Aikho bhuti into engenamphumela..uThixo neDlozi lakhe lisamlulela intambo ..no 20 years ungaphela..lencwadi yakhe yobumnyama ayibhalayo..iyofundwa ngelinye ilanga yilokho engakusho..Futhi kuyoba kubi...Shembe is the way
Engithanda ukukusho buti wami umuntu nomuntu ukholelwa lakholelwa khona so wena if ungakholelwa ku shembe ungakhulumi. Kabi ngezinkolo. Abanye a bantu ngiyakuzwa uyagxeka ngenkolo yakwa shembe ibhayibheli esilifundayo. Alisivumeli. Sigxeke ngoba khona ka shembe Uma engenzi kahle uyomiswa esihlalweni wena nawe vula. Eyakho inkonzo. A bantu bakhothamele wena uyeke umona ovuka kuwe nxusa unkulunkulu
Who is jesus where is he Not saying anything but I respect all religions.if you don't follow that church just leave bealive what you bealive .this guy just wants to be famous for nothing
Mina I fully understand that what you are saying is exactly what you believe. At this point ngyabona awunalo iso likamoya ingakho oyibuka ngaleyondlela and you are questioning a lot of important things. Kodwa mhla uMdali wakubusisa ngeso likamoya, uyozithola izimpendulo. Asikho futhi isidingo sokuxqbana nawe, kodwa nje ukuhlonipha omunye umuntu ungambukeli phansi ngemxa yezinga lempilo ozibuka ukulo kubalulekile. Uma uzobona uncono, nalapho kuhle ngoba sonke siyayidinga self confidence kodwa phela musa ukuphakama ngenkolo yabanye abantu. Phakama wedwa nje, ume escongweni sakho wedwa not phezu kwamakhanda abantu.
Ngifisa ukubuza eceleni we bhuti mina ngiyi Khatholika angedeleli ngibuza kahle ngoba angazi ngezinye izinkolo, Uma uthi Shembe uNkulunkulu usho ukuthi uwu Jesu Krestu was Nazaretha or usho ukuthi amandla akhe alingana nawa Jesu Krestu
Lo mfana uyisduphunga,awkwazi ukuphawula ngento ongaylandeli futhi ongenalwazi nayo... Ku no Shembe ka Moya no Shembe we nyama... Lo ukungangeni toilet sihlonipha uShembe ka Moya not wenyama. 2.yeka ukuzenza into engcono ngiyakwazi usebenzaphi,nokuthi uhola malin ...awnamfaz awnana UNO awunana tazz .. Uma unenkinga yisho ngisho la osebenza khona.awuyona lento ozenza yona wena. Phuma entweni ongenamizwa ngayo.ulandele lokhu okukwenzela sense
Musa ukuqhathanisa u Jesu no Shembe, u Jesu akafune mali yakho, woza kuye umanikiniki, kuye kukhona ukuthethelelwa kwezono, insindiso, ukuphila okuphakade
Molo mfo, ngibuhlungu if u khuluma kanje. Ulwimi lukamphiki Christu lolu olubekwe lwimini lwakho. Suweqile you can't mess up with God and his chosen ones and get away. Meme teker ufasin.
Bhuti into yakho izogcina isigaxelisa sonke .....angibeke kanje feel what you feel and say what you say Mina ngiyazi ukuthi uShembe uNkulunkulu, Mina ke ngithanda uShembe okwazi ukulamba kanjengam , adle asuthe or alambe njengam ukuze masethi kuyiwa kanje ezulwini ngizokholwa kahle ngoba ñgimbona efana Nam.....Mina ke nganelisiwe kanje , so uShembe uNkulunkulu hamba wena uyofunizulu lakho lelo okudliwa umoya kulo Mina ngithanda leli lika Shembe ngyeneliswa Ilona....angazi ngoNyazi ngoba angisonti khona kd uShembe uNkulunkulu
Angikhonzi kwaShembe Kodwa-ke inhlonipho ibalulekile kakhulu nokugxeka inkolo yabantu abasizakalayo ngayo futhi bayizinkumbi abamlandelayo kusho ukuthi iyabasebenzela bona ukuhloniphana kubalulekile uShembe ngisola ukuthi ufela ukuthi ungumuntu omnyama ukube wumlungu ngabe akagxekwa
Cha Bafo uthi lomjita uShembe akusiyena unkulunku...lapho ukhuluma.iqiniso🙏
Yebo naye akasho ukuthi ungunkulunkulu uthi uthunye ngu Nkulunkulu inqiniso lithi asiphume endabeni zabantu
ubungane Nkosiyami
Ngyamdabukela lomuntu ..noMndeni wakhe..lamazwi awashoyo ngyazisa
Kuthiwa noma ngabe uwumthandi u shembe kodwa ungakhulumi ngaye ksbi, ey akazi lutho lobhuti ngelinye ilanga uyozitola esedinga usizo lumholele khona kulo Shembe angamdingi 😢
I'm a member of the Nazareth Baptist Church, Shembe is our Ancestor, but we praise God
Which Shembe,brother...live or dead?
