You know this SASSA card is a challenge and a long procedure to change details, they need the mother of the child to grant permission to change the card details to the relevant families family member.
Awesome news my son Zoso wasebenza kodwa akupheli la ugogo mphuthumiseni kwa SASSA niye kuba phathi nale video ngoba uzoyoli blocker avule elinye. Hambani kwa SASSA soon soon. Love you so much good work🎉
Mana Mana cc, Oh ngisukume ngime 😀Nomfundo you will regret this opportunity given to you. This is your mother, a person trusted by God to release a blessing over your life
Syabonga kwabeseka umsebenzi engiwenzayo wokusiza umphakathi🙏🏾✌🏽
Like, comment and share and Donate
Udaba olunzima lolu baningi abazali ababhekene nalenkinga yezingane zabo ezifika zogqinsila izingane Siyeza Bomaka Enzo🎉
Ngithanda umoya wakho bhut bekunzima kunomfundo kodwa uze waluphetha udaba qhubek njalo
@@SyaLanga qhawelakithi
Ugogo kumele aye kwaSsasa nomawengane kuyoshintshwa kube kugogo..umthetho uthi kumele Okada ingane aholele ingane
You well.come good job my Son ❤
Ngiyafisa ukukubhalela King Zoso ngenkinga yami
Great Job Zoso.i wish beningafika nalaSwatini senitosilungisela I country.
Phambili Zoso phambili!!😊.
zoso baba good job may the lord protect u all the way
Nomfundo uzovelwa amabhadi nokuthuka umama wakhe alahle ingane azokipita 😥💔💔…….god job Zoso ayi mfethu uyasebenza inkinga abazali bethu ababhekene nazo zinkulu
Hayi kodwa ingathi akekho ryt sheim unoMfundo ekhanda bafethu yazi akusiwudelela lokhu ifunwa ukujongwa lento bakithi please
NoMfundo uzolimala kabuhlungu, uzomdinga mama wakhe ekugcineni🤞
Ushilo uNomfundo ukuthi u nje nje ingexa yakhe umawakhe and inkulu into eyabaxabanisa thina esingayazi so singa judge thina ngoba asazi lutho
@@KokoNgcoboUkhona umuntu ongakugadela ingane unyaka wonke engakuthandi?
Noma kuthiwa wenzeni umzali uyohlezi ewumzali.
Yooo uthi akamthandisisi umzaliwakhe weeee mxm uzozisola xem😢
@@KokoNgcobohayiiii bohhh!!! Ayikho leyo ngiyabazi abafana naye, benza as if umzali unephutha kanti cha ukukhohlakala nje kwayo lengane
@@KokoNgcoboayikho into ebaqabinisa uyadelela lona ushawa ukuthi ihlazo lokulahla ingane usaba abakhelwane uhlala emkhukhwini
Syabonga Zoso mfwethu uyayenza lento mfwethu 🙌bekumele isifuthe ngempama sikhuluma izinto ezibuhlungu kumama wabo ngiyafisa kulo cc alibone iphutha lakhe
Yessss maan 💃 💃 💃 💃 💃 lavela card 💳 yesss gud kodwa yiyani Sassa novulela Umama
I ndoda e weak ngeke ilunge kulocc 😂😂😂 ufuna amadoda edonorayo strong uzolunga
Syabonga Zoos mkhulu umsebenzi owenzayo ibenawe inkosi ikukhusele kubobonke ubungozi ongahlangabezana nabo👏🙌🙌
Awuzwe nje lomgulukudu wesfebe sesdakwa engabe uthi idlani ingane udakwa ngalemali yengane ngamfisa ngeskhulu isbhakela eyi bafazi kunzima ukukhulisa lemigulukudu Bathunyelwa eskoleni bahambe indlela zabo zendima yengulube kuhle okwalelifuku ahlala kulona hambuyofa sdakwa ngekusalunga😢😢😢😢
King Zoso I like the way you conduct your shows my Son just keep it up
Zoso,I started following you from Taxi Boss/Taxi driver story,I m not going to allow myself to skip a single episode mtase❤
Zoso siyabonga, utax driver wabuyela ngampela emsebenzini,I Boss yamqasha back?
