May u heal Thandeka and find the right man God will deal with them and God answers and listen sincere heart ubona ekujuleni kwenhlitiyo ...take it easy loving dont be afraid to start over
Maye uyaticalekisa lomntfwana Shem.God will fight for you maNdlovu.lelokhhla liyofa kabuhlungu selilodwa coz lomntwana uyolilahla one day. Dear Lord fight for this woman and her kids😢
Yazi impilo izokumangaza...mina ngimuntu wesilisa umuntu wesifazane wangishiya nengane 14 years ago akaze abuye and akukho Gender based violence...wazifebela uCc wabantu 😂😂😂life goes on ❤ asizona izinja so ke then 😂😂😂😂
Asibonge Mam Ndlela my baby ❤️ for the episode 🙏🙏 eish I'm so so sorry my sister 💔💔 uyazi kubuhlungu ukushiya humuntu akushiye nezingane,kodwa akunandaba nikeza konke kumdsli uzokusula iinyembezi, that's a promise,,bese wenake mtanami ungasheshi uzishaye isifuba ngendoda yomuntu,funda isikolo that's all I can say
6 years usamile uyingoduso mybe ama40s read between the lines usehambile plus uyingoduso im glad usumover on sis no need to fight lo girl your fiance is not underage best of luck 😉
Okunye futhi ngicela bakuvulele islaydingi door lapho emvakwakho for you to escape makushuba coz we can't afford ukulinyalelwa uwena ngba kubuye kushube bo lapho
Wenza sure stufuza nge hairstyle ukuth uyayishintsha angfuni ukwenza sengathi angiboni big up cc umuhl❤❤
😂😂 ngymbon nam
Ad usuke ugaka gugi nhlobo
Ay umuhle bo, umshado uyamthanda!!!! ❤
Amadoda awaneliseki shem umubi noma muhle Mina I give up
Lendoda ibidinga oGwajo noma King Zoso bayilande emsebenzini
😅😅🎉
Elami lelo😅😅😅
Nam nginawe😂😂
Yebo
I support king zonzo
That's why beshona bebancane ama 2k wethu. I'm heart broken ngempela
But ke lobhuti why engasa phothi abantwana ke .waze wanyanyisa💔💔💔💔
Yinja yindoda
@@MthokozisiSishi-v3t lo phuma silwe ngabe uyasukuma ayofuna umsebenzi akhohlwe u ifone azibhekele yena nabantwana bakhe
@@Janemthembu-h3h 😂😂
Iyeyisa lengane webakwethu tjooo😮 ngaze ngaphoxeka ngobab'u Ndlovu bengifuna ukumuzwa eziphendulela. Awu yeheeeeni ayasehlisa isthunzi amandoda anjena
Never look back Thandeka and wish u all the best in your new love life
Eish 2k ngathi Lina 40 ugugile we 2k uhlulwa ama 80s wena doti onganasmilo
Ayi ngeke ayigugile lengan qha inomzimba
She's beautiful kuphela uyisigangi esincane esidla imali ye ndoda
Indoda isigangi cheating on his wife li 2000 alibambi inkuzi@@NomfundoManqele
Waze wamuhle ❤️❤️🥰🥰💞💖💖Stufuza wethu Mrs Ndlela 😍😍😍😍🌹🌹🌹🌹
Awuu kodwa lendoda yashiya umfazi omuhle kanje ❤
Cc vulela le mbongolo maintenance. Uyeke ukumosha energy yakho ulwa nonondindwa,yezwa tobhazana...
Zisize ke darli
manje ama 90sesewogogo njalo
Hukuthi ndingu khokho ke mna
UCC bekumele afonele lendoda yakhe izela Kwa blaqlife izoziphendulela ,ngoba ukuxabana nalengane ngeke kumsize ngalutho ,kdwa ke lengane iqhuba intwala ngewisa
Yazi uqinisile iyeyisa
Ikhohlakele lendoda ishiya umfazi uyibhekele ikubo akasacabangeli nabantwana.Lento iyisifundo kubantu besifazane abalinde umuntu aqede ukulobola kugcagcwe Bese eyake umuntu ukuyohlala Kubo kamfana.Abafana basemakhaya benziwa yini ukuthatha izingane zabantu bayozihlalisa emakubo Bese bona beyohlala nezintombi eThekwini ?