Eyyy mfowethu,unkulunkulu uyakuthanda,ngelinye ilanga nguwe ozobe ushumayeza abantu ngo unkulunkulu nangoshembe,Nami ngingomunye wababemthuka unkulunkulu,kodwa wangithandela lokho wayesezibonakalisa kimi.wangikhomba enkonzweni yakwa Shembe.ukhulunyiswa ukungazi mfowethu.
Impela nami ngimthandeka isibindi sakhe,ungikhumbuza uSawula umzingeli wamakholwa,akehlebi uphumela obala ngenkolo yakhe uNkulunkulu uyazibonakalisa kibantu abanjena
@@melusingobese792 Nje ngingufakazi.
Unamanga
@@SibonisoIsrael kulungile uma uthi nginamanga. Unkulunkulu akubusise.
Akusoze nje kwenzeka,lendoda yamqala last year uShembe bonke babesho kanje kodwa namanje akakaze enzeke niks Kahle ukusabisa
Ushembe angimazi futhingiyamhlonipha futhi ngiyafisa ukumbona
Uzombona, inkosi ikbusise
Kumele usheshe umbone nakhu kuthiwe umuntu uyafa
Uye waqala iztha. .waluqala unakane webadedele uyolucima ngan🗣🎤🎹🎼
Ayih kaze uyolicima ngabi emubi nakangaka
3:45 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂Ey yaz lomfo iqiniso lakho liyababa mfe2 angfun ukungasho🤞🤞🤞🤞😂😂🤣
😂😂😂😂awthule
Mina Bonisiwe Mthembu. iyodwa into engiyaziyo ukt ..munye. Kuphela umntu oyakusahlulela....izwi lenkosi lithi masingahluleli.🙌🙌🙇🙇🙇🙌🙌🙏
Ibhaybheli elithi munye umahluleli, yilo futhi elithi munye Unkulunkulu. Akhona ukwahlulela ukuthi ushembe akayena unkulunkulu uqiniso.
@hloniphanintombela3118 ngisamile ekutheni munye umahluleli oyakusahlulela. Nqiiiii alikho izwi lenkosi elithi thina bantu asahlulele inkosi umdala wezinsuku umahluleli wethu🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Awuphenduleki ke wena ebuthutheni bakho
Angaz ke bazithola kanjani izimpendulo zokukuphendula abantu
Indeed they are so intelligent
Ukhuluma iqiniso,akusuyena unkulunkulu.
Just priest like any other person.🤞🤞🤞🤞🤞🤞🤞🤞🤞
Pore Truth 😂❤
LIKE ANY OTHER PERSON UYAZIBALA YINI NAWE
True
Shembe is a false god 😢😢😢😢
Satan church leli duklsa abantu
IQiniso ke leli Noma libuhlungu phela kulabo ,and angiyiboni inhlamba kokushiwo lapha 😂❤ukuthi uyabhosha bawe Natural akusho inhlamba😂😂😂
And Mina I think lobhuti kahle kahle udinga I clarity
Ibhayibheli lithi uJesu bambiza ngesiminzi ngoba wayedlakakhulu kusho ukuthi uJesu wayeya etoilet
Ungadlala ngenye into kodwa akudlalwa ngoshembe ngelinye ilanga uwena oyotshela abantu ngoshembe,kwesinye iskhathi inhlonipho ibalulekile ,shembe is the way,syamthanda unkulunkulu wethu
uMax Waqala ngo 2020 ukwenza lento , abantu bakwa Shembe bathi "heh heh uzogula ngekhanda ahlanye" kodwa nangu namhlanje usaqhubeka lapho it's 2024 ...😂😂😂😂😂
😂
Aikho bhuti into engenamphumela..uThixo neDlozi lakhe lisamlulela intambo ..no 20 years ungaphela..lencwadi yakhe yobumnyama ayibhalayo..iyofundwa ngelinye ilanga yilokho engakusho..Futhi kuyoba kubi...Shembe is the way
kHululeka uyaya kwaSkhova sikhala emini,ngiyamdabekaela akwenzayo uzenzela yena
Hhey Bafo uyakhuluma shame angikhathali😂😂😂😂 kodwa okuningi okushoyo kuyiqiniso ukuthike inkinga onayo unolimu oluyixebe
@@philaniblessingmemela7568 yeah inkinga nje ulwimi lwakhe otherwise iqiniso unalo ....