@@philisiwemazibuko6387yes we need part 3 😂😂😂ka taxi driver 😂
Ngyabonga
I'm with you
I salute you Zoso
Yhoooo kudala ndinibukela bafe2 kodwa le kaNomfundo 👌 bafe2 nisebenzile...Zoso love you my man.UThixo ahlale ekukhusele mntwanam.
Kodwa Nomfundo uyomkhumbula uMawakho ihhhe awuthi ngizithulele. Mamawakhe kulungile ikhulise ingane izokhula iyona eeyokusishintsha isimo. Ubuhlaza Cc ngeke bukuyise ndawo......
K.Z big up 🏆
Myeke mntakama, abafana naye bagcina sebaxolisa emathuneni impilo ibashayile
Yooooo uhlaza wenomfundo aiboo
😂😂😂😂awumaketh
Well done muhle msebenzi wakho bhut
Yey uyingozi zoso sukaaaa uthi awnalo dloz kodwa😊 and uNomfundo akahloniphi akananda nomndeni wakhe akafuni ngisho mawakhe great job bhut singabantwana asikwazi ukubonga imizamo yabazali yebo nokuthanda impilo ephezulu kuyasibulala ekubeni Nomfundo uyoncwatshwa uye umama lo ngisho ungakwata cc ungamanyala akhe umama aksizi ukuba luhlaza
Abantu bahlukumeza abazali mese bengasekho bayokwenze njani yazi isono lesi😢 umzali umuntu wokugcina ongamzwisa ubuhlungu
And bakhala ukudlula wonkumntu
Hheee king zoso thnks papa. nami ngihlezi nengane kabhuti wami owashona ayilazi iqolo layoooo!!!
Hamba uyoyvala nami ngifana nawe ngiyivalile mina
Involve social worker on this and Sassa
Big up Boy boy🙏👏👏👏
Ngebevele baya eSasa bali bloke then enze elutsha
Yaze yamnandi episode nimthengelile zinto ezimnandi 😂Wezoso ❤😂😂😂😜🏃♀️
Great job Zoso but its a pity that this girl is gonna make another card 😮
Better to go to SSSA offices and just change the details about the child
Yes kunjalo ,ugogo akayoshintsha konke ka Sassa,ahlukane nomgulukudu
Khu@@ZilungileShushakhulise ngani kulisel kudsrpector yhoooo😢
Pls Zoso the best permanent solution will b SASA cos she will definitely make another card. Please mfanakithi
Muhle kakhulu umsebenzi wakho kakhulu
Siyabonga zoso ngomsebenzi wakho omuhle.bamba zoso maningi aroto langaphandle afuna ukufakwa emgodini.
You know this SASSA card is a challenge and a long procedure to change details, they need the mother of the child to grant permission to change the card details to the relevant families family member.
You are doing a great job zoso may the Lord protect you
Yabona mekuthiwa umzali akazakanga wabola amathumbu kusuke kushiwo into enje. Yaze yazibizela mashwa intombazane 🙆🙆💔. Aybooooo Jehova sengathi ningamceda umama ayolenza ngokwakhe ikhadi lomntwana Kwa Sasa lomgukudu uzoliblocker enze linye.
Uyasazi isidwedwe cc muntu fike sakeze gqe azale besek edelela kanje n umhlaba lona kuyomqoqwa kuhlwa xem
Mhlamp uloyiwe
Phanjaniswa zicamera
Ngaze ngakhala ngingabazi labantu ntombazane uyozisola ekugcineni kuhle kamnandi mane,uzokhala chappies
Okunje angikaze ngikubone.
