Umahawukela noMathawula - Ithoshi (1992)

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 янв 2025

Комментарии • 15

  • @scelobuthelezi914
    @scelobuthelezi914 Год назад +2

    Baba wami uthi angishele ngishele kanjani amatshitshi ayang'phika...yabo lengoma❤❤

  • @musamjsithole9447
    @musamjsithole9447 Год назад +7

    Aw madoda ezazigijima obuthuti ngabo 1992,ngangimncane kakhulu kodwa ngiyayikhumbula esahamba noHalabane Mchunu,isihloko sayo sithi "Unembeza*

  • @CebolenkosiTreasure
    @CebolenkosiTreasure 10 месяцев назад +2

    Uthisha kamngqumeni nabanye siyabonga

  • @AndileSikadeni
    @AndileSikadeni Год назад +4

    Awu siyabonga kubaculi bakudala akekho nje engimthanda njengomfoka Mseleku kanye Nomxosheni

    • @AndileSikadeni
      @AndileSikadeni Год назад

      Uma ungangisiza nje ngama Album oBuhle begubazi lobu bukaMahawukela nje bubodwa ngingathokoza kakhulu

  • @phathizwentuli8147
    @phathizwentuli8147 Год назад +2

    Syabonga ngalelinoni😊

  • @ThwalinjaznMngoma
    @ThwalinjaznMngoma 6 месяцев назад +1

    Eyi lomculo omdala awuve ungebusisa nkosi futhi lapho angizenzi

  • @sakhilezobaphi5910
    @sakhilezobaphi5910 Год назад +3

    Kunomlando othi loshuni owadumiswa uMqgumeni wantshontshwa uMahawukela eMsinga cha ngiyavuma namuhla... UMxosheni ezihlalele phela lona. Ay bakith engabe oScebi bayazi kuth balandela uMsinga uyin kulomculo

    • @lusandashandu5182
      @lusandashandu5182 Год назад +1

      nguye ngqo wabalandela kakhulu abaculi baseMsinga uMahawukela khona ethi Fihlel ubaba ngathi wayeselandela uNgxalothi kuleyana waze wamphuca noShwi

    • @AndileSikadeni
      @AndileSikadeni 11 месяцев назад

      ​@@lusandashandu5182kodwa ke phela ku Fihlel'ubaba wayesaphila nje umfoka Nzuke uFihliskhwele

    • @SiceloQwabe
      @SiceloQwabe 11 месяцев назад

      Muhlanganisa omthenjwa nomxosheni uxube nabafana becolenso kuphuma umahawukela

    • @lusandashandu5182
      @lusandashandu5182 11 месяцев назад +1

      @@AndileSikadeni uqinisile mfwethu kodwa uShwi wafika esakhona uNzuke kuMahawukela...bengisho istayela ukuthi kwakungathi esikaNgxalothi wayesethanda uShwi ukuthi azomculela okuthe sekuhamba uNzuke wamshayela nesigingci

    • @AndileSikadeni
      @AndileSikadeni 11 месяцев назад

      @@lusandashandu5182 oh hay ngyakuzwa mfowethu

  • @lngubane7441
    @lngubane7441 9 месяцев назад +1

    Mahawukela noMathawula- Ithoshi (1992)