ngiyakuzwa nsizwa. Kunobaba oyinyanga igama lakhe u 3 second. Umlungu owamphoxa njengoba uphoxa wamgqilaza walusa izimbuzi zakhe. Ngikhuluma ngeNyanga. UNkulunkulu lo omgxekayo. Angazi. Ngicela uhoxise amagama akho.Ungamgxeki uShembe futhi ungamgxeki u Jesu.
U 3 second wenza umlungu aluse imbuzi?
UJesu uNkulunkulu alpha and omega, memukeleni njenge Nkosi nomsindisi
Myeke nenye nyanga ethwele yay zenza yena aynalutho manjee iyaxolisa kwashembe awphoqwa kuthi khipha mali izwa njee i security uyoshawa zigebengu linye langa mhlambe asindiswe uye shembe😢
Shembe siqu sokuqala walmisa ulwandle
Engithanda ukukusho buti wami umuntu nomuntu ukholelwa lakholelwa khona so wena if ungakholelwa ku shembe ungakhulumi. Kabi ngezinkolo. Abanye a bantu ngiyakuzwa uyagxeka ngenkolo yakwa shembe ibhayibheli esilifundayo. Alisivumeli. Sigxeke ngoba khona ka shembe Uma engenzi kahle uyomiswa esihlalweni wena nawe vula. Eyakho inkonzo. A bantu bakhothamele wena uyeke umona ovuka kuwe nxusa unkulunkulu
UJESU akadinga mali yamuntu futhi akashongo ukuthi letha imali yakho. U-Jesu ukuxolelwa kwezono, ukuphila okunguna phakade nokuvuka komzimba konke ngokukholwa hhayi ngemali.
Mina on my own ngiyakuzwa bafoza nd im 100% behind u❤
Uzwani?
😂😂😂😂
@@AyandaMbenselokho akushoyo😂😂😂
😹😹😹Nami ngiyamuzwa mf2 bengith ngimizw ngedwa
abanye abantu bayazibizela nje iqalekiso ngale kokuthi ungubani uShembe but i respect nje kumuntu omdala ibalulekile
Ungadlala ngayo yonke imfucuza but not Jesus Christ of Nazareth uzosha🔥🔥🔥🔥
Ngempela futhi
@@Sibusiso.blessing123 🔥🔥🔥🔥🙏🙏 Haleluya
Labo Pastor benu badlala ngaye nje.
Who is jesus where is he
Not saying anything but I respect all religions.if you don't follow that church just leave bealive what you bealive .this guy just wants to be famous for nothing
@@ShatinShezi Jesus is the son of God the Bible tells us clearly kukhonzwa yena yedwa , okhonza okunye ungumphiku trestu ulundelwe Ichibi lomlilo 🙏🙏
😂😂😂😂😂😂😂😂😂 this is a 🐐 😂😂😂😂😂
Noma ungathini ngoShembe kodwa ngeke usishitshe futhi ngeke uyitshitshe indlela esimthanda ngayo leloqiniso elakho liyokhuluma nalo kuwe ngelinye ilanga god bless you
Lenkulumo yakho webhuti ayisoze yaphela kahle ❤
Iqiniso liyalumela Mfowethu konke okushoyo kuyiqiniso❤
Uqinisile u mfowethu
Ebuzwe ubani ngba yonke imizi inemithetho yakhona if ushaya uthetho kwakho ayikho inja ezonkutshe even ukuthi ukhulisa kanjani ingane
@@KennethMdlalose-ei5onIngane awukhulisi ngendlela othanda ngayo ikhula ngendlela ENkulunkulu ashoyo e.g vumelani abantwana beze kimi meaning bakhonze yena kodwa uma ingane izalwa umzali odukile yishwa lelo
Shembe unkulunkulu ngishongemisebenzi ayenzela abantu. Vuka ebuthongweni sisesekhona isikhathi
I can't wait ukukubona wena video uxolisa ngengoba wenza nje,baningi abafana nawe esibaziyo abaguqa kuShembe ababemthuka kanje
