Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Dokotela 👏🏽.. kuzomele ngizonyathela lapho usebenzela khona..
Ayikhona Pastor igedla lifundiswa amadlozi ngamaphupho mina uMkhulu ubeyilo igedla
IndeedIt's true some who are gifted and are following a calling bazofundiswa belele ngamaphupho imithi kepha we have others who choose to follow the journey out of love and passion yokuhlanganisa amakhambi basize abantu noma bazenzele imali.
Kodwa Mkhulu....ezinye iziNyanga aziyifundelanga ubuNyanga....ziphiwe. what uMkhulu is saying hhayi ca
Enkosi interviewe informative. Cela ukwazi umehluko btwn iNzuza and Nkosazana yamanzi
Siyathokoza makhehla
Dankie, Vanitha.
Interesting 🤔🙏🏻🕯
Glad you think so!thanks for watchingINkosi ithel'umusa
Thokoza Mkhulu. Ngicela ukubuza ngemva kokuphahla ungaphipha uthola ama parcel 2 akukhakhi envelope kuchazani
Thokozan mkhulu bengicela ukubuza umuntu oligedla ngumuntu ofundele amakhambi esintu kodwa abala bizo amambayi abawaqokayo bawathathi ngoba imbayi litsho indlozi kumbe angizwanga kahle🙏
It's a long story, Indaba yomoya, namakhambi nokusebenzisa imimoya. soyixoxa ngelinye ilanga when we are sober.
Thokoza Pastor WeNingiAmadlozi aphakathi kuwena ahlanjululwa kanjani ukuze asondele kuwena uma ekufulathele noma akude nawe?Kanti futhi ngicela ungiphe ezinye izindlela zokukhuphula Isithunywa noma zokusibhoboza?
Kungani izangoma okanye izanusi zibizwe ngokuthi "abanamanga" uzwe umuntu ethi ngisaya "Kwabanamanga ngiyohlola" ?
Ngicabanga ukuthi igama elichaza ukuthi abakushoyo ungakuthatha noma ungakuthathi.futhi akunaso isiqiniseko sokuthi uma ufika kubo bazokutshela iqiniso lodwa futhi lonke.
Hi..where in ext16
SIYABINGELELA LAPHO KUWE PASTOR NAKUMKHULU UMTHETHWA,KUNALA UMKHULU ANGACACISI KHONA KAHLE UMA EFANISA KHONA INYANGA;NEGEDLA ZOLOLOKHU BEKUTHIWA INYANGA IYATHWASA IYI HIGHER RANK THAN UBUNGOMA NGAMANYE AMAGAMA UQALA EBUNGOMENI BESE UYAKHULA AGCINE ESEBA INYANGA, IGEDLA ONGAYIKOTHWASA UBONISWA UMUNTU OMEMBETHE NAYE OWAYE IGEDLA NAYE
Thokozani ngcela ukubuza isthunywa siyatwasela or uma uyotwasa sizophakama sona
Isithunywa siyahlanjululwa kunezindlela zokusihlambululakubalwa ukufakwa emanzini ,ukukhuleka ehlane, nokusebenzisa iziwasho ezithile njengomcopho nezinye.futhi kunezembatho noma amaseshiongatshelwa ukuthi uwatholeukuze uwasebenzise ngoba efunwaisithunywa esikwembethe.
Sanibonani Cela ukubuza kuchazani ngiphuphe ngihleli noNgizwe nelinye futh I celeb kanye nobaba wengane yami...sixoxa kumnandi emva kwalokho saphuza imbiza sonke nge 2liter ebiqhamuka komunye owaziwayo.bese athi uNgizwe"asphuzeni ngiyamazi uyayenza into yakhe lomuntu"Nangempela saphuza yaqedwlwa Yim.ngath inanenhlabath ekugcineni?
kungasho ubuthakathi obubhekiswe kuwe noma umuntu wakho kusetshenziswa isithunzi sabantu abadumile but ungabuza futhi phambili for a second opinion
Yiqiniso lonko mkhulu
Sibonge, uphile ngane yakwethu
Lomkhulu wenu uthatha ama chance, ugedla ukhokhovula lwenyanga hence the word "ugedla ekhanda" lento ayichazayo uchitha not ugedla. Musani ukudlala ngomsebenzi wedlozi webantu basegoli. Ugedla lwazi imithi ukudlula inyanga
Sanibonani ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuholelwa ubuntu owakini ongasekho mhlawumpe umama wakho ekuse kubo ntombi obukade uthandana nayo ethi kuwena kula uzohlala kahle khona, besihamba nosaziwayo,ngicela ningisize kade ingihlukumeza lento
Dokotela 👏🏽.. kuzomele ngizonyathela lapho usebenzela khona..
