Sithini Isintu Ngemimoya | Indaba Yesintu

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 23 ноя 2024

Комментарии • 24

  • @sibonisopatricnkosi2579
    @sibonisopatricnkosi2579 2 года назад +26

    Ngisasho namanje Alex was born for radio much respect broe 🙏🙏

  • @khulilekhoza9792
    @khulilekhoza9792 2 года назад +10

    I love how men participate in this show and have multiple questions it shows there are willing to fix their lives because like it or not bawungogodla wempumelelo yemindeni yabo

  • @sthabisojaca
    @sthabisojaca 2 года назад +3

    syabonga ekugcineni nasifakela sicela the previous Indaba Zesintu

  • @sithuthukilezama8744
    @sithuthukilezama8744 2 года назад +4

    I am so happy! And so satisfied! This topic is so important! I hope this topic doesn’t stop here. I would like to know more about Mndawe and Amakhosi. It’s so important to know where we come from, how different our skills and gifts are and how we should heal and practice. THANK YOU 🌸

  • @ThabisoPrince-yk1in
    @ThabisoPrince-yk1in 6 месяцев назад

    Ngaze ngasizakala ngale show ngoba nami ngingumuntu uhlushwa imimoya and sengizameli ukuyilungisa kodwa ayilungiseki, kodwa abantu abasizayo bawaka imali kuphela, kusale ukufa kwemimoya kungihluphe.

  • @zamazondozama9491
    @zamazondozama9491 2 года назад +1

    Sawubona Alex,ngiyabonga kakhulu kuMpungayesintu no mkhulu uMlaba.kunemibuzo ephendulekile namhlanje

  • @godwillrabodiba
    @godwillrabodiba 2 года назад +1

    Do we have spiritual snakes 🐍 in Larger Dams? Gentlemen your presentation it’s professional indeed. The best show , Indaba Yisintu 🙏🏽. Listening from Pretoria, Gauteng. Wonderful Podcast also. Lots of Topics covered indeed.

  • @nomthidlamini8126
    @nomthidlamini8126 2 года назад +2

    Siyabonga ngaleTopic 👌👌💯💯

  • @MilaMivuyo
    @MilaMivuyo 4 месяца назад

    Bendicela uncendo xa unabantu abadala beku landelisa ngo khozi olu gray kuzoko kutheni Ndingu mivuyo from kapa

  • @papas28mjoli
    @papas28mjoli 2 года назад +4

    Bonke nje abantu bayathwasa these days hayi its like a fashion. 🤔🤔

  • @SphaMkhwanazi-ul2kt
    @SphaMkhwanazi-ul2kt Год назад

    Ngiyabingelela nam lapho estudio ngithi nam engiveze engikwaziyo kudadewethu lo onekinga esekabeni...ugogo wam waba nekinga ekanjl ekabeni kati imimoya eyenza lokho engaz noma wayegafuni ukuthatha umsebenzi wabadala baze bamthatha kanti kunomntana ozalwa idodakazi yakhe lomsebenzi wokusiza abantu ngokwelapha suthathwe ilengane ethi gogo kuye logogo sengisholo ukt le kukancane kungabi imimoya n ngimuzwile umnewwthu umbhanjwa eyicubungula ja idingeka ukucutshungulwa ubucayili ngibonge engathi ungasizakala Dadewethu.

  • @nombusoevelynmdakane8184
    @nombusoevelynmdakane8184 2 года назад

    Mina nginenkinga since 1992 ngehlukana nomyeni wami angiphindanga ngabanomuntu ngavela ngsfa imizwa till toaday

  • @lloyddlodlo5731
    @lloyddlodlo5731 2 года назад +1

    Next Bhudi Alex ubabuze ukuthi yini leyi ensuka abadla bephila esizibeni, ngiya khumbula endaweni yakiti kule siziba abathi nge sika Mtshabi ngoba loyo Mtshabi wafela khona ngingaka Zalwa then around 2013 abantu be Ziona kade be bhabhatizana same siziba sika Mtshabi umntwana around 13 to 17 bamcwilisa phansi akezange evumbulike until kusasa kodwa ekuvumbulekeyi kwakhe wayese thatha emnzini sefile, yini esuka ibandla phansi kwamanzi? Iyabe ifunani

  • @siyabongagregory
    @siyabongagregory 2 года назад +2

    Ngisenkingeni laah, Ngizama kukhokhela ingane yami kodwa bafuna ngikhokhe inkomo yamama ekubeni intombazane ngayifica ingaseyona intombi-nto...
    Umama wentombazane uyalazi iqiniso kodwa bafuna ikhokhwe yimina..
    Ngenzenjani , ngazengasenkingeni ngento engingayenzanga ?

  • @ntokozosibusiso9832
    @ntokozosibusiso9832 6 месяцев назад

    Lama jita literally sound the same sibonga RUclips yooh ngihlezi ngiphikisana no ma ukthi ngathi abantu abahlukene

  • @makhosazanamsimang7180
    @makhosazanamsimang7180 2 года назад +1

    Ngiyabingelela ! Ngiphupha i aeroplane ihleli phansi. On top of it kukhona a dragon looking thing on its bottom ibomvu ngathi kuvutha umlilo. On its top kumnyamana nje. I was made to believe an eroplane is symbolic of umoya wesithunywa. But what is going on in this dream? Piz help.

  • @zandilenkambule3834
    @zandilenkambule3834 2 года назад

    Mina asizwami mhlobo nobabawezingane kuthiwa mina nginemimoya naye unayo asibhekani siyalwa futhi ngiyabona ukuthi yiqiniso ngoba mina ngiyaphupha kube njalo ngiboniswa neziphika kuningi nje angazi ngenzenjani ngoba naye akaqedanga ukulobola kodwa sihlala ndawonye

    • @thobekanombulelo7103
      @thobekanombulelo7103 Год назад

      Ngisenkingeni efanayo nalokho ... umyeni wam ulobolile wangicela ngizohlala kubo kodwa izingxabano esinazo nje kuvelile ukuthi nginemimoya kanti vele yena uyisangoma besengigula nje ngagcina ngibuyela ekhaya manje bayaphika ekhaya ukuthi kungaganiswa imimoya o
      ngingashadile shuty kmele angikhehle ,ambese angiqhoyise before ke iganiswe

  • @ntombenhlenhlabathi5691
    @ntombenhlenhlabathi5691 2 года назад +1

    iMpunga 👌

  • @nomsaledwaba8931
    @nomsaledwaba8931 2 года назад +1

    What is "nyakatho" ? Impande yase nyakathe ?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 2 года назад

    UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:29.

    • @dezimkhize5986
      @dezimkhize5986 Год назад +3

      Do the research wena usyeke ngoksindiswa..

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      @@dezimkhize5986 Yini e wrong kulokhu okushiwo yibhayibheli Khabazela?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 месяца назад

      ​@@dezimkhize5986Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?