😅sengathi lingakuwisa ibhentshi yooh iluhlaza lengane idlaimali yeqolo
Umama akaye e SASSA and explain inkinga... Grant izovalwa ingene kuyena ohlala nengane.
Yhooooo Nomfundo 😢big up Zoso great job❤
Wow nazoke lavel ikhadi uyiskhokho Zoso wethu uNkl akgcine 💃💃💃💃💃keep it up boy boy🎊🎉🎊🎉♥️♥️♥️
I wonder li ryt na njembe sekukho amatsha nje
Ay King Zoso uyasebenza muhle umsebenzi You deserve better❤️❤️
Kkkk ingoma ithi sifuna icard 😂😂😂😂big up zoso ❤❤
Big up zosso muhle umsebenzi wakho good job sikwethulela isigqoko
Uzovula elinye Nkosi yami,futhi akaphilanga ngale ndlela akhuluma ngayo , Big up King Zoso and the crew
King zoso ,steteleku,maqumbane,Dlala Matifane,Stufuza,Schaka nilimele izwe❤❤❤❤❤
Yoh..ikani ku cc😅
Mina ngithanda uStetelegu kodwa 🥰 akamuhle ngathi ngingamluma 😂😂😂
Waze wakhohlakala ntombazane uyizisola kodwa uyozisola
Uma enenkinga umuntu wokuqala abom'thita umama .
End uyisikhohlakali shrm ucc lowu ubolile
Good job Zoso Nkulunkulu akufihle mntanam❤uzoba namashwa Nomfundo aunasmilo😢
Big up Zoso😂😂😂😂hay mfana uhamba wedwa🤞ngiyakuvuma boy👏👏👏
Ave ngimthanda makaNomfundo ❤
Awesome news my son Zoso wasebenza kodwa akupheli la ugogo mphuthumiseni kwa SASSA niye kuba phathi nale video ngoba uzoyoli blocker avule elinye. Hambani kwa SASSA soon soon. Love you so much good work🎉
Iqiso kufanele livalwe kubhaliswe ngogogo
Gogo iyani kwasassa iyovalwa
King Zoso kumele nidlule kwaSasa ne card uzoliblocker I card senze elinye plz bhuti
Mama Vala lelo card uvule elinye ngoba kufuneka ne pin
Hamban impela kwa sassa
Ai zoso uyayenza ntoyakho Nomfundosi😅 syange eyi bathwele bazali Bethune yoooo❤
Mmh yaze yangamhlonipha umzali nay ntombazane buka usejabhe kanjan umah nkosyam 😥😥😥
Iyeke 1 day iyomdinga lo mama lisangasekho isoka naba ngani
Uyindonda kodwa zoso❤❤
Syabonga Zoso, muhle msebenzi,Ntombazane uthanda ngathandi umawakho lowo Ntombazane soyicelivuthiwe
Good job king Zoso .
Waze wayisiqalekiso lomuntu wesifazane. Ukulwa nomzali wakho owakuletha emhlabeni pho. Uzomshaya u Nkulunkulu.