Kanti nenzan lapho emhlaben nginilalele ngila ezulwin inkolo zamapeketwana nj😂😂😂😂😂😂uyaphiswa ukubhosha uyalala ahonqe webabo niyazikhalisa mnj emzansi😂😂😂😂😂let me phuzi my brutal
Hayi wena usezulwini 😂😂😂😂😂😂 we Jesu ngaze ngahleka we ooe akhona ama salad lapho🎉
Ngeke uhleke njengami stru yhoooo wemalo
@@NomvuseleloNkomo wee oe akho saladi la sengifile isinkwa semihla ngemihla sekusiza lona iwine🤣🤣🤣🤣🤣
@@BuhlebendaloMbhele-xp6kg Thenga amasi ubuye uvube mtakama uphuthu malungekho ngicela ukulala please and ngizophaphama ebsuku ngiqhumiseni uhleko wema
Mina I fully understand that what you are saying is exactly what you believe. At this point ngyabona awunalo iso likamoya ingakho oyibuka ngaleyondlela and you are questioning a lot of important things. Kodwa mhla uMdali wakubusisa ngeso likamoya, uyozithola izimpendulo. Asikho futhi isidingo sokuxqbana nawe, kodwa nje ukuhlonipha omunye umuntu ungambukeli phansi ngemxa yezinga lempilo ozibuka ukulo kubalulekile. Uma uzobona uncono, nalapho kuhle ngoba sonke siyayidinga self confidence kodwa phela musa ukuphakama ngenkolo yabanye abantu. Phakama wedwa nje, ume escongweni sakho wedwa not phezu kwamakhanda abantu.
Well said❤❤
USHEMBE UNYAZILWEZULU uzoziphephundulela kuwe Mfana sengathi engaphendula kabhlungu ulahliwe wena
Kuyisilinyan lokh ngempel kuyafathuz 😅😅kuyeken nungakhuphukelw ushukel...uma engesiy UNKULUNKULU kungani isilo samaZulu ...uMISUZULU..evum.ukth ungunkulunkul wen ubani fth wen usunolwaz kangak wake wambon enza zonk lezint ozibayo njngb ukuqinisekis kangak uyisulim.sangeempel wen ...uhlalaph we nkunzi ngifun ukukuvakashel sith ukuxox
Ningamphenduli kabuhlungu futhi ningambizi ngamagama loMfowabo
Makanikelwe ezandleni Zika Mdali Nguyena ekazodila naye
Sithi uNkulunkulu ngemsebenzi ayenzela abantu yona Hayi ngoba ewunkulunkulu Wena makungaqhamuka imfene igqhoke izingubo ezimhlophe ithi womanizer nizophuza amazing kanty umchamo wena uzya uphuze ngoba uthi uShembe ukayena unkulunkulu Uwe osangene une Satarnist wena kanth unesdina
USHEMBE UNKULUNKULU mawunesizungu ungadlaleli ku Shembe wunkulunkulu wethu mfana omcane thina esithandayo nesimlandelayo hambolala lalamantshingelane uyeke ukuphaphela izinto ezingahlangenenawe siphukuphuku somfana.
if uShembe is your God then mhla efa meaning uNkulunkulu wenu ufile anisena Nkulunkulu cha uShembe umholi futhi omuhle osiza abantu
Ikholwa liyathuka kanti🤔
Ngifisa ukubuza eceleni we bhuti mina ngiyi Khatholika angedeleli ngibuza kahle ngoba angazi ngezinye izinkolo, Uma uthi Shembe uNkulunkulu usho ukuthi uwu Jesu Krestu was Nazaretha or usho ukuthi amandla akhe alingana nawa Jesu Krestu
That's why I don't argue with fools who are spiritually naked
Lol 😂 ngibulawa yile yefodo elingangeni ebhoshi kodwa umnikazi uyangena 😂😂😂😂
Waze walikhuluma iqiniso mfo wakithie
Wazin wen
ILIP IQINIS?
Ucinisile mfwethu
@@LunganiBodoza: UShembe uthembele emalini yakho .
