Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Ubukise ngani umntuyenziwa ,nimthole Kahle ebhemile 🔥🔥
Ayikhona akabashayanga ubaqunsulile😂😂😂
Into ehlupha amaciko kamaskandi uma kuziwa ku-Live yilento yokuzama ukwenza njengakwi-Album kanti thina sifuna kucace kuvele ubuciko uma us-Live kuvele ama-Spice
Wenza ngqo leyonto uBhemile
Khuphuka Thuthani kwinkositina🥁🎹🎸🎤🎧🎶🎙️🎥🎬
Nikhuphukile Makhabazela ngendlela yenu sukaa🔥🔥🔥🎸🎸, nansi ingoma yakho engithandayo ethi #Mina_ngiyamthanda_lomama 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🎸🎸🎸
Nijikijele imoto yamaphoyisa ngamatshe😂😂😂😂😂
Batape izinyosi bengazishunqiselanga 😂😂😂
Ulonto
Yabonake ayikho lento oybizele uMntuyenziwa 😂😂😂
Nekati lifa likwebhile mfo ka Mkhize syabonga mft❤❤
😂😂😂😂😂 khipha qhawe sokweseka, ngoba abalande abadlali ngabantu
😂😂😂😂
Khabazela xolisa kuGOD weziginci
KEEP IT UP BOBHUTI NIDLALILE NAMAPHIMBO ENU AMNANDI❤
Nizamile ninodwa ukuthi nisuke nasukela iziqandu ematsheni
😂😂😂sengizwa njer uthuthani nge kostina
Bakhize nisiqhatha nabantu kodwaaa😂
Ay Khabazela ngithanda isibindi sakho ha 😮 uzingela ibhubesi ungakabambi nempunzi
😂😂,
Ai bafana inqake amagwava aluhlaza ke kodwa bekubele ko falabo kanje bt keep it up
Ngithanda is isbindi senu😅Hambani nozama komayogathi
Ukuzinikela😂😂😂😂
Cha nimhlulile uBhemile cha uyaydlala intambo Khabazela
UNGIBHIMBELA KAMNANDI UTHUTHANI NGEMUVA
khona khabazela uzamile mf2 kuncono ukuba ulande noma ithwasa lekhansel lizokusiza
Ulisuka ngaphi nje Ithwasa? Umfana uma ezibhimbela ungenaphi omunye umculi?
Muhle umsebenzi kodwa not 4 amachallenge❤❤❤
Muhlekakulu umsebenzi bafwethu niphokophele njalonjalo sekyakhanya
Nakhuzwa kodwa naqinisa amakhanda💔💔
Iyeyi-yeh!!! 😂😂😂
Unzima kakhulu uMntuyenziwa khohlwani bafana nisebancane kakhulu
Laba abaɓli phambili ngathi banikwe ijezi ngoba abadlali bengaphelele. Nibahle kodwa ayi ama challenge ngyadlala zamani phathasi noyidlela amahlanga lapho.😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Makhabazela ningaphinde niyenze lento nina nifanelwe ukuyo pantanisa kwamanye amavukane 😅😂 nihluliwe nje izwe libuka niyaboza
Yazi ngithi u King Nuba oculayo 😂🤣🤣🤣
🤣🤣🤣😂😂😂
😂😂😂nina bako Gcwabe cha bafwethu nithathe ngamawala, nisukele islima yey wani bhokla ngathi nisethinini nje amahloni kimi
Bafwethu ngicela ukbuza isihloko sengoma yaMakhabazela le ayejwayela ukuperformer ngayo ayicula noMajotha....
Khn Khabazela uzame kakhulu lana uwedwa qhubekela phambili
msangan muni lo eniwenza la
Hhayi bo uThuthani lo owenza nje inkostini
Inkinga niyqhathe nomuntu ongayena untangayebu😂😂
Yabona mfoka mkhize uyindoda uma ufuna ukuya phambili vele kumele uziveze kanje sondela impela kubhemile uzokusiza lomfana ukuze uphumelele nawe wakhe umuzi kayihlo umdlalo wenu uqhubeni muhle bhekie enkandla langikhona
Ai baphuphe kakhulu 😊
Khabazela syabonga nsizwa yakithi sengathi ungakhula impela insizwa eyivaka ayifuneki wenzekahle wamqonda nqo nicweke kahle zinsizwa zakithi.