Aibo ingane yasekhaya le yeshirt elpink Kya dlalwa lana
@@ThembekieMncwabekanjn manje
@@SnothandoBASANDA njengoba ngisho ingane yasekhaya eyakaMncwabe not Zulu umdlalo lona
Lalela ama2000 washo Enigma ngabo 😂😂😂😂😂😂
Betsikutsakatsa lama 2000
Yena washi 😂😂
What goes around will came around.2000
Definitely, yooo I feel the lady's pain 😢
Kaze amanye amadoda Alabama kanjan ebsuku eshiye iyngane😮
Yazi kubuhlungu kubona Umuntu wesfazane engamzweli omunye ngoba kusasa kungawe kubalulekile kuba nonembeza😢😢
I am 2000 but hayi lengane isigcolisela igama as ama 2k mxm uyadelela 😢
Ungcolile
Am a 2k kodwa lento yalengane amasimba straight, intombazane engena smilo😢
The level of disrespect 😢
Lo CC ngyambona kwi ngonyuluka
Ku Stetelegu usekapha manje
Le ndoda iyabheda ngempela
Nitshele le ntombazane ukt Karma finds everyone's address... yobe esedabukisa koTikTok😢😢
Iyaphapha ibona ugogo nje nayo indala kanje. Izomgila lendoda akudlalwa kusemhlaben la
Hambo funa umsebenzi she is making you your mum, that is not marriage
Uyingoduso na 2 kids 6 years later
🤪
Ama 90's ani coz she looks as if she's the same age nalo cc we shirt eli pink
Alcohol
May u heal Thandeka and find the right man God will deal with them and God answers and listen sincere heart ubona ekujuleni kwenhlitiyo ...take it easy loving dont be afraid to start over
Kodvwa lama 2k nkosiyami,ucinisile brother Enigma uma atsi Jesu utsi akawafuni ezulwini 😅
😂😂😂😂😂
Why bo guard lingameki loCc elitshaye 2k liyadelela lifuna impama kuphela Ngaze ngalihalele leli 2k
😂😂😂😂😂😂
Phephisa cc wami ngaze ngabuhlungu nkosyami 😢😢
Stufuza KWANGATHI ingathola enye indawo ongahlala kuyo,😢ngoba kwangathi uzochaphazeleka😢
Cha lengane iyadelela xem😢😢
Uncolile ngane wabola amathumbu umzali wakho asazonibulala la madoda enidla imali zawo utshele ukuthi uhlakaniphe kuzophela ukuhlakanipha ngelinye ilanga
Ngathi bangamubamba inkunzi bamuphuce iPhone kodwa ngiuamsola umkhulu ukuthi uyajola nabanye
Maye uyaticalekisa lomntfwana Shem.God will fight for you maNdlovu.lelokhhla liyofa kabuhlungu selilodwa coz lomntwana uyolilahla one day.
Dear Lord fight for this woman and her kids😢
Sorry sisi,I wish you get a job,and take care of your kids.
Mmmm yey amadoda namantombazane angazazi afunani kodwa Nkosi indoda ishiye umndeni ekhaya izinja amadoda Jehovah Kade ngiyizwa lento ingiphatha kabi jesu kwenzakalani emhlabeni
Yazi impilo izokumangaza...mina ngimuntu wesilisa umuntu wesifazane wangishiya nengane 14 years ago akaze abuye and akukho Gender based violence...wazifebela uCc wabantu 😂😂😂life goes on ❤ asizona izinja so ke then 😂😂😂😂
Stufuza you so, professional ❤️❤️ I love it
😂😂😂😂😂 ama 90s sesingenaphi nkosiyami ebufebeni benu
Singenaph ngampela 😂😂
Seningo gogo kaloku😂😂😂😂 niphuza amaphilisi iyooo aiy sizwa ngaye usazi konke ukjola nabantu amadala 😅😅😅
ngeke kusho ukuthi we late 80s simadlozi 😮 ngeke kanti some of the 2ks anje 😂😂
Esihlanyela kube kuguge yena gal
Ngaze buze mtaka mama😂
Webafwethu yabona nje Uma kungathiwa ngithola umuntu ozothi angihlale ngigade umuzi ngeke nkosi yami ngikhone
Yooo cha muhle usisi oshiywe ngumyeni ngaze ngamthatha nesizotha sakhe kodwa kanti lendoda ifunani❤
Stufuza uzifunda nini ngempela ithakazela aveh ugood kuzona nkosyami noma uyazigugula 😅😅😅😅😅