Lendlala edalwe uhulumeni yenze ukuthi bethengwe besetshenziswe ekwehliseni isthunzi kubaholi bakazulu Natal
abazondwa zikhulu eziphethe emandleni okubike ngabo Angeke bejeze bodwa ngosuku lwejudgement ngizwela uzalo lwakhe
Uxakwe yini ngoShembe uthanda kukhuluma ngaba Naka zinto zakini ungumfazi into engiyibona kuwe yakuthanda kukhuluma zinto ezingakudingi kodwa nasekhanda lakho ngathi kuyashoda
Sakhuzwa nge Media bafwethu singene ecalen sonke...NAMI ngiphakathi ..asiyekeni abantu benze bakhulume kabi ngobaba.. thina okwethu ukukhuleka qha...sithule singaphenduli...amen kulomazwi abikwa ilensizwa ubaba uyazilelwa asingamu lweli❤
😂😂😂😂😂
Kanti uJesu yena wayeyinunu yn ?
Batshele bhut😂😂yoooh banescefe laba😂😂😂uzwa bethi Shembe is the way,way yokunuka nxxx 😂😂😂😂😂😂
Kaze indoda kabani yona le ekhuluma kangaka
Angaz ikuphi inkinga masizikhonzela into esiythandayo nesiphilisayo singaphoqiwe❤😊
Wena uyasangana and one day uyophendula ngalento oyishoyo and nalomsebenzana ochoma ngawo uzophela sphukuphuku ndini
Nakho ke enikwaziyo iziqalekiso zamanga
uShembe unguNkulunkulu uthanda noma ungathandi nkonke okusho ngaye uzozisola ngomhlakuphela . Phenduka kusenesikhathi.
Unamanga kuhlupheka wena leli sonto lakho liyabheda lidukisa abantu nisonta usatane womuntu qobo lwakhe
HLUKANA Nalokukhuluma kwakho Uyozisola suwedwa NgobaAwuna Jesu,Aruna Dlozi,Futhi No Shembe Uyamgxeka,ne,Dlozi,No Jesu Mina,Ngiyazi Lento Yakho Izophela
Kabuhlungu Uyozi Sholo Wena😢😢😢
Ushembe umjita ofana nabobonke abantu nabantu abamkhonzayo bahamba izinya Uma besindiswa izinyanga ekuguleni kwabo baqamba Amanga bathi basindiswe ushembe.lento ifa lakwashembe abaziphilisa ngayo ayi ukuthi Ivela ezulwini buka ngoba lelisonto ngeke liholwe umuntu ongesiye owakwashembe into ezidakelwe nje nabantu abasonta khona nezihluthu ezibomvu.
Akukhonzwa uBaba Mapholoba kaShembe kepha kukhonzwa uMdali weZulu noMhlaba
😂😂😂😂😂😂 hayi wena
Respect Brother 💪
Engikwaziyo nengiqjnisekisa ngako lomfanyana kukhona iskhathi la ezomdinga khona loShembe engeke esamthola.
Ngijabuliswa inzondo yakhe inhle kakhulu kodwa ngifuna ukubona ukuthi makuqala unyaka ka2025 uzobe enjani ngyabheja uyobe ewuthuli.
Mekwenzeka mfana wami uwufunde lombalo qikelele izinto zakho, ngiyafisa mfana wami ukuthi uma usumfuna loShembe ungamfumani imihla yonke yakho yokuphila.
Ngivusa amadlozi akini akade afa aya esihogweni ngivusa abathakathi abafa bangaya ezulwini, ngivusa amabhunguma afela emjondolo nabantu ababenosizi namhlanje bavukele kuwe bakunamathele imihla yonke yokuphila kwakho ungakutholi ukuphumula nasemzimbeni wesibili.
