Месяц назад +2

    Amanzi esidumbu 😭😭

  • @nkuleymthembu3392
    @nkuleymthembu3392 Месяц назад

    Only prayer can set you free .
    Trust in god

  • @mohanuoamira285
    @mohanuoamira285 Месяц назад +15

    Please subscribe like and share🎉

  • @user-su9jc2wl3w
    @user-su9jc2wl3w Месяц назад +1

    Jesus is the only hope to live Godly life on earth ,not man. People always take you to destruction.

  • @NomalangaXulu
    @NomalangaXulu Месяц назад

    Cabanga nje ukhokhele ukuthi ubuntu antshontshe izinhlanhla zakho

  • @user-rf8we3gn6d
    @user-rf8we3gn6d Месяц назад +1

    King wethu,💋💋

  • @TefoLetka
    @TefoLetka Месяц назад

    Alot of podcasters can definitely learn alot from how this guy does his work.. Excellent interviewing skill mfo , work on it. It'll grow you

  • @SIPHINDILENGCOBO-tq4lr
    @SIPHINDILENGCOBO-tq4lr Месяц назад +2

    I'm the first one ❤

  • @Sjadu71
    @Sjadu71 Месяц назад

    Wow ndiyabona basindisiwe abantu bale page caba barongo abalandela iinyanga kushota basho kanti ke iinyanga azifani futi soze zifane kuyafana nabahamba amasonto ngeze bafane.

  • @nomvatokatywa622
    @nomvatokatywa622 Месяц назад

    Yhoo sibuhlungu esi story salomfana kakhulu... he's close ekuzibulaleni ngk, he's soo desperate Nd wenziswa izinto ezinzima,udinga inyanga enomgeza kakhulu

  • @xolamendela
    @xolamendela Месяц назад

    Yoh lame light, it's never an option, my guy. cz what you do for your family, you can so sacrifice them 😢😢

  • @andiswamabuza9145-Tv
    @andiswamabuza9145-Tv 3 дня назад

    Lobaba ngu Bab dokotela nedbank house icola lokucala lokugcibela akazi nex

  • @smashingkidnews1506
    @smashingkidnews1506 Месяц назад

    Waze wa fresh kings.Handsome

  • @Zwide111
    @Zwide111 Месяц назад

    Jesuuuu😮

  • @skhumbuzovilakazi9947
    @skhumbuzovilakazi9947 Месяц назад

    Clever ukhulumela phansi

  • @nokukhanyanokubonga154
    @nokukhanyanokubonga154 25 дней назад

    Inkinga yakho bhuti uhamba ufuna isthwalo engabe ulungisa umsamu wakho lona owonakele

  • @lydiandzuzo4176
    @lydiandzuzo4176 Месяц назад

    Sicela abuye va encedakele ku mkhulu Gasa

  • @PinkanaDlaza
    @PinkanaDlaza Месяц назад

    Kholwa uvume ngomlomo.ukuthi ujesu uyinkosi nomsindisi wempilo yakho plz akukho okunye bhutwam ndiyakcela mtase