Kacoolu esibi kabi uyozisola lamazwi awasho kumama wakhe 😭😭😭😭nkosi
King Zoso nethimba lakho ❤❤❤❤❤❤❤❤❤nithandwa yimina
Shayani loNomfundo ngempama eyodwa we Zoso nithole ikhadi. Uyasazi isono 😢
Eish!!! Nami bengimhalela ngeshisayo impama lena
Nomfundo ulkuhlaza cc,muthande umawakho esaphila ngoba uyohamba ngelinye ilanga emhlabeni engasekho kubuhlungu.Ukube uyavuswa ngabe ngiyamuvusa owami.Sibonge nakugogo ngokukhulisa umzukulu❤
Umama akaye e SASSA ayovala lelo card,abachazele isimo abhekene naso
Nkinga Kuba umqansa ungvala ikhadi if esaphila umawayo....nat sahluleka waze wabuya unomgwaqo we2.....benzekahle balanda lona straight....syabonga King Zoso msebenzi wakho mf2
UMa elishaya uNomfundo elisha ngeke kube khona ama delay@@Nozipho-bh5zd
I'm in Eswati you done a good job, we need someone like you
Lol kodwa Nomfundo, iSavanna ew2 nje kuphela! 😂😅😂😅
Umsebenzi omuhle Zoso 🇿🇦🇿🇦🇿🇦🇿🇦
Hambani ningidlisa kabi noshephisi wami😂...ch nje locc ugula ngekhanda uzothola enye ingane nayo ayishiye🤞🏼🤞🏼🤞🏼
Ai uyadinga umthandazo ngempela locc
Ukhuphuka kakhulu Zoso mfana up lapho mbinca lami ❤❤🎉🎉
Great job Zoso the bodyguards will protect you from now on.❤
😂😂😂😂zoso kube ngyasebenza mfana uyayi deserve nje I R3000 yakho wedwa nje 😂😂😂❤❤❤
Yoooo ungudooooti westuuf Nomfundo ungamanyala wengane ciiiic😢😢
King zoso mfana muhlle umsebenz wakho qhubeka izwelizolunga🙏🙏
Uhulumeni kwamele angenelele ezimeni ezifana nalezi lapho abazali beholimali yengani ingafiki ebantwini abahlala nengani, big up Zoso
True
Zoso you are a best helper we really appreciate you 🙏
Akaze ishawe lentombazane ikhuluma kanje nomah wayo.... Yeyiii abanomama babaphethe budlabha thina esfuna ukubaphathisa okweqanda basihiya.. 😢
Lapho Thina syabadinga unkulunkulu washeshe waba Susa kith Laba abangaz yin umzali base nabo😢😢
@@user-lm1rl9st2n💔ayikho into ebuhlungu njengokungabi nomama uyokubona mhla washona umawakhe
Exactly!🤞🤞🤞🤞
😅😢😢
Ei nkosyam yey💔😭😭
Great job incebiso yam umama makahambe aye eSassa ayo reporter uba umntwana uhlala naye ngoba kuyafana alithahe umama uzakuyoli changer umama wengane Makenze iAffidavit atsho umntwana uba uhlala naye make fika eSassa are portable uba umama wengane akondli umntwana bazakuyi changer eSassa bayichange( le) kumama into ebalulekile imali isemntwaneni kuphela
Jehova waze wavelelwa nkosyam lomama kunzima kuba umzali
😢😢😢😢😢
Nomfundo uzozisola ngelinye ilanga umhawakho okuzayo ukhulume naye kabuhlungu kanje udlala I savanna ntombazane eyobe ingekho ngelinye ilanga sowusenkingen😢
Mhlawumbe ukube King Zoso ubehamba nabomthetho benemvume yokupequlula bekungabancono. Umthetho waseMzansi awusile kahle, unga sider nalesisikhohlakali, lesichwensi lesi
As long ubufakazi banabo angiboni inkinga ngoba noma angashona kumaphoyisa I card litholakele
Thank you for the great work you are doing 😊
I like this guy Zozo for president
And ulitholili card lengane KING ZOSO 🤓
Guys please give a bunch of flowers king zoso
Son you are such a blessing nana❤❤❤yhuuuuu sanalwam baninzi abantu abakule problem
Muhle umsebenzi wakho king zoso
Mmm nkosiyam unkulunkulu akubusise zoso mfwethu kuningi kuzosilungela❤❤❤❤🙏