Manje bhuti wabantu uzixakelani kangaka ngoba phela thina sihappy ngoshembe wethu😂😂😂
Angikhumbuli ushembe ebuyisela isishiphi nj
Uphekelwa ubani iphalishi nama siril😂😂😂😂😂
Bayamyeka abaseduze naye ngabe sengimkhahlelile mina lento, uShembe uhlonishwa ngisho abalele othulini lomhlaba abanye bagqoke ingubo emhlophe nje bathunywe abadlozi abo ku Shembe futhi kanzima engabancengi. Abanye bavuke sebefile ngale kwethuna bafica yena lo Shembe amthatha kancane, kuhlukene ukulandela uShembe abanye beza kahle abanye beza kanzima abanye bakhona emhlabeni ngenxa ka Shembe ngabe abazalwanga abanye ngabe kade bafa sebephila ngomusa ka Shembe futhi kukho zinkulungwane zezimali abazikhokhele uShembe. UShembe ujabulela ukuthi bayaphila akafune mali yakho. Abanye batshelwa oyisemkhulu ukuthi hamba uye ku Shembe uyobonga ngento engaka kungashilo uShembe. Futhi ngoba bebona oyise ukuthi unakho angabonga ngakho. Lomuntu akangazidonseli amanzi ngomsele, nabamvunayo ngiyadabuka ngabo
Ngezwa kuthiwa wake wabonakala lapha Kagiso Mall ngiyafisa kesidibane naye ephathe umdlelo wakhe.....
Uqamba amanga nawe
@@LakhizaLakhemeza Ubani onamanga??
Bekulungile ukhulume nga Shembe ugcine ngaye. Jesu senglomunye umuntfu loyo.
😂😂😂😂awuphilile ekhanda lakho wena Max
Myekeni uSHEMBE usabhala incwadi ngalomuntu azozitshengisa ngaye ukuthi ungubani myekeni kanje
Inhlonipho inhle mntwabantu,uJehova ukulabo abanenhlonipho
Shembe is the way syeke skholelwe lokhu esikhwaziyo 💃💃🙏
Mft syabonga ngeqiniso,ukuduka kwekhathi zokugcina,abantu bayokhonza okudaliwe kunomdali..
Mafuna ukuqonda uJesu qala (Johane1)Ekuqaleni wayekhona ulizwi wayenguNkulunkulu eku Nkulunkulu konke kwavela ngaye ngaphandle kwakhe,
(Filipu2:4-7)Mawube kini lowo mqondo owawukhona naku Krestu Jesu owathi engu Nkulunkulu akazange akuphange wazithobisa ethabatha isimo senceku (Matthew1)UMariya uyakhulelwa ngomoya ongcwele ngaphandle kohlangana no Joseph.. uNkulunkulu ephila phakathi kwabantu yebo uyafunda izwi lika Nkulunkulu but kuwe lifa ne novel/isolezwe coz awnawo umoya ka Nkulunkulu ongcwele owthola ngokmukela Jesu ubhabhadiswe egameni lika yise nendodana nekaMoya ongcwele
Yini eniphatha kabi kulenkulumo ngoba niyazi ukuthi usathane umelene no Nkulunkulu
Ukhohlwa ukunaka izinkinga zakini uzanaka ezingakufuni kazi walufunani uNyazi but one day uzoziphendulela
Impendulo ukufa ???
Ngyakuzwa mina😂😂😂 khuphuka lapho Max
Washaya nsizwa iqiniso liyababa
Ushembe akayena Unkulunkulu. Lobhuti ulifundile ibhaybheli kodwa wasala eympumputhe. Alimsizanga ngalutho. Uzobhubha nolwazi lwakhe oluncane ngeke lumsize.
Yey kuyeyisa lokhu yaz kwenzisa okuka Babudokotela😂😂😂😂 #Umfudumezo...
Omunye osonta kwa Shembe ubulele inja yami 😪
Phephisa ,uyibulaleleni
😂😂😂😂
Unamanga lo haw😂@@sabelosakhenxumalo6996
😮😮😮
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂 ay ngigeza izandla. Ezinye izinto akudingeki uzingene.
Kaz uzofika uthini kuye ngomhla wokuphela ngob uzothola yena la kuyiwa khona.okubhlungu kakhulu uzobe suhlupha abomndeni wakho mhla sufile sufuna bayokucelela intethelelo kodwa okwamanje usazbon umkhulu.
😮😮😮😮😮
Aybo uJesu uyindlela neqiniso nokuphila asiyiyi kuNkulunkulu ngomunye only only only Jesus !!!!
😢@@nothabonxumalo1749
Lo mfana uyisduphunga,awkwazi ukuphawula ngento ongaylandeli futhi ongenalwazi nayo... Ku no Shembe ka Moya no Shembe we nyama... Lo ukungangeni toilet sihlonipha uShembe ka Moya not wenyama.
2.yeka ukuzenza into engcono ngiyakwazi usebenzaphi,nokuthi uhola malin ...awnamfaz awnana UNO awunana tazz ..