Muhle umdlalo
Bekumele beqale bechallege uKing Nuba kodwa kudala bebezofika sebemvuthiwe kumuntuyenziwa into engiyibona uMuntuyenziwa mudala kakhulu kulendile yezigici amakhabazela ayafika endimeni yezigici, isigici sigqitshwa ngamanye amastruments
Khuphuka makhabazela cha min ngiyanizwa
Nazenazifaka enkingeni wemadoda ubhemileloya
😂😂ngeke ulunge kubabhemile
Mina ngihamba nawe mft u live wakho ungu original isginci siyakhala ngeskhath ucula
Nithatha mashansi Bafana ayikho lento yenu😂😂
Ash yah madoda awalingani amandla kodwa ke muhle umsebenzi Sotobe ungabe usauyeka lomsebenzi khona abasazombulwa izinqa😂
Uyabona thina esithanda iziginxi futhi esizilandelelayo sibona isimanga umfokaKhabazela kunendlela adlale ngayo engayifakile icapo (ibridge) ayivamile leyandlela khuphuka man!
❤
Ebese kubizwa ngani lokhu okuhlazana esilokhu sikubona?
@@ayandabanks2872 uma uwuwbuke uqala lombukiso futhi uyazi into engikhuluma ngayo uzokuqonda engikushoyo
@@kusasalakhehlongwa4199ngiyakuzwa kodwa uboqaphela uma umuntu ezidlalela nje, akayifaki icapo, uma sebe perform bayayifaka. Isizathu ukuthi ikhuphula ukhiye ube phezulu. Cela uqaphele umsindo weziginci awufani, esokuqala siya nswininiza esesibili sikhalela phezulu.
Nizamile nina baseMbo besngalindel lokhu😂😂😂
Mhle umsebenzi wenu Madoda, qhubekani nidlulise umyalezo ngengoma❤
Umdlal okuhle mawuqhubeke😊😊
Ay ngeke bafana ivoti lami liya kubabhemile impela unicwilisile esizibeni kwaphela ngani
Mshiyazeqana👌👌👌👌
nizamile bafowethu
Niyasangana nina nigaziqhathanisa nobhemile back school bafan, iyabhora lento yento yenu I delete'ni nihlekanisa nezwe😂😂😂 , ngikhalela I data lam
Kudlaliwe ngathi kodwa singalong isibindi sakho manje sesyakwazi ubungaziwa syathokoza
Engane athini amahloni kini manibona lento yenu
Hambisa inkomo enkandla uyoxolisa 😅
Uyazihlekela nje uThuthani😂😂😂😂😂😂😂
Ay cha, indebe ithathwe inkostina kulokhu. Laba abaphambili bebenzanike bona? Baholela imahala nje🚶🏾♂️
Niyasbhedela Nina hambani niyodlala nontanga benu kwa grade 1
Yabona makthiwa emculweni akunaqiniso basho lokhu kungani bengaqqshwa laba yinoma yjngoba abakaze bedlalele abadumile😢😢😢 ngyanizwq mina BoGcwabe
Khuphuka Mlungu 🎉🎉
Useyingane ku bhemile
Kodwake niyayidinga intsha for more energy...
Inesbindi Lensizwa bengithi yona isishaya isginci ithinte isbhakabhaka 😅
Gubhela
Muhle msebenzi 🤝
😂😂😂😂😂😂😂😂
Baze ngakhathala abantu kwenzenjani
umlungu khuphuka lapho
Ohh shame yhini bawo😢
Hayi niyazama kodwa zamani abanye hayi ubhemile mdala kuni kakhulu
Uninyisile umntuyenziwa nigagamelile ayikho lento yenu
Muhl umdlalo
Eww isbindi sakho gcwabe😂😂
👎👎👎👎👎👎

Ngithanda is isbindi senu😅
Hambani nozama komayogathi