Ayikhona Pastor igedla lifundiswa amadlozi ngamaphupho mina uMkhulu ubeyilo igedla
Indeed
It's true some who are gifted and are following a calling bazofundiswa belele ngamaphupho imithi kepha we have others who choose to follow the journey out of love and passion yokuhlanganisa amakhambi basize abantu noma bazenzele imali.
Kodwa Mkhulu....ezinye iziNyanga aziyifundelanga ubuNyanga....ziphiwe. what uMkhulu is saying hhayi ca
Enkosi interviewe informative.
Cela ukwazi umehluko btwn iNzuza and Nkosazana yamanzi
Siyathokoza makhehla
Dankie, Vanitha.
Interesting 🤔🙏🏻🕯
Glad you think so!
thanks for watching
INkosi ithel'umusa
Thokoza Mkhulu. Ngicela ukubuza ngemva kokuphahla ungaphipha uthola ama parcel 2 akukhakhi envelope kuchazani
Thokozan mkhulu bengicela
ukubuza umuntu oligedla ngumuntu ofundele amakhambi esintu kodwa abala bizo amambayi abawaqokayo bawathathi ngoba imbayi litsho indlozi kumbe angizwanga kahle🙏
It's a long story, Indaba yomoya, namakhambi nokusebenzisa imimoya. soyixoxa ngelinye ilanga when we are sober.
Thokoza Pastor WeNingi
Amadlozi aphakathi kuwena ahlanjululwa kanjani ukuze asondele kuwena uma ekufulathele noma akude nawe?
Kanti futhi ngicela ungiphe ezinye izindlela zokukhuphula Isithunywa noma zokusibhoboza?
Kungani izangoma okanye izanusi zibizwe ngokuthi "abanamanga" uzwe umuntu ethi ngisaya "Kwabanamanga ngiyohlola" ?
Ngicabanga ukuthi igama elichaza ukuthi abakushoyo ungakuthatha noma ungakuthathi.
futhi akunaso isiqiniseko sokuthi uma ufika kubo bazokutshela iqiniso lodwa futhi lonke.
Hi..where in ext16
SIYABINGELELA LAPHO KUWE PASTOR NAKUMKHULU UMTHETHWA,KUNALA UMKHULU ANGACACISI KHONA KAHLE UMA EFANISA KHONA INYANGA;NEGEDLA ZOLOLOKHU BEKUTHIWA INYANGA IYATHWASA IYI HIGHER RANK THAN UBUNGOMA NGAMANYE AMAGAMA UQALA EBUNGOMENI BESE UYAKHULA AGCINE ESEBA INYANGA, IGEDLA ONGAYIKOTHWASA UBONISWA UMUNTU OMEMBETHE NAYE OWAYE IGEDLA NAYE
Thokozani ngcela ukubuza isthunywa siyatwasela or uma uyotwasa sizophakama sona
Isithunywa siyahlanjululwa
kunezindlela zokusihlambulula
kubalwa ukufakwa emanzini ,
ukukhuleka ehlane, nokusebenzisa
iziwasho ezithile njengomcopho
nezinye.
futhi kunezembatho noma amaseshi
ongatshelwa ukuthi uwathole
ukuze uwasebenzise ngoba efunwa
isithunywa esikwembethe.
Sanibonani
Cela ukubuza kuchazani ngiphuphe ngihleli noNgizwe nelinye futh I celeb kanye nobaba wengane yami...sixoxa kumnandi emva kwalokho saphuza imbiza sonke nge 2liter ebiqhamuka komunye owaziwayo.bese athi uNgizwe"asphuzeni ngiyamazi uyayenza into yakhe lomuntu"
Nangempela saphuza yaqedwlwa Yim.ngath inanenhlabath ekugcineni?
kungasho ubuthakathi obubhekiswe kuwe noma umuntu wakho kusetshenziswa isithunzi sabantu abadumile but ungabuza futhi phambili for a second opinion
Yiqiniso lonko mkhulu
Sibonge,
uphile ngane yakwethu
Lomkhulu wenu uthatha ama chance, ugedla ukhokhovula lwenyanga hence the word "ugedla ekhanda" lento ayichazayo uchitha not ugedla. Musani ukudlala ngomsebenzi wedlozi webantu basegoli. Ugedla lwazi imithi ukudlula inyanga
Sanibonani ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuholelwa ubuntu owakini ongasekho mhlawumpe umama wakho ekuse kubo ntombi obukade uthandana nayo ethi kuwena kula uzohlala kahle khona, besihamba nosaziwayo
,ngicela ningisize kade ingihlukumeza lento