Waze wamuhle lomfazi bantu ingase ngimtholele ubaba wakwaHlongwane oqotho
MaNdlovu yehlisa umoya, usisi wezibuko uyigugele nje naye 😮
🤣😂🤣 ukondliwa ama blesser kuya gugisa
Aibo bakithi uthando yinto esingasekho manje yazi
Maweyingane a hambe aye ka mhlaba uyalingana alungise kupheletuu ,that so painful
Kodwa ngithi la kunentuthu khona nomlilo ukhona qaphelani, kodwa naye akondle izingane phela😢😢
❤Stufuza uyalinakekela ikhanda lakho❤hairstyle after hairstyle ❤ngsabathe ngyaziba sengithi angiphumele obala ngincome😂❤
Amanye amadoda ayabathola abafazi kodwa badlala ngabo haaaa
Asibonge Mam Ndlela my baby ❤️ for the episode 🙏🙏 eish I'm so so sorry my sister 💔💔 uyazi kubuhlungu ukushiya humuntu akushiye nezingane,kodwa akunandaba nikeza konke kumdsli uzokusula iinyembezi, that's a promise,,bese wenake mtanami ungasheshi uzishaye isifuba ngendoda yomuntu,funda isikolo that's all I can say
Greetings from North London UK, Your hair tiara pattern looks so beautiful sister and i wish I was able to see it and copy the style.
Hawu locc ngake ngambona kwi stetelegu nkosi yami😮😮😮😮
Uma Ndlovu esethola ukuthi intombi ibimsebenzisa eseyibulala kothiwa amadoda abulala abantu besifazane,kungasashiwo isizathu
Amasimba endoda lawa ....uthi izngane zidlani emakhaya mnxm vese ngashiselwa ngento ekude kanjan nje nami....kodwa ngyavuma ladideka ibhinca bandla kuhle lokhu 😅 ehheni bengakosizwa isbong kanti uGatsheni lo obheda kanje 🤦🤦🤦
Madoda ako ndlovu khuzekani. Yini le eniyenzayo kanty lapho ethekwini😢
Ngaze ngakuzwela cc
Ye Mama ema 90s sebogogo😢😂
😭😭😂😂😂
Surprised too
Uyambona ngu ngo gogo
Namanje nam ngsamangele😂
@@KhaselihleZungushuthi thina ma 80's eyethu ayisakhulumeki
Ndenzeli worry cc isiqalekiso sifana nesichitho kunzima ukuba sisuke yhoo
Yeeheni 😅😅 niphi ma 90s …naku kuthwa sidla ma philisi..sesgugile 😂😂😂😂😂
Uyadelela lo mtwana. What's special about ama 2k.... ngoba ibona abagcwele izbhedlela bedla I ARV.. thina sizphilele 😢
Yini Yona lena ethi sesilungele nokufa kusho isalukazi sangempela 😂😂😂
@@KhanyiesileNxumaloyey saze sanginyanyisa nasi isalukazi se 2k😂😂
@@Phakamile-x5f udelela kabi lo sekagugiswe ukulala ne old age. Thina safu ndiswa kahle hayi lo doty. Wama 2k🚮🚮
Eznkunku zinjani zofuya abafaz singenabo thina😢😢😢celi number yalentokaz plz Stufuza
Thatha lomfazi ayikho indaba kaNdlovu❤❤❤ umphathe kahle
@@sossous2340 ufana nse no Ndlovu wakuZalo stupid
Mmm bakwithi ngyasazi story saloCC ngasbona kuStetelegu
After so long. He moved on sisi.
Unyembeza awusekho kulomhlaba obaba abafuni ukondla izingane iqiniso impela makyuthiwa ingubo endala ilala izingane 😅😅😅
Isono ngawe Mazulu sorry dear
Ungalweli indoda cc xola ukholwe ukhohlwe phuma
We MaMntwana ungadlali aze alibambe lingashoni,eii kobe ayibuke lento uBaba wakwaNdlovu...
My sister futhi umuhle and I wish you all the best in life ungabi usabheka emuva,, good luck to your New lover
Stufuza uhlale umuhle❤❤❤
Kahleniboo the gentleman so untruthful whay living such a beautiful woman alone, that guy must wake up new love dangerous 😢😢
Eish ngaze ngamzela maZulu yaz, mfake isupport uphume kuye. Uyozisola njengoba elibele yizifebe zase Thekwini
Always looking good as and stylish Stufuza
6:20 Lol the wife definitely cheated 🤣 in that 6 year period 👀.
6 years usamile uyingoduso mybe ama40s read between the lines usehambile plus uyingoduso im glad usumover on sis no need to fight lo girl your fiance is not underage best of luck 😉
Uyazi angiyiboni mina into lebaylwelayo laba yazi
Part two please, thanks
Mrs Ndlela u r so beautiful my queen 🥰
Haaaiiibooo kanti nomama banamandla kanje going forward they also need two security per show, shooo never thought of that 😮😮
Happy new year 😂😂😂😂batho bska
Happy new year dali🎉🎉🎉🎉❤❤❤
Amabhadi ke lawa nama philisi oh 😳 nkosi yam,nane phone 📱 kuningi shem 😮
Eish cha kuyaliwa kuloluhlelo weeee🙆♀️🙆♀️🙆♀️ Stufuuzer ngane yami Ave nguzwela zyokulimaza lezi gansonso
Phephisa we Mageba shiya lelikhehla ukhulise izingane zakho lizobuya selizofa,awadlali ama 2000 ayacuthana and ahamba izinyanga strong
😂😂😂😂 Imani ke whoooo.....lezingane zama2k zibiza ama90 ngogogo ? Yaz iyadelela ke lengane weeee ngaze ngahleka ngingedwa
Ungazibulali sisi phuma nje kulu myeni wakho uyakhona kuphila nje ngaphandle nkwakhe lomntu sisi please
Akafonelwe plz ukhehlo
Okunye futhi ngicela bakuvulele islaydingi door lapho emvakwakho for you to escape makushuba coz we can't afford ukulinyalelwa uwena ngba kubuye kushube bo lapho
Awusabaleki westufuza
Ngizwela abantwana😢
Blaq life ishaye ngelinyigiya ku 2025😅😅🎉 akenghlale phansi ngilale bese ngya liker
Mxm yinja babu Ndlovu lowo icinganton ngabantwana bake den afebe kengk yena
Uyabona nje mengingabanga ne 2000 ngeke ngalilwisa 😂😂😂😂😂yeyi ziyawunyusa ushukela lezingane 😂😂😂😂
6 years kahleni😢
Uqomile umazulu
so sesowogogo ngoba sama 90s? yeyisa lengane
Yaze yeyisa ingane weee 😢 cabanga ethi ama90s wogogo thina ma60s siyini yooo ngeke uyadelela kodwa ikarma izomthola😢😢😢
Part2 plz
😢mmmh kwaze kwanzima bafethu
"Ugogo lo i90's" 😢😢 sesbizwa ngo gogo sfike nini lapho 😅😅
Mina ngibona leli 2000 ligugile kunalosisi ombizile, sengathi leli 2000, lizovelelwa amashwa.
I wanda ulala kanjani lobaba ebsuku ngaze ngikuzwela cc.Kodwa uNkulunkulu ukhona n akalona imenemene nje ngalendoda..Sorry cc
19:07 WWE Smackdown😮😮😮😮😮😮😮😮😮😮
Waze walwa nomuntu owrong ingabe uhlaleleni emzini yabantu uyisecurity elingaholi shame uneskhathi sokudlala dadewethu ubekezelele umbhedo
Nami angi understandi why angalwi so nendoda yakhe, kusho khona ukuthi lo sisi uzoba landa bonke abajola nondoda yakhe, waste of energy and time
Ukube lamandla awakhipha la elwisana nengne ngabe uwakhipha emsebenzn nje afunde ukuzmela asebenzel izngne zakhe akhohlwe indoda enganandaba naye eybo!!
Yhoo sisi sisidenge sendoda umyeni wakho shiya bantwana bakhe bengenakho nokurya hamba phisa ngemali ngehle kanayo nebhedi le yolala
Wamuhle Stufu❤❤❤
She killed me when she calls the lady ugogo 90s what makes uss,80s unsestors
Mmmh Jehova ingane zethu zyazithanda izinto and azinamahloni😢
Kulelwa idoda 🙌
Only mau mthanda you will
Ligugile nje nalo lelo 2000 , ngibona ugogo nje mina , babukeka belingana nje
Nami cc angiboni mehluko nje ft kuze kube ncono i90s
Ayi ngozi kati amantomba zane Ase Durban 🏃🏻🏃🏻🏃🏻🏃🏻 Mahle enjalo nje 😂😂😂😂