Eish wavelelwa we mama uzobuya nenye azoyishiya futhi yadelela ngempela yona kubuhlungu ukuthi usukhulisile bese uqala phansi ungaktholi ukuphumula
Yheee King kha utsho Eastern cape aningeni na mfana ❤❤❤
😂😂Ubuyela ekhaya fast...... good job King Zoso😅😅😅
😂😂😂😂very faaast😂
Zoso uyasebenza ubuti big up i wish uphephe and long live❤🎉🎉🎉
Engasaphenyi so aze alithola😂😂😂
Dlala Zozo ziyakhala ke manje lomama umphuphe, isidaķwa esikhohlakele. Uyanyanyisa yoooh yoooh bathong 😢
😂akekho ryt ugirl bakwethu akase fresh kanje
Sawubona buti siyabonga umelitholili ikhathi sezokwazi ubonelela eganeni🎉😊
Niyasebenza Zoso kodwa ugogog kuzofuneka aye eSassa ngoba angayovula elinye ❤❤
Great job King Zoso syabonga kakhulu kodwa kube umama uyekwaSassa nje eyobatshela belizovalwa
UNomfundo owahlulwaa imfundo 😂😂
😂
😂😂😂😂😂
😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Wafunda amadoda 😂😂😂❤❤❤
Jehova mama iyeke lengane uzoyshaya umhlaba kabhlungu nkosyami ngaze ngakudabukela isqalekiso esingaka ozethwese sona sithathe cc hawuuuuuuu ngyakuqalekisa ngakwazi umshayile sbozi umawakho thixo ngicela uswazi ku lengane oluyokwenza isbone isqalekiso sayo
Hawu laze latholakala kanzima ikhadi usebenzile Zoso boy wami uyasebenza aqhubeke boy wami🙏🙏❤
Best ndincama🙆
Great job Zoso uyawubuyisa umdeni
Yeeeee💃💃💃king Zoso ukuphi ngikucabuzeeeee🎉🎉😊
Wasebenza Zoso ngiyadabuka Kanye mama siyekeni idakwa kosiqoqa ukuhlwa ikhaya ikhaya ingane Jesu ayilahle impela
Ngyabonga King Zoso kukaningi ngiklandela sengath umsebenzi wakho mkhulu kakhulu
Good job Zoso lo Nomfundo akahloniphi nalo mamakhe ukhangeleka esemncinci ke umele useskolweni.
Pin Mother intombi yakho iliqili go to Sassa balivale engenzi new card😂😊
King Zoso 🤞this time I salute u🤝
Mana Mana cc, Oh ngisukume ngime 😀Nomfundo you will regret this opportunity given to you. This is your mother, a person trusted by God to release a blessing over your life
Well done ❤❤Zozo. Loyononkiloyi uzozibona Sisi ngyakudabukela kiyeza okukhulu
Kodwa Zozo mfethu Ave ungichaza,Yey lesdakwa esiwu Mfundorayza bakithi konakele engqhondweni
Syabonga zoso usebenzile my boy❤
Iscabha sakamakhelwane Jesu saze sawabuk amahlazo 😅😅amahloni kimi🤭🤭🤭agade ikhadi umama angalintshontsh uNomfundo besebuyel emjondolo
Hamba Juba 😂 nomfundo , ongafundanga
😂😂😂😂😂😂
Big zozo big up wakithi
You are a great Messenger of God. May He enlarge your territory and continue to guide you in all your endeavors. Glory to God❤
Ningdlisa kab shephisi wami😂😂 engath lingakuwisa ibhentshi
Ngane yami uyeyisa uye delela naleyo ndonda ohlala naye izokulahla ukhumbule ekhaya amadlozi akini azokulahla
Nazoke Zoso ,goood work boy
Hayiiii king zoso nganeyami uyawushaya umsebenzi wakho nami ngizokbhalela silande u500 wami entuzuma
King zoso ulithole fast ikhandi..up lapho washolo i bliss
Well done bhuti zoso god bless you
Sozo nyani umncinci umsebenzi owenzayo muhle umdala kunawe uqinise ndoda ngomsebenzi wakho❤
Hheyi kunzima ukuba umzali usebenzile king zoso ngyabonga 👏👏👏👏
King zoso ngicela uyise unomfundo kuma comedian
U zoso uyalifuna lelikhadi jesu😂😂😂😂 uyalibheka akadlali😂😂😂😂