Uma unenkinga yisho ngisho la osebenza khona.awuyona lento ozenza yona wena.
Phuma entweni ongenamizwa ngayo.ulandele lokhu okukwenzela sense
Hamba uyofunda inhlonipho wena mantshingelani 😭🤦🏿♀️
Musa ukuqhathanisa u Jesu no Shembe, u Jesu akafune mali yakho, woza kuye umanikiniki, kuye kukhona ukuthethelelwa kwezono, insindiso, ukuphila okuphakade
Lomjita uDinga Mina Ngimfundise ngeNkolo yaMa Nazareth
Ukhuluma iqiniso ubhuti
Nhloboni
@@bhekimyeni9740 Alikho iQiniso la... before umunt aphawule kumele uzifundise kuqala then ke... ayi lento yokuhamba uthatha izinto ozizwa ngaphandle abazikhuluma mebesuthi uphuthu lwasemakubo
Yooooo usazoba nenkinga mfana ndini uyofisa kuwagwinya wonkeeee lamagama owashoyo mhla lwafik olwakho usuku
Unamanga ngeke azisole iqiniso leli
😂😂😂😂😂😂hay suka
And zisazomkhalela
@@NoziphoprincessMafu lutho ukumkhalela u shembe akayi yini ethoyilethe akadli awekho amanga lapha ushembe umuntu
Nawe uzob nayo inkinga
Shembe is profethi
Baba shembe nkosi, ngiyasho ngithi abakwazi abakwenzako bathethelele 🤧, sebakhulumile nkosi abangakwazi kodwa namhlanje ngikhuleka kuthi bakwazi, nabangakuboni mabakubone nyazi Lwezulu baba 🤍, nabakukhuluma kabi abakukhulume kahle ezweni, mina ngyakwazi baba uhamba Nami ethunzini okufa, ngikwazi nginathemba wena shembe wafika wabalithemba lami, ngikwazi baba nkosi uhlenga usis wami elele phansi egulela ukufa 😭kepha wena, wena shembe wamphilisa nkosi 🤧, mina angikhathali nanoma isitha/usathane engathini ngawe okubi, ngoba kungena ngala kuphume kale, mina ngiyamazi unkulunkulu wami ushembe uyaphila 🙏
Baba Dokotela babojabulile omusha 🤣🤣
Molo mfo, ngibuhlungu if u khuluma kanje. Ulwimi lukamphiki Christu lolu olubekwe lwimini lwakho. Suweqile you can't mess up with God and his chosen ones and get away. Meme teker ufasin.
Haleluya 🔥🔥🔥
Ngiyamdabukela kakhulu ukulunyiswa ukuba ingane
Kodwa lomuntu uphila kahle ngaze ngamzwela unkosikazi wakhe uxheka ubaba sembe ugxeka konke hawu hawu kanti lomuntu uyinhloboni singezwa ngelinye ilanga ukuthi wafika kwashembe ugaqa ngamadolo ayi unenunu ekuququdayo 😢😢
Yaaa nehhhh .... Baba, kusazokushubela. How i wish ukuthi kulokho kushuba ungafi ze uyobuya futhi ukhulume lapha ngoShembe.
Ubona inhlanya nje kwaShembe azizenzi zenziwa imisebenzi emihle eynziwe uShembe. Nawe one day uyokuba uhlanya lwakhona uma ungafanga kulezi zinkinga osazoba nazo.
Ewu!!!lensizwa inochuku yoooooo!!!kodwa ke umoya oncwele usufikile kuyo.😢😢😢😢😢😢😢😢
Asifuni njalo Ngo SHEMBE asimhlonipheni Zizwe zomhlaba
Akukho mnewethu engakusho ngawe kodwa ngizizwa ngifikelwa ukukdabukela nkulunkul wami ngifikelwa nazinyembezi
Phona wena uhlushwe yn ungenaphi. Hmm isiqalekiso phezu kwakho
Noma ungathini ngeke sihlukane no Nyazi LweZulu wena indlela okhuluma ngayo ngathi kukhona ispikili esingahambi kahle ekhanda . Nomndeni wakho unesidididi sababa esihamba sithuka abantu
,,😂😂uyabheda lomuntu awuzwe umbuzo odakiwe
Ivale kuyakapaka angesezwa kahle uqondephi uhlaba zonke namadlozi.
Abalaphi abangasebenzi uthini ngabo ngoba babesiphiwo sokulapha
Angisazi ke ayi Ngo Jesu wami ngiyavala Bo ngaye🙏🏽. Uyasondla uyasigqokisa Baba .
Hayi dade as in like ninikwa imali nezimpahla zokugqoka am being serious njalo
Yazi kodwa ke amanga lawo owashoyo.wake wambona nje ngeso.ngisho noma ulele ukewambona? Ungamkhomba khona mungahlangana Naye?uhlala kuphi manje?coz Mina engezwa ngaye owayezalwa nguMaria noyise uJosepha.owabulawa amakholwa.bembulalela ukuthi /bethi uzenza uThixo.!wayehlala nabo bembona enza emisebenzi .ekhuluma nabo..Dettoronomi Chapter 18ves 18 . .ithi ...funda !
Uyasebenza futhi slima thina asisebenzi Thina sphukuphuku sihola mali engaphezulu kweyakho ngenxa yaShembe mnj uphansi kacool kunathi so ukhuluma into ongeke uyimele cozy uyislima
Mmmmh waze wayisdomu muntu kajehova ngyadubuka yaz ngidabukela ngsho izingane zakho engabe mezikubona ubheda kanjena zithini zona kodwa khona unaye umfazi uthini yena mmmmh
Wabani loyofani lothini baphelile bantu masonto u uryt lobafo ayikho lenfto ngodle indvodza ngodliwa ngubabi mine
Masibxolele sishumayele ivangeli zinto zenkolo ezibakwethu nkolo yomntu yihloniphe
Liyeza elokugcina khehla uzozizwela
Bhuti into yakho izogcina isigaxelisa sonke .....angibeke kanje feel what you feel and say what you say Mina ngiyazi ukuthi uShembe uNkulunkulu, Mina ke ngithanda uShembe okwazi ukulamba kanjengam , adle asuthe or alambe njengam ukuze masethi kuyiwa kanje ezulwini ngizokholwa kahle ngoba ñgimbona efana Nam.....Mina ke nganelisiwe kanje , so uShembe uNkulunkulu hamba wena uyofunizulu lakho lelo okudliwa umoya kulo Mina ngithanda leli lika Shembe ngyeneliswa Ilona....angazi ngoNyazi ngoba angisonti khona kd uShembe uNkulunkulu
UMapholoba Bhuti uMkhulu wami ngakho hlonipha.
Wowu ubase umlilo angazi ukuthi uzowucima ngani webakithi,heyi webantu khuluma usine ungazi ukuthi kuzogcinaphi😢😢😢.Heyi webantu kazi uthembeni webantu wemuntu wabantu.uShembe wehla eZulwini ukuthi wena awazi😢😢😢😢😢😢😢😢😢
Mina angiyena Shembe kodwa noma ungathini mina ngiyanthanda ikhona into angisize bgayo unkulunkulu noShembe bgiyabathanda kanti wena awukholwa futhi ikhona inkinga kuwena ugxeka nonkullunkulu hlukana nokudukisa abantu ulifundelani ibible ngoba awulifuni hlukana nabantu venkosi wokusiza Ghembe ngelinye ilanga kulomkhulu wakho owafa ethanda zindaba woguqa kuye 1 day
😂😂😂😂
Uthini ngonkulunkulu wakaZulu ?
Kodwa nomfana lelisonto likhulu kabinje wonke umuntu wakwazulu noma engakhonzi kashembe kodwa syahlonipha😢😢😢
Uyadakwa lomuntu inhlonipho ayisekho😂😂uyeyisa ngempela ufuna isagila
Wèeeeeeee Smakade othi ngthule
Angifuni kuphendula kakhulu kodwa bhuti ngelinye ilanga uyokubona ubukhulu bakhe angikhonzi khona kodwa ngiyagcina isabatha ngenxa yokuthunywa abalala kulomhlaba nami ngangi ngazi njengawe ungawadelile amandla akhe inkosi ikubusise 🙏
Ushembe ukhona mft futhi siyakholelwa kuye kondwa lendlela okhuluma ngayo inhlonipho akuyona Noma ngathiwa awukholelwa kuye kondwa inhlonipho ibalekile
Yey abanye abantu banebhadi nkosiyami
This guy won't last am telling u
Uzobanani?
Baba yeka abantu abakholelwa kuye bona bayazi ukuthi why bamkhonza
Boke uhambe uyekhona kwashembe ukuze uzobona kahle ukuthi